CONGRATULATIONS TO ME HAPPY BIRTHDAY TO YOU MY DEAR FRIEND AND I HOPE YOU ARE DOING WELL CONGRATULATIONS ON YOUR NEW PLATFORM AND THE WORLD WADLE NEED TO BE TOGETHER NDLUBU ZAMILA EMTHONDWENI ZAGQAMALAZA SOTHONDOSE MANGELENGEL MAHLUBI NAMAHLUBIKAZI NGIYANITHANDA BOMASHWABADELA INKOMO NEZIMPONDO ZAYO AMEN NDLONDLO KONKE KWAQALA NGATHI BAFOWETHU AMEN NDLONDLO
Kubuhlungu ukuphila ungazi ukuthi icalalakho liyini ezulwini sibonga ukwazi ngo shembe amen
Waze Wayibeka kahle bafo
Olwethu unyazi shembe is the way
Mmmhhh ey kunzima ukukholwa
Jehovah uze usikhumbule sesoniwa thina siphe ukuze sithethelelwe
Yeyi kwanzima impela. Nginazo izono kodwa hhayi lesi, engabemina ngokubona yini kwelizayo....
CONGRATULATIONS TO ME HAPPY BIRTHDAY TO YOU MY DEAR FRIEND AND I HOPE YOU ARE DOING WELL CONGRATULATIONS ON YOUR NEW PLATFORM AND THE WORLD WADLE NEED TO BE TOGETHER NDLUBU ZAMILA EMTHONDWENI ZAGQAMALAZA SOTHONDOSE MANGELENGEL MAHLUBI NAMAHLUBIKAZI NGIYANITHANDA BOMASHWABADELA INKOMO NEZIMPONDO ZAYO AMEN NDLONDLO KONKE KWAQALA NGATHI BAFOWETHU AMEN NDLONDLO
Nyazi LweZulu babambe uze ubaphinde kaskhombisa. Bese upha amakhosazane umuzwa ka NO ngoba akhohliswa ngo mendo nawo avaleke amehlo. Bakhumbule Guqa badele abantwana bethu
Mmh! Kumnandi ukuba inkosazane ,kunzima ukuhamba ngendlela yobukhosazane,Nyazilwezulu uze usikhumbule Shembe😭😭😭🙏
Siyabonga kakhulu... siyaphila ngomusa wakho mnini account. Siyabusiseka
Kuyajabulisa ukuzwa lokho Bhuti🙌
@@EBuhleniIsezulwiniLethu izandla zidlula ikhanda. Inkosi ikubusise kwande la ocaphuna khona ukuze ukuUploader kube impumelelo👏👏👏👏
Ngijikijela Ngamazwi Kwa Ndlebeni ekhayalika Ngizwile no Mlaleleni ekhonze kwa Ngqondo
Ngimazwi ehlukile kodwa Aphuma Kwa Hlukunyezwayo Kukhala abase Mzweni emzini omkhulu.
Abakwa Sono Ngiyabazi kancane saxabana nabo babiza insika yabo uMthetheleli wangithethelela
Abakwa Cala asikazesixabane nabo beboyongibizela insika yabo uNhlawulo besengihlawula
Ngisekucwebeni Ekhaya likaThandwayizulu abakwa Dungile bayangizingela bethumela abakwa Sono nabakwa Cala
Nginxusa abakwa Nyawo Ngosivinini noMbaleki amawele angahlukani
Eyakwa Nansuka ingigila Ngesagila Sika Sono beno Cala kade ngangihleli no Mbekezeli iwele lika Nhliziyo u Nhliziyo uyise Wothando lolu Oluzingelwa ngu Son no Cala
Eyakwa Nansuka ithuma uMxosheni umi Ngosikhwili sika Cala uthi akaxoshwe u Nembeza umfoka Nhliziyo ukuze angithole u Cala kuzojabula u Sono ngase ngakha eku Nqabeni eku Vumeni ngesaba u Cala no Sono Eyakwa Nansuka ingibona ubulima kanti izongi Dunga
Ngiyadabuka uma ningangizwa kodwa Ngiyazigqaja ngobumina ngeqhaza engalibamba nengilibambayo
Kubi kodwa syabonga amazwi amnandi asakhayo
Ngyayazi lensizwa ibihlala kwaMashu
Alguien que hable español y me ayude a traducir?
meaning?