Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Siyabonga mkhulu isandla sindluli ikhanda namina kuyekwavela lokho
Mpunga ungilaphile, ngiyabonga! Mina ngakhile umuzi kababa futhi egcekeni lami ngaphinde ngakha umuzi wakomalume ngoba izinto zami ziphethwe yibo. Ave ngibakhonzile abasekhweni, sengizoyakha lendlu yabo. Ngiyabonga emakhehleni nasezintombini ezindala. Ume njalo Mpunga ukhul uzukhokhobe 🙏🙏
Syakbongisa wena osophumelele, mnewethu!🙏
@@luckytau6331 ukuba kwakho lapha impumelelo leyo. Baningi abangaphiwanga lelithuba lokuthola lolwazi🙏🙏
Impunga kodwa bakithi ngiyakuzwa kodwa uyafundisa kwande khehla
@@luckytau6331 mnewethu ngalale ogogo bekhuluma, azange ngiphikise ngenza. Namuhla sengiyabona ukuthi kungani nokuthi uhambo lwami lomoya luyakuphi. Ngibonge amagama enkuthazo, sengathi ezakini zingelula izandla amaphupho nezifiso kwenzeke.
Ngiyabonga, unginika isibindi. Inzima lendlela, uma ulalela umoya uphenduka imvu emnyama emndenini futhi uphenduke uhlanya ebanganini.
Ujule kakhulu Mpunga kuyasho akukhulumi Wena kukhuluma impunga ekwembethe
Impuunga. Mina ngicela ukubuza,koMalume kwakungu mama no mncane nje kuphela. Umuzi sewavala ,ngicela ukubuza ukuthi ngingawakha ngingayakha indlu yakomaume phkathi kwegceke likababa,noma kwenziwa njani. Uxolo ukuthi ngiphume kancane esihokweni
Siyabonga kakhulu pholoba nina basemzini kwa caca bha phile njalo
Iyawenzake umqondo le Siyabonga.'
IMpunga🙌hayi kamelo mkhulu🤣🤣🤣
Nami ngyafisa izinto zami zikhanye ngelinyilanga khona ngyokhona ukunyathela ezinyathelweni zakho Mkhulu Mpungaaaaaaaaa
Siyathokoza ngolwazi Mkhulu Mpunga Yesintu. Akengibuze uma nginemimoya engembhethe yakomalume ngiyakha kuphi indawo yabo mina ngihlale khaya kwababa kodwa izinto zami zikomalume nakhona kababa ngoba ngaboniswa ugogo umakababa wathi uyezwa kuthiwa ngimbethwe abakomalume wayesethi nathi sikhona manje uma ngizwa naye ugogo akuphelela okwakhe ngokokugcagca kushuti usho ukuthi nabakomalume bakababa ngingabakhohlwa manje kulesisimo ngenze njani . Uma kwenzeka ngishada emzini engoshadela kuwo ngokwenze njani ngocela umkhwenyana angakhele indlu yakomalume basekha bomama nabasekhabobaba? Ngixolise ukwelula, mkhulu nginesifiso sokuza emphelandaba.
Yey yangifundisa okunye impunga namhlanje
Mkhulu Mpunga Yesintu ngabe lendlu kuyenzeka yini abasekhweni lami bacele noma baveze ukuthi bona bafuna indluyabo kube iqugwana noma indilinga .Ngiyabonga
Mpunga yesintu siyabonga ukusikhulisa ngokwentu umdali akukhuphule ume njalo
Ngiyabonha kakhulu. Ukuzwa inkinga enginayo sengiyanqonda
Isandla sendlul ikhanda Mpunga.Syakhula ngolwazi omkhulu no gogo abephila ngalo. Makwande boFuze🙏
Keane kwakusha konke, syabonga kakhulu ngolwazi mina nomyeni wami ebesingalwazi🙏
Mpunga, kuchazani ukubona ishongololo endlini
Siyabonga Mkhulu ngalesihloko amehlo asevulekile phambili
Mpunga becela ubuza ukuthi Uma uyinsizwa yakomalume okusho ukuthi umuzi onawo
Ay wayichaza khehla lami,ngavele nganemibuzo eminingi kakhulu.Ngicela ukuzwa ama price ezincwadi zone. Sengifisa nokuzwa ngendlela ye appointment yocingo ngoba ngikude eMtshezi, Bayede Khehla
Amen mfoka Ngcobo, siyaycela kodwa video lapho khona ozosilandisa ngokwakhiwa kwezindlu egcekeni. Ukth kufanele zibe ngaki.
Ngiyabingelela babumbanjwa.Ngisacela ukubuza lapha.Ngaganisa anakithi ngoba ngnemimoya.Ngiyasebenza abantu.Bengicela ukuzwa ngempepho ukuthi ngikhuluma ngani emsamo kulendlu yabo.Mangikhuluma inkulumo eqondene nethonga lakithi.
Enkosi mpunga yesintu
Syabonga Mpunga
Ngiyabingelela kwiMpunga yesintu. Ngicela ukubuza ukuthi kulendlu yasekhweni bazongeniswa kanjani abantu abadala bakhona. Uma ngibalanda mina abazothi ngithwebula ithonga labo. Nanokuthi manje kulendlu umakoti kuphela yini okhuluma kuyo. Minake ngingakwazi yini ukuthi ngelinye ilanga mhlambe ngiyocambalala kuyo lendlu.
Siyabingelela kwimpunga. Ngicela kubuza kuthi if lendlu usuyakha iyaba yini nohlanguthi ekumele ime ngakulo khona la echekenini?
Asibingelele koFuze, Mkhulu....
Uma enabantu abadala kwakhiwa isigodlo kuphinde kwakhiwe nendlu noma isigodlo sisodwa siyobe sanele?
✨👏👏👏👏👏✨✨✨
Mmmh ngikhulume namuhla Mkhulu Mpunga, uyasukhulisa usuku nosuku...impela sikleza kogwansile
Kuyezwakala mpunga yesintu , mina engifuna ukukwazi ukuthi umakoti uma engakwazi ukwakha umuzi ngokuzala ingane ngenzenjani kanti futhi waladwa abakithi bamtshela ukuthi azokwakha umuzi wabo.
Mpunga kuyezwakala kepha ngicela ukubuza muntomdala ukuthi nangabe sewuyakha lendlu yabantu bakubomakoti ikhona yini indlela yolubafaka kuyo lendlu yabo Uma ikhona kwenziwa njaniu ukuze senze ngokuyikho
Dankie Mpunga kunjalo mkhulu
Kuyaye kuthiwa zinhlanu izindlu ezibalulekile egcekeni uma wakha umuzi kayihlo, ngabe enye yaze le yasekhweni?
Thank you Ntate
Impungaaaaaaaaaa🎉
Awu kodwa Mpunga Yesintu wavele levideo waybhekisa kimi ngqo.Ngilungisa yona indaba yezindlu emzini kababomkhulu wami.Benginenkinga ukuthi ngiyakhe yini eyasekhakhomama indlu.Usuvele wakhanyisela mina indlela.Ukuba khona kwalechannel kuwusizo nesibusiso kithi thina esisafuna ukuthi izinto sizihambise ngendlela eqondile.Sengizolinda uma usubuya uyichaza okwesibili lendaba ukuze ngithole ukuthi kumele ngenzenjani ukuyiqala nokubangenisa.
Siyabonga Mpunga Lo Muzi uyabikwa yini? Ubikwa kanjani umangabe ubikwa?
Ngiyakhuleka kwimpunga yesintu , esami isimo simikanje ekhaya angiphumangakahle kwabakhona ukungaboningasolinye nobaba ongzalayo ephutheni engingathi lalivelengakuye kwangiphoqa ukuthi ngiphume ekhaya ngthemasengphumile ngalandelwa abafowethu nomama ongzalayo wafike washona umama sesihlala kulomuzi omusha samncwabakhona , umbuzowami ukuthi mangakhe indlu yasekhaya komama kuleligceke ubani okumele akhulume noma aphahle kuleyondlu phakathi kwethu siyizingane ezizalwa ilomama owashonayo?
Konje amadlozi ahlala kuphi?
Kodwa makungena isonto kuyamenyezwa kuthiwe “sontweni” izikhathi ezimbalwa nje Mpunga kanti ngabe kuchazani lokhu?
That's true, kunjalo impela!
Ngikhuleke kini nonke. Ezinohlonze namuhla uVusi Mngomezulu ufuna ukwazi amagama amalunga akubo afileyo. Zifundeleni kuma comments aphendula yena uVusi ngalemibuzo yakhe.
Akawacinge ku Bible😂😂😂😂
Konje amadlozi ahlala kuphi ?
Ngicela uke usho ukuthi yini lena ozama ukuyiveza ngokubuza lemibuzo yakho. Ngicela uvele obala, kungani ubuza lemibuzo. Ulwela bani noma ulwa nobani?
@@dumitshabs8719 yey futh, ungaze umbuze. Lomuntu ugcwele kuwo wonke lama channel esintu engikuwo. Akapheli moya🙄
@@dumitshabs8719 UNkulunkulu mdali wethu sonke ufuna abantu bakhe abadalile balazi iqiniso elivela kuye elise bhayibhelini kuphela, Psalms 119:105, John 8:32, 17:17,1thimoty 2:3-4.
@@luckytau6331 UNkulunkulu mdali wethu sonke ufuna abantu bakhe abadalile balazi iqiniso elivela kuye elise bhayibhelini kuphela, Psalms 119:105, John 8:32,17:17,1thimoty 2:3-4.
@@luckytau6331 akaphumule emoyeni, ufuna usizo. It’s a shame ukuthi ulwela uSimakade ongadingi kulwelwa ngoba yena uyizinto zonke ezikhona lapha emhlabeni nasemkhathini.
Siyabonga mkhulu isandla sindluli ikhanda namina kuyekwavela lokho
Mpunga ungilaphile, ngiyabonga! Mina ngakhile umuzi kababa futhi egcekeni lami ngaphinde ngakha umuzi wakomalume ngoba izinto zami ziphethwe yibo. Ave ngibakhonzile abasekhweni, sengizoyakha lendlu yabo. Ngiyabonga emakhehleni nasezintombini ezindala. Ume njalo Mpunga ukhul uzukhokhobe 🙏🙏
Syakbongisa wena osophumelele, mnewethu!🙏
@@luckytau6331 ukuba kwakho lapha impumelelo leyo. Baningi abangaphiwanga lelithuba lokuthola lolwazi🙏🙏
Impunga kodwa bakithi ngiyakuzwa kodwa uyafundisa kwande khehla
@@luckytau6331 mnewethu ngalale ogogo bekhuluma, azange ngiphikise ngenza. Namuhla sengiyabona ukuthi kungani nokuthi uhambo lwami lomoya luyakuphi. Ngibonge amagama enkuthazo, sengathi ezakini zingelula izandla amaphupho nezifiso kwenzeke.
Ngiyabonga, unginika isibindi. Inzima lendlela, uma ulalela umoya uphenduka imvu emnyama emndenini futhi uphenduke uhlanya ebanganini.
Ujule kakhulu Mpunga kuyasho akukhulumi Wena kukhuluma impunga ekwembethe
Impuunga. Mina ngicela ukubuza,koMalume kwakungu mama no mncane nje kuphela. Umuzi sewavala ,ngicela ukubuza ukuthi ngingawakha ngingayakha indlu yakomaume phkathi kwegceke likababa,noma kwenziwa njani. Uxolo ukuthi ngiphume kancane esihokweni
Siyabonga kakhulu pholoba nina basemzini kwa caca bha phile njalo
Iyawenzake umqondo le Siyabonga.'
IMpunga🙌hayi kamelo mkhulu🤣🤣🤣
Nami ngyafisa izinto zami zikhanye ngelinyilanga khona ngyokhona ukunyathela ezinyathelweni zakho Mkhulu Mpungaaaaaaaaa
Siyathokoza ngolwazi Mkhulu Mpunga Yesintu. Akengibuze uma nginemimoya engembhethe yakomalume ngiyakha kuphi indawo yabo mina ngihlale khaya kwababa kodwa izinto zami zikomalume nakhona kababa ngoba ngaboniswa ugogo umakababa wathi uyezwa kuthiwa ngimbethwe abakomalume wayesethi nathi sikhona manje uma ngizwa naye ugogo akuphelela okwakhe ngokokugcagca kushuti usho ukuthi nabakomalume bakababa ngingabakhohlwa manje kulesisimo ngenze njani . Uma kwenzeka ngishada emzini engoshadela kuwo ngokwenze njani ngocela umkhwenyana angakhele indlu yakomalume basekha bomama nabasekhabobaba? Ngixolise ukwelula, mkhulu nginesifiso sokuza emphelandaba.
Yey yangifundisa okunye impunga namhlanje
Mkhulu Mpunga Yesintu ngabe lendlu kuyenzeka yini abasekhweni lami bacele noma baveze ukuthi bona bafuna indluyabo kube iqugwana noma indilinga .
Ngiyabonga
Mpunga yesintu siyabonga ukusikhulisa ngokwentu umdali akukhuphule ume njalo
Ngiyabonha kakhulu. Ukuzwa inkinga enginayo sengiyanqonda
Isandla sendlul ikhanda Mpunga.
Syakhula ngolwazi omkhulu no gogo abephila ngalo. Makwande boFuze🙏
Keane kwakusha konke, syabonga kakhulu ngolwazi mina nomyeni wami ebesingalwazi🙏
Mpunga, kuchazani ukubona ishongololo endlini
Siyabonga Mkhulu ngalesihloko amehlo asevulekile phambili
Mpunga becela ubuza ukuthi Uma uyinsizwa yakomalume okusho ukuthi umuzi onawo
Ay wayichaza khehla lami,ngavele nganemibuzo eminingi kakhulu.
Ngicela ukuzwa ama price ezincwadi zone. Sengifisa nokuzwa ngendlela ye appointment yocingo ngoba ngikude eMtshezi, Bayede Khehla
Amen mfoka Ngcobo, siyaycela kodwa video lapho khona ozosilandisa ngokwakhiwa kwezindlu egcekeni. Ukth kufanele zibe ngaki.
Ngiyabingelela babumbanjwa.Ngisacela ukubuza lapha.Ngaganisa anakithi ngoba ngnemimoya.Ngiyasebenza abantu.Bengicela ukuzwa ngempepho ukuthi ngikhuluma ngani emsamo kulendlu yabo.Mangikhuluma inkulumo eqondene nethonga lakithi.
Enkosi mpunga yesintu
Syabonga Mpunga
Ngiyabingelela kwiMpunga yesintu. Ngicela ukubuza ukuthi kulendlu yasekhweni bazongeniswa kanjani abantu abadala bakhona. Uma ngibalanda mina abazothi ngithwebula ithonga labo. Nanokuthi manje kulendlu umakoti kuphela yini okhuluma kuyo. Minake ngingakwazi yini ukuthi ngelinye ilanga mhlambe ngiyocambalala kuyo lendlu.
Siyabingelela kwimpunga. Ngicela kubuza kuthi if lendlu usuyakha iyaba yini nohlanguthi ekumele ime ngakulo khona la echekenini?
Asibingelele koFuze, Mkhulu....
Uma enabantu abadala kwakhiwa isigodlo kuphinde kwakhiwe nendlu noma isigodlo sisodwa siyobe sanele?
✨👏👏👏👏👏✨✨✨
Mmmh ngikhulume namuhla Mkhulu Mpunga, uyasukhulisa usuku nosuku...impela sikleza kogwansile
Kuyezwakala mpunga yesintu , mina engifuna ukukwazi ukuthi umakoti uma engakwazi ukwakha umuzi ngokuzala ingane ngenzenjani kanti futhi waladwa abakithi bamtshela ukuthi azokwakha umuzi wabo.
Mpunga kuyezwakala kepha ngicela ukubuza muntomdala ukuthi nangabe sewuyakha lendlu yabantu bakubomakoti ikhona yini indlela yolubafaka kuyo lendlu yabo Uma ikhona kwenziwa njaniu ukuze senze ngokuyikho
Dankie Mpunga kunjalo mkhulu
Kuyaye kuthiwa zinhlanu izindlu ezibalulekile egcekeni uma wakha umuzi kayihlo, ngabe enye yaze le yasekhweni?
Thank you Ntate
Impungaaaaaaaaaa🎉
Awu kodwa Mpunga Yesintu wavele levideo waybhekisa kimi ngqo.Ngilungisa yona indaba yezindlu emzini kababomkhulu wami.Benginenkinga ukuthi ngiyakhe yini eyasekhakhomama indlu.Usuvele wakhanyisela mina indlela.Ukuba khona kwalechannel kuwusizo nesibusiso kithi thina esisafuna ukuthi izinto sizihambise ngendlela eqondile.Sengizolinda uma usubuya uyichaza okwesibili lendaba ukuze ngithole ukuthi kumele ngenzenjani ukuyiqala nokubangenisa.
Siyabonga Mpunga
Lo Muzi uyabikwa yini? Ubikwa kanjani umangabe ubikwa?