Video není dostupné.
Omlouváme se.

Uphunyuke kunzima enkantolo owesilisa ngecala angalenzanga

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 14. 04. 2024
  • Uphunyuke kunzima owesilisa ecaleni angalenzanga.
    #podcast
    #transformation
    #usizi
    #prison

Komentáře • 206

  • @user-bh2xq4pb6v
    @user-bh2xq4pb6v Před 4 měsíci +44

    I miss the old background song ...I'm sure I'm not the only one😢. It goes well with the stories

  • @nontsikelelontuli4449
    @nontsikelelontuli4449 Před 4 měsíci +25

    Present our MC, with all due respect please bring back an old song. Thank you.

  • @khulaniinnocent1583
    @khulaniinnocent1583 Před 4 měsíci +26

    Kulaba aba busy ngama comments e old song🙌zingane zakwethu ingathi seni control(lana) kakhulu kanti into ebalulekile ukuqwashiseka ngezindaba eziyisifundo🙌..ubuye uyithi fahla Mc u balance(nsise) ukuze wonke umuntu eneliseke
    Angilwi bafwethu ngyabonga 🙌🏾❤️

    • @nontsikelelontuli4449
      @nontsikelelontuli4449 Před 4 měsíci +4

      Nathi siyabonga asi control Kodwa syacela. Thank you.

    • @CalebHMotha
      @CalebHMotha Před 4 měsíci +1

      Usizi insizwa izama ukubalansisa izinto😂

    • @busisiweletty9467
      @busisiweletty9467 Před 3 měsíci

      Is not about controlling,that song was the best n relating on the stories n the voice ka bhut menzi course it was nice n also come,that song ibisthatha isbeke endaweni

    • @ntuthuko-knews1064
      @ntuthuko-knews1064 Před 3 měsíci +1

      Ibackground sound yakudala ibikwenza ube nesithombe or kudlale iFilm Uma exoxa udaba uMfwethu so ngingominye okhala ngeOld background sound ayubuye🥹🥹🙏

  • @ntombenhlekunene3724
    @ntombenhlekunene3724 Před 4 měsíci +25

    Please bring back the old sound

  • @mlondimpanza8148
    @mlondimpanza8148 Před 4 měsíci +44

    Usizi lwabantu bekhala ngengoma yabo endala 😂😂

  • @johnsonnkosi2141
    @johnsonnkosi2141 Před 4 měsíci +21

    Let's vote for the song

  • @gwagon1933
    @gwagon1933 Před 4 měsíci +71

    What happened to the old song? It was a nice trademark

  • @thomasthug8085
    @thomasthug8085 Před 4 měsíci +5

    What a sad story . Mc menzisto please keep on doing good thing ' I can't sleep without watching your stories . I listening your stories from Mozambique . Wish if God can keep u alive so that u can continue teaching us'. But you need to bring back you music this one doesn't match your stories

  • @leviconspiracies
    @leviconspiracies Před 4 měsíci +8

    More Likes Than Views at this Point, Nice...Siyabonga Bhuti

  • @Sadboi_Ghost
    @Sadboi_Ghost Před 4 měsíci +7

    Sicela lengoma yethu yomunyu bakwethu 🙏🙏🙏🙏

  • @PhiwayinkosiKhanyile
    @PhiwayinkosiKhanyile Před 4 měsíci +6

    Let us learn to adapt to changes nganezakwethu. Angiboni nje mina inkinga with a background song sizoyijwayela nayo,into ebalulekile is a message.

    • @philanimdumavundla
      @philanimdumavundla Před 4 měsíci +2

      Well said 👌. He has used the background music several times before.

  • @londiwecelimpilo4068
    @londiwecelimpilo4068 Před 4 měsíci +3

    Hhau guys sekuzwakele phela ngescelo sengoma.Nase nenza ngathi leliculo u sista Bettina

  • @Saysibiya1814
    @Saysibiya1814 Před 4 měsíci +7

    sengehlisa uMoya mina bhuti angshayi muntu abayihlabe intombi klungile if ivumile yona aikho into engzoyenza

  • @buzwemacoba4055
    @buzwemacoba4055 Před 4 měsíci +2

    addiction to the core........ziyaqwashisa kakhulu lezindaba zakho im addicted, ngisebenza ngibukele noma ngilalele in the background

  • @nonhlezondo5117
    @nonhlezondo5117 Před 4 měsíci +1

    I wonder ukuthi niyizwile yin lendaba uma noooonke senizokhala nge background sound 🤔 Syabonga Lindamkhonto icala livula ingubo lingene yoh uDlamini uzihambele enye indlela uzohlangabezana nezinkinga ekuhambeni nokwenza 😮 kodwa syabonga-ke ngoba wangcina engaboshwanga

  • @TumeloTsotetsi-de1hq
    @TumeloTsotetsi-de1hq Před 4 měsíci +3

    MC could you please use the old sound that you were using in your backround as it makes your story more interesting, although some of the stories touches our Hearts Deeply.

  • @welcomeprovece6154
    @welcomeprovece6154 Před 4 měsíci +9

    Please bring the old track.

  • @user-uv2sj8yy3b
    @user-uv2sj8yy3b Před 4 měsíci +2

    siyabonga Mc mina ngiyakuzwa.. Kakhulu futhi uyangakha

  • @kheswa19
    @kheswa19 Před 4 měsíci +3

    Wafa yinduku uDlamini.
    Inkinga kwaba ukuphatha isibhamu njalo.

  • @nobuhleswela6086
    @nobuhleswela6086 Před 4 měsíci +3

    MC nethimba lakho ngicela kuxhumana nawe noma mhlampe awuwafundi ama comments cos kade ngicela 🙏🙏🙏

  • @Movieplus12345
    @Movieplus12345 Před měsícem

    Ey kunzima emhlabeni ...Mina I'm a person engimuzwa like lobhuti I'm a male dating that woman... ngnokuzibuza ukuthi uma engangala how will I handle.... untando lunzima I just wish kwabakhona into everyone ukuthi lomuntu onaye really love u....

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 Před 4 měsíci +2

    Kumnandi lapha kwa Department of TL ukulalela izindaba zenu
    Sbonge Mr Cebekhulu 🔥👌

  • @UncleDelicious
    @UncleDelicious Před 4 měsíci +6

    Let's not skip ads gents 👍

  • @user-wg8ch2jh6z
    @user-wg8ch2jh6z Před 4 měsíci +3

    Hazi ndiyancedakala.kalhulu zezindaba ngoba ndikhohlakele kakhulu kodwa le nale yalamama wase kranskop

  • @91gerrard
    @91gerrard Před 4 měsíci +5

    Now people wants your trademark song.. 😢😂❤

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před 4 měsíci +4

      Sibe nenkinga ngaleyangoma bafwethu sizonichazela, siyaxolisa kakhulu🙏

  • @tlokwejulia2231
    @tlokwejulia2231 Před 4 měsíci +2

    Senginkhona phakadephakat', wozanazobafo❤

  • @sinqobileshangase372
    @sinqobileshangase372 Před 4 měsíci +24

    Sicela sound track endala singaze sinyanye Bhuti

    • @MzwandileDlamini-nm2cl
      @MzwandileDlamini-nm2cl Před 4 měsíci +2

      Please old song mc

    • @user-um4wl7uz8t
      @user-um4wl7uz8t Před 4 měsíci +13

      Aww Ulimi lwakho 💔…..Asimhlonipheni uMr Cebekhulu ,Sibambisaneni🙏🏽

    • @AndileMM608
      @AndileMM608 Před 4 měsíci +4

      Lungisa ulimi lakho, sinandabani nokunyanya kwakho thina

    • @phumimabanga962
      @phumimabanga962 Před 4 měsíci +2

      Inhlonipho ihamba izinga elide. Izinto mazishintsha, lets learn to adapt, hhay ukukhuluma unbhedo onje. That is a sign of maturity

    • @bhekimaxxzulu8471
      @bhekimaxxzulu8471 Před 3 měsíci

      Nyanya phela uzonukela abakwaziyo, asikwazi thina😂😂😂. Futhi nginesiqiseko sokuthi nobhuti uMenzi Cebekhulu akakwazi nje. Uyeke ukuzoveza indlela owakhuliswa ngayo la. Udinga izinqwele zikubuyisele ebhodweni wena.

  • @kamaveetv
    @kamaveetv Před 4 měsíci +3

    Happy ending iyahlekisa eyokuthi wayengasafuni lutho kushuthi wayeselwela ukuphusuka endaweni yakaNongoma😂😂
    Ngisacela ukubuza ngababhizi ngendaba ye-background song nibashani kule channel ngoba indala lengoma bahleze ezishintshanisa lezingoma noma aninaki guys
    Ngiyabonga ngixolise ngokuba mude 🤏🤏🤏

  • @siyabongagoqo3992
    @siyabongagoqo3992 Před 4 měsíci

    😢eminyimizi inabalindi bayo akufohlwa,ongangeni ngesango isela nomphangi yikho ke waboshwa nje Dlems

  • @justicegulwa9579
    @justicegulwa9579 Před 4 měsíci

    MC Menzisto what a story keep on my broer I'm one of your fan very educated all your stories and enjoyable

  • @kehlamangic1086
    @kehlamangic1086 Před 4 měsíci +2

    Usizi oluyismangaliso. Ngenxa yes'bhamu wazithola ebhoshiwe.

  • @wisemannhlakaniphobhengu2285
    @wisemannhlakaniphobhengu2285 Před 4 měsíci +3

    Yabuhlungu lendaba iyethusa

  • @kheswa19
    @kheswa19 Před 4 měsíci +2

    Wasinda emlonyeni wengwenya uDlamini.
    Kwakumele aboshelwe isibhamu.

  • @kheswa19
    @kheswa19 Před 4 měsíci +2

    Inhliziyo ayiphakelwa! "Kusho abantu"

  • @SamkeloLindoButhelezi
    @SamkeloLindoButhelezi Před 4 měsíci +2

    isound yethu bafowethu 😊

  • @luvobooi911
    @luvobooi911 Před 4 měsíci +2

    The guy that burned the house (umkhukhu) is from Tembisa 1632

  • @zulu8451
    @zulu8451 Před 4 měsíci +2

    Old back ground melody please.

  • @user-ml1yg3gc8e
    @user-ml1yg3gc8e Před 4 měsíci +3

    Please bring back the old background song

  • @philanimdumavundla
    @philanimdumavundla Před 4 měsíci +2

    Ai impela lembula ingubo lingene.

  • @lindaniqwabe-mk6bl
    @lindaniqwabe-mk6bl Před 4 měsíci

    Energy engaka Dlamini all the way from Gautami to Nongoma ngenxa yegolo bebaningi kangaka Abantu abanegolo egoli ngisho elidayisayo inqwaba udedangendlala

  • @user-qd1mh4gq4q
    @user-qd1mh4gq4q Před 4 měsíci

    Thank my brother for the hard work, we appreciate your advice 🙏🏼

  • @SiphamandlaSoke-ih8pl
    @SiphamandlaSoke-ih8pl Před 4 měsíci

    😅😂aaii MC eKranskop kugcwele abafundisi ungasisukeli asiyphathi nhlobo iybhamu syathandaza nje kphela

  • @bhekimaxxzulu8471
    @bhekimaxxzulu8471 Před 3 měsíci +1

    Angiyazi lengoma okukhalwa ngayo.

  • @diwaunitymasuku4548
    @diwaunitymasuku4548 Před 3 měsíci +1

    Ngiqale izolo ukulandela leli page. 😂Kusho yingoma eyanqamula unyaka le okukhalwa ngayo. At least mina ngifike engajwayela yonale

  • @mzamotry4623
    @mzamotry4623 Před 4 měsíci

    Sawubona Malume, bengisacela iNumber yakho nginesitori engifisa usuxoxe usiqhophe ufundise abantu ngaso. Angikaze ngiboshwe kodwa ngithakathwa umuntu engaya kuyena ngiyolashwa. Iyinkabi yomdabu

  • @sihlemasondo2898
    @sihlemasondo2898 Před 4 měsíci +2

    Siyabonga lindamkhonto bafo sicwla leya back round music yakdala

  • @busisiweletty9467
    @busisiweletty9467 Před 3 měsíci

    Mr Menzi please bring back the old song

  • @ZinhleNcube-qj2gi
    @ZinhleNcube-qj2gi Před 4 měsíci +2

    Present Register

  • @NkosikhonaMtolo1986
    @NkosikhonaMtolo1986 Před 4 měsíci

    Mr Cebekhulu please bring the old back ground sound it goes with your stories

  • @phelelanizungu
    @phelelanizungu Před 3 měsíci

    please use the old sound you were using..it works with your atmosphere

  • @Nkifour4
    @Nkifour4 Před 3 měsíci

    Ngyayithanda lendaba ka Dlamini, sengilalele kaningi 😂😂😂😂😂 njalo nje iyangihlekisa angizi noma indle oyixoxa ngayo noma indaba nezigameko zayo.

  • @mpendulomhlongo5717
    @mpendulomhlongo5717 Před 4 měsíci +3

    We liked the old song better

  • @simukelomakae6627
    @simukelomakae6627 Před 4 měsíci +1

    Ilo brentwood no pringle okwamqhatha ne busy😂

  • @khanyimzizi7863
    @khanyimzizi7863 Před 4 měsíci +3

    Angsakwazi uklala ngabukanga neyodwa ivideo

  • @mlindimts5086
    @mlindimts5086 Před 3 měsíci

    Mntanenkosi ngifisa ukuphawula ngo daba lakakhumalo nhengane eyalahleka untombi khumalo esegane kahlabisa okwagcina sekufa nomfowabo nasi iselileko ngicela baphuthume abakhumalo bayobikela ushembe unyazi lwezulu lsempangeni njengamanje esikhawini egebizisila bafike balubike lonke udaba kiyena uzomubuyisa ephila noma engasiphili uyena oyosho phuthumani ushembe akehlulwa lutho

  • @MulamuliGwala
    @MulamuliGwala Před 18 dny

    Bra Cebsi...mina ngcela okukodwa kuwe ukudlulisa umnyalezo kubantu bakithi abansundu ngenxa yegameko ezenzeka mihla namalanga ezweni lethu ikakhulukazi endaweni yangakithi e Pietermaritzburg bekwi indawo emnandi nekhomba ukuthuthuka kodwa namhlanje isibizwa ngezwe lezoni ngenxa yedlanzananje elithi lenza izinto ezingalunganga kodwa lizibone engathi lenza into enhle...kuyabulawana kubanjwa inkunzi kuningi awusazi ngyacela ungcenge ledlanzana lehlise umonya baqonde ukuthi singabebala elinsundu sonke so akekho ophilakancono kunomunye ophila kanco ozimiselayo ngempilo eyaphambili not ngobugebengu ngishiswa ukuthi benglalele umsakazo engeke ngiwushoke ukuthi oyimuphi kodwa kungphathekabi ukuzwa ukuthi i PMB isibizwa ngezwe lezoni ngenxa yedlanzana elenza izinto ngokunganaki ngojabula Bra Cebsi if ungangenzela loyomsebenzi ngingomunye owabuka kakhulu ama Vedio akho...thank you

  • @philanigabriel
    @philanigabriel Před 4 měsíci

    Great story teller,Cebekhulu

  • @Ka_Langa
    @Ka_Langa Před 4 měsíci

    Bring back the old background soundtrack. Used to be my lullaby. 😢

  • @coronavirusepisode.staysaf4287

    On behalf of Menzisto and the crew. I song esiyifaka manje sicela niyinike isikhath nizoyijwayela lena yamanje. Ngyabonga 🎉🎉🎉🎉🎉

  • @sabelompungose6952
    @sabelompungose6952 Před 4 měsíci

    😢eii inethonga lensizwa yakwa Dlamini, ezakubo zisamubhekile

  • @minniedlamini656
    @minniedlamini656 Před 4 měsíci

    Please bring back our old background music please

  • @sibusisozitha4950
    @sibusisozitha4950 Před 4 měsíci

    Please bring back the old song

  • @SiboneloMasondo
    @SiboneloMasondo Před 4 měsíci

    Mc uyangakha mind izindaba zakho zihlezi zinesifundo ezingishiya naso ungakhathali ukusethulela Zona

  • @SiyabongaSgawuke
    @SiyabongaSgawuke Před 3 měsíci

    Please bring back the old sound MC

  • @simthembilendevu2116
    @simthembilendevu2116 Před 4 měsíci

    MC ngajabula kakhulu ngikubona laphayana KwaNongoma ngoMgqibelo emcimbini Ka Zwakele

  • @ezikamaskandiemk9587
    @ezikamaskandiemk9587 Před 4 měsíci

    Please bring back our sound.

  • @sabelongqulunga8486
    @sabelongqulunga8486 Před 4 měsíci

    Sbonge Mangethe syancela kogwansile mhlonishwa🙌🏾

  • @ScelimpiloNdlovu-yx7eo
    @ScelimpiloNdlovu-yx7eo Před 4 měsíci

    Usizi lwethu sikhala nge ngoma endala😭😭😭

  • @lungisaphazamisakaqulu88
    @lungisaphazamisakaqulu88 Před 4 měsíci

    Bring back the old sound please I can't concentrate

  • @HalalaMdabe
    @HalalaMdabe Před 25 dny

    Mina uyangakha Malume

  • @ScelimpiloNdlovu-yx7eo
    @ScelimpiloNdlovu-yx7eo Před 4 měsíci

    Plz bring back the old background sound bhuti MC😢

  • @thabanibhebhe5564
    @thabanibhebhe5564 Před 4 měsíci +1

    Usizi lwesibhamu

  • @SkwadramBalebogile
    @SkwadramBalebogile Před 4 měsíci

    Dankie Bhut'Omdala❤

  • @stanleyshibe6138
    @stanleyshibe6138 Před 4 měsíci

    Good story

  • @nathisineke1029
    @nathisineke1029 Před 3 měsíci +1

    Lets vote for the background song ❤

  • @sydwellmunyadiwanemaungani7017

    Thanks my brother

  • @PeacefulDrum-wy9yh
    @PeacefulDrum-wy9yh Před 4 měsíci

    Ku like kuphi

  • @nolusindisodike9743
    @nolusindisodike9743 Před 3 měsíci

    Yes the old song please

  • @user-yb2gt3uy1u
    @user-yb2gt3uy1u Před 4 měsíci

    Ngimele unongoma nge Data

  • @Jonhywalkerchonco590
    @Jonhywalkerchonco590 Před 4 měsíci

    Eyi yabona njalo nalento yokuthi sibike emsamo yakithi sithi siyemadolobheni siyozama impilo sicele ukuthi besigade siyafika thin sihamba indlela indlela zobumnyama ngitshele nje a distance usuka egoli uya kwa Nongoma more same nokuthi uyehla nje straight uyekhaya but awuyikhona.
    Nalento ke yokuthi mangabe ufuna noma uveza into yoku prove innocent emaphoyisen engayingeni kunalokho ephikelele nokukushaya worse bese kuyavela ukuth ngampela awunacala wena bese kuphela kanjalo angaz iyothiwan leyonto ngampela baphelile abantu bekhubazwa amaphoyisa besho kodwa icala abalazi

  • @steadymagula5235
    @steadymagula5235 Před 4 měsíci

    Ake nimyeke uMC nge old song. What is important is the story and it's meaning

  • @malibhaconstruction1234
    @malibhaconstruction1234 Před 3 měsíci

    Bring the old sound

  • @SfisoXulu
    @SfisoXulu Před 3 měsíci

    Nami zoke ngibhale olwami 😢

  • @mandlajeffrey6241
    @mandlajeffrey6241 Před 4 měsíci

    Wadayiswa isibhamu uDlamini ukuba sasingekho ngabe wasinda

  • @langelihlendima
    @langelihlendima Před 3 měsíci

    Yimina indlondlo yabalaleli benkulumo zakho,, ziyangakha kakhulu bhuti,,,

  • @Nkifour4
    @Nkifour4 Před 4 měsíci

    Hayi u Dlamini, uya enongoma 😂😂, asethatha iexibit amaphoyisa, amkhipha izinyo lomhlathi. Mfoka Cebekhu ibhagsdin kanjani ukrhedeni?

  • @MhlengiHamilton
    @MhlengiHamilton Před 4 měsíci

    Tanks izfundo

  • @sandilesabelo6688
    @sandilesabelo6688 Před 4 měsíci

    Uma ingabuyi le sound endala we will skip ads😃

  • @londisithole1547
    @londisithole1547 Před 4 měsíci

    Sicela ingoma endla nkosi yami akulaleki maan, le edlalayo ayingenzi ngijule😢

  • @Manelimbongwa
    @Manelimbongwa Před 3 měsíci

    Kodwa kumele ungene kwi sabc cz akusithina sonke asikwazi uku afford ama data for CZcams, cz indaba zakho ziyakhana bese uqokisa amagama ungalibeki igama mbhaba cz thina sinokubuka nezingane just for ukuthi zazi ukuthi ijele it not a joke
    And every Friday akufundwa kulalelwa lezi story for ukuthi zazi ukuthi kunjn kunjani ejele uma uhlambalaza sivele sishaywe awahloni siba dala
    And ziyasiza, khona eskoleni esebeqala ukuba amabhobhodlwane esebebhampa

  • @user-fh5cq5og1e
    @user-fh5cq5og1e Před 4 měsíci

    Please bo! Bring back old background song.

  • @rickym7774
    @rickym7774 Před 4 měsíci

    We need the old background track please

  • @musazwane6013
    @musazwane6013 Před 4 měsíci

    Kwaze kwanzima emhlaneni😢

  • @PeacefulDrum-wy9yh
    @PeacefulDrum-wy9yh Před 4 měsíci

    Khona ubu counsela khona lapho nje

  • @sbumthethwa.
    @sbumthethwa. Před 4 měsíci

    Wathwala kanzima dlamini ei

  • @PhephaMaluleka
    @PhephaMaluleka Před 4 měsíci

    The old song please please

  • @BongaShezi-vb2zw
    @BongaShezi-vb2zw Před 4 měsíci

    Wasinda lombhemu phela icala okwakmele aboshelwe ukutholakala nesibhamu esingekho emthethweni kanjalo nezinhlamvu

  • @siyabongamoyo9953
    @siyabongamoyo9953 Před 4 měsíci

    Kutsho ukuba lentombi yablocker ngoba yamcabangela ukuba udlala ngayo njengoba kwakumele ajike kuyo later

  • @nhlalwenhlemadlala8710
    @nhlalwenhlemadlala8710 Před 4 měsíci

    Baba sicela ingoma endala please

  • @Child7542
    @Child7542 Před 4 měsíci

    ❤😊😊😊sending love @Pretoria😊😊😊