CELA ZIMNIKE-AMA ASAP, OQHAWE LAMI BABULALA UMCULO, 2024 NEW CD ETC...
Vložit
- čas přidán 27. 02. 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @perfecttvsa7051
PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA - Zábava
Syabonga ngokulanda ilegend, scela nilande uPhathaphatha no Masefano
Ksafuna kmafestivaal basilethele ezndala Mfiliseni Magubane, Phuzekhemisi, Hhashelimhlophe,Celazimnike, Abagqobhi, Amasap, Soul brothers nalaba abasha keyhlabane amalunda
Siyabonga mfokamanqel ngokusivundulela amakhehla ethuu🙏
Nice one, wemfoka Manqele awutshele Isosha Phela lisifakele le album ethi wangishaya umhlaba kuma digital platforms Phela, yayivutha Leya album.
Ngicela uNtshebe Khuzwayo.
Ekhulume ngeqembu lakhe noMagubane
Kube ukwehla komculo wamantombazane ngoba sivele ulapha phezulu
Akhulume ngezingane Amakhosi
Imali yomculo iphathwa kanjani
Bese esho ukuthi yiziphi izingane ezizongeni uma bephuma bona nomama uNdi
Nokunye ke Duyaza
Akuyena untshebe kodwa u Busani Khuzwayo
1:13 Mfoka Manqele ngcela ukuthi uke ulande noma uvakasheke ubaba uThwalofu Khoza uke ube nenkululo ngxoxo naye
Unkulunkulu akugcine mtshali beniyishaya ingoma...❤
Bhuty wami syabonga ngamaqhawe inisilethela wona but imibuzoyakho engathi awuyihleli ngendlela futhi engatha ungazama nje ukubhekisisa nokuthi umuntu omubuzoyo iyilandelanise ngendlela sengathi ubuzanje okufikekhanda noma umudlalonje
Mina ngifisa ukuthi kubenohlelo lobhekelela ama legend kubenesamba Sabo nje esiqondene nabo babhadaleke inyanga nenyanga bt lokho kwenziwe uhulumeni ebungaza impilo yawo lama legend cz labaculi bawusebenzela umculo kakhulu bt abanakiwe manje futhi abanayo even pension funds akuna UIF la emculweni. LoBaba kufuze engabe yibo abeluleki Babaculi abasafika emculweni, aksafuzile ukuba loBaba usashiyelana inkundla nezingane, kumele engabe kunohlelo olu special yena nozakwabo abantanganye emculweni, kufuze engabe loBaba une company yakhe ethi yena nakhona okuyi company okufuze engabe wahxaswa uhulumeni ngemali yokuyivula
Asidlali bhola la 😂😂😂😂😂😅😅 siyacula...
Kwelakith eMsinga madoda...syabonga ukuslandela i-Legend
IGAGU LAKA Mtshali phansi Emsinga
Zimnandi izingoma zika Celazimnike futhi ucreative kakhulu.
Ngyabonga msakazi ukuslethela uhlabangane elimhlophe ngimthanda ukbhubha ngikwamaphumulo ukdabuka ngzinze ejules
Ukuhlala kwentombi ekhabonina kuyiNkinga ngoba uMzala uzala indodana ❤
Akasikhiphele nengoma endala la enkundleni zokuxhumana kakhulu wangishaya umumhlaba
Duyaza ake ubabize oGeh kanye noMcineka bezochaza ngeke ukuthi zonke iNgqalabutho zikhala isililo sinye😢
Sicela Ublack moses wama soul brothers
Wuye ngqo
“Babengeke bephase bonke” 😹😹😹🙌
Nice interview uyezwa nje ukuth eyomculi osemnkantshubomvu alikho nelilodwa igama eliwukudelela la ukhuluma ngomculo wakhe nokubonisa abanye abasebesha ngendlela eryt futhi dankei bhuti Celas hhay loyamhhemo kaZanefa akobukela la ukuth interview yinto enjani kuphendulwa umbuzo owubuziwe
Kubongathina kwazekwanandi😂😂
"Zisho kanjalo kumathang' ale ntomb' avel' ahlekise ngob' awalingani. ukuhlala kwentomb' ekhaya konina kuyingozi ngob' umzal' uzal' indodana."
Mfoka Mtshali shayingoma
Ngyabonga Cela mfwethu ukuthi uveze ukuthi wawlandela bani abanye baya le nale ngenxa ye pride
Khuphuka mfokamamthethwa
😂😂 Awu madoda muhle umsebenzi Sheppard, oke usilandele noThuthani Ndlovu uke umpheke ngemibuzo
Mmmm ayi ziyakhala
Sukanini madoda, Cela Zimnike.
Baphi abafana boCela?
Waze wezanalo eqiniso Baba siyabonga konakele nyani ngoku sibone Oo Limit Gatsheni Menzi sithuke xasijonga bohlule bafana iinkunzi zo Masikhande bazohlule
Ey ngaze ngajabula ukbona mfoka Mtshali sbonge mfoka Manqele kanye ne perfect tv
❤❤❤what an interview🔥🔥🔥 very interesting 🔥🥰 living legend💯🔥
Amagiya yashaywa kakhulu leyongoma
Phambili ngocela phambili
Yamnandi interview bafo🔥
Eyyyy bafo kwa lezinsizwa zazingibusisa
MANQELE NGIYABINGELELA
Sacela usicelele ku cela ukuthi asfakele le album khence khence Insimbi yasho ayifake ku you tube
Noted Bhuti
😂 Yiphi voice ka Mgube
Ngzokushaya wena🤣🤣
😢UBABA TOUCH MABANGA RIP NOBANDA
😂😂😂"Ngabona amakhanda elala phezu kwamatafula"
Kunengoma yakhe eyayithi "Nokuthula" eeey sengayifuna ngaze ngakhathala
YoCela noma Yama SAP? Mhlampe ngingakusiza
Zizombona izesheli emakhaya 😹😹😹😹
Silapha🔥😎
Uyalwazi undaba
@@perfecttvsa7051 🙏
Scela ubaba uHhashelimhlophe asvakashele
Noted bafo ubala🤙
Ukube emculweni kusangenwa ngoprojusa ngabe kushubile haa😂🙌
ngabe baningi esingabazi
@@lusandashandu5182 impela, manje ke sekungenwa ngemali🥱🙌
Awu sukah kukhona Ingoma ethi wangshaya umhlaba
Okuhle kuyanconywa Manqele since after interview yo bhuti Potso sound quality yakho ihleleke kakhulu kanti ai kwi view bekuvele ku 100%🙌🤝
Siyabonga Dzanibe Bhuti 🙏
Bafo kodwa le yokubuza ngabaculi angiyiboni kahle mina ngoba izomosha lento izokona I interview yakho iyeke lento
Aii ngeke usukhava we Cela sale sawuhlala phansi kubi kakhulu manje khohlwa