Mshu Ncube ~ "Isibusiso Siyizinto zonke!"

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 1. 02. 2020
  • Inkonzo ka-Mshu Ncube eBuhleni mhlaka 01 February 2020 ekuseni.

Komentáře • 31

  • @bhekamncwabe2987
    @bhekamncwabe2987 Před 4 lety +8

    Syabonga isandla saBhombela, esachitha zonke izitha ezazivukela kuba uNyazi lungabi Nkulunkulu wethi... Khula njalo mshu Ncube... Syabonga nkonzo emnandi.

  • @giftndlovu7625
    @giftndlovu7625 Před 4 lety +9

    Shembe uze usikhumbule, singabi nesisila....NyaziLwezulu siphe Baba uthando lokuthanda wena.

  • @sphelelecele1470
    @sphelelecele1470 Před 4 lety +3

    😍😍😍😍hey kwamnandi esontweni hey bo.... wasisiza unkulunkulu salahlwa icala khona kuzosala abantwana abanhliziyonye

  • @sanelisiwebasi6724
    @sanelisiwebasi6724 Před 4 lety +2

    Ngabusiseka sivalelekile singakwazi ukuya eMaTempelin uSkhumbule Jehova wethu omuhle

  • @slimngomathobeka6203
    @slimngomathobeka6203 Před 4 lety +4

    Amen Mshumayeli Ncube hmmmm make wahlabelela kuphela ngisho usizi olusuke lungiphethe yamnandi inkonzo akubenjalo zichithwe zonke izitha ZoNyazilwezulu uThixo wethu wachitha icebo labacebi babo ngokuba umsawakhe uhlezi phakade

  • @sfisoskhosana1761
    @sfisoskhosana1761 Před 4 lety +1

    UNYAZI LWEZULU UNKULUNKULU emhlabeni naseZulwini syabonga mshumayeli weNkosi

  • @kanyisadunjwa9482
    @kanyisadunjwa9482 Před 4 lety +1

    Awuu yaze yabamnandi Mshumayeli nkonzo. Ndavakalelwa ndise PE yabangathi sengiseBuhleni nami

  • @sanelesibiya3056
    @sanelesibiya3056 Před 4 lety +2

    aaayi inkunzi le... washaya Mshu unkulunkulu uyakukhulisa

  • @paulinahmhlophe8588
    @paulinahmhlophe8588 Před 4 lety +3

    Khula nkosi yamakhosi kulolusuku lokuzalwa kwalobubunazaretha

  • @nkululekomthokozosi2219
    @nkululekomthokozosi2219 Před 4 lety +7

    Background bafwethu ngiyayithanda🙌🏼🙌🏼🙌🏼

  • @sthabisomadlala5491
    @sthabisomadlala5491 Před 2 lety +1

    U shembe uyenkosi yezulu nomhlaba

  • @nokuphiwemthembu7818
    @nokuphiwemthembu7818 Před 4 lety

    syabonga mshumayeli Ncube angiyilutho emhlaben ngaphandle kwa nkulunkulu shembe unyazi lwezulu ngabe ngisethuneni kodwa ngyaphila shembe angikho ngila emhlaben ngiyaphila

  • @mkhabolengayondodemyama5905

    Sengathi sonke singacela uThixo asiphe amahhanisi singabheki emaceleni asiphe izindlebe ezivulekile ukulizwa izwi lakhe uzuskhumbule nkosi yezulu nomhlaba Thixo Nyazilwasezulwini

  • @velsbiyela7459
    @velsbiyela7459 Před 4 lety +2

    Singabakho Nkosi NYAZILWEZULU

  • @phiwamchunu3796
    @phiwamchunu3796 Před 4 lety +3

    mmmmmmhh yamnandi inkonzo yezwa

  • @hloniphanimzimela3891
    @hloniphanimzimela3891 Před 4 lety +1

    Khula Mzilankatha

  • @noziphokubheka9560
    @noziphokubheka9560 Před 3 lety

    Syabonga Amazwi amnandi 🙏

  • @mandlamthembu1705
    @mandlamthembu1705 Před 4 lety +3

    Thanks mshu, ncube

  • @sthembilenuh5491
    @sthembilenuh5491 Před 3 lety

    Aaamen

  • @goodnessmbhele131
    @goodnessmbhele131 Před 2 lety

    Shembe.uyinkosi.nomsindisi

  • @siyandasthenjwa4383
    @siyandasthenjwa4383 Před 3 lety

    Mshumayel mncube awuve ungibusisa mshu wenkos an given hibiscus ska ushembe unyazi lwezulu luskhumbule

  • @sakkienunu6374
    @sakkienunu6374 Před 4 lety

    Mhhhh usikhumbule Nkosi yamakhosi Nyazi Lwezulu

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 Před 3 lety

    KODWA MSHUMAYELI WAMI NGIYAKUTHANDA ZIMNANDI INTSHUMAYELO ZAKHO

  • @buhlekazimbelu2440
    @buhlekazimbelu2440 Před 4 lety +1

    Ei niyizwe kwiZwilomzansi ngabusiseka