Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Uze ungikhumbule Nyazi lwezulu nami inhliziziyo yami ingcine ivumile ngimlandele uNkulunkulu waseBuhleni kanye nomndeni wamuhle 🙏🙏
Ameen olwethu unyazi abangaluthandi unyazi sicela bayeke uku cofa udislike thina bonyazi siyaluthanda
Shembe is the way to life.
Angiyilutho ngaphandle kwa shembe unyazi olwethu sonke ngenkan
Lashaya iQadi!!!🙌👐
Awuh Nkosi Bhala uyigagu
uyashoo uJehova
Iciko👌
Siyabonga Dlakadla mfowethu ngeNkonzo uShembe akukhulise nsizwa yeZulu😊🙌
AMEN, siyabonga infundiso . Xola Baba kabayazi into abayenzayo.
Sicela uphile isikhathi eside NKULUNKULU wethu Baba NYAZI Lwe ZULU siyakuthanda baba wethu futhi wena baba wethu UMUHLE n' uhlabelela kahle
JEHOVAA WETHU LO ...
Laba abangathandi uNyazi, abayeke ukulokhu becofa isithupha esibheke phansi, siyeke silandele uNyazi Lwezulu thina, buka amanye amavideo akini usuke kulawa.
Kunjalo Mlotahwa. Umuntu ongasonti eBuhleni, angabuka nje methanda, kodwa angaphawuli ngoba, vele akasonti khona. Kwaloko kubuka, angazi ubukani engabe ubuka okwakhe ayeke uNyazilwethu phansi.
Ngyabonga mfwethu, umuntu uma engayithandi into uyaphuma kuyo... angazi ukuthi abantu bayophendula bathini ngomhla wokuphela kuBhombela.
S Mlotshwa ongamthandi uyoze amthande wemtaka Bhombeka ngiba uye uye amen
Olwethu uNyaz lwezulu
Siyabonga Dlakadla 🙌
Siyabonga mft ungadinwa ukusipha lezizinkonzo .ayi shembe sikhumbule noma sinje
Syabonga nge video ewu uuuuuuu yashuba inkonzo
Shembe NyaziLwezulu ngembese ungithande mina kanye nomdeni wami (Hammarsadale , Cato Ridge)
Nkosi yamakhosi Nyazi lwezulu uze ngkhumbule baba mna nomndeni wami
Ushembe mkhululi weziboshwa ngikhulule nami
👏
Asiphatheni kahle ndlu ensundu sihlonipheni lomkhumbi ka Bombela yosamukela ngomhlawuphela.
Syabonga mtanenkosi olwethu uNyazi ngaphandle kwalo asilutho
Yaze yahlabelela kamnandi iNkosi yakaBhala ngavele ngahlengezele iynyembezi -Wozanin webadingi wozanin webasweli nina eniswele leyongubo yokwembesa umphefumulo
Hamba Nathi Mkhululi wethu
Zasha kubefundis koda hayi bonke Nkos nyaz lwezulu
Ngthi mina bonke bayasho onezindlebe akezwe
I Phila Mthethwa ask to love you SHEMBE.
Angiyithandisisi into enziwe inkosi uBhala ekugcineni...
Siyabonga
Shembe sikhumbule nkosi
Eyi iNkosi yaMaqadi yakhuluma into eyinkinga le yokuhlabelela noma yini enkonzweni. Iziphathimandla zibalekela amandla azo okugcina izimiso nemigomo kodwa bagxila kakhulu kwimibono nezincomo ezingaqinisi umgogodla walendlela kaShembe asibizela kuyo.
Lizwi Mvundla
Babasibong ukuthandw nguwe Nyazilwezulu nomnden wam.
Zamnandi lezindaba