Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Siyabonga BAKHOKHELI be Nkosi Nkulunkulu wethu Nyazi LweZulu lase Zulwini nase Mhlabeni
Syabonga kakhulu sithola imvuselelo kule ngosi (OLwethu uNyazi)
awu abakhokheli benkosi ngabusiseka syabonga mthetheleli wezoni Nyazi lwezulu
Ok
Kumnandi ukuhlala eqinisweni
Nkosi sibheke usikhumbule
Mmm ntwana uNomusa cc weQadi
Akubatshazwa akubatshazwa okukhulu kangaka awu suka nini madoda ngikhumbula ku25 ngiseyinkosazane yoThingo aybo
mama wami aw kdw Nkosi ikubusise
Lebandla liyolungiswa abafazi ngyabona ngoba inhlalsth ithule kuhlushwa inkosi
Asihloniphise baba uSkhahlane, sithi liyolungiswa ingudlungudlu okuncono. Nenkosi yethu uNyazi ayibabizi (ngabafazi) ngoba igama eliqojeme leli. Elamukelekile elengudlungudlu, noma ujamengweni. Hhay kabi baba Skhahlane, ngiyabonga.
Igama lesizulu leli akuyona inhlamba le
@@sphaskhahlane903 cha akuyona inhlamba mtakamkhulu iqiniso lelo. Kodwa isizulu esiqosheme esontweni. Noma benikwa inkonzo, akushiwo ukuthi inkonzo izophathwa abafazi namhlanje. Hhayi kambi mfwethu, asilingise ubaba wethu uNyazilwezulu othi, ingudlungudlu. Ikakhulu la kusenkolweni yasezulwini, hhay yesizulu. Awunaphutha baba, ukuthambisa nje ulimu lungaqini kakhulu esontweni, mntano Nyazilwezulu AMEN
Isihlabelelo 13 kubhalwe kuthi njengalomfazi wasesamariya kusho uShembe wabhala isizulu esingafanele esontweni uma befika kuleyoparagrph kumele bathi njengalengudlungudlu yasesamariya? Mina angizwa awuyichaze lento yakho,
@@sphaskhahlane903 sengicela ukuhoxa mtakamkhulu, kuyacaca uthatha sengathi siyaqophisana kanti akunjalo. Hlambe ngenziwa ubungane, ingakho ngisaba ukubiza omah ngabafazi. Noma kunjaloke mfwethu, ngicela uxolo kuwe sengiyeka kanjalo nje, yobe.
Nizosha Nina uma ningaphendukeli kuJesu oyiNkosi
Ukuphi wendoda lowomuntu nghlez ngizwa ngaye
Hawu sekuwuwe umahluleli wanenhlahla boh siyeke thina saboNyazi akukho ozokusho noma ongakwenza okosisusa kuShembe uNyazi Lwezulu
awufunde umathewu 15 verse 22 to 26 uma umuqeda ubuye kimi
Kaz nimphemdulelan nje koda. Syeke sishe we nganyakwethu...
In the name of Jesus, I cast out the demons of idols in you