Ngangikhona uShembe evusa abantu abafile!!
Vložit
- čas přidán 10. 06. 2021
- Ngangikhona uShembe evusa abantu abafile!!
INkosi iLanga yasithuma yathi asiphathe imiphefumulo yabantu abadlula engozini eKuphakameni. Lezindaba zixoxwa uMvangeli Mtshali waseHomisi.
#Shembe #eBuhleni
Masiyibonge inhlahla yokuba nonkukhulukulu ongushembe siyobikela bani ngaphahle konyazi amen
Uyasabeka U Shembe 🙌🙌🙌
Sihlushwa izono Kodwa uShembe uphelele Syabonga
Amennnnn
Unamandla ushembe uyincwele amen
Aaaameeeen
Uyingcwele
♥️
Aaaaaameeeen unkulunkulu ngempela
Omdala weynsuku!
Ngicela ukuzwa konolwazi,abefundisi eboNyazi abanayo yini imvume yokubhabhadisa naku ngizoqeda unyaka wesibili ngingelona iNazaretha ngokupheleliswa ngokuya emanzini
Hamba eBuhleni uzofike ubhabhadiswe
@@sibekezelozungu713 Ngingaya Noma kunini akukhethe suku Noma kumele ngiqondanise nenskuku zeSabatha
Asovama ukubuza izinto ema Tempelini lapho siphethwe khona.
@@sibonisogumede7874 🙏🏻🙏🏻
@@sibonisogumede7874 Wabeka kahle wakithi
Imnandi lendaba impela kodwa khawusize lapha, iskhathi sokuhlabelela sisodwa kanti nesomlando kaNkulunkulu futhi sisodwa, azihlangani, manje yhini indaba uzihlanganisa. Hayi ngekhe.
I dont understand Mntwana woNyazi. Uma ukhuluma ngokuhlabelela usho isinzimbi ezikwi background?
@@EBuhleniIsezulwiniLethu Ngisho yona kanye le background music, ayizwakali kahle lendaba, masimamele intshumayelo kuphela nje. Ngiyabonga.
@@nokalamaduna2709 Wabeka kahle, kodwa benze umsebenzi omuhle la. Zikhala ngesizotha.
@@sakhilemthethwa3802 Dankee mnewethu
Amen
If he could Why can't his descendants raise the dead now
Mina le descendent yakhe ekhona uNyazi ya jemisa isibhamu abantu bengidubula e Verulam ngihamba nentombazane yakwa Nxumalo engakholelwa ku Shembe yona. Yavuma yathi i mirracle kade ibona isibhamu sinqaba ukudubula ekhanda lomuntu.
Muhle umbuzo wakho kodwa awuqondile. Awunabo ubufakazi bokuthi abavuki abantu abafile namhlanje. Bayavuka inqwaba! Abangahambi bayahamba ukuthi akwenziwa inqakambukisa lento eka Shembe umninimandla onke.
Lezinkumbi zabantu abangaka kuwo onke amazinga empilo/imfundo/ubuzwe ngeke bonke baluthwe uShembe. Ikhona indaba enkulu ese Buhleni bamanazaretha uma ufisa ukuyazi ilandele kahle uzoyithola