UNgizwe Ukhiphe izindaba ebesingzazi ngo Dr Khehlelezi kwi
Vložit
- čas přidán 29. 05. 2022
- Ngicela weseke I-Dawud TV ngokuthi u-Subscribe ngokukhokha imali ongakwazi ukuyi khokha.
Uzokwazi ukuxhuamana nami, nokuthola ulwazi mayelana nezinto ezahlukahlukene ezithinta I-Social Media.
Izindaba uzozithola zivutha amalangabi.
To Join click here: / @dawudtvza - Zábava
Azi ukhuluma qiniso umzoh bengilalela izinto eshiwo abantu bemubeka kabi if ulandela ubuka izinto asezenzile cha uyaphila ungumuntu usiza abantu and nami ngyafisa angsize
Ave ngimthanda uDR khehlelezi, ungumuntu uyaphila, uyaphilisa😍
Kuhle uncoma ngizwe umuntu essphila👏🏽
Amen mkhulu DICTIONARY BHANABHAS IYAKHUPHUKA INQGWELA
Wow injalo baba ungizwe yiqiniso elimsulwa. Amen kulondawo
Danke president kuhle ukukhuluma ngomuntu ngokuhle ungagcini ngokukhuluma okubi kuphela
Wawumele bani kahle ukuqamba amanga wawuphapha wenza kahle naye ukhehlelezi wakwenyula usubhibhidla othuvini ngokuphapha nje kukodwa utathanda ukuba unontandakubukwa
👏👏👏👏👏👏
Usebenzile uDr Khehlelezi usebenzile kakhulu uyabonakala imisebenzi yakhe,
Kwande Dr Khehlelezi ngowakwenza nawe Mfoka Macingwane sibonge ukumbonga esaphila udoc izandla zedlula ilhanda
Cha ukhona weNgizwe Mchunu
Benoke nibheke izipho enizinikwa izinyanga. Buzani izinyanga ezineqiniso ziyonitshela ngemikhuba ehambiselana nezipho zezinyanga. Remember this, there is no free lunch. Ngiyema.
True
👏👏👏
Uyibekile ngqo eskhonkosini 🤞
Imali ayiluthezi olunenkume!!!
Kuhle ukungcoma umuntu esaphila hhayi engasekho🙏
Ingabe lababebaxumaxuma kuleviki bakuzwile yini 😂😂😂😂😂
Sybonga dr kay
Ngufakazi nam lapho usizo olukhulu emphakathin or esizweni🤜🤜
Aiyabonga mchunu umuntu obonwa esaphila amen 🙏
Kdw jesu🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣weChunu sagcina ngokwenzan thina?
Qhubeka mkhulu senza imisebenzi emihle
Syabonga macingwane ngeqiniso ume njalo umuntu umuntu ngabantu niphathane kahle njalo
Danko baba that's how I know hin
Abantu abangenzanga lutho ukusiza abantu abahlwempu nge lockdown yibo laba abazonda u Dr Khehlelezi ,nababona kusizwa abantu namhlanje sebejikile usemubi ukhehlelezi Kubona kodwa iqiniso liyokhulunywa imisebenzi nama video aqoshwa ngalesoskhathi
Zishipi😁😅😅😅
Wayesiza wena phela
Ayi thina
Usuyamkhumbula namateku akhe kodwake yena Wan cwaba umdidiyeli sabonga nakuwe nsizwa manjeke imoto ebomvu kwenzenkani
Indumandumane syalibongela ichunu
Syabinga ukuzwa amazwi amnandi
Mkhulu thina Bakwa Nguni sizile kuwe egoli sisengaka kuphuphi siyacela kuwe sikuphuphe
Bexhuma…xhuma😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂uthi wayengaboshelwanga ukudlwengula isalkazi
Uyigwala kanti yazi ngihlezi ngizibiza ngawe. Uyabaleka kanti😂
Ndiyamthanda nyani umzo ueyt kakhulu
Namanje ngisasho abantu mabafunde ukuphahla amadlozi wabo yiwo azobakhomba indlela nomuntu oryt for kukukhipha enkingeni sebathengene manje bancomana babodwa webantu maningafuni kuvula mehlo nizophela ngyema lapho
Chunu kuhle ukungamkhohlwa umuntu ukwenzela kahle uyakwazi ulibeka iqiso lakho
Inkinga esinazo ezwen u Bheki Cele Kanye noh Ramaphosa
Futhi uKhelezi yiqhawe kuhle ukumncoma umuntu esaphila cha uyintsizwa Macingwane
Mchunu
Wawuthunywe uban usuthi wawumele thina😂😂
Angiyena umlandeli wendaba zomaskandi namabhinca kodwa akwenza lapha ungizwe wasindisa isizwe emlonyeni wengwenya ngabe sesiphila ngemijovo njengenkukhu manje
"Nagcina ngokugxumagxuma lapha eNkantolo ngathi ngidlwengule ISalukazi" 🤣🤣🤣
🤣🤣🤣🤣🤣
Nawe Mchunu funda ukuzenzela nawe uke unconywe hhayi ukuhamba uthemeleza ayikho lento yakho, usuphenduke uhhemane nje🤣🤣🤣🤣
Mchunu uzoku freezisa ama eye lashes. Eyokuti abantu babegxuma gxums ngaphadle engathi yena udlwengule isalakazi ing qeda toe
More than R100 000? Lies, lies, lies, lies😁😁
Wazi kanjani wawukhona yini
Bombonga umuntu esaphila
😂😅
🙄🙄🙄🙄short boy ka khehlelezi
Madness
Baze basibanga isicefe bebadala
😂😂😂😂😂
🤣🤣🤣🤣
Kodwa Chunu elihle awuyeke ukuthuka abanye abantu Ephesians 4:29-32,Colossians 4:6.
Ngiphe phela nami izinduku zakho mfoka Mngomezulu
@@jeconiashangase9177 Usho ukuthini we Shangase?
Wena uhambe ufaka abathakathi esizweni sakwa Zulu bese uzibiza ngo Mungameli...baningi abasazo phenduka imikhovu ngenxa yokuthanda imali. Izenzo zomuntu noma zingaba zinhle kanjani azisho lutho uma ngabe inhloso ingeyinhle...mhla kwavela umonakalo odalwe yilo mfana niyo bamba ongezansi
Imuphi lowo monakalo osuwazi ungakenzeki wena . Yekani ukuhamba nizonda abantu eningahlangene ngalutho na abangakaze banenza lutho futhi.
Ningekho nje into ekulahlekelayo wena ngokuba khona kukaNgizwe noK hehlelezi phuma kubona mfo.
@@sbusisogumede7067 sishiphi
@@thubelihlesamkelo2266 weeee kanti nawe uyafana naloNgizwe kanti😂😂😂😂😂
Imikhova nimamela Manga ngaka ubuxoki imikhovu
He is supposedly appreciating khehlezi but he can't help his egotistical uncouth self, uyancoma noma uthukana nabantu? Wayidunga yonke le nkulumo
Uyahlanya
Umkhovu ka mzo 🤣🤣🤣🤣🤣
Uzokuthuka umncunu