Ukusindiswa Nokwenziwa Kwemisebenzi Yesintu| Indaba Yesintu with Alex Mthiyane

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 21. 08. 2024
  • Imindeni eminingi ibhekene nenkinga yokuxabana kobendle ngenxa yezinkolelo ezahlukene, abanye isinto kanti abanye isintu.
    Ngabe ikhona indlela ekungenziwa ngayo ukuthi labantu baphilisane ngaphandle kokuklwebhana?

Komentáře • 115

  • @osebenzelaemathunzini4876

    (Nkosingiphile Ngcobo) Said - "Ukuhlupheka komuntu onsundu kugxile kakhulu ezinkolweni ezifike nezihamba namthwalo, ngikhuluma ngenkolo yobu krestu nezinye zazo. Mhlazane umuntu omnyama waqgashula amaketanga enkolo yobu Krestu yilapho ayothola khona inkululeko yangempela, nobuhlwempu buyophela. Phakama muntu omnyama."

  • @godwillrabodiba
    @godwillrabodiba Před 2 lety +13

    Wonderful discussions especially the historical origins of Christian beliefs in 1879 colonial conquests in Africa

  • @thembadlamini1140
    @thembadlamini1140 Před 2 lety +7

    Ngithi iNKOLO neSINTU kuyinto eyodwa, ngokwenkolo kuthiwa nguNKULNKULU gokwesintu kuthiwa uMVELINGQANGI, esontweni kuthiwa IZINGELOSI esintwini sithi ngamaTHONGA, kodwa sonke sisho into eyodwa ngqo ukuhluka nje kwamagama okusilahlekisa ukuba siqonde.

  • @thabanimathew2382
    @thabanimathew2382 Před 2 lety +9

    I like how they unpack every fact accordingly.... gagasi is a best radeo station, period!.

  • @osebenzelaemathunzini4876

    Iningi labantu libalawa ngukungabi nalo ulwazi. Umuntu amukele nje lokho atshelwa kona abanye abantu, njengabelaphi, abemfundisi, - njalo njalo. - AVE KUBALULEKILE TO ARM ONESELF WITH RESEARCH & WEIGHTY KNOWLEDGE.

  • @mthobisi6624
    @mthobisi6624 Před 2 lety +5

    Kumele siphindwe lesihloko kumenywe abanye osolwazi.

  • @Lindokuhle_Mat_Mas
    @Lindokuhle_Mat_Mas Před 2 lety +7

    Siyabonga for this
    Kdala ngifisa i topic lekanje
    Thank you once again for the appload👌🏽👌🏽

  • @busisiweangelmakhathini6862

    My only request is that can Gagasi give platform for Abefundisi alone and abalaphi bendabuko alone on the same topic with the aim to teach and educate us so that we will judge ourselves and decide what and which to follow. Becoz this debating and arguing is not giving us enough answers

  • @bonginkosiinnocentmpanza3852

    Looool umnyadi uyasaba ukuphikisa umfundisi nezimpendulo zakhe angigculisekile ngazo

    • @SifisoCozah
      @SifisoCozah Před 2 lety +2

      Yeah i feel that nami, is a weak candidate for this topic.

  • @selassies9783
    @selassies9783 Před 2 lety +5

    My favorite show🕯❤️✊🏾

  • @ayandadlamini7982
    @ayandadlamini7982 Před 2 lety +19

    Bey’khala izolo!! “Musa uku blackmail umfundisi” 🤣
    One thing about Christians, they would quote the Bible verse and interpret it ngokuthanda kwabo!

  • @khethodludla7588
    @khethodludla7588 Před 2 lety +3

    I wish one day Baba umthiyane ubize ubaba u Cwezu wezwi lomzansi

  • @nonsikelelomthethwa5594
    @nonsikelelomthethwa5594 Před 2 lety +4

    Into engiyitholile kulenkulumo ukuthi mele sihloniphe indlela abantu abaphila ngayo nezinkolelo zabo ngokuhlukana kwazo, siphilisane.

  • @sibusisomondlana8481
    @sibusisomondlana8481 Před 2 lety +7

    I am grateful for such topics. Thank you for teaching the nation and inviting such distinguished guests. Very much enlightening to those of us caught in between the two. Akwande 🌟

  • @njongonji1733
    @njongonji1733 Před rokem

    Asbonge 🕯️🙏🤲🔥🔥🔥🔥

  • @mondlism
    @mondlism Před 2 lety

    Siyabonga Alex ngihleli lwakho, umuntu ufunde kakhulu ngodlelwano phakathi kwamasiko nenkolo.

  • @siyabongakhanyile9471
    @siyabongakhanyile9471 Před 2 lety

    Mr alex we need part 2 of this is rily informative, ayinabe impela lendaba please part2

  • @NjabuloMcambi
    @NjabuloMcambi Před 2 lety +10

    "Yiliphi lelo verse?"🤣 Ngichazekile izolo kade uMnyadi esebuza umlaleli

  • @sfisomavimbela3126
    @sfisomavimbela3126 Před 2 lety +1

    Ngiyabonga Nasikhulula isizwe

  • @thembadlamini1140
    @thembadlamini1140 Před 2 lety +1

    EQINISWENI ISINTU, INKOLO kanye neSCIENCE kusuka ngandawonye noma kukunye yize thina bantu sikwehlukanisa.

  • @siphesihle3111
    @siphesihle3111 Před rokem

    Awesome

  • @kwazingcobo5430
    @kwazingcobo5430 Před 2 lety +1

    Siyabonga lamunandi uhlelo

  • @curiousk4083
    @curiousk4083 Před 2 lety +2

    Inkinga zizokufundisa. Futhi zikubeke lapho ukholelwa khona.

  • @sinenjongogcelu62
    @sinenjongogcelu62 Před 2 lety +1

    Molweni apho Alex ndicela usibizele utshata kwakunye no Tata umnyadi uyiphinde le topic yanamhlanje kuba iyasakha and ndicenga singakhona isisombululo salentetho yanamuhla kuba ngathi utshata ndiyamthemba noko kodwa nomfundisi lowo uhleli naye apho uyayibeka naye kakuhle Futhi

  • @doubleBha66_xaba71
    @doubleBha66_xaba71 Před 2 lety +2

    Kindly upload the 15th September show.. ayiveli bakwi App. Siyanicela Mthiyane noMabaso🌊❤🙏🏿

  • @sibongisenimaphumulo
    @sibongisenimaphumulo Před 2 lety +3

    Video 15 September angiyitholi kwi app naku CZcams

  • @mrsiyabongazungu6843
    @mrsiyabongazungu6843 Před 2 lety +4

    Can we get Apostle Muziwezigwili Nxumalo and Bishob TE Twala to represent Christians on Gagasi FM (right now I fell like uMfundisi is not representing the church fairly)

    • @lindanidonald9622
      @lindanidonald9622 Před 2 lety +1

      🤞🏽

    • @nothandomzobe8861
      @nothandomzobe8861 Před 2 lety +1

      Nami ngiyavuma

    • @sithembokuhlengololo5702
      @sithembokuhlengololo5702 Před 2 lety

      He is representing it fairly umehluko is that he is not speaking ezi zinto you were expecting t hear.

    • @nokwaziprisca8954
      @nokwaziprisca8954 Před 2 lety

      Hawu that is so True ,lomfundisi ngisho iverse alishoyo kuMathew aliyichazi nje lento ayishoyo ,Ayi as Christians nje asimelelekile .akuhlangani nje .that is why athi ungabi nabanye oNkulunkulu ngaphandle kwami .

    • @bafananduku9346
      @bafananduku9346 Před rokem

      True this guy was out of line

  • @khanyisanimanqele9896
    @khanyisanimanqele9896 Před 2 lety

    Mthiyane, kuhle okwenzayo...Mnyadu uyishaya esikhonkosini (Amangisi asivale imiqondo ngenkolo yawo)

  • @thembadlamini1140
    @thembadlamini1140 Před 2 lety +5

    kulaba abasindiwe, uma bethi abantu abangasekho ngamademoni futhi basebenzela usathane pho kungani abadala bakuthele uma wenza okungalungile wenza ububi obunjengokuba nenhliziyo embi, ukuchitha isisu, ukubamba amagqubu nokungaphilelani niwumndeni, nokunye, konke lokhu abahambisan nakho futhi nenkolo ayihambisani nakho. Pho kungani bengahambisani nemisebenzi kasathane uma bengamademoni?

    • @cooldavinci6358
      @cooldavinci6358 Před 2 lety +1

      Cha washayo mfokaDlamini! Zona lexinto zifuna ukugxanyalazelwa ukuze ungaphambuki, ufunde ndawo zonke, njengoba umuzwa nobaba okhulumela usiko, kanjalo nalona okhulumela insindiso, bobabili banolwazi ngapha nagapha. So uma umuntu ezoma entweni eyodwa angaboniseki, uzophelela ehlathini, noma uma enenhlanhla kube ukuthi kwakhetheka okuyiko. Njengoba usho nje izinto ezifakazelana nezimfundiso zikaNkulunkulu siyazithola nakwizaga nazisho zesintu!

    • @thembekilemkhize
      @thembekilemkhize Před rokem

      ThembaThemba indaba yoniwe abantu abashumayela ivangeli balihlanekezela ukuzibuze ukuthi yini umzali wakho engavikelwanga idlozi ukuthi ahambe emhlabeni ingoba alikho idlozi elingavimba umuntu ukuthi kuphume umoya Uma umnikazi wawo okuwuyena awupha mayesefuna ukuwuthatha

  • @siyabongachonco
    @siyabongachonco Před 2 lety

    Shezi is udiniwe That all, and inkolo yensindiso into entsha.

  • @pastorsphamandlagumede6088

    ULevetukisi 20 vs 6 Nalowo muntu ophendukela kwabanamadlozi nakubathakathi ukuya kubo ukuba aphinge, ngiyakubeka ubuso bami bumelane nalowo muntu, ngimnqume kubantu bakubo.

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 Před 2 lety

      into ebhalwe abelungu leyo noma kunjalo yakhulunywa ngumuntu ongasekho kuyimanje

  • @menzisoul.7114
    @menzisoul.7114 Před 2 lety +1

    Cha zikhale ngempela. Siyabonga 🤝

  • @lindanidonald9622
    @lindanidonald9622 Před 2 lety +1

    Ubaba omele abazalwane akanalo ulwazi ngokukholwa akukho noma usaba ukumela iqiniso

  • @cooldavinci6358
    @cooldavinci6358 Před 2 lety

    Inkolo siyithathela phezulu kakhulu, size sigcine sesona ngayo, ngiqonde kakhulukazi le ebizeka ngobu Khrestu. Sisuke sibe nofuqufuqu olusenza sigcine sesicwasa, sibandlulula, futhi sijaja.

  • @vanithandlovuvanitha8404

    Siyabonga ngesintu

  • @soloninkosiyethumngomezulu170

    Ubonaka izinto zakini ngoba ungowakini futhi uyoshawa izinto zakini

  • @malizokhumalo2472
    @malizokhumalo2472 Před 2 lety +2

    😂😂😂ziyakhala ke manjena bab Mnyadi "eyiphi incwadi?"

  • @pastorsphamandlagumede6088

    Ningaphendukeli kwabanamadlozi nakubathakathi, ningabafuni ukuba ningcoliswe yibo; nginguJehova uNkulunkulu wenu.

  • @siphesihle3111
    @siphesihle3111 Před rokem

    Hlampe umuntu angacela ukuthi kube khona i show, ekhuluma ngomsuka weBible nokuthi liyini. Kunolwazi oluningi, oluthi iBible has been corrupted. Hlampe ake ichazwe ngokujula leyonto ngoba impela ngyakuzwa ukuduka kwendlu emnyama idukiswa incwadi esiyajijwa kakingi ngayo inhloso yokubedusa vele.

  • @blacksblacks7081
    @blacksblacks7081 Před 2 lety +1

    Some comments from the Rev. shows how less informed he is with the history of Africans before Europeans manipulated history. For starters he must read and look up Dr Ben Yosef, Dr Henrik Clarke and Dr Cheik Anta Diop. Ngizoma lapho okwamanje.

  • @sizwevincentnxumalo1639

    Yaze yamnandi indaba.
    Ngiyaluthanda ulwazi lwezihambeli zethu nokuvuleleka kwabo.
    Umuntu mdala kunenkolo. Meaning wazalwa ngaphambi kokukhetha inkolo. Yingakho kunabantwana abangakholwa lakukholwa khona abazali.
    We have a wrong definition of ukusindiswa. Abafundisi bethu balishumeyela ngokungafani ivesi elilodwa.
    Amen.

  • @magedemusiqproduction8984

    Kanti umfundisi ukuliphi icala ?

  • @bongekankwanyana541
    @bongekankwanyana541 Před 2 lety

    Ngiythandile le♥️😂

  • @hloniphanintombela3118
    @hloniphanintombela3118 Před 2 lety +1

    don't mix 2 things that dont mix, thats where problems starts. leave Christianity alone and do your things!

  • @busisiwemangethe6290
    @busisiwemangethe6290 Před 2 lety

    Mfundisi SHEZI WHY INKOSI UJESU WASHUNQISELWA NGEMPEPHO…NAKU REVELATIONS IZINGELOZI ZAMSHUNQISELA IMPEPHO. INKOSI UJESU WALENZA ISIKO LOKUSIKWA WONKE AMASIKO WAWENZA AMASIKO.

  • @mbeleaanrei3009
    @mbeleaanrei3009 Před 2 lety

    🤔 Somebody tell me and explain what the guy was on about. Just checked the verses he was talking about and doesn't make sense. The caller

  • @lindelwamajola1894
    @lindelwamajola1894 Před 2 lety +2

    Ukusindiswa need to be taughted thoroughly to people. There's a lot of misunderstanding. Everything that I have heard so far have nothing to do with salvation. Next time please call someone that will explain clearly to people about salvation Mfundisi. haykhona 🙆‍♀️.

  • @BrownieloveMike
    @BrownieloveMike Před 2 lety

    Alex, where is the new content?

  • @siyabongachonco
    @siyabongachonco Před 2 lety

    Babu Mnyadi Mbaxile lo Shezi

  • @mduduziMavundla7242
    @mduduziMavundla7242 Před 2 lety

    amakholwa anagzendza ncono kodwa bona abakwazi kwamukela abanye abantu bahlulwa kwamukela abantu abangama gay so ukholwa kanjani ungakwazi kwamukela abantu emhlabeni

  • @makhuphukamnguni9782
    @makhuphukamnguni9782 Před 2 lety +2

    This pastor doesn't know Christianity. The bible verse his referring is talking about Jew traditions not general traditions. To the point where Jesus says that Jesus didn't come to the gentiles only to God's chosen people

    • @mduduziMavundla7242
      @mduduziMavundla7242 Před 2 lety

      nguwe oyilulwane ongazi lutho into yokucala ibhayibheli leli olifundayo labhalwa abelungu likhuluma nabantu abangasekho wena yeka kuzendza ibhunu ube ngumuntu omnyama

    • @nokwaziprisca8954
      @nokwaziprisca8954 Před 2 lety

      Mfethu what is this Pastor doing ngempela 💔

    • @thamisanqasithole9554
      @thamisanqasithole9554 Před rokem

      Ani nibuye nithi ningaJuda ngokomoya.

  • @nkosingiphilengcobo8885

    Uneqiniso umfundisi

  • @thulanigwala1404
    @thulanigwala1404 Před 2 lety +7

    uMfundisi akakhulumeli abasindisiwe, angiyazi lento abeyenza. Ubizeke ngephutha. What a missed opportunity and a waste of time

  • @mbongenidlomo7356
    @mbongenidlomo7356 Před 2 lety +2

    Inkinga Ama Christians Azbona Eh Superior Kunawo Wonke Umuntu, Nokuthi Babona Ngathi Religion Iyona Eyiqiniso. Phatha Phatha 'Bible Lithi...' ❌😒

  • @nkosingiphilengcobo8885
    @nkosingiphilengcobo8885 Před 2 lety +2

    Into engithokozisa kakhulu ukuthi bayanda abantu abamnyama abayibonayo lento yenkolo yobuKrestu ikuthi imbudane. Abantu abazi nanokuthi kwalona ibhayibheli labhalwa ngobani kwenzenjani nanokuthi iziphi ezinye izincwadi ezakhishwa kwafakwa ezinye kwenziwelani lokho. Sikhululekile ngokwe politiki manje sekusele ukuthi sikhululeke ngokomnotho kanye nangoko moya noma ngezinkolelo. Ukuhlupheka komuntu onsundu kugxile kakhulu ezinkolweni ezifike nezihamba namthwalo, ngikhuluma ngenkolo yobu krestu nezinye zazo. Mhlazane umuntu omnyama waqgashula amaketanga enkolo yobu Krestu yilapho ayothola khona inkululeko yangempela, nobuhlwempu buyophela. Phakama muntu omnyama, vuka emaqandeni

    • @thembekilemkhize
      @thembekilemkhize Před rokem

      uNkulunkulu edala umuntu uthe hlalani la nidle zonked izithelo Kodwa ningadli kumuthi ophakathi nendawo hlalani la ningikhonze akadalanga nyanga umuntu oseshonile ulele nje uphelile akukho muntu onamandla okukhuluma no Nkulunkulunokwazi ukusondela kuyena bonke anti abashonile bale balinde umhla wokuphela

    • @thembekilemkhize
      @thembekilemkhize Před rokem

      baba ungabi nabanye oNkulunkulu ngaphandle kwami

    • @nkosingiphilengcobo8885
      @nkosingiphilengcobo8885 Před rokem

      @Thembekile Mkhize khabazela ukuphindaphinda izinganekwane okukade sizizwa angeke kusize ngalutho. Ziyahlupha ke futhi izinganekwane ngoba ziyozelisa. Inganekwane le oyikhulumayo. Lalelake Khabazela uyabona ungabothi uma abakini abangasaphili ngokwenyama be useless bese ucabanga ukuthi bonke abangasekho bafana nabo. Uyabona mina abakithi abangasekho la emhlabeni ngokwenyama bayaphila ngomphefumulo namhlanje nginjena nje kungenxa yabo. Ngimile angishodi ngalutho kungenxa yamadlozi akithi no Mvelinqangi. Abakini abaphelile ezakithi izinqunqulu izingadlangadla zikhona zihamba nami oNdevu kaSomabhunga, suka madoda deda endleleni wemuntukazame!

    • @nkosingiphilengcobo8885
      @nkosingiphilengcobo8885 Před rokem

      @@thembekilemkhize kahle kahle izinganekwane uyazithanda. Hamba uyofuna umsebenzi enkulisa bantwana, bayakudinga lapha.

    • @thembekilemkhize
      @thembekilemkhize Před rokem

      Nkosingiphile, uyaluthanda ukwazi , uyakunqena ukufunda nokucabanga nomqondo wakho awuvulekile, hlala lawuhleli khona ukholelwe kulokhu okukholelwayo Uma ungakwazi ukubona kunjalo nomqondo ngeke ukwazi ukucabanga nokubuka Kade, kesikubeke eceleni ke okwebhayibheli, awubuke nje around wena ubonani? utshani, nezihlahla unjani otshela utshani ukuthi abome manje, imvelo angithi? izihlahla zona ubani othi aziqhakaze imvelo angithi, ubani imvelo? umoya wakho uwutholaphi ubani owawufaka kuwena, uzothi umvelinqangi, , kubekwe emqqondweni ukuthi umuntu ongasekho ulele akazi lutho uphelile akezwa lutho akanamandla, ngizalelwe ekhaya elinabazali, bekwenziwa konke, ngashada sasindiswa, bakhulile abantwana Nami bafunda bayasenza bonke bashadile abanye banabantwana akekho onenkinga enkulu ngidlala izinyanga lezi nezangoma ezithi ziyabhula zilande amagobolondo olwandle zithi ayakhuluma.

  • @siphamandlamaxegwana8753

    🤣Engikufundile to uyour guests, Bible ungayi qourter nakupi😂😂😂😂, ngingakushaya ngesbhakela ngikukotele iverse. Ukungothusaya kukuthi namanje umntu omnyama inkolo yensindiso yeza nabelungu kodwa usagxile kuyona namanje kodwa wakhululeka ekucinizelwa ngabelungi. Abantu sebefuna ukuduma kwizinto zonke, zombini ezinkolo zidinga highly attention okuxakayo xa uzibambe zombini ingaba yeyipi oyinika iskhathi esincane or oyibhanxayo iyeyipi oyifuly attention ngoba angeke Uzithanda zombini. Yiyo lento wofika iyibusness enye. Kusezoba nzima