Video není dostupné.
Omlouváme se.

Usizi inyanga ihluleka ukubuyisa umuntu othwetshuliwe

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 30. 05. 2024
  • Usizi inyanga ihluleka ukubuyisa umuntu othwetshuliwe.
    #podcast
    #storytime
    #transformation
    #trending

Komentáře • 167

  • @gcinilezinhle4524
    @gcinilezinhle4524 Před 2 měsíci +79

    Menzistor.....i like it when you said i long weekend ende 😂😂

  • @NtsoakiCele-mh8th
    @NtsoakiCele-mh8th Před 2 měsíci +8

    A very good narrator ngimlalelala ngize ngilale kamnandi ngathi ngiyingane emncane.

    • @phumezasonti-siziba4234
      @phumezasonti-siziba4234 Před měsícem

      I just discovered his channel and I listen to his stories everyday❤.... I sit and wonder how he's able to narrate these stories so well 😊

  • @nkosingiphilehlongwane9501
    @nkosingiphilehlongwane9501 Před 2 měsíci +16

    Loyonyanga aybusiye Imali uma kungenjalo aydutshulwe ngoba isgebengu akekho umuntu owake wabuya ethwetshuliwe umhlaba wonke jikelele never

  • @sabelasimphiwe7491
    @sabelasimphiwe7491 Před 2 měsíci +7

    Udele konke obunganakho emhlabeni ulobole inja ezokubulalela abantu bakini ngobufebe engabe umuntu washo ukuthi akakakulungeli ukugana, Into engiyithanda ngedlozi liyakubuka ubusy wenza imkhuba yakho nokuncola ekugcineni akugcini wena🤞

  • @michaelndlovu7734
    @michaelndlovu7734 Před 2 měsíci +6

    Nathi singabantu yithina esenza izangoma ziqhubeke zilokhu zidlala ngathi coz honestly okunye kufuna i common sense njee

  • @TracyMthiya
    @TracyMthiya Před 16 dny

    Ngithi angibonge ,selokhu ngaqala ukubuka iTransformation ,sengihlala ngikhululekile emoyeni ,sengizizwa nginga khathazekile❤❤❤❤

  • @kgkhumalo-pt3wm
    @kgkhumalo-pt3wm Před 2 měsíci +5

    Cebekhulu mkhaya wami. Mina ngisondini. 🙌

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 Před 2 měsíci +7

    Hmmm aakukho okufihliwe okungeyakuvela nokuthi MY Buti askholwe umuntu maseshonile asamukele nkosiyami

  • @ayandagprinceg9466
    @ayandagprinceg9466 Před 2 měsíci +3

    Mina into engenza idata lami lingapheli nhlobo ay yabona ubhuti MC Menzisto uyangibonisa and ngyamuzwa mina

  • @phumzileevidence4993
    @phumzileevidence4993 Před 2 měsíci +9

    Kodwa weMenzisto uSkhulu usahlaleleni,nomfazi ophingiled wabulala ngaphezulu😢😢😢wazewabola umakoti!!!

    • @ZandileKhwela
      @ZandileKhwela Před 2 měsíci

      HAYI NAMI UYANGIMANGAZA WHY ENGAMUBOPHISI VELE , EI NAYE bONGEK WHY ENGAMUPOKELI YOOO

  • @philanimdumavundla
    @philanimdumavundla Před 2 měsíci +1

    You are really transforming lives, MC! Ngikhumbula usakhuluma ngejele ,usamemezela abantu aba active kuma comments 😀. Kodwa manje usukwenye level 🙌🏽🙌🏽.
    Usufana ne Life Coach. Your teachings ayaythola indawo kwimiqondo evundile. I thank you ❤️👍🏽

  • @Jonhywalkerchonco590
    @Jonhywalkerchonco590 Před 2 měsíci +3

    Shembe 🙆‍♀️🙆‍♀️
    1 thing about inyanga ikutshela lokhu okusemqondwen wakho lokhu ofuna ukuzwa wena
    Wabola umakoti 😢

  • @user-rz2qy2pz5v
    @user-rz2qy2pz5v Před 2 měsíci +3

    Over 7000 Views but less than 1000 Likes, aybo why senza kanjena bafethu💔

  • @user-gm9xr2lb3m
    @user-gm9xr2lb3m Před 2 měsíci +3

    I'm Watching 4rom Mambisa Menzisto❤

  • @BLACKSPORTSTV81
    @BLACKSPORTSTV81 Před 2 měsíci +4

    Izinyanga ziyadlala ngabantu

  • @nkaliphomkhize2702
    @nkaliphomkhize2702 Před 2 měsíci +3

    It’s going CRAZY,it’s going BANANAS ka World 🙆🏼‍♀️

  • @thobaningubane593
    @thobaningubane593 Před 2 měsíci +4

    Yaz mfokaCebekhulu isebenza ngomqondo nangolwaz lakho inyanga, Once yabona ukuthi khona into osuyicabangile ukuthi iyona kuwukuthi njengoba ula kuyona usuzofuna ukuba nesiqiniseko.Izokusebenza & izosho yona lento osuyicabangile ikuqothule ikuqede

  • @user-we6gq8vi9x
    @user-we6gq8vi9x Před 2 měsíci +2

    Makibe vele umakoti ka Shoba wayenza lento ,unembeza uzomhlukumeza kakhulu, ngoba phela makube wase bhaqiwe kwakufanele yena enze ngenye indlela hay ukumbulala nkosyam into enzima kanjena😭😭

  • @smarazondi6338
    @smarazondi6338 Před 2 měsíci +4

    Ngila ka Maphumulo 🗣️🗣️♥️♥️

  • @mbangomunidanisa
    @mbangomunidanisa Před 2 měsíci +3

    Ikhehla lase stolo😂😂
    Siyabonga mfoka Cebekhulu 👏🏽

  • @user-mn3my6ue7k
    @user-mn3my6ue7k Před 2 měsíci +10

    Indaba yezinyamga inkosi impela wagcina ngesilo samabandla inkosi uShaka kaSenzangakhona ngoba zazi Uma zike zaqamba amanga ishoba lilala amazolo kuhle ukwamukele ukuhamba lomuntu.

  • @sinethembamagasela1833
    @sinethembamagasela1833 Před 2 měsíci +2

    Menzisto you made my day 😂😂 LOL this story is funny nje, "makoti obolile" LMFAO

  • @michaelndlovu7734
    @michaelndlovu7734 Před 2 měsíci +3

    Abantu abafundi kahle kahle bango Thomas bakholwa ngokubona

  • @diskiloverscorner.7688
    @diskiloverscorner.7688 Před 2 měsíci +5

    i score baba 😅👌

  • @MbizoG
    @MbizoG Před 2 měsíci

    I'm watching from Boipatong in Gauteng thanks for narrating wisely nicely perfect. I'm still learning from you and your team

  • @user-uy6ru9kh2n
    @user-uy6ru9kh2n Před 2 měsíci +1

    yisishimani esisahlala nombulali owabulala udade wabo ngobufebe yerrrrr

  • @zamambhele242
    @zamambhele242 Před 2 měsíci +6

    Uzombulala Naye lomfazi

  • @user-pc6cc4sp9p
    @user-pc6cc4sp9p Před 2 měsíci +4

    Denial is dangerous..death is death...MHSRIP..inyanga zamanga..accept what u cannot change.

  • @bongythwala9840
    @bongythwala9840 Před 2 měsíci +7

    Ngila kwaNongoma eMcebo

    • @lukhelerudofmcebo4535
      @lukhelerudofmcebo4535 Před 2 měsíci +1

      Aww ligama lami nje Mcebo ... Ngyamangala kunendzawo lokutsiwa kuseMcebo ngalapho eSouth Africa yoooh my name🇸🇿

  • @thembisilemsiza942
    @thembisilemsiza942 Před 2 měsíci +3

    Yhuuu ngiyakholelwa ngempela ekutheni umuntu uyazilwela esethuneni leyo sms nje 🤔...

  • @MthokozisiNala-yy7hs
    @MthokozisiNala-yy7hs Před 2 měsíci

    Uyaphilani kodwa mfoka Cebekhulu usekhona umfoka Nala asambee mnewethu ❤❤❤❤

  • @mduvine
    @mduvine Před 2 měsíci +3

    Naye Uskhulu bamdlisile , uhlala njani nomuntu okusolwa ukuthi ubulele udadewenu, no matter that you are "innocent until proven guilty" kodwa everything it's obvious in this case, why she was quick to delete the message

  • @JoanneLungile
    @JoanneLungile Před 2 měsíci +1

    The girl am talking about, who died after eating a sandwich she bought at Heathrow airport was a sixteen year old, it was in 2016 places goggle and read ,people read about allerge reactions ,some people are allergic to nuts, certain fishes ,seeds etc ngybonga

  • @thembisilehadebe
    @thembisilehadebe Před 2 měsíci

    Siyabonga Nkunga🙌 ngezimfundiso nezeluleko zakho.

  • @ZizoMhlakaza
    @ZizoMhlakaza Před 2 měsíci +3

    Enkosi bhuti ngezi videos zakho ndimutsha apha from Cape town

    • @chief7765
      @chief7765 Před 2 měsíci +1

      You are going to gain a lot of knowledge and wisdom on this channel trust me.
      Zama ukumamela ezidlululeyo

  • @user-rw7dc5es6w
    @user-rw7dc5es6w Před 2 měsíci

    Ngiyafisa ukwazi ukuthi Cebekhulu wameluleka wathini umfokaShoba njengoba wayefuna izeluleko ngodaba olunzima kangaka.....siyabonga baba ngomsebenzi osenzela wona makwande.

  • @user-xd2jc2yx2v
    @user-xd2jc2yx2v Před 2 měsíci

    Kodwa bekufuz'ukuthi lenyanga izibambel'lomsebenzi😢😢😢 25k. Ukuthi abashonelwe bazenzel' ngiyala

  • @bonganibuthelezi8095
    @bonganibuthelezi8095 Před 2 měsíci

    Sivuleka amehlo ngezinyanga zamanga la danki menzistor👊

  • @SphaMagwaza
    @SphaMagwaza Před 2 měsíci +1

    LENYANGA YAYIHLANGENE NOMAKOTI

  • @smarazondi6338
    @smarazondi6338 Před 2 měsíci +1

    Mmmmm ay lomakoti ngivele ngabona iqiniso uyalazi

  • @JabulileMsimango
    @JabulileMsimango Před 2 měsíci +1

    Mr McMenzisto abantu abakholwe kunini siyokhohliswa abosiyazi bedlala ngathi mina nje angisafuni lutho

  • @freedommyeza2601
    @freedommyeza2601 Před 2 měsíci

    Kazi kwenziwa yini abantu kuzozonke inkinga bese becabanga kuthi ukubulala umuntu kuyi solution 😢 lomakoti nje uzoboshwa udilikajele ngalobubufakazi lezinyanga ezizigebengu Ave zinesdina

  • @user-qy3bt8py8n
    @user-qy3bt8py8n Před 2 měsíci

    Painful story syabonga kakhulu

  • @user-by4ye6fc9g
    @user-by4ye6fc9g Před měsícem

    Iyiphi lenkantolo ezothetha icala lokuphinga phinde ubulale ...usamgcinele ukthini vel ngob kungaphezu kobukcbanga

  • @duduzilemlotshwa9282
    @duduzilemlotshwa9282 Před 2 měsíci

    Hmmm wanonya lomakoti.Wayevele engenwe yini esenza amanyala😢

  • @Mzobhana
    @Mzobhana Před 2 měsíci

    😬Wehh yabona lento yabantu abadala ne technology🙆‍♂️iyababambisa

  • @user-yz1os4ij9m
    @user-yz1os4ij9m Před 2 měsíci +1

    Menzistor 🎉🎉🎉

  • @thokozaniselby1092
    @thokozaniselby1092 Před 2 měsíci

    Awww ikhehla lase Stolo 😂

  • @user-om7gs8hg2o
    @user-om7gs8hg2o Před 2 měsíci

    Watching from Durban Central

  • @luckyndlovu2926
    @luckyndlovu2926 Před 2 měsíci +1

    Ikhehla lase stolo.😅

  • @khulanisithole1657
    @khulanisithole1657 Před 2 měsíci

    ikhehla lases'tolo🙏

  • @ZonkeNkwanyana
    @ZonkeNkwanyana Před 2 měsíci +1

    Mmm hhay bandla kyadlalwa ngabantu

  • @kwazilucas
    @kwazilucas Před 2 měsíci +1

    Kazi lenyanga yagcina yenzenjani ngemali yabantu.

  • @user-NDUMORE325
    @user-NDUMORE325 Před 2 měsíci

    Cha lenyanga yadlala ngabantu

  • @noziphokhumalo6090
    @noziphokhumalo6090 Před 2 měsíci

    Uthando lunamandla! Uskhulu unenkinga no18000 kodwa nguye owasukela inyanga phela nayo ibingeke iyeke imali. Akanankinga nomfazi ojola namakhehla maqede abulale uze amcashise bangayi ekhaya😮

  • @sihlemasondo2898
    @sihlemasondo2898 Před 2 měsíci +1

    Ushonelwe la uphindwe uqolwe u 18000 😢

  • @elijahmodisa6347
    @elijahmodisa6347 Před 2 měsíci

    Danko my friend, Botswana we connect ❤

    • @Emgee_Bozza
      @Emgee_Bozza Před 2 měsíci

      How do you understand cz it's not English

  • @mduduzipooe9619
    @mduduzipooe9619 Před 2 měsíci

    Uskhulu uyibhari...usahlala naloyo makoti😢

  • @makhosinimadinane9182
    @makhosinimadinane9182 Před 2 měsíci

    Ewu! Uyingozi lomakoti. Usengayibulala nayo lendoda. Kumele asheshe ayilungise lendaba loMfo.

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Před 2 měsíci

    Yayibheda nje leyonyanga mbumbulu yeqola abantu bexakekile imali engaka yayibadakelwa ngempela futhi

  • @SimphiweZuluSphamandla
    @SimphiweZuluSphamandla Před 2 měsíci +1

    Nkulunkulu nedlozi lomfo bese kumsizile kwamembula amehlo yazi before kushaye lo 7 dayz

  • @nomathembangcongo9457
    @nomathembangcongo9457 Před 2 měsíci

    Menzisto indlela oxoxa ngayo izistory zakho umuntu umthatha umbeke .Inyanga ayibuyise imali yadlala ngabo

  • @bongekahadebe3201
    @bongekahadebe3201 Před 2 měsíci +1

    We jesu not my name being Bongeka🙆🏾‍♀️🤣

  • @zwilethunyathi6681
    @zwilethunyathi6681 Před 2 měsíci

    I heard that one... nge long weekend ende

    • @ZOE_NtombiYoMancwabe
      @ZOE_NtombiYoMancwabe Před 2 měsíci +1

      I love us black people. Thina we put our own spin on things...for the sake of emphasis 😅.

  • @SaneleZondi-vy6cb
    @SaneleZondi-vy6cb Před měsícem

    Yehheni webantu is 😂😂😂

  • @ollieolzvlog
    @ollieolzvlog Před 2 měsíci

    While you watching guys please don't forget to like the video
    Also the is a dollar sign press that sign let's support them by sending some money or joining membership

  • @MthobisiGama
    @MthobisiGama Před 2 měsíci

    100k uyeza 🔥🎉🙏

  • @nomthandazomalunga1742
    @nomthandazomalunga1742 Před 2 měsíci

    Watching from eGoli

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 Před 2 měsíci

    Kwakumele yenze yona leyonyanga kwakumele ibuyise leyomali noma ibulawe iyiqola nomakoti ukhohlakele

  • @phelelanizungu
    @phelelanizungu Před 2 měsíci

    ai lezinyanga ziyqedile iymal zethu

  • @user-lb8fr5zv7j
    @user-lb8fr5zv7j Před 2 měsíci +1

    Zinamanga izinyanga

  • @khethiwemethula4977
    @khethiwemethula4977 Před 2 měsíci +1

    Kwakubi, so i-post mortem was right ukuthi udlisiwe usisi, imali engaka isihambile. Inyanga why ingabonanga ukuthi umthakathi usegcekeni.....waba wrong umakoti kabhuti.

  • @ChuseOwen-yu5nn
    @ChuseOwen-yu5nn Před 2 měsíci

    Kusamele uvakashele Gcabashe 😂

  • @sfundokwazi2351
    @sfundokwazi2351 Před 2 měsíci

    umakoti akamshiye nje ngesihle ngoba kuzolandela esinye isidumbu, ozothola ukuthi naye ushoba unedliso phakathi ngoba akukwazi ukuthi engahlala nomuntu nje okanjena

  • @user-mz3xk2fo6t
    @user-mz3xk2fo6t Před 2 měsíci +1

    Akamxoshe

  • @mzamojakavula8029
    @mzamojakavula8029 Před 2 měsíci

    Kwakuyi-allergy wena mfo kaMenzisto le. Ziza ngeendlela ngendlela

  • @user-hy3qd5ku4o
    @user-hy3qd5ku4o Před 2 měsíci

    Inyanga le bekungamele futhi afune imali ngoba lokhu ababevumelane ngakho kwakungasenzekanga futhi yena kwabakahle wazitholela iqiniso ngokwakhe yingakho engabuyanga locc ngoba wayengathwetshulwanga

  • @user-gh5sg4qg2g
    @user-gh5sg4qg2g Před 2 měsíci +2

    Siphakathi inside

  • @gabisilengwenya-mu7gi
    @gabisilengwenya-mu7gi Před 2 měsíci

    "Long weekend ende" ❤❤😂😂😂

  • @zamamkhwanazi2441
    @zamamkhwanazi2441 Před 23 dny

    Akamshiye lonkosikazi otherwise udadewabo uzoba nolaka kuye

  • @ntsikelelontsikelelo5721
    @ntsikelelontsikelelo5721 Před 2 měsíci

    Yaze yaliqini lenyanga mthakathi,ujika usafuna imali esele

  • @BlaqEmpire2023
    @BlaqEmpire2023 Před 2 měsíci +3

    Zinamanga kabi izinyanga ey.
    Ayikho lento yazo

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede Před 2 měsíci +1

    Ngisavela ukulingisa lapha "AKEKHO UMUNTU ONGENAMNGANI" ayilona iqiniso kimi lenkulumo, anginaye nhlobo umngani futhi angimdingi.

    • @vicco3243
      @vicco3243 Před 2 měsíci

      Nami...ngamgcina ngfunda u5

  • @sibusisoshandu9082
    @sibusisoshandu9082 Před 2 měsíci

    Yo yo yo lwanzima udaba ngnxa yokungabi nasimilo nje sengaze kufe umuntu

  • @zandisileshembe2184
    @zandisileshembe2184 Před 2 měsíci

    Wow bhuti wayibeka lento injalo nje

  • @thabisondwandwe5165
    @thabisondwandwe5165 Před 2 měsíci

    Weynsizwa ezisemagoli

  • @lukhelerudofmcebo4535
    @lukhelerudofmcebo4535 Před 2 měsíci +2

    Am watching... 🇸🇿🇸🇿 Mc

  • @NolinganaManqawa-bw3qi
    @NolinganaManqawa-bw3qi Před 2 měsíci

    Ndiyamoyika mna umakhoti uzobaqeda nge poison even umyenakhe uzombulala wheeee ubufebe?

  • @ThuliyThandeka-qh7it
    @ThuliyThandeka-qh7it Před 2 měsíci +1

    Ayngoba inyanga azijydedeli mawusenkingen bonabagijimisa imali qha

  • @mmeme5861
    @mmeme5861 Před 2 měsíci +1

    Bongeka waziveza nge message ye phone ku Bhuti wakhe

  • @user-hy3qd5ku4o
    @user-hy3qd5ku4o Před 2 měsíci

    Inkinga inyanga zamanje ezinye kusuke kungumuntu ongenadlozi oye wayothwalela ukusebenza ngabantu ngoba azi imithi.kona vele kuyacaca ukuthi bamthwebulile kube nanazi navele naya ku2+2 kamhlabuyalingana ngoba lapho kusuke sekufuneka inyanga mthakathi oyokwazi ukuthumela izinto zayo ziyomthatha zona ayi okuningi ngoba manje me uthola umuntu ongazi indaba zakhe vele uzolidla izimali.umama wami emalangeni naye uthi wayevele wabona isithunzi salento emfishane wavele wawa phansi luck ubhuti wami bekakhona uthi bamthatha bamfaka endlini esethulile bakhuleka into ecishe ibe ngo 30 to 40 minutes basuke bathatha intuthu imithi bamshuqisela kakhulu waphaphama uthe me ephaphama ubengasahambi engasakhulumi bamsebenza kakhulu ngemithi uhlale nje u2weeks kukubi kakhulu kodwa bamele ngemithi ngoba bekungathi useshaywe istroke.kumanje umama uyahamba uyakhuluma uyaphila singazi me bengabuye bamzame futhi

  • @sbonelon9779
    @sbonelon9779 Před 2 měsíci

    Skhulu udlisiwe.

  • @sanethehappypill
    @sanethehappypill Před 2 měsíci

    Why umakoti enga banjwa🤔

  • @SphaMagwaza
    @SphaMagwaza Před 2 měsíci

    UTHOTHOBELE KODWA NAYE U SKHULU AYY

  • @monicagunuza-ur6yo
    @monicagunuza-ur6yo Před 2 měsíci

    Phuma kulomfazi uzobulala wena nefamily yakho

  • @Madudo_Mvuna
    @Madudo_Mvuna Před 2 měsíci

    📍

  • @sthembisomkhwanazi7503
    @sthembisomkhwanazi7503 Před 2 měsíci

    Ey ukufa kuyadomana angimsoli ubhuti

  • @langalethunhlangulela8339
    @langalethunhlangulela8339 Před 2 měsíci

    Omunye umfana wacishe wafa naye odokotela bathola ukuthi i alergy wayedle amaprones kanti awazwani naye

  • @mlimisiqendu7428
    @mlimisiqendu7428 Před 2 měsíci

    Kwakhe kwenzeka kimi last year. Mina ngangidle i-cashew nuts. Ngathatha zantathu kumfo engafika ezidla. Kwaba yeyokugcina eyazwakala ngathi licembe likagwayi owomisiwe apha emlonyeni. Kwavele kwavuvukala ulimi lwavala ngci umphimbo. Ngawa. Kwasekuvuvukele nobuso amehlo ebomvu klebhu. Kodwa ke ngasinda ekufeni

  • @BongaShezi-vb2zw
    @BongaShezi-vb2zw Před 2 měsíci +1

    Babedlala iqola nje