Zimdola ephendula Mthandeni kwelokumazi ebumnyameni, nangendaba ye 9mm kwafonelwa Ali ngalendaba

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 7. 04. 2024

Komentáře • 154

  • @user-de1nb5jy3z
    @user-de1nb5jy3z Před 3 měsíci +2

    U fusegi u fusegi Zim ungayfihli leyo ngyakvuma mina❤❤

  • @stevendlamini7323
    @stevendlamini7323 Před 3 měsíci +18

    Uwena wedwa Zimdollar omzondayo bonke obunabo ngisho nonogada bamvumele wangena,akangenanga ngenkani

  • @user-xz6ph2cs7n
    @user-xz6ph2cs7n Před 3 měsíci +6

    Ngiyakuthanda mah mazimdollar♥️♥️♥️♥️

  • @ThabangKhumalo_
    @ThabangKhumalo_ Před 3 měsíci +7

    Yimbi inkulumo yalosisi, big time.

  • @nonhlanhlamkhwanazi7632
    @nonhlanhlamkhwanazi7632 Před 3 měsíci +9

    Zimdola akamzondi u Mthandeni ubengeke amqashe ukuba uyamzonda yena ubenephutha umthandeni nozimdola akame manje usekhulume kakhulu isithunzi siyaphela kanti muhle lo cc

    • @sithembisomthethwa5236
      @sithembisomthethwa5236 Před 3 měsíci

      Manje pho uAli umfakelani kule ngxabano yakhe no Mthandeni ekubeni enga mqashanga?

    • @sivuyilegiyama720
      @sivuyilegiyama720 Před 3 měsíci

      Mabengamqashi ebezothengwa ubani amathikithi

  • @bonginhlanhlajali1885
    @bonginhlanhlajali1885 Před 3 měsíci +1

    Thankx cc

  • @JcGroup-fu6pi
    @JcGroup-fu6pi Před 3 měsíci +1

    Daanko sisi uZimdollar ✊✊

  • @Mcmng
    @Mcmng Před 3 měsíci +13

    Kumele sizithathe izinqumo, but awusithathi isnqumo ngokuthuka omunye umuntu.

  • @user-iz1nv8wx5b
    @user-iz1nv8wx5b Před 3 měsíci +1

    Zimdola Cc uyiqhawe ntombi uyama eqiniswen , awumzondi uMthandeni icacile incazo yakho , love you

  • @sthembisongcobo275
    @sthembisongcobo275 Před 3 měsíci +6

    Ngcela ningchazele kahle mina ukuze ngasali ngaphandle. Ngijwayel ukuzwa uMthandeni ethi “Fusegi wethu” Nabalandeli bakhe. But akaze ngayiksisa lento. Ngabe usuke ethuka bantu yini na??? Or myb uFusegi awfani. Ngbuza kahle bakwethu

  • @philaniethokazie2025
    @philaniethokazie2025 Před 3 měsíci +17

    Kodwa Zim Zim awufuni ukuphendula imiibuzo ufuna ukuchaza wena lana bhodla wena ngoba unenkinga ne Gcokama

    • @manahnojiyeza5863
      @manahnojiyeza5863 Před 3 měsíci +1

      Wadela impahlakazi gal....enganeni ..akangalokhu echaza ...footsek!!!!

    • @mcebisizakwe-sw4wi
      @mcebisizakwe-sw4wi Před 3 měsíci

      akabhondle yena vele uzimiphi unenkinga

  • @ZuziweMiya-ni1yp
    @ZuziweMiya-ni1yp Před 3 měsíci +3

    Engenaph u-Ali manje

  • @thembinkosimthethwa5095
    @thembinkosimthethwa5095 Před 3 měsíci +12

    Yena lomfana utshela izwe ukuthi wazi isinqe somfazi omdala kanje. Ithini nje yona intombi yakhe (uma enayo). Bathini abangani bentombi yakhe. Akazihloniphi nje lomfana

    • @mrwizlyshow8229
      @mrwizlyshow8229 Před 3 měsíci

      Awasazi isizulu

    • @manahnojiyeza5863
      @manahnojiyeza5863 Před 3 měsíci

      ......umama omdala....uma yena ...wavele waychiiitha ...enganeni ...wawuthi akenze njani ....Ulilimile yini....uma untangazethu lo....exegelwa wawuthi ingane yenzenjani......geeeede bo😂😂😂😂😂....u Zimdola..." WAYCHITHAAA NJE"""":

    • @SnenezNenez
      @SnenezNenez Před 3 měsíci +1

      Cha ave ninehaba webantu akashongo nje kanjalo eyii ngoba nonakele kulelizwe 😮😮😢

    • @manahnojiyeza5863
      @manahnojiyeza5863 Před 3 měsíci

      @@SnenezNenez ....Sisi....uyasazi isiZulu...umlalelile .......sethi......akazuxolisa kuyena....indaba yabo bazoyilungisa .....emnyameni....coz ....akafuni ukukhuluma ...izinto eziningi.....ngomnikazi wesinqe ..asazi ebumnyameni.....utamhlonipha...akafuni ...ukumhlaza....bayazNa bona bazoyilungisa kuphi.....
      So......susi isisho sithi isiZulu asitolikwa

    • @SnenezNenez
      @SnenezNenez Před 3 měsíci

      @@manahnojiyeza5863 anoke nifunde ukulandela yonke inkulumo maside konke bese niyakukhuluma ke lokhu konakala kwenu ayii cha ave nijaha ukuphawula ngokubi if uyilandela yonke inkulumo phakathi kwabo bobabili uyalithola iqiniso
      Ayii cha nonakele nani😩

  • @MuziGazu-jg7qx
    @MuziGazu-jg7qx Před 3 měsíci +5

    Bafethu khuzani uzimdola uyaziphoxa cc uyaziphoxa ngeke yeka lentoyakho musa ukuzihlisa isthunzi

  • @mpumelelomsongelwa3730
    @mpumelelomsongelwa3730 Před 3 měsíci +1

    Ingafi inhliziyo Bo" Zim Siya kuthanda ,qhubeka nomsebenzi wakho unga phazamiseki

  • @WeltonMzila-nd5hi
    @WeltonMzila-nd5hi Před 3 měsíci +3

    U zimdolar yinkabi ngiyamvuma qhubeka sisi

  • @user-zh7zw7sd8z
    @user-zh7zw7sd8z Před 3 měsíci

    Hey kodwa kule yokwazana ebumnyameni, ngathi uyabaleka sesi wami . Izinkomba ziyasho ukuthi uyakwazi

  • @SibongileMncube
    @SibongileMncube Před 3 měsíci +1

    Zimiphi Mina cc ngithi nje phuma kuMthandeni .Konke akushoyo kuzibe

  • @gcinageneral6365
    @gcinageneral6365 Před 3 měsíci +3

    Niyombona kudala umthandeni ukuthi uyeyisa futhi akaboni muntu

  • @bhekumusabongathamsanqamkh5742
    @bhekumusabongathamsanqamkh5742 Před 3 měsíci +2

    Ngahlangan nentomb'emhlophe,
    I-drive uMercediz,ngavele ngayika,wena uhlale unikwa ,sewazi no-size wempahla weMpisi😂😂😂😂😂

  • @khanyiensele8239
    @khanyiensele8239 Před 3 měsíci +3

    Mmmh seyiphume kakhulu esandleni

  • @MbhunuVilane
    @MbhunuVilane Před 3 měsíci +5

    Umthetho wakhe vel akanambeko umthandeni akabazi tuu abantabadala

  • @BongumusaMathe
    @BongumusaMathe Před 3 měsíci +4

    Mina ukubenginguwe ZIM ZIM ..BENGINGEKE KIPHIKISANE NOMTHANDENI...WAHLULUNGIZWE..

  • @simcelilenopece2718
    @simcelilenopece2718 Před 3 měsíci +1

    Umuntu mebhebhekile ubhebhekile akumele kuhlambalwazwe omunye. Wadliwa losisi akayeke lokhu ekhuluma.

  • @user-kp5ro2dd1t
    @user-kp5ro2dd1t Před 3 měsíci +1

    Aii ubunamanga wena salukazi ubanjiwe unenzondo unenhliziyo embi uthatha izinto personal ngyabonga Ngawe mama hawu😮

  • @user-hf8hv7kx8g
    @user-hf8hv7kx8g Před 3 měsíci +4

    Khon wen unenkinga sisi

  • @kostprycesa3721
    @kostprycesa3721 Před 3 měsíci +2

    Akuve benamancoko kodwa abantu abazalwa ezindaweni zasemakhaya yazi bengithi uZimdollar uzommangalela uMthandeni ngaleya nkulumo yesinqe, ukunalokho uyaphindisela naye nge 9mm😂😂😂😂😂, akukho defamation of character ntoni ntoni zikhalà nxazonke😂😂😂😂😂. Ngaze ngabathanda bobabili

  • @sithembisomthethwa5236
    @sithembisomthethwa5236 Před 3 měsíci

    UMashwabana ushiyelweni ngaphandle ekubeni kunguye umculi wombhaqanga osezingeni elophezulu kule minyaka futhi esebenzisana kakhulu nama ciko amaningi kaMaskand?

  • @mlungisimasikane5673
    @mlungisimasikane5673 Před 3 měsíci +7

    Sisheshe sahleka kuloludaba, u zimdollar usebenzise i advantage yokuthi umcimbi owakhe ukuveza izondo anayo noMthandeni

    • @henrysontomgidi1827
      @henrysontomgidi1827 Před 3 měsíci +1

      Nawe Masikane une nzondo no Zimdollar akusikho ukuthi awuboni ukuthi u Manqele uhlala esephutheni ngasosonke isikhathi thola imbangela bese uyahlaziya iba neqiniso mfoka Masikane

    • @ayandaanele3180
      @ayandaanele3180 Před 3 měsíci

      Bangamkhotha umdidi laba umthandeni

  • @mduduzinyoni6092
    @mduduzinyoni6092 Před 3 měsíci

    Kodwa wabanjani, we ZimMdola

  • @mndenimenzi4787
    @mndenimenzi4787 Před 3 měsíci +1

    Mayincane pho ayiChamisanini?? Eyi niyaphapha Zimiphi koda coz mayikwenelisa nje akusho lutho ubungakanani. SenaJwayela amaZayiZayi aphethe oweziMbongolo eyi inkomo ayisekho ikhala amanzii washo uNgizwe

  • @MaxwellSolomuziNgema-lo7hh
    @MaxwellSolomuziNgema-lo7hh Před 3 měsíci +2

    Wena Zim khona into oyizondayo kùmthandeni

  • @lungileNgubane-cv6ef
    @lungileNgubane-cv6ef Před 3 měsíci +2

    Cha zimdollar uyalizonda igcokam phumela obala uchazekahl Kut wakwenzan

    • @ayandaanele3180
      @ayandaanele3180 Před 3 měsíci

      Udakiwe wena uvuna leslima somfana sibheda,yin umkhotha amasende nomdidi yin

  • @Sbusiso1402Kenneth-oe5uw
    @Sbusiso1402Kenneth-oe5uw Před 3 měsíci +1

    Silinde kubona video laa efaka khona Dj wakhe ngenkani ekhipha obekhona

  • @ntokozombatha1335
    @ntokozombatha1335 Před 3 měsíci +1

    Sisi uqasithaqaza isinqa sakho sisi akwakwa ukuqamba manga kangaka😂😂😂😂😂

  • @mbekezelisawoni6747
    @mbekezelisawoni6747 Před 3 měsíci

    UZimdola ai why eDestroy omunye umuntu ngoba phela kwenzeka okwenzeka kwadlula?

  • @demede391
    @demede391 Před 3 měsíci +2

    Wenze kahle zimdolla uyedelela lo uhlezi ona imicimbi yabantu beqede bemkhulumele laba abancethezayo

  • @user-ne2du6em1t
    @user-ne2du6em1t Před 3 měsíci

    Uwena cc ongazihloniphi awuhloniphi abaculi awuhloniphi abantu abathenge amathikithu ukuxhasa lomcimbi awusahloniphi ngisho osebenzisana nabo uchaze kahle usage manager sizwile zeolite cc uphambukile

  • @user-kb3oe6lt6f
    @user-kb3oe6lt6f Před 3 měsíci

    Nazana kanjan ebumnyameni noMthandeni Zimdola?

  • @Colonial-nm2kj
    @Colonial-nm2kj Před 3 měsíci

    Uzimdola akayizwanga ingoma yokuqala kamthandeni ngoba belibele utswala edakiwe

  • @phumlanindunah7578
    @phumlanindunah7578 Před 3 měsíci

    Kokunye sisi Zimdollar mele ehlise ukukhuluma kakhulu nokuba emotional. Amagama akho sisi abuye abe nenhlabathi kanti uyi public figure

  • @user-gr9tb3xw7m
    @user-gr9tb3xw7m Před 3 měsíci

    Mxm wena njlo utholakala emadodeni 😂😂😂 une drama magogo Zimiphi😂😂😂

  • @sivuyilegiyama720
    @sivuyilegiyama720 Před 3 měsíci

    Lentombazana iqambelani amanga ngotshwala ngoba yafika yaphuca I mic ku Duyaza, sithole nini iskhathi sokunukisa utshwala ngoba babengaqondene

  • @zukontsasa2413
    @zukontsasa2413 Před 3 měsíci

    Kodwa ke behlala besitsho occ ...uzim amazi ngqoo umanqele

  • @NkosiphenduleNkasana
    @NkosiphenduleNkasana Před 3 měsíci

    Ngeke nanicokola ngantoni no Ali nge totoloza ka Mthandeni ngek uxifaka zonke nyameni

  • @thobelanixulu
    @thobelanixulu Před 3 měsíci

    Hhay sisi akalunganga kahle hhay😢😢😢

  • @ntokozoolwethu5079
    @ntokozoolwethu5079 Před 3 měsíci

    Usiburukeeee😂😂

  • @samkelosethathi1357
    @samkelosethathi1357 Před 3 měsíci +1

    Zimdola isuk kude lent benomthanden lent yen nobabil iyeken nisubukis amanyal ngob ngempel Ingath niyazan kakhulu

  • @thokozanemthimkhulu
    @thokozanemthimkhulu Před 3 měsíci

    Uzimdola awukho nowodwa umbuzo awphendulile kwacaca ,kunalokho uyasxoxeka umbedo

  • @MbhunuVilane
    @MbhunuVilane Před 3 měsíci

    Nakhyaaa 😂😂ngvele ngabonanje kuth udzakiwe

  • @user-cm2hg4fq2f
    @user-cm2hg4fq2f Před 3 měsíci

    Ufuseg ufuseg Menziwa 😂😂,uphazamile umfo.

  • @mlungisi9035
    @mlungisi9035 Před 3 měsíci

    Besekumele nimuyeke ngoba besephakathy

  • @sbonisotetwayo6827
    @sbonisotetwayo6827 Před 3 měsíci

    kanti umthandeni wayebhekise kubani mayethi "nawe nombiliyane ntomb yebandla"

  • @thabaninyawo-hv5ge
    @thabaninyawo-hv5ge Před 3 měsíci +1

    Wena uyazihlonipha uma ubona

  • @Gatsheni-81
    @Gatsheni-81 Před 3 měsíci

    uAli umfakelani ngoba phela manje uchazile yamelekelela iNetwork , mangabe uthi usaba enye indoda awuboni yini lomsindo usufaka abanye abantu manje N UZOBHEBHETHEKA KUBENJEYANA INTO OYFUNAYO LEYO? ZIMDOLLA SISI KHULA dealer neskhova wena uyeke abaculi abanye ngoba uzosusa impi engenasdingo nje.

  • @sbonelomshibe3114
    @sbonelomshibe3114 Před 3 měsíci

    Akulona elikhulu elenza umsebenzi, if ufuna elikhulu shuthi kusuke sekonakele nakowesifazane

  • @alfredgumede4678
    @alfredgumede4678 Před 3 měsíci

    Umsakazi komuny umsakazo

  • @SmilingBeach-di2ek
    @SmilingBeach-di2ek Před 3 měsíci

    Ngihlekiswa ukuth u Ali yena uyibone kanjan 🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @SIBUSISOXULU-vk9po
    @SIBUSISOXULU-vk9po Před 3 měsíci +2

    Lomfana uyedelela uyaphapha bese uyazincoma emva kwalokho

  • @phumlanindunah7578
    @phumlanindunah7578 Před 3 měsíci

    Kodwa Zimdollar bengamele abe esakhuluma kakhulu kuleyanto. Bengasamele u dictate kakhulu ngoba umcimbi owakho and uwonakele umcimbi ngento obungayi avoid.

  • @lindokuhlemacuacua1033
    @lindokuhlemacuacua1033 Před 3 měsíci

    Uyatrenda uMthandeni kukhulunywa ngaye yonke indawo.

  • @bhekumusabongathamsanqamkh5742

    Sisssssis Zim

  • @Lih671
    @Lih671 Před 3 měsíci

    mshayi wesinqe umthandeni😅😅

  • @OwenNgubane
    @OwenNgubane Před 3 měsíci

    Ayi inzima lendaba kanti 😂😂😂

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede Před 3 měsíci

    Mthandeni Zimdolar nobabili nonamaphutha kanti ke niyizixhwanguxhwangu nobabili.

  • @WeltonMzila-nd5hi
    @WeltonMzila-nd5hi Před 3 měsíci

    Nxwse sisi sibonge ukuvusa baculi

  • @manahnojiyeza5863
    @manahnojiyeza5863 Před 3 měsíci

    Uthi u Zimdola ...akuqalwa ptshwaleni.......kodwa wena zimdola uqale khona......🤷‍♂️🤷‍♂️🤷‍♂️🤷‍♂️......ubungeke uwenze lamasimba owenzile ......ububhubhuza

  • @zolapeter98
    @zolapeter98 Před 3 měsíci

    Ali uzoyeka ukhuluma komama ngamadoda,

  • @sgwilintombela7786
    @sgwilintombela7786 Před 3 měsíci

    Zimdollar amasimba nje,bengifisa uMthandeni angasho lutho,it's not worth it ukuphendulana nomuntu wesifazane,worse onjena

  • @SboMokoena-lo3xt
    @SboMokoena-lo3xt Před 3 měsíci +3

    Angithi uMgube usake wamthela imvubu.

  • @Godongwane-d3b
    @Godongwane-d3b Před 3 měsíci +2

    Zimdola ay akaphucwa umculi I mic ubhedile ungaphinde uyenze lento😮😮😢

    • @MlungisiCliff
      @MlungisiCliff Před 3 měsíci

      Umuntu odale yonke lento usikhova, Nguye oqhale uku dlubulundela wafak u Mc wakhe wambiza. Ngesikhath esingafanel

    • @sthembisongcobo275
      @sthembisongcobo275 Před 3 měsíci

      The effort abayfakile behlela lo mcimbi energy, iskhathi sabo abasdelile imagine! Sekoniwa umuntu oyedwa nje ngoba ebizwa ngumculi ngosuk lokgcina. That’s unfair! It’s unacceptable. Inhlonipho ibalulekile noma ngabo umculi ongaphezulu kwabanye

    • @manahnojiyeza5863
      @manahnojiyeza5863 Před 3 měsíci

      ​@@sthembisongcobo275.....AKONANGA LUTHO.....ESPECIALLY NGOBA AKAZIFAKANGA E STAGE.......ubekuphi yena umaAuntiza 😂😂..
      Untangazethu....usinqa sobumnyama.....ubesashaya izi tiff ....njengoba eqhamuke esebhubhuza nje......

  • @velikhumalo
    @velikhumalo Před 3 měsíci

    Usaqhubeka nohlambalaza umthandeni niyamuzwa angithi vuman Thanin yebo syamuzwA

  • @velikhumalo
    @velikhumalo Před 3 měsíci

    Akobeniyamuzwa Losisi usaqhubeka njalo

  • @user-lg3nl4wl5i
    @user-lg3nl4wl5i Před 3 měsíci

    Awfuni abizwe kushuty uyabaleka uyazi kahle inhlamvu yakhe

  • @SandileHlatshwayo-od1nj
    @SandileHlatshwayo-od1nj Před 3 měsíci +2

    Udunudunu uyasangane nje uyaziwa

  • @silviavilakazi4311
    @silviavilakazi4311 Před 3 měsíci

    Yoooh noooo mthandeni's fan are narrow minded yoooh .Yoooh do you all listen to reason thou do y'all get mthandeni was wrong kodwa.

  • @MpenduloNtuta-tp2jb
    @MpenduloNtuta-tp2jb Před 3 měsíci

    Lidikazi u zmiphi andiqondi wendile

  • @Mavelas448
    @Mavelas448 Před 3 měsíci +2

    Nisuke nimqashelani emcimbini yenu manazi ukuthi uzonihlupha uyanilaya umbiza kanjani umuntu mawazi ukuthi kungenzeka akumoshele umcimbi wakho

  • @derrickmafotho4861
    @derrickmafotho4861 Před 3 měsíci

    Ay uyawusakaza umsangano Losisi waseVuma😂😂😂😂

  • @princemasango4264
    @princemasango4264 Před 3 měsíci +1

    We ntombazane ungachaza uthini uzivikele ngayiphi indlela kodwa eqinisweni ubhedile khona manje ukhuluma ngenhlonipho wena ubona ingani lento oyenzile ibenenhlonipho khonaphana usuyaphika uthi awumthukanga mawuthi Fusegi ubumthakazela or ubukade umthuka so wena nguwena obukade unamandla ukudlula wonke umuntu obelaphayana uMthandeni uhlule kwa security wahlula kwabhawunsa waze wakhonwa wuwena ??? Cha uyaphapha ntombazane njalo uyakuthanda ukubukwa niyafana noMthandeni

    • @user-cy5vy4mv6z
      @user-cy5vy4mv6z Před 3 měsíci

      Wena ungenze njan umntu umkhuze Kahle nivane fthi kant yena ukususa nje phambi kwakhe bese akuhambe ngasemva ayokwenza ukuthanda kwakhe emzini wakho okanye endaweni obekwe kuyo nje NGO controller uMthandeni ubhedile futsek

    • @princemasango4264
      @princemasango4264 Před 3 měsíci +1

      Kofuneka uyilalele kahle inkulumo yami ayisho ukuthi uMthandeni uryt ubhedile kodwa phela umbhedo awulungiswa ngombhedo kutsho ekucineni sebeyabheda bonke inhlamba ibisingeyani kulontombazane

    • @manahnojiyeza5863
      @manahnojiyeza5863 Před 3 měsíci

      Inamanga lentombazane

  • @user-lg3nl4wl5i
    @user-lg3nl4wl5i Před 3 měsíci

    Wena uyazidefend sathane

  • @moyomatsinda1016
    @moyomatsinda1016 Před 3 měsíci +3

    nxaaa msunu ka zim dollar usho ngobubi ididi leli

    • @lindabuthelezi4576
      @lindabuthelezi4576 Před 3 měsíci +2

      Hhaybo muhle kabi lomfazi,ungasho nje uma umzonda noma ungamazi umuntu omuhle,muhle nje ngempela

    • @user-pr6qn3nq5z
      @user-pr6qn3nq5z Před 3 měsíci

      Kodwa inhlamba engaka ukhulelehlathini nhe

    • @NonhlanhlaPriscillaMatlala
      @NonhlanhlaPriscillaMatlala Před 3 měsíci

      Haaa washo kwi manzi yakwa Biyela iyagquma akho lunchbar ebsweni unomona

  • @user-kn3pc2np1h
    @user-kn3pc2np1h Před 3 měsíci

    Uyahlanya wena ,mucabanga ,u Ali engasaba ingane le engumthandeni ,wenanje vuma uyakukhwela umthandeni finish

  • @user-kp2ik9kx2g
    @user-kp2ik9kx2g Před 3 měsíci

    Siburuke😂😂😂😂

  • @BongumusaMathe
    @BongumusaMathe Před 3 měsíci

    UMTHANDENI UBESESEPHAKATHI UKUMULINDA ASHAYIYINGOMA EZINTATHU BEKUYINI

  • @user-hf8hv7kx8g
    @user-hf8hv7kx8g Před 3 měsíci +1

    Shuthi ibhobo yakho isivuleke kakhulu awusezwa ngisho ipipi ikulu bo igolo lakho mama 😳

    • @thintamanyoni9761
      @thintamanyoni9761 Před 3 měsíci +1

      Mmmm aze alumela amagama, awucabange nje ingane yakho isibona lombhalo, kungathini kuwe? Kungahlala kanjani? Hhay kunzima

    • @user-pr6qn3nq5z
      @user-pr6qn3nq5z Před 3 měsíci

      Akanayo inganelo akekho umuntu ongakhulumakanje ezele

    • @NonhlanhlaPriscillaMatlala
      @NonhlanhlaPriscillaMatlala Před 3 měsíci

      Uhlabekiswa ipitshana lakhe elimshiyisa ngeyntombi ningaphiki naye nimoshe idata lenu akafundisekanga kwakubo

    • @manahnojiyeza5863
      @manahnojiyeza5863 Před 3 měsíci

      ​@@thintamanyoni9761.....izingane ...sinazo....bo....Kodwa ....kuzogcina uzwe ....ikhulumeke indaba yehholo...ngoba lomama..usile uliqili.....namanje akayiboni I wrong into ayenzile........

  • @MkhululeniMhlongo
    @MkhululeniMhlongo Před 3 měsíci

    Wawumbizelani ngoba uyamazi kut uyahlupha phela akalambile lowambhem or wawenzela khona kuzogcwala

  • @NkanyisoNgubane-bz9ee
    @NkanyisoNgubane-bz9ee Před 3 měsíci

    Ulimi lwakho lunenhlabathi msakazi wasokhozini

  • @NdumisoDlamini-oc2xf
    @NdumisoDlamini-oc2xf Před 3 měsíci

    Akehlise iskali sophuzo oludakayo 🤣🤣🤣

  • @musandaleka2305
    @musandaleka2305 Před 3 měsíci

    Poor captured.usiVideoriserl icele nje sibuka amaFlame nje lana

  • @melusiblose372
    @melusiblose372 Před 3 měsíci

    Mina ungiphoxile ulibele usability ngalaboskhotheni baking ababulala abantu ngeke sikudabukele kuCele again.. you were rude

  • @user-vy3dh5rz9o
    @user-vy3dh5rz9o Před 3 měsíci

    Respect man,you are a woman know yuor place,please!

  • @MlungisiMtshali-vq1rr
    @MlungisiMtshali-vq1rr Před 3 měsíci +1

    Zimdollar unamagama amaningi manjer futhi🥺 inzondo unayo ngoMthandeni indlela akhuluma ngayo iveza yonke into

  • @faithsibiya91
    @faithsibiya91 Před 3 měsíci

    😂😂😂😂😂

  • @mndenimenzi4787
    @mndenimenzi4787 Před 3 měsíci

    Mxm sfeb lesi

  • @user-gl4mo7fe1y
    @user-gl4mo7fe1y Před 3 měsíci +1

    Unomlomo omanzi kodwa lozimdola wakhona

    • @manahnojiyeza5863
      @manahnojiyeza5863 Před 3 měsíci

      Vele uma ubuye Mendweni.....ungqavuza ...kanjeeee......unamanga.....ZIMIPHI....waychithaaa .....bo ....bukamanje ....usumphushe......waze waveza....ubuthakathaka....bakho.....yehlisa ......mfazi.....

  • @Mcmng
    @Mcmng Před 3 měsíci

    Kodwa uZimDollar umqambelelani uAli amanga, ngeke loSisi🚮

    • @manahnojiyeza5863
      @manahnojiyeza5863 Před 3 měsíci

      Secasha ngo Ali .....final..ukuthi....wadliwa...ebsuku yingane....Sefuna ukuyiphoxa......kanti thina ....sibona ...kuphoxeka yena

  • @goodkidvlogs
    @goodkidvlogs Před 3 měsíci

    Losisi angimthandi, uyin nje yena ngempela phekomunt weslisa, yaz nje impela emajele sisazoya 🤞🏿

    • @user-xz6ph2cs7n
      @user-xz6ph2cs7n Před 3 měsíci

      Ngamanye amazwinwena, useka isenzo samamqele, loyamjita uyabheda njee angikhathali kuthi udumile, noma ngiyakuthanda yini uyeyisa njer qha, dank mazimdollar

    • @goodkidvlogs
      @goodkidvlogs Před 3 měsíci

      @@user-xz6ph2cs7n kodwa ikhona enye indlela okungenziwa ngayo, uyabona Uma ungumunt weslisa lo owakwazulu, umunt wesmame akakhuphuki nje ekwendlule ngamazwi, Lanka amathuko nangokuzikhukhumeza phezu kwesilisa cha, kuyingozi kakhulu futh phamb kwabantu, wemfwethu akabhasobhe ngempela esliseni ngalendlela losisi, sidaliwe thina eyyyy eyyyy 🤦🏾‍♂️

    • @NonhlanhlaPriscillaMatlala
      @NonhlanhlaPriscillaMatlala Před 3 měsíci

      Kushkuthi ulijwayele Ijele sokukhapha ke bafo... TEAM ZIMDOLLAR❤️😝

    • @goodkidvlogs
      @goodkidvlogs Před 3 měsíci

      @@NonhlanhlaPriscillaMatlala lol

    • @geniousmndlovu5896
      @geniousmndlovu5896 Před 3 měsíci

      Awuphilile ekhanda mfethu, ubolile

  • @bonganimncube377
    @bonganimncube377 Před 3 měsíci

    Unomlomo omanzi nawe awboni noba sewenziwa islima kunini ukhuluma lemsangano🚮