Ukushada Intombi Osuyikhulelisile | Indaba Yesintu

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 28. 01. 2022
  • Sithini Isintu ngokushada intombi osuvele uyikhulelisile ngoba uthi ufihla ihlazo and Ingane kumele ibize siphi isibongo?

Komentáře • 12

  • @DingiNqaba
    @DingiNqaba Před 2 lety +4

    YHOOOO andisayibaweli incwadi yeMpunga YesiNtu😭

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize2585 Před 2 lety +9

    Lobaba uthatha izingane zakhe uzinikela emadodeni emizi yabantu uvumela ubunuku emzini wake ngokusemthethweni ululaza isibongo namadlozi akubo. Yebo ngiyavuma isikhathil esiphila kuso sekujwayeleke kakhulu ukuth sekuzalwa noma nini noma kanjan kodwa iqiniso lokho ubunuku ukungena esibayeni sendoda ngaphandle kwemvume yamadlozi

  • @christianosobzatwala7093
    @christianosobzatwala7093 Před 2 lety +4

    Uyabona uma isizwe Sikamthaniya nomageba asicoshi indlela yokuphila kumunt onsundu kuyobe kusho ukuthi amathongo esizwe nama thongo ethu awa xhumani kahle emkhathini. Ngoba isizwe kumele sbuyele emasisweni. 'sikhangane siyabonga Nezihambeli

  • @sfisomazibuko23
    @sfisomazibuko23 Před 2 lety +2

    Sibonge kakhulu Sohlaza nezihambeli zethu ngicela ukubuza uma ulobola izingane kuba izinkomo ezingakhi enganeni yomfana noma yentombazane

  • @hildathokozileshezi6117
    @hildathokozileshezi6117 Před 2 lety +1

    Kwakuye kuthiwe uma insizwa izohlawula babe thi iyakwala insizwa
    bethi akalobole nje sekphelile

  • @skhontuli2700
    @skhontuli2700 Před 2 lety +1

    ngathi uBaba lo ofonile ngo 27minutes akazwanga kahle kthi ingane uma unina bekhululelwe before kushadwe kuzo mele yenzelwe ngako malume kthi kumele and ikhishwe ngendlela

  • @sihleshandu7268
    @sihleshandu7268 Před 2 lety

    Ngiyabonga kwakhanya konke nichaza kahle

  • @zusipempopoma215
    @zusipempopoma215 Před 2 lety

    Kuthwani if uzalelwe emshadweni but ungengabiyiyo ingane kahubby kamama wakho, so where do u belong?

  • @nhlahlakhanyi8183
    @nhlahlakhanyi8183 Před 2 lety

    Muhle umsebenzi wethu ningayeki