Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Mmh! Ijulile . Kodwa nathi bantu besifazane asiziqoqeke. Abesilisa benza umsebenzi wabo thina asenze owethu nath singabesifazane sibaleke
Mpunga wathinta indaba enkulu, esingayinaki. Mina, sekukaningi, umntanomuntu esevumile ukuthi ngibethathe ubuntombi bakhe, kepha kwale kumina ngisho ngabe imizwa isiphezulu kanjani kepha kwale ukuthi ngibuthathe, kanti ngihlale ngizibuza ukuthi yini le engenza ngingavumi ukubathatha kodwa le engehleli abanye abafowethu.
Ngyakuvuma Mholi weSizwe sethu! Uholwa yibo abaPhansi ngempela, angingabazi mandla akho!!!🙌🙌iMpuuuNGAAAAA!!!
Camagu Mntomdala. Yinyaniso leyo 👏🏽👏🏽
Kuleliphuzu uthi ingane oyivulile kmele uyithathe impela kwakugwenywa ukuth intokaz infabi yibhola labafana
Cela wenze umfanekiso othi yini insizwa
Isiminya😊siyabonga kwi Mpunga yesintu🙌
Mpunga ngicela usizo mnewethu. Ilungiswa kanjani inkinga yokuphuphuywelwa isisu kumuntu wakho ebengazi ukuthi samphuphumela sesizwa uma siyohlola. Ngisacela ungipha umhlahlandlela
Inamandla Mpunga♥️🙌
Kunjalo nje Mpunga, yiqiniso leli elimsulwa futhi elingephikiswe ngisho umuntu esekhala ezibomvu. Lokhu ngisho umuntu angazama ukuzithethelela enze izaba akujiki, wubu nja nje impela. Namhlanje ke usicangcatha izinqa zavela obala.
Cha uyathinta buti kakhulu
Ngithi angibuze lapha phunga Uma ulala nezintombi uzishintcha nalokho kodwa zingamithi ngesibo sokuthi Zoya priventa ngabe nalapho kusesenecala na
Impunga🤝👑💪
Camagu 🙏🕯📿
Ngyakuzwa mina mpunga, laba ke abesifazane abona abafana ithiwani eyabo ?
😂soniwa ilomoya we Wetdream😂🤷🏾♂️
Washaya mnewethu inkulumomo enamandla eyakhaya ngiyabonga mnewethu ungakhile
Siyabonga
Mphungaaa iqiniso lelo
Mpunga yesintu mnewethu sikleza kogwansile lapha
Mpunga
Mnewethu, labantu badliwa kanye nemali. Uma uthi ucela ukuthi bamuhlole ukuze uqedele umgcagco ebese kuthiwa: HAWU AWUMUTHEMBI YINI? umandoza washo wathi ubheke nabafazi ngoba bafa bazi
Mpunga Yesintu usuyasirobha awusaculi manje
loool kuzokwenzeka mnewethu
Ha ha ha wangihlekisa mnewethu.ey abantu bayanaka mele beneliseke nxa zonke
@@impungayesintutv ngihleke ngaphuquza impunga ithi LOL
Kunzima 😭 kodwa isiminya lesi Mpungaa yesintu
Weeee ngoba sengone 6 wonke njee🤦🏿♀️🤦🏿♀️🤦🏿♀️🙆🙆🙆
Ayy sengingamane ngibe yinja phela nao amantombazane ayaziletha kithi