Khetha Umuntu Wesfazane Onjena!!!!
Vložit
- čas přidán 10. 04. 2019
- Watch: Intombi Yami ichata namanye amadoda ku WhatsApp • Intombi Yami I-Chat(a)...
Watch: Yenza Lokhu Uma Ufuna I-Ex Yakho Ibuye • Yenza Lokhu Uma Ufuna ...
Watch: Izizathu Ezenza Uhluleke Entombini • Izizathu Ezenza Uhlule...
Subscribe to my channel for more videos. Be blessed. Ukushela intombi ngesizulu. shela intombi. ushela kanjani.
Washaya Qhawe makhulu lawomazwi maBhutsubhutsu mfana waseMpendle
Angibonge lapho
Uyindoda... 👍
Nazoke Bafo
Vision & purpose ngithanda lamagama anamandla ngendlela emangazayo
Sho case ✌
Elokushela ymalini
Syabonga ngaleseluleko bhuti i wish this video could be watched by the whole South Africans . I've just subscribed
Uyindoda mqeqeshi danky
👊washaya khehla
Siyabonga webafo
Dankie Nkunzi
Ngiyithanda kakhulu leyikuthi singaphindi amaphutha asenziwa abazali bethu, yiqiniso ngempela lelo. Ezinye izinto zibuyiselana emumva
Ngyakuzw mna Ndoda
Ngiyakuzwa bafo, umbona emva kwesikhathi esingakanani owesifazane ukuthi lo unguyena impela ofanelekile, nanokuthi ke kumele ungakukhohlwa ukuthi uzothi usabheka umuntu ukuthi uright yini avesane akuhambele phambili ngamadliso umthande nanoma engenayo inswebu yobuqotho, omunye umbone nje ukuthi akamuhle kodwa ufanelekile ukuthi angaba umfazi ngendlela ayiyo nangendlela enza ngayo,kanti ukufihlele induku emqubeni, hey kunzima ukufunda umqondo womuntu baba, uzothi usumfundile ashintshe umuntu esikhaleni akuthethise phambi kwabanye, kunabantu esibaziyo abagana behlonipha kodwa manje bakutshela kahle ukuthi weee phela ngangisafika lapho ngisafuna ukuzitholela umendo. Omunye uthole ukuthi ngokwakhe uright but indawo asuka kuyo irelationship yakhe yabefore iyona eyamlimaza so what about lowomuntu. Kokunye abe right umuntu wesifazane njengoba ufuna umuntu oright nje but wena wesilisa ungazibheki ukuthi unjani then umuntu wesifazane alinyazwe nguwena ngoba asingalindel ukuthi abantu besifazane kumele babe right cha Nathi Bantu besilisa asizilungise sizibheke
Yizo lova batshele
Sho case Thabi
Mina ngicela nje ukphuma kancane eceleni Nsizwa sasthandana kamnandi wona ngokungbeka isandla kodwa ngamziba okweskhashana ayi manje ngiyazama ukuba nomuntu bt yena akaphumi enqondweni yami ngiyamkhumbula kakhulu ngineszungu nje sakhe ngicela ungicebise ngenze njani mybe kuzoba khona usizo oluncono mawungakwazi pls
Bhutiza namhlanje amadoda avika ngegama lothando ezazi kahle ukuthi uze ngezinjongo zakhe
Uqinisile. Kodwa phela kumele ukwazi ukubona umuntu ofuna ukudlala ngawe ngoba kunezimpawu ezincane azokukhombisa ngazo.
uyalazi iqiniso mfowami ngiyakuvuma nami eyi inhliziyo zethu zimanxebanxeba nje ngokuphila nabantu besifazane abangenalo iqiniso nekusasa elihle bayasisebenzisa njengelele eligitshelwa umuntu ongumeselane ofulela izindlu ngotshani ngibhale ngibhale ngesizulu esiphelele nje nginethemba uyezwa ukuthi chaza ukuthini Bafoe
Ubekile bhotsubhotsu
Dankie nkunzi yami.