IMPILO ISAQHUBEAKA NOMA BABETHI BAQEDILE NGATHI BUT UNKULUNKULU EMUHLE WATHI NO!

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 10. 09. 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @thuleleni_tv
    *PHAKAMANI SIBIYA REPARATION FUND
    FNB GOLD BUSINESS ACCOUNT
    Account No 63094194255
    Branch code 221325
    Swift Code. FIRNZAJJ

Komentáře • 136

  • @fisanizondi951
    @fisanizondi951 Před 4 měsíci +26

    Waze wamuhle uJehova waqhakambisa inhlanganó iThuleleni iyasebenza strong ukuba ayikho losathane walendoda angabe usagcwele amathafa mgulukudu,sibonge kakhulu kuPhakamani naku Mdu sithi Phambili Thuleleni phambili!!!!!!!

    • @sjavakhamuver7706
      @sjavakhamuver7706 Před 4 měsíci +4

      Jelous Down it shows that indoda esingayethemba🤞

  • @MakhosiDlamini-my4lc
    @MakhosiDlamini-my4lc Před 4 měsíci +18

    Waze wakhuluma amazwi akhayo ubhuti❤ syabonga kwi chanell u thuleleni tv ngaphandle kwayo ngabe abasizakali abantu bakithi

  • @NcamisileMtolo
    @NcamisileMtolo Před 4 měsíci +9

    Cha into enhle iya ncoywa Thuleleni well done engathi ningaqhubeka muhle lomsebenzi wenu niyabasiza bantu Nkosi inibusise yah ukwamukela nje kuyakukhulula Nkulunkulu akavumanga nezimpilo zenu nizoba ryt God is Good all the time

  • @ZaneleNtshangase-xk6js
    @ZaneleNtshangase-xk6js Před 4 měsíci +9

    Uqinisile mfethu impilo iyaqhubeka noma sebethi baqedile 🙏🙏🙏

  • @khanyisilexulu8328
    @khanyisilexulu8328 Před 4 měsíci +12

    waze wamuhle Phakamani, unenhlahla Jabulile ukuthi ukhona uyamuqinisa ngamazwi okuhlakanipha

  • @businzama6939
    @businzama6939 Před 4 měsíci +3

    Eyyy kodwa i Thuleleni sayilethelwa ujehova esimkhonzayo 🙌🙌bhuti uMdu into oyenzela isizwe uyobongwa emaZulwini siyabonga uNkulunkulu akwandisele izinsuku zakho 🙏🙏

  • @businzama6939
    @businzama6939 Před 4 měsíci +4

    Phakamani waze wakhuluma no Jabu INKOSI iniqinise njalo ohabweni lwenu we love ❤️ you guys 💟

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 Před 4 měsíci +4

    Ngaze nga happy bhuti Phakamani ukukubona
    Bhuti Thuleleni lumnandi uhlelo lwakho but lunzima uku deal nezimo esinjena🔥👌🙏

  • @andiswacornelianondabula7724
    @andiswacornelianondabula7724 Před 4 měsíci +2

    Enkosi bhuti Phakamani uThixo mkhulu Thuleleni inkosi inibusise ndlela endivuya ngayo xa ndibona uPhakamani God is good Amen.

  • @nontsikelelontuli4449
    @nontsikelelontuli4449 Před 4 měsíci +2

    Amen Phakamani ukhulume kahle nosisi amazwi akhayo syathemba uzokulalela.. Syakuthanda siyi country❤️❤️❤️❤️

  • @londiweqakamba8491
    @londiweqakamba8491 Před 4 měsíci +2

    phambili ngothuleleni TV sengathi uthixo anganipha Amandla mihla yonke ❤ Waze wakhuluma iqiniso bhuti ubomi buyaqhubeka

  • @slulu7352
    @slulu7352 Před 4 měsíci +13

    I wonder if government do support Thuleleni organization financially or some resources...the work is exceptionally well.

    • @phumimabanga962
      @phumimabanga962 Před 4 měsíci +2

      Wayikhuluma indaba. I also hope they get some kind of funding from government structures or individual donors

    • @ncamythango3441
      @ncamythango3441 Před 4 měsíci

      Isono cc yazi izolo ngibabone behamba ngezinyawo government akaxhase noma umaspala

    • @njabulodlamini2385
      @njabulodlamini2385 Před měsícem

      Eish ngiyafisa babaxhase

  • @user-ks9zb1ml6f
    @user-ks9zb1ml6f Před 4 měsíci +6

    Sisi khohlwa osudlule kukhona impila iyaqhubeka ,unkulunkulu ukhona,

  • @pioneer5691
    @pioneer5691 Před 4 měsíci +1

    Uthetha kamnandi unhurried very motivated and motivating, may God give you more strength 🙏🏽

  • @ZandiNtanzi
    @ZandiNtanzi Před 4 měsíci +2

    Waze wakhuluma amazwi akhayo bhuuti phakamani ngyafisa unkulunkulu anilonde 🙏🙏

  • @user-ni6dx2lc8t
    @user-ni6dx2lc8t Před 2 měsíci

    Amen🙏akadunyiswe ophezulu🙏🙏🙏

  • @NtombifuthiDlamini-l3v
    @NtombifuthiDlamini-l3v Před 4 měsíci +2

    Syabonga uJehova akwandisele ngohlelo lwakho❤❤❤❤

  • @phumlanibuthelezi1600
    @phumlanibuthelezi1600 Před měsícem

    Another amazing akho Bafo, UNkulunkulu abenawe.....🙏🙏🙏

  • @userNompilo
    @userNompilo Před 4 měsíci +5

    Asibonge phakamani❤

  • @SnqcozPurposelyLiving
    @SnqcozPurposelyLiving Před 4 měsíci

    Yohhh I’ve been crying like a baby from the beginning to the end 😢♥️♥️♥️Lord bless these beautiful bold young people. Wow. 🙌🏾🙏🏾😭

  • @NomthandazoNxasane-mt2cs
    @NomthandazoNxasane-mt2cs Před 4 měsíci

    Symbonga Yesu mtanami Jabu Nkulunkulu ykuthanda. Ngaybona indaba kndodana Phakamani symbonga Yesu bantabami Yesu ynithanda kakhulu njengoba eniphilisile nomasimo sinje Amen sybonga ndodana Mduduzi Thixo askubusise ngesenzo saykho osenzayo kubantu Amen

  • @simthembilengwenya756
    @simthembilengwenya756 Před 4 měsíci

    Siyabonga u Nkulunkulu imsebenziyakhe muhle njalo... Sibonga nangani bantabakwethu ukunembathisa lamandla nokuhlanipha kokuhambisa lomsebenzi❤❤

  • @jackietherichshaun7365
    @jackietherichshaun7365 Před 4 měsíci

    Wow ubhuti Phakamani ubonakala enokuzithemba ngakumbi ngoku that's part of healing siyakubonhela bhuti ❤❤❤

  • @annahmotsa7182
    @annahmotsa7182 Před 4 měsíci

    Siyabonga bhuti kumukela nje simo sakho..❤❤❤..Thumps up to Thuleleni.. What a blessed mother...May God carry you cc nantombatane akuhloniohe..

  • @phumelelakhawula2796
    @phumelelakhawula2796 Před 4 měsíci +3

    Eyyy MFOKA mkhwanazi ayyy uyobongwa emazulwini ndoda,, wena no ayanda msweli impela niyimele kzn, 💕💕💕💕💕❤️❤️❤️💖💖💖😋😋😋😋😋 Kodwa vele bakhona eniyizitha kubona, Labantu abaphila ngo satane abamthandi muntu Owenza kahle ezweni, phela khona abantu abazalwa nawo usatane egazini

    • @BongephiweMkhwanazi-tw3xz
      @BongephiweMkhwanazi-tw3xz Před 4 měsíci

      Ngivumelana nawe Dadewethu singamkhohlwa no Mp Tv1 u Mkhize DA BEE osiza asebengene kuzidakamizwa nokuqwashisa ngazo sithini Ngokwenzakalani Inyoni Tv

  • @phumlasimandla4641
    @phumlasimandla4641 Před 4 měsíci +1

    Thuleleni organization number one government need support this organisation

  • @charitynkomo-sr2th
    @charitynkomo-sr2th Před 4 měsíci

    Thuleleni is the best ngoba iyabanikeza ithemba bonke asebe lahlekelwe yilona. Siyabonga inkosi iniphe amandla amaningi oku qhubekela phambili ngomsebenzi omuhle naka ngaka 🙏🙏

  • @NtombikayiseZwane-hz6mk
    @NtombikayiseZwane-hz6mk Před 4 měsíci +4

    Siyabonga bhut wam amazwi

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Před 4 měsíci +1

    Eyi bakwethu siyabonga ngalenhlangano ka Thuleleni waze wameluleka kahle ndodana u Jabu.Mhamha ka Jabu ngiyabonga ukusimela singo mhamha yima isbindi dadewethu uNkulunkulu uzokuthwala.😢😢watching from 🇬🇧

  • @zinhledludla6674
    @zinhledludla6674 Před 4 měsíci +3

    How i wish i was rich nkosyam Phakamani 😞

  • @SibongileGoodnessMncwang-ux9ur

    Wamuhle Jehova,awu Phakamani kuyajabulisa kukubona usuqine kangaka emoyeni
    Usukwaz nokuqinisa banye

  • @mabuyihlengwa8692
    @mabuyihlengwa8692 Před 4 měsíci

    Wakhuluma kahle nkosi yami sengathi ubhuti Mdu angaqhubeka naloluhlelo lwakhe luyasiza 🤗 nabantu abanamandla baluxhase loluhleli🤗

  • @ZaneleNdwandwe-zh4lz
    @ZaneleNdwandwe-zh4lz Před 14 dny

    Syabong bhuti mdu muhle umsebenzi unkulunkulu akubusise

  • @user-kc3ih1ke1y
    @user-kc3ih1ke1y Před 2 měsíci

    You guys can marry each other, so that you can help each other if you're not married # love you guys

  • @naomithabethe8195
    @naomithabethe8195 Před 4 měsíci

    Kube nje nginemali bengizothi wukukuhlu kunina nobabili nisizakale. Kulungiswe LA kungalungiswa khona ngane zakwethu ❤
    Aw nabathwele cela bavele phela nezizumbulu zabo

  • @aviweqwayede7762
    @aviweqwayede7762 Před 4 měsíci

    Wow very wise words Phakamani, we love you😍

  • @maureenlinky3050
    @maureenlinky3050 Před 4 měsíci +2

    Unkulunkulu wakudlulisa kukho konke lokhu Phakamani wayenzela uqoqe ubufakazi ukuze utshele abantu ngezibazi okuzo
    Unkulunkulu aqhubeke akubiyele mfwethu ngokuzamukela
    No cc yamukela sthandwa sam inkos inakile kukho konke

  • @user-hp3pw5nw5f
    @user-hp3pw5nw5f Před 4 měsíci +1

    😢mkhulu uMsebnz owenzela SA B4 sbonga asiqedi ngokwenzayo nkulunkulu sength engakupha amanye amandla❤up B4za

  • @buhlemthembu
    @buhlemthembu Před 4 měsíci +1

    New subscriber here🎉 Muhle umsebenzi Thuleleni siyabonga❤

  • @user-hv4hy3iy5c
    @user-hv4hy3iy5c Před 4 měsíci

    Nkulunkulu wakukhipha kabhlungu ezintwen owawuzenza bt qina cc Thixo abenawe ekuqaleni impilo yakho entsha syakthanda cc

  • @masentlejiyane6021
    @masentlejiyane6021 Před 4 měsíci

    Wow m impressed and touched by phakamani ❤🎉

  • @kholekantose
    @kholekantose Před 4 měsíci

    ❤❤Enkoc buti uthetha ka mnandie buti wam bawela nijole nobabili nisaphontane

  • @user-ge5xh4mw6n
    @user-ge5xh4mw6n Před 4 měsíci

    Yey phakamani nawe Jabu nina niphila kakhulu kunabantu abalimele ngaphakathi abangabonwa muntu nabo bafisa ukuba yinina enilimele ngaphandle ngoba niyabonakala ibani proud ngani uThixo uyanithanda abanye bosizwa yinina syanthanda

  • @Phumeza215
    @Phumeza215 Před 4 měsíci

    Aze ahlakanipha amazwi kabhuti engath impela uThixo angamupha amandla u cc aqinisele. How I wish people like BI Phakathi to intervene ngama donations ukusiza iningi zimu Afrika kule organisation.

  • @NompiloMadlala-jq3tj
    @NompiloMadlala-jq3tj Před 3 měsíci

    Ngaze ngamthanda uphakamani ngcela Abe owami😊

  • @mariamaguma2496
    @mariamaguma2496 Před 4 měsíci

    Sibonga masekatholakele usathane wenze into embi kangaka sbonge nge Thuleleni❤❤❤❤

  • @nomtydludla
    @nomtydludla Před 4 měsíci +4

    Wakhulama kahle mfethu uyabonakala kuty unenhliziyo enhle umenjalo

  • @KhethokuhleGazu
    @KhethokuhleGazu Před 4 měsíci +1

    Amahle amazwi akho bhut phakamani I hope u Jabu azomakha amqinise lamazwi❤

  • @user-ub7ct8rs1g
    @user-ub7ct8rs1g Před dnem

    Ngyasola ngathi seniyajola vele Bhuti phakaman nini jabu jolan velenje nisebuhlungwini nowu 2 umbheke bese ukhiphe amagama okweshela phela

  • @ntombimanzini7010
    @ntombimanzini7010 Před 4 měsíci +1

    waze wakhuluma kahle bhuti 🥰

  • @siyabongamoyo9953
    @siyabongamoyo9953 Před 4 měsíci +1

    Sbonge bantu benkosi liqine lingapheli mandla🙏🏾🙏🏾👏🏾

  • @BongephiweMkhwanazi-tw3xz
    @BongephiweMkhwanazi-tw3xz Před 4 měsíci

    Siyanibonga kakhulu ngemisebenzi emihle Babu Mkhwanazi Thuleleni Babu Msweli ne Bhakede Mp Tv1 Babu Mkize Blaq life tv Nyoni tv Kwenzakalani niyayimela i country ngini choma uphaphe lwegwalagwala

  • @Caroline-cc2kt
    @Caroline-cc2kt Před 4 měsíci +1

    Hlw iThulelenin oyasebenza kakhulu kuyabongeka abatshade Laba ababili yisikhathi😊

  • @JR_SAMURI
    @JR_SAMURI Před 4 měsíci +1

    Eyi bafwethu nize nilulame guys siyabonga kwithuleleni

  • @angelinamahase7344
    @angelinamahase7344 Před 4 měsíci

    Nkulunkulu ukhona ngasosonke iskhathi..Bazowuthola umvuzu wabo labosatan😢😢😢

  • @user-oo4jn8sj3e
    @user-oo4jn8sj3e Před 3 měsíci

    As long nisaphil akukapheli ngani sibulela U THIXO wakwazi unisindisa siyanithanda

  • @user-ix8pr6un7w
    @user-ix8pr6un7w Před 2 měsíci

    Esh this is hectic guys put all your trust to god

  • @user-yc8nr6cd7o
    @user-yc8nr6cd7o Před 4 měsíci

    Amnandi amazwi kabhuti uJehova anibusise bafethu siyanithanda bafet sinani ezimeni enibhekene nazo sibonge neThuleleni

  • @CeboNgubane-vx5yb
    @CeboNgubane-vx5yb Před 3 měsíci

    Aze abuhlungu amazwi kamama wakhe ukuthi bangaki abasemobeni😢

  • @NomceboKgiba-go3fy
    @NomceboKgiba-go3fy Před 3 měsíci

    😢😢😢😢😢😢mmm nkosi yami 😢😢😢kunzima emhlabeni.

  • @BulelwaSibutha-cd2xh
    @BulelwaSibutha-cd2xh Před 4 měsíci

    Eyy lo mlisa u mbulali omdala kuyacaca shuthi yinto ayijwayele ukuyobulala ezimobeni leyandawo nje vele ayikho nje ryt I at kwandengezi izinto ezenzeka laphaya zimbi nje akavinjwe lo mlisa.... Siyabonga kwi group ye Thuleleni kwande bafwethu

  • @user-so4er5jf6e
    @user-so4er5jf6e Před 3 měsíci

    Ayi ikusasa alaziwa Jehova uwe owaziyo ngempilo yomuntu

  • @scelowonkewonkembonane970
    @scelowonkewonkembonane970 Před 4 měsíci +2

    Naze nangikhalisa

  • @ThembelihleMathenjwa
    @ThembelihleMathenjwa Před 4 měsíci

    Hai lenhlangano iThuleleni bayobongwa inkosi ngibonga ukuthi balalele umoya Uma ukhuluma

  • @nonhlezondo5117
    @nonhlezondo5117 Před 4 měsíci +1

    Cha muhle uJabu kodwa bafwethu ❤

  • @kamoheloketso3129
    @kamoheloketso3129 Před 4 měsíci

    Iyakuthanda mfana wam osisi makamukele simo as long as mama wakhe emeseka njalo

  • @user-sm9uv7vl6x
    @user-sm9uv7vl6x Před 4 měsíci

    Bhuty Phakamani waty uyamdinga umuntu ozokuthanda usangamthola la kwiThuleleni 😅amazwi akho anobuhlakani❤❤

  • @claudiamakhathini7515
    @claudiamakhathini7515 Před 4 měsíci

    Ngibonga umsebenzi weThuleleni tv❤❤❤ inkosi inisingathe

  • @MzangwaCalvinMali
    @MzangwaCalvinMali Před 4 měsíci

    Hallelujah

  • @ThembelihleMhlongo-xl5tr
    @ThembelihleMhlongo-xl5tr Před měsícem

    ❤❤

  • @SarahMathebule
    @SarahMathebule Před 4 měsíci +1

    UNkulunkulu uyabahlela abakhe

  • @user-uw5ob8tz2q
    @user-uw5ob8tz2q Před 4 měsíci

  • @sbusisoqmbhele3665
    @sbusisoqmbhele3665 Před 4 měsíci

    Phephisa Sisi sengathi UNkulunkulu engakuthwala uphole bakithi .

  • @SusanMaphosa-wf9ud
    @SusanMaphosa-wf9ud Před 4 měsíci

    Yebo impilo iyaqubeka Mahle amazwi akho fowethu

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r Před 4 měsíci

    Maye siyambonga xem.i motivation lenhle

  • @NtuthukoNdwandwe
    @NtuthukoNdwandwe Před 4 měsíci

    Anginawo amandla okuzwelana Nani okwamanje kodwa emkhulekwen yam nginani ngyanithanda😢🎉uNkulunkulu uyezwa konke

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r Před 4 měsíci

    Ya ucinisile bhuti.tsine bantfu siyofundza nini kutsi umphefumulo wankhulunkhulu ngeke ubulale bonkhe bantfu ngentsandvo yakhe

  • @thobileshezi4250
    @thobileshezi4250 Před 4 měsíci

    Ume njalo.bhuti wami❤

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r Před 4 měsíci

    This young lady is beutifull.lombulali ubenomona.

  • @sindisiwemahlonie6127
    @sindisiwemahlonie6127 Před 4 měsíci

    ❤❤❤❤Bhuti phakamani

  • @thandylamla8947
    @thandylamla8947 Před 4 měsíci +5

    Ngcono nivele ni jole guys great couple ❤

  • @PhindilePenelopeSibiya
    @PhindilePenelopeSibiya Před 4 měsíci

    Sale usubuya jahova yooo bantu abananembeza ngaphandle.ngakhala ngibona sotobe wakithi inhliziyo yam yayibuhlungu ngonya olungaka lomuntu wesfazane.ngibonga ukuthi bayamukela isimo sabo

  • @LeahRikhotso
    @LeahRikhotso Před 3 měsíci

    Exi I'm so sorry ses

  • @NtombiMadlala-pe7eg
    @NtombiMadlala-pe7eg Před 4 měsíci

    Syabonga kakhulu Kuyi Thuleleni muhle msebenzi wenu god bless you mft ,🙏🙏

  • @zanelembokazi
    @zanelembokazi Před 4 měsíci

    Akasanonanga kanje Phakamani❤❤

  • @princessphumilenxumalo842
    @princessphumilenxumalo842 Před 4 měsíci

    Kodwa mtaka Lungy kodwa siyambonga Nkulunkulu ngempilo yakho

  • @MimmyKhumalo
    @MimmyKhumalo Před 4 měsíci

    Ngyakhala kuymanje ithixo abenani

  • @thembiedlamini8532
    @thembiedlamini8532 Před 4 měsíci

    The Police should stop sleeping on their job. They must find this guy ASAP. He should be investigated thoroughly ..he might have killed people there at the Cane fields before

  • @zinhledludla6674
    @zinhledludla6674 Před 4 měsíci

    Kushuthi iwunga iyayekeka nakhu usis uyekile ukbhema ngoba akana choice 😎

  • @NontetheleloIgnatia
    @NontetheleloIgnatia Před 4 měsíci

    Syabonga

  • @sibontsele
    @sibontsele Před 4 měsíci

    Asidlen mfo ka sbiya inyama

  • @user-hu2vt8bi6i
    @user-hu2vt8bi6i Před 4 měsíci

    Ey kubuhlungu ukungaboni kuymanje my job ngihlala nomuntu ongaboni sometimes kuyaye kubenzima ukwamukela isimo kumane kuvuka aphinde aberyt njalo njalo but impilo iyaqhubeka

  • @zandilenokuthula3031
    @zandilenokuthula3031 Před 4 měsíci

    Kunjao ukukhonz uyaku hola noma kunzima

  • @ZodwaPhindile
    @ZodwaPhindile Před 4 měsíci

    ᴄʜᴀ ᴜʏᴀᴘʜɪʟᴀ ᴜᴍᴀᴋᴀ ᴊᴀʙᴜ ❤

  • @sqothui3798
    @sqothui3798 Před 4 měsíci

    Ngayibamba kahle today...Zifaka noma kanjani

  • @ceaserquanya1797
    @ceaserquanya1797 Před 4 měsíci

    This is through counseling

  • @nonikomaluleks317
    @nonikomaluleks317 Před 4 měsíci

    Ngi weak i dont think bengingakwazi ukuqhubeka. Ustrong uPhumlani 😢

  • @nosiphothembekathembeka4582
    @nosiphothembekathembeka4582 Před 4 měsíci

    Wayengasamkhiphi nehlelilodwa ke Nakhon emkhiphelani nje ngempela 😢ayi cha

  • @NolwaziminenhleGumede
    @NolwaziminenhleGumede Před 4 měsíci

    😢

  • @NtuthukoNdwandwe
    @NtuthukoNdwandwe Před 4 měsíci

    Ey bhut wam after all odlule kukho uNkulunkulu wakugcinela lokhu ukuze uzokwaz ukuqinisa abanye nabanye abangakadluli kulesimo kodwa ey never say anything about never ngempilo 😢unkulunkulu ukhona asikho isimo esingendluli sinani bafowethu