SXHOBO MPUNGOSE PART 2-UKUFIKA KWA MJIKIJELWA,BONAKELE,TAKK STUDIO,UKUDLULA KWENDIDAN ,TSHATHA ETC..

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 15. 01. 2023
  • PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
    IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
    WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
  • Zábava

Komentáře • 110

  • @victorcebekhulu1926
    @victorcebekhulu1926 Před rokem +24

    Yonke lenkulumo still proves I bhova was a king

    • @user-ox7wm4yp9l
      @user-ox7wm4yp9l Před měsícem +1

      Very true he was the king and still is even after he died in 2009

  • @GcinohCele
    @GcinohCele Před 9 měsíci +3

    Amanga kusho ukuthi into yakaMpungoso, Tshatha wachemile nje

  • @ngubanembomvu2962
    @ngubanembomvu2962 Před 2 měsíci +2

    Ngumlandel kaMgqumeni but second time ngibuka le interview ey so professional uMpungose experience inkulu kakhulu

  • @phakamanimadinana923
    @phakamanimadinana923 Před rokem +2

    SYABONGA KU PERFECT TV✔👌

  • @oupatshabalala6060
    @oupatshabalala6060 Před rokem +2

    Thanks perfect tv woza nazo njalo mnganam

  • @lunganiqhubeka6825
    @lunganiqhubeka6825 Před rokem +5

    Uyangichaza wemaNqele ngemibuzo yakho amjahi kodwa umbuza iqiniso muhle usebenzi nkunzi yami😍😍

  • @siphosenkosimichaelmtolo5522

    Perfect BabuKhuba, up Ndidane up

  • @maskandinews9358
    @maskandinews9358 Před 9 měsíci

    Best interview ever. Siyabonga kakhulu ngalombukiso yeyi yazi nami lendoda bengingayazi ngokuyibona ngamehlo and bengazi ukuthi wayephethe uMjiks kuphela kanti ne Ndidane yayingaphansi kwakhe....umlando omuhle lona. Siyabonga kakhulu.

  • @sbongiseni_diehard
    @sbongiseni_diehard Před rokem +2

    Siyabonga bakithi kwi perfect Tv kuningi esikufundile

  • @siphosenkosimichaelmtolo5522

    Mpungose you are the BEST

  • @SiphesihleDlamini-y9y
    @SiphesihleDlamini-y9y Před 23 dny

    Up ngeNdidane up wathwasa maqede wathwasisa igobela wakho .abadize nabo

  • @sfisomkhize3345
    @sfisomkhize3345 Před rokem +1

    Uyinkunzi malanga Babu mpungose🙌

  • @mandlakazizuma4697
    @mandlakazizuma4697 Před rokem

    Yamnandi unkulumo manqele mfwethu baba gawozi syabonga👏

  • @mlindomasikane4100
    @mlindomasikane4100 Před 2 měsíci

    Ngikbona konke nje ngth syabonga kwi perfect TV ngikhule ngilandela amageza nomgqumeni ngimthenga bonke nobhekumuzi nosomnandi wawumnandi loyamdlalo...an sacela mfw2 lokhukhuphuke njalo ngaloshun womlando ngiba bengsemancane angaz kwakwenzekan kodw ngyzwazumculowabo njeng 95'th nje ngybaz khulengabo syabonga kwi perfect tv

  • @injebomvu
    @injebomvu Před rokem +4

    Cha akathathe Mina uMpungose ngishaya into ethe ukuhluka kancane

  • @philanikhumalo4951
    @philanikhumalo4951 Před 2 měsíci +1

    Wayefa ukugwaza lo baba.

  • @sbusisoqmbhele3665
    @sbusisoqmbhele3665 Před měsícem +1

    Yonke kenkulumo isavuma ukuthi uMgqumeni wayeyinkosi futhi ebamise kabi.

  • @lindasithole5962
    @lindasithole5962 Před rokem +1

    Umdlalo wawumnandi siyafisa ukuthi baba Mpungose ukuzame nakwamanye ama genre womculo.siyabonga

  • @Jonhywalkerchonco590
    @Jonhywalkerchonco590 Před rokem +2

    Siyabonga ke ukusilethela Mpungose ezochaza nge Ndidane ayi ngabaculi asebenze nabo.. Sicela niphinde nimlandeke ezochaza ngo Mjikjelwa ke manje ngob phela benisbizele Mtshengiseni😏😏

  • @vincentjabulan1212
    @vincentjabulan1212 Před rokem +8

    Ngyaythanda ke lenhlobo ye TV okdlula la amanye ahlezi esitshela ukthi ubani osetalabhe bani, isdina nje sento eyenziwa ilama channel asegcwele manje.. thank you bafo

    • @24sevenrecords51
      @24sevenrecords51 Před rokem

      Kuhle kakhulu bazofika bebuke la, bese beshintsha bethi u Sixhobo Mpungose uthi uNjencane uyena umphathi wamageza. Bese besho ngeyabo indlela

    • @nonameupfill1568
      @nonameupfill1568 Před rokem

      Le nsizwa Yale Channel uma ingaphusha ngokusenzela into echophe Kanjena izoya kude ay ukufaka izihloko ezingasile like ubani usetalabhe ban doti muni lowo up weMft

  • @mduduzicharlessbiya5655
    @mduduzicharlessbiya5655 Před rokem +4

    Siyabonga bafo kodwa Sicela uyeke abo part one part two

    • @24sevenrecords51
      @24sevenrecords51 Před rokem

      Ngibona ngathi uma kungabi njalo izoba yinde kakhulu kube nzima ukuyibuka ize ifike ekugcineni

  • @sthemaz1175
    @sthemaz1175 Před rokem +3

    untshatha wayecheme namageza akekho ongakwazi lokho kwalamula ukufika kwechunu emsakazweni

  • @thulaniroy1042
    @thulaniroy1042 Před rokem +3

    Asbonge Gawozi, cha you are very strategic when it comes to marketing 👏👏

  • @sithazulu4551
    @sithazulu4551 Před rokem +3

    utshatha wayecheme strait yiqiniso elingephikiswe.

  • @siphosenkosimichaelmtolo5522

    Ndidane & Sxhobo best combination ever

  • @siphelelepercivalngcobo8585

    😂😂😂😂😂😂😂 o Producer

  • @siyabongachili94
    @siyabongachili94 Před rokem +1

    Ay leli khasi liw sure case niqhubeke njalo bafethu muhle umsebenzi siyabonga

  • @MenziDlamini-im1oi
    @MenziDlamini-im1oi Před 2 měsíci +1

    Waye chemile utshatha

  • @zinzimfundisi9199
    @zinzimfundisi9199 Před rokem +2

    Wena Sharpad you make sure that ifaka Ibhova even kubantu engabe bachaza ngeNdidane n you make sure that you tarnish the image of iNdidane

  • @charlesximba6970
    @charlesximba6970 Před rokem +1

    Unjiniyela waseTakk kwakuwubhutikaThuthani uBetty Ndlovu okuwuyena owagcina efundise uThuthani ukuba wunjiniyela.

  • @Ushuniwokiss
    @Ushuniwokiss Před rokem +1

    Okuhle kuyabongwa Perfect TV nakubaba uSxhobo 🙏

  • @lingomsoinga9354
    @lingomsoinga9354 Před rokem +3

    Mxm uyaxoka wena vele nanidiza emsakazwen ngba nifuna ukucindezela uMgqumeni

  • @zakhelendulini3835
    @zakhelendulini3835 Před rokem +3

    Cha ubabu Mpungose usanabukelisa kanti into esiyadlula akukhulunywe iqiniso abasekho bonke nje bakhona ababechemile yiqiniso lelo

  • @syabongangcobo9215
    @syabongangcobo9215 Před rokem +4

    Ngicela umnikeze Jaiva Zimnike Duyaza ngyakhala ngaleyankunzi Marketing yakhe ayikho kahle kant Inhle kakhul ingoma yakhe ngyacela Bhuti 🙏🙏

  • @sizwematchesdlamini8310
    @sizwematchesdlamini8310 Před rokem +2

    Sxhobo mfoka Mpungose wasiza kakhulu 🤝🏾🖤 nge Chalaha
    Umculo uyawazi lobaba

  • @zandilekhulu1934
    @zandilekhulu1934 Před rokem +2

    Vele isginci kumele uzishayele mfoka Manqele babheda ngokungabi nabo oProducer laba

  • @AllyGega
    @AllyGega Před 9 dny

    Inkani zaziphela emarket😂

  • @SiyavuyaMdlophane
    @SiyavuyaMdlophane Před měsícem

    nidlala ngo Nyambose nina 😅😅😅😅😅😅

  • @njayibhoza
    @njayibhoza Před rokem +1

    🙌🙌🙌

  • @sithembisomthethwa5236
    @sithembisomthethwa5236 Před rokem +1

    Ngikhumbula kahle uTshatha emisiwe kthiwa akayanga kwi Nyusi Volume ngo 2006. UVusizwe Langa no Ngizwe babeqashelwe ukugudluza uTshatha ku Sgiya Ngengoma behluleka.

  • @mlulekizuma8228
    @mlulekizuma8228 Před rokem

    Mxii

  • @pottersngwadla1195
    @pottersngwadla1195 Před rokem +3

    Inkulumo kababa uMpongose isachemile namanje Kanti phela labantu abasekho bobabili abasekho ngakho kumele abanolwazi ngabo bakhulume iqiniso elimsulwa ngabo.

    • @mjakadash1159
      @mjakadash1159 Před rokem +1

      Inkinga ekushayayo ukut wena ufuna akhulume into ozoyithanda ngokuthi a support iqhawe lakho..inkinga ikuwe hhay kumnikazi we story

    • @africanchildafricanchild2061
      @africanchildafricanchild2061 Před rokem

      Ikuphi okuliqiniso ngoba Wena ngathi uyalazi

    • @mzdl2795
      @mzdl2795 Před rokem

      Ntulo uNgcobo and akasekho asikho isidingo sokumfaka

    • @zweNgwekazi1-gv9ju
      @zweNgwekazi1-gv9ju Před 2 měsíci

      Ikuphi Kani enikufunayo Nina nifuna athi umgqumeni ubengenhla yozani nizosho nina

  • @kheswa19
    @kheswa19 Před rokem

    Ave ngimkhonzile ubhuti uMpungose.

  • @buhlemdlalose9543
    @buhlemdlalose9543 Před rokem +2

    Engani okaMjikjelwa akawuvezi😥

  • @Allinonemediaproduction

    Phakamisa u Mlabalaba

  • @mzamongubane5203
    @mzamongubane5203 Před rokem +1

    Udaba lwe Fortuner 😂😂😂

  • @simisomlotshwa4770
    @simisomlotshwa4770 Před rokem

    Eyiphi leyo ngoma eyabophisa amageza umtshengiseni

  • @sthemaz1175
    @sthemaz1175 Před rokem +1

    11:00 babedelela ngaleyongoma kanti ubani idlamanzi usxhobo akakhulume iqiniso

  • @gri-nkontofarmland.4620

    Udaba lokuchitha imicimbi yabanye kkkkk

  • @tshepokumalo5592
    @tshepokumalo5592 Před rokem +1

    Bekungaba kuhle usphe ephelele

  • @njabulojeffrymthembu4927

    Mr Perfecty tv plz ngisacela ulande noMalume kaMgqumeni uKhaya Mseleku lona wafundisa Mgqumen noMuhle Khuzwayo isiginxi

    • @perfecttvsa7051
      @perfecttvsa7051  Před rokem

      I number yakhe inkinga 😢

    • @xhekechiyi501
      @xhekechiyi501 Před rokem

      Ngyayithanda leyansizwa ukhaya umfoka mseleku usaphilani? Umbila zyambabaza zimhleka ikhanda uxamu ohlala emanzini ubusika nehlobo kodwa izinyawo zimakhenke

  • @bhekazulu8882
    @bhekazulu8882 Před rokem +1

    Duyaza ngithanda inhlonipho yakho... Ume njalo nje

  • @khulumandoda9595
    @khulumandoda9595 Před rokem +2

    So if iqembu belonged to all 3 of them equally why indidane yathengelwa taxi abanye abangathengelwa? Imibuzo ebengithi uzoyibuza otherwise great interview. Mawubathola nabanye abaphathi babaculi bakudala ubabuze why decid for umculi and buy umculi imoto instead of giving them imali yabo

    • @khulumandoda9595
      @khulumandoda9595 Před rokem

      Ngikusho lokhu ngoba ngathi babephathiswa okwezingane abaculi. For example mawulalele uQondani uyazibuza ukuthi uMqgumeni wayezoba nayo yini imali ngoba ngathi babebaningi abamphethe instead of ukuthi kube uyena ophethe abantu asebenza nabo as he was a leader ngokucula

    • @lubabalonkazana1413
      @lubabalonkazana1413 Před 8 měsíci +1

      Lombuzo wakho bhuti undenze ndacinga nzulu yazi nam.

  • @khulekanimgaga3368
    @khulekanimgaga3368 Před 7 měsíci

    Ngsafisa umlande ubaba uMpungose ekesilandise kabanzi ngomalando kaMjik'jelwa.
    Njengomaskand obesezingen waphakamisa nenqwaba yabaculi.

  • @maxndebele
    @maxndebele Před rokem +1

    Lubaba ukhululekile ngiyamthanda ukukhuluma kwakhe uyalazi business

  • @bonginkosigoodmanbembe2607

    Mfoka Manqele besicela usilethele uBaba uShobeni Khuzwayo kesizwe olwakhe uhlangothi.

  • @lungadzanibe9251
    @lungadzanibe9251 Před rokem +1

    ubani intulo ngampela?🤣😂

  • @sithembisomthethwa5236
    @sithembisomthethwa5236 Před rokem +1

    USxhobo Mpungose ngikhumbula esaphethe amaGeza Amahle kunzima madoda ngaleziya khathi emculweni kudayiswa ayi lento esesiybona manje kthiwa umculi usemkhulu ngama likes nama trend on social media.

  • @sithembisomthethwa5236

    Babe mdakelwa nje uTshatha nje ngawe nje ndoda ngoba ukhuluma into ongayazi wenza sengathi uyazi ngenhloso yokuhudulela phansi igama lika Khathide Ngobe phansi?

  • @muziwendoda8553
    @muziwendoda8553 Před rokem +4

    Awuphakamise umlabalaba kubaba umpungose ikhono elilaphaya likhulu ushoda nge marketing

  • @manelisidlamini4678
    @manelisidlamini4678 Před měsícem

    Ubani intulo🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @mxolisindlovu552
    @mxolisindlovu552 Před rokem +1

    Zikhuluma kakhulu lezinduna zakhona nxxxx

  • @thanduyiseraylee1041
    @thanduyiseraylee1041 Před 2 měsíci

    Manje ubani intulo🦎? 🤣🤣🤣🤣🤣

  • @zuko9856
    @zuko9856 Před rokem +2

    Thank you so much for this interview mfwethu, we really needed to hear these stories.❤

  • @gcinasimphiwe518
    @gcinasimphiwe518 Před rokem +1

    LowoMphathi kwakuwuBongi Gumbi 🤣🤣🤣🤣🤣

  • @zandilekhulu1934
    @zandilekhulu1934 Před rokem +1

    Bekumele umnike uGatsheni ngenkathi ethi umfunele umfana ohlukile

  • @charlesximba6970
    @charlesximba6970 Před rokem +1

    Babegawule ingoma kaHot sticks mabuse (Burn Out) oGcwensa yiyo le eyabakhokhisa R300 000.

  • @mhlonishwambatha6949
    @mhlonishwambatha6949 Před rokem +1

    Sound🤌standard 🤌 presentation 🤌… Siyabonga Perfect TV SA🙏Sacela usilethele Khuzani no Mthandeni manje!

  • @pottersngwadla1195
    @pottersngwadla1195 Před rokem

    Uma iqembu kwakungelabo bow3 Pho iNdidane yaphuma kanjani namaGeza amahle? Wavumelani wena Sxhobo?

    • @thubelihlesamkelo2266
      @thubelihlesamkelo2266 Před rokem

      Impela kuya mangaza ngoba ngisho kuma interview kuma DVD bekuhlale kuvela ukuthi umholi wamagezamahle yi Ndidane

    • @mhlengimasondo5864
      @mhlengimasondo5864 Před rokem

      USxhobo wangangene lapho okwakhe kwakuwukusiza iqembu liye phambili wayengenawo amandla okunqaba neqembu ngoba kwakungesilo

    • @phumulanihlongwa7332
      @phumulanihlongwa7332 Před rokem +2

      INdidane ayiphumanga naMageza kodwa oMphondi noNjencane abashiya iqembu.

  • @njengakuweluvuno3521
    @njengakuweluvuno3521 Před rokem

    Kaz usaphilan uNgcobo owayephethe umgqumeni kenimbize naye

  • @umduduzitopic9891
    @umduduzitopic9891 Před rokem

    Ubani ntulo😂😂?

  • @phelelanimafuleka3854
    @phelelanimafuleka3854 Před rokem +1

    Ubani iNtulo guys??

    • @perfecttvsa7051
      @perfecttvsa7051  Před rokem +1

      Kwaku Ngcobo🤣🤣🤣

    • @phelelanimafuleka3854
      @phelelanimafuleka3854 Před rokem

      @@perfecttvsa7051 Oh ziqhathwe phansi eMaritzburg Ngcobo wayibamba eyakho engabe wesabani le Ntulo le...

    • @sthemaz1175
      @sthemaz1175 Před rokem

      😂🤣😂🤣😂🤣😂🤣😂🤣😂

  • @mthobisimhlongo-fp6rn
    @mthobisimhlongo-fp6rn Před 4 měsíci +1

    Kodwa bhuti sabambuzi ngani kuthi ngubani wathatha ingoma yomunte kulezi ezithi agudlindlu😂😂

  • @mduduzicharlessbiya5655
    @mduduzicharlessbiya5655 Před rokem +1

    Ayi uMpungose ujule kakhulu loBaba unkulunkulu amgcine kukhona okuningi abazokufunda abantu