Angiboni nkinga mina ngoBhaka Mina ngiyakholelwa kakhulu kuyena Akawakhulumi amanga Engingakusho mina ukth Izinyanga azibambisane zingaqhudelani zihloniphane Koda uBhaka my number one
Ukhusele abantu u king bhaka ngoba kunabantu abakhohlisana nathi kwezinyanga 😢 oko wayenibonisa ukuthi akunamcimbi uzobakho analalela kwenzekantoni ke thina njengabantu abafuna uncedo kuni sonithemba kanjani ke xelela Mina ngilalele🤐👂🦻
Hayi hayi hayi, uBhaka unveza obhala ukuthy nizidomu. Namanje ysazikhulumela lezizinyanga ezihlulwa ukuzihlolela zona, ay cha! People will never learn.😴
Umlandeli wakho uzothini, ngeke asho lutho but uzobona ukuthi nidlala ngabantu, uBhaka uqinisile vele nizigebengu, uhlushwa yini uma ungasiso isgebengu, u r afraid that abantu obaqolayo bazovuleka amehlo. Phambili King Bhaka, expose these scammers, we r tired of them.
Ngyabonga 🙏...Yaz waz wakhulum kamnandi..and wamtshel into eyqiniso.......King bhaka indlela akhulume ngayo ngezinye inyanga uhlulekile...wafuna silokhe slalele yena......thina sabalandel benye inyanga..and lenyanga okuyiyo ebeytalabha kakhul......kodwake akaqhubeke neynkulumo zakhe...thina balandel balenyanga yethu sohlezi sinayo.......ingakho ngingamthandisisi umuntu oneDrad..
Ngike ngasho ukty uBhaka akakethule indaba yokukhipha izimfihlo asiyfuni thina ayenziwa lentayenzayo izngane exisakhula zizofunda sfundo sini sokty mawthintene nomuntu kmele khiphizndaba ezenzeka nisazwana ai angkboni mina kuyinto ephusike leyo akutarajwane nje kodwa ai ngokukhipha izinto ezngadingi wena
Angiboni nkinga mina ngoBhaka Mina ngiyakholelwa kakhulu kuyena Akawakhulumi amanga Engingakusho mina ukth Izinyanga azibambisane zingaqhudelani zihloniphane Koda uBhaka my number one
Sibalukhulu waze walikhuluma iqiniso ngalo King Bhaka, ufuna udumo ngani, ukhulumela futhi, akalaphe abantu bakhe ayeke izindaba, uyaziphosa kuyo yonkinto, ezeyngozi zomgwaqo uye, oma Mkhize uye, o Kheli Khumalo zecala uye, akavale umlomo lo Bhaka ukhuluma TOO MUCH !!!!!!! o Mabalengwe uwe Bhaka......
🤣🤣🤣🤣👏👏👏👏
😂😂😂😂Yoo yaz nje sikhathele umsindo
Lapho uyena King ndini usezogcotshwa manje as the king haiy bandla ufuna udumo nangu muntu
😅 😅 Bft mvumeni bhaka asina choice. Bft yini wrong ngokhuluma iqiniso?
U Bhaka uyanyanyisa ngalento yokukhuluma njalo
Khuluma elihle qiniso Dlamini phannsi ngamagama abantu
Walikhuluma iqiniso dlamini mina angisawalaleli namavido akhe ngoba awanginiki isifundo uma ekhuluma nje noma engasakhulumi ngezinyanga ekhuluma nangamacala abantu angimuzwa nje ukuthi usuke ethini uyamemeza enjalo🤞
Wenza kahle u king bhaka awaveze Obala lamaqili baphelile abantu iwona
Kuphele wena awukaboni lutho mfana usazobona ngaloking wakho ukuthi uyin kahlekahle
Awu dlamz ngaze ngayithanda ivoice yakho indlela okhuluma ngayo ikhombisa ukuchasuka yisilima ubhaka ngoba ufuna ukuduma ngokushaya abanye abantu .
But truly speaking kunezinye izinznyanga zidlala ngathi ngaqolwa R10000 yoke with no help 😢
Ukhusele abantu u king bhaka ngoba kunabantu abakhohlisana nathi kwezinyanga 😢 oko wayenibonisa ukuthi akunamcimbi uzobakho analalela kwenzekantoni ke thina njengabantu abafuna uncedo kuni sonithemba kanjani ke xelela Mina ngilalele🤐👂🦻
Dlamini ,Sibalikhulu ,siyabonga onendlebe uzwile ...
Sekuyisikhathi sokuthi king bhaka wehlise ukuba kulive ngamagama abanye abantu please hlonipha ezinye inyanga zyakuhlonipha
Singopopayi thina sesixabene mzimba uthi Singopopayi, uBhaka uyasivikela kini niyasixhaphaza
Uqedile Sibalukhulu✔🤝, iqiniso liyadingeka kumuntu👏.
Siyabong Baba wakhuluma kahle lobhaka uyathanda ukubukwa
Siyabonga baba Dlamini khulandoda bayobamba kude
Siyabonga bab Dlamini skhathele njalo uKing Bhakahayi cha
Siyabonga baba hayi sesikhathele nguye yin amlandele kangaka kahlen niqeda isithunzi sokwelapha
Dankie Dlamini syabonga mfethu syabonga bhuti mhlampe uzokuzwa
Ey baba wakhuluma sibonge 🙏 ukubavula amehlo nabangaboni, engathi bangafunda nabanye
Sbonge Dlamini omkhulu sbalukhulu 🥰🥰
Ukhulumela safuty enjalo nje lobhaka wenu syabonga ukukhuza Dr dlamini khuzumona bo
😂🤣😂🤣 "nami ngiyobe ngikhona edamini ngphethe umakhandakhanda" 🤣🤣🤣😂
Yhooo hay siyabonga baba uyacika uking baka bandla ingati ziyamoyika ezinye inyanga ndibulela ekhona umntu ozomxelela iqiniso
siyabonga dr dlamini iqiniso umsebenzi wokwelapha engathi ningawuhlonipha lento yokuthi kuyagxakwa sigcina sididekile
NAM DLAMINI UBHAKA UYANGINYANYISA UTHANDA UKUKHULUMA KAKHULU YAZ ONOKUGXEKA UMABALENGWE LAPHO UMABALENGWE AVE ENGAMNAKILE KANJAN
Yaay Kade ngimdinga umuntu ozophendula,ubhaka ngoku shaya izinyanga egadla,Mina into engiyi bonayo udliwa umona kakhulu lomuntu,uma efuna udumo makame kancane ngoku gxeka use zenza unkulunkulu wezi nyanga nesizwe
uKing Bhaka akafuni nyanga eqola bantu wena mawenza kahle suka endleleni yakhe
Ok siyakuzwa lokho yena akacholi yin ngalendamu lakhe ongalazi ukuthi lafika kanjan lapho ehlala khona futhi linani phakathi kulendamu ngoba kwanwe awazi ukuthi kuhambani kuledamu
Dr Dlamini uqinisile kuncono ngoba uboniswa wuzakwabo ngoba ukube kusho umuntu ongeyona Nyanga bezophendula ukuthanda kwakhe
Awungiphe inumber yalo khuluma ngemuva lapho Mr Dlamini 😉
Ngizwela umfazi ohlala naye yeyi iyakhuluma nayi inyanga tjo amagama abantu ukudla kwakhe
Unga phinda ulisho
Strong futhi unenkinga lona kuyovela ngelinye ilanga
Some where ubhaka uyasinceda ezinye I yinyanga ziyagqilaza gqagqegqi gqilazeka kodwa hayi bonke abanye bayagqilaza 🤣🤣🤣🤣🤣🤣yheee king 😂😂😂phezukwabo ungabayeki aba bagqilazayo mabenze oku yiqiniso baye e udlalangathi bayazazi a bagcwele umdlalo haaa bee ishuuuuu🤣🤣🤣thatha baka thatha🤣🤣🤣
Uyokusho Nin okurong ngaye naye uyafana nje nabaanye,usecasha ngabo
Sibalukhulu makhulu lamazwi akakhuzeke umfoka Nzama akangagiyi ngethambo labafwabo
Ungazincengeli Dlamini ulokhuthi "mfwethu kancane kancane King bhaka " 😂😂😂🤣uzokuboka ubhaka mudlala ngabantu Phela ubhaka akafuni ngabantu 😂😂😂😂
Uyamesaba ubhaka uyamuzwa nje ukuthi uyazincengela
Ai noDlamini yamsaba Bhaka uloku ehlekubala useyammema fty unobxokana uloku ety mina akangitalabhi kakhulu ulokuty mfethu
Iqiniso lilonke uma uyindoda kunezinto ongazenzi nongahambi uzikhuluma ngoba usuke uzihlonipha isthunzi sakho sokuthi uyindoda ngiyabonga dlamini ukuthi ukhuze babu Bhaka ngiyacela awubuyele ebudodeni ubeyindoda eqotho enomndeni sekwanele yekela abafowethu nobhuti nobaba besebenze ngendlela yabo ngoba abamile endleleni yamuntu ngiyabonga ngingowase mnambithi ngisegoli ngokwedolobha
Wayibeka Baba iqiniso lelo Uma anengcondo esebenzayo uzokwehla kodwa Uma angukhanda limtjela okwakhe ngeke akwenze lokhu
Yebo Mr Dlamini fundzisani lo Bhaka atati tintfo langatikhuluma emkhatsini webantfu noma asitjele kutsi sekusebenta lelidamu asekasiyekele lo Bhaka yooh emaciniso akho sesi right bhuti
Hayi ucedile mntakababa umuntu akabheke izindaba zakhe ayeke impoxo azenze ngcono kunabanye
Sisacela nislaphe bomkhuluuuuu pls siyanicela abantu bahluphekileee kakhulu
UBhaka kade waqala ukufuna udumo, ngabanye abelaphi bendabuko. Ekubeni naye enokwakhe nje ukuba usduma ngabanye. Anisiyeke weBhaka sizoya lasfuna khona🤞ayikho inyanga ezincomayo nezivumayo ngenxa yokulapha iylonda nje😄😄
#Qhe niyile yini lapho ebenithi nizoya khona ngey 30 September😂😂😂😂
Hayi hayi hayi, uBhaka unveza obhala ukuthy nizidomu. Namanje ysazikhulumela lezizinyanga ezihlulwa ukuzihlolela zona, ay cha! People will never learn.😴
If uyibonile before why ungenzanga I video and stop ukucola abantu nge airtime
You was supposed to tell people ukuthi people stop voting khona into engayiboni kahle imani ukuvota wena uyotshela uBhaka
Ngity mina akashaywe ngaleyompahla
Syabonga Dr Dlamini inkosi ikubusise
Anishayani ngan ngezulu weynyanga yeynsuku zokugcina nilokhu nilwa nedata
Ufuna lona leli elshiwo mzimbokhalimali lokuty ngyakuhlonipha ekben ugibela emakhanda enu sefuna kwenziwe njn sengaty Bhaka wazalwa esthenjin akekhumuntu okhuluma kangaka
Syabonga dlamini hay uyakhuluma lomuntu waka nzama ngathi umuntu wesfazane
Wabeka sbalukhulu🤭🤭Deep down ngilinde impendulo ka Baba u Dokotela
Uqinisile baba ubhala uyrdelela uveza izimfihlo zabantu bengamcelile bazombophisa ngelinye ilanga
Kodwa uKing Bhaka uyasivula thina bantu amehlo kunalezipesheli ezenziwa zinyanga ubuqola lobo niyadula futhi, yini uma nizethemba ukt imithi yenu iyasebenza ningathi akuze 20 yabantu bazolashwa mahhala bese bebuya bezokhokha uma umuthi wenu ususebenzile nifune leyo mali yespesheli ,angithi nizinyanga wabaleka umuntu nimbuyise ngomuthi wenu
Zonke nje lenyanga zika youtube amaqola
Ay syabonga dlamini
Nawe Dlamini musa ukubiza abantu ngopopayi
Abakhothamela ubhaka ngokungazi lutho ngobhaka bopopayi
Noma ungathin webaba asisanethembi niyaqola vele
Nami uyangidina nje ubhaka izinto azenzayo soloko ukhehlelezi khehlelezi ngokomqondo mncane kakhulu akakhulile
Wena udinwa umuntu okvezela amaqiniso, lezizinyanga ziphenduke ihlaya. Zihlulwe ukuzihlolela zona, Ngingazithemba kanjani nje mina. Kusho ukuthy namanje wena ungawkhipha u R1 000 000 uthenge isgubhu.
No but Khehlelezi wrong yaqola akuzibe after that uryt Bhaka
U rite Sibalukhulu.Muntu akenze into yakhe angagiyi ngabanye
Ey wasenza lowanifundisa u CZcams Nina zinyanga 🤣🤣
Ey unesdina manje uBhaka ukhulumela safuthi🤞
Akananhlonipho u Bhaka yalahlekamhla ajola no kelly Khumålo
....uBhaka uvikela umphakathi...zidliwe izmali zabantu ethekwini..kudlalwa ngabo qede basatshiswe...uBhaka akanihlale int encane ngempelak manje anganiyeki.😅😅😅😅
Umlandeli wakho uzothini, ngeke asho lutho but uzobona ukuthi nidlala ngabantu, uBhaka uqinisile vele nizigebengu, uhlushwa yini uma ungasiso isgebengu, u r afraid that abantu obaqolayo bazovuleka amehlo. Phambili King Bhaka, expose these scammers, we r tired of them.
U king u ryt nda scammed r 10000 fake izinyanga
Shayanani ngemithi sibone ukt ngempela niyizinyanga niyeke ukulwa ngemilomo nibanga umsindo ongekho
Yazi wakhuluma impela. Ake akhuzeke lo Rasta owubhaka uyantwanaza impela ayikho inyanga eyenza lamasimba lawenzayo
Yaz xem I don't believe in SANGOMAS and Nyangas. But xem ukhulume Kahle baba. Nice speaking
Yah uze ubone kuthi ubunyanga babulanda abuzanga kubo bahlulwa ukulapha bantu bagijima baya ku online scemer
Angibonge Mkhulu Dlamini ukukhuza inkosi ikubusise. Bhaka ngane yami khulake manje😂😂😂
ngowakaNzama ngiyaqala ukubona umuntu wakithi okhuluma kanje usyazi. Akufanele mawuwumuntu wazi yonke into
washaya Mr Dlamini👏👏
Qinisile Sphelele
Ngiyabonga mina uma nizehlisa nimtshele futhi uking bhaka ugadene sezinyanga yena wonku muntu uyaba nephutha yena ubani okhuluma ngaye
Kodwa niskemeka kanjani nizinyanga msnihluleka ukubona Izinto ezingalungile kunina nizibona kanjani izinto eziyizinkinga kwabanye abantu
Uthe ubhaka wemadoda akdlalwa la.🤣😁😁🤣
Avubathanda kodwa abantu syabonga waze wakhuluma kahle 🙏
UDlamini akakhombisi ukungakhuli kwayena, akahlukile nobhaka. Yini engafoneli ubhaka ngoba bayaxoxa asho lento? Uma kukuthi ukhulile ngomqondo ngabe uyaz asikho isdingo sokulokh ekhuluma kanje ngoba aksizi. wazehlisa isthunzi kwayena elokhu ezokhuluma kanje. Angizilandeli izinyanga kodwa khona lona okthiwa ubaba udokotela yena yena bathini ngani, futhi yini belokhu bethi bangcono kunabanye? Vele isidingo sezinyanga asisekho, ubobona ngoba zigadwa ngenhlokohlela zezibhamu zibe zithi ziqinisa abantu futhi zinomuthi othi thi.
Hayi wenza kahle akhulume lana ngoba no Bhaka ukhuluma lana and besingasoze siyazi ukuthi wezwa ngoDlamini ukuthi ayikho lanto ye Events
Kodwa uoudelela uoubiza Abantu jgopopayi okudhi ukuthi nawe uwupopayi Kodwa vele izinyanga zithanda imali yabantu ziyizigehekgu nje Zonke ngeke nje uye enyangeni ingakutsheli ngezidalwa nomsamo ongalujgipe zazi lokho nje uqinisile uking bhaka Noma zithi wazalwa wembethe okunye azazi lutho
Waze wahleka yazi uyangihlephula mauthi uyinyoni 😂😂😂😂😂😂😂bahlephule bhaka baya scammer.😂😂
Dankie sibalukhulu umuntu akaphushe brand yakh lent eseniyenz nw nilingisa maskandi bethukana
Uyabhora ngempela ubhaka angazi ungenwe yini
Wena Dlamini ungumqaphi kaBhaka, pho wawungaphuni ngani uma lento wawusuyibonile? Musa futhi Dlamini ukubiza abantu ngopopayi
Ningo popoyi mani nilandela msangano
Niyizigebengu nonke.
Nibaqedile abantu.
Siya bonga mzimbukhalimali ngoba awulwi Mara uya lungisa kungonakali aku phakame umsebenzi umutu aveze nje umsebenzi awazio sizo sizakala
Sbonga lapho umuntu akalaphe nje kuphela hhayi lokuzenza chono komunye umuntu kanti nawe udinga ukusaphota ngabantu phansi ngodlame kin
Kubo King abaqoli babantu.Sebesibiza ngopopayi kuba iqiniso liyababa.Phambili King expose ezinyoni ziqola abantu.Uyasazi isikhathi sokuhlala endumbeni yakho usize abantu.Yonke into inexesha layo.Haaàa
Bazi kahle ukuthi bantu bafunani benzani futhi amaxola bayawabona nje andinge kutshelwa ngu king Naye eyichola
uyabheda u king bhaka ngoba uvusa abantu ukuthi bengadlali izinyanga zithi zibanika izigubhu ngoba zona zenza mali ngakho ukudlala ngabantu.uze athi uma kunenyanga enesigubhu ayphumele obala yena ayipruvele ayikho leyonto. zizo scam bani muveza amaqiniso? xegisa Mfoka NZama
Umshaye akazi lutho
Yeah wamtshela ngoba ubhaka ngeskhathi egxeka nini yena abantu baya ngokumthemba bazoshana kuyena nina banithathe ngabantu abangazi lutho ngoba vele niyamyeka ubhaka
Watshela ubhaka pho uscammwer kanjani 😂😂
Bhaka wani yena lowo sihlama lesi
Hlonipha letinye tinyanga Bhaka so that nawe utohlonishwa. Phakama ngokwelapha hhayi ngekunyundzela bobabe bemindeni yabo. Muntfu ngumuntfu ngalabanye bantfu! ❤(Mpumalanga) hhayi kabi babe
Fokofo 😂😂😂😂 mina ngisuke ngiyozihlekela ubhaka uyasichaza lowa muntu nidlalile ngathi zinyanga ngemali zokugcina bhaka phekwabo onyanyayo fokofo kwayena 😂😂😂
Ukhuluma kakhulu lobhaka wabo. Akayeke ukhuluma menamandla akakhuphule izulu emeni kuke kushaywane ngalo ayeke ukupepereza
Ngempela ubhakha akakwazi ukmaketha umsebenzi wakhe, oknalokho ufunwa ukthandwa ngamagama abantu nje kphela
Ngubani lenja ithetha apha
Wabeka baba iqiniso 🤞 ubulala isithinzi senu nonke belaphi
Nyanisile bhuti asisa thembi kwanyanga ngoku ngedlela nithetha ngayo singaba lendeli benu
🤣🤣🤣🤣 Konje ubani upopopooohhh 👏🤣🤣🤣🤣
Baba uqonda nqo ogwegwesi,iqiniso
Yobe ayidle ishiyele .
Ay Sibalikhulu Aya ngichazwa ngoba uyakhalaza kodwa u kukhala za kwakho okwendoda awukhalazi ngenzondo kodwa nanivotelwa ukuba njani wezinyanga zakithi mina kwakungidida lokhu kuvotelwa kwenu. Ukuthi nivotelwa uma kwenzenjani. Ayi Nani niyaganga
Babheda bonke laba ayikho lento yalezinga mina nje khona engingeke ngimusho wathatha u 20 000 wami mahhala ngifuna ibhande lasekhasino ei
Inkulumo yakho ibisahamba kahle impela yavele yatsheka lapho usubiza abantu ngopopayi.
Uzwa nje ulimi ukuthi eyangakakithi lensizwa... Waybeka mfwethu
Anisho ngani uikuthi bhaka
Wazewakhuluma wayibeka iyezwakala indoda yenza kanje hayi lomdlalo wokuhambukhuluma
Into oyishoyo Dokotela omkhulu iyezwakala - futhi wonke umuntu uyasizwa isikhalo sakho. Kodwa-ke mfokaDlamini sengathi uphaphalazile ngokubiza abalandeli baka King Bhaka ngamaphara. Kodwa nkos'yami, ukubizwa ngamaphara pho 🤣🤣🤣
Kanti nezinyanga sezingama brend wow