![SHEMBE SERMONARY](/img/default-banner.jpg)
- 71
- 1 142 891
SHEMBE SERMONARY
South Africa
Registrace 18. 04. 2019
Lesisiteshini siqukethe izinto ezinhle nezimnandi ngobuNazaretha(BASEBUHLENI).
Singabala Izingoma(Izihlabelelo), Izinkulumo(Izintshumayelo) kanye noMgidi
waseKuphameni(EBuhleni) nokunye okuningi,Inhloso ukuthi uhlale wazi izindlela
zoMkhululi wethu noma ngabe ukuphi noma inini ikakhulukazi uma ukudinga
ukuze uzokwazi ukugcina noma ulonde inhliziyo yakho endleleni Yakhe.
Ungakhohlwa ungidlulisela nakwabanye nawe onakho ngoba uyathokoza uMkhululi ngabo abahambisa izwi Lakhe.
Singabala Izingoma(Izihlabelelo), Izinkulumo(Izintshumayelo) kanye noMgidi
waseKuphameni(EBuhleni) nokunye okuningi,Inhloso ukuthi uhlale wazi izindlela
zoMkhululi wethu noma ngabe ukuphi noma inini ikakhulukazi uma ukudinga
ukuze uzokwazi ukugcina noma ulonde inhliziyo yakho endleleni Yakhe.
Ungakhohlwa ungidlulisela nakwabanye nawe onakho ngoba uyathokoza uMkhululi ngabo abahambisa izwi Lakhe.
Mva Njiyela - Izihlabelelo mix
Sithathe ezinye zezihlabelelo zowabengumvangeli eBuhleni, wayephethe inkonzo ngalololusuku emzini oyigcwele waseBuhleni.
zhlédnutí: 9 414
Video
Mfu Ngcobo ~ Izihlabelelo(mix)
zhlédnutí 7KPřed 4 lety
Umfundisi Ngcobo ubedume kakhulu ngesihlabelelo sika-130, sithathe ezinye ake azithinta.
Mva Ntombela ~UNkulunkuku uyasebenza ngendawo.
zhlédnutí 35KPřed 4 lety
Inkonzo umvangeli wayeyinikwe inkosi uThingolwenkosazane, emzini oyigcwele eBuhleni. Unyaka wakuwu - 2010 inyanga kwakuwu-June. Izekuleko nezincomo ngendlela esenza ngayo leziziqephu sizilindele.
Abavangeli ~ Inkonzo yesikhumbuzo sokuZalwa kobuNazaretha.
zhlédnutí 10KPřed 4 lety
Inkonzo inkosi uNyazilwezulu yayinika abavangeli ekuseni mhlaka 14 March 2020, eSabelweni Temple.
Mfu Shozi ~ Ngizokhuluma ngezwi!
zhlédnutí 13KPřed 4 lety
Inkonzo yasemini ngomhlaka 07 March 2020 eSabelweni Temple, wayeyinikwe inkosi uNyazilwezulu.
Mfu Bhedla ~ Ndambona njani uShembe.
zhlédnutí 7KPřed 4 lety
Inkonzo ka-Mfu Bhedla ayeyiphethe ekuseni mhlaka 07 March 2020,eSabelweni Tempel. eyinikwe inkosi yamaNazaretha uNyazilwezulu.
Mfu Chiliza ~ "Khona nizongala nonke!"
zhlédnutí 38KPřed 4 lety
Enye yezinkonzo zamfundisi ezimnandi nezifundisayo ngokuhamba kwaseZulwini.
Mfu Shozi ~15 Nkosi yethu simakade.
zhlédnutí 20KPřed 4 lety
Umfundisi wayehlabelela ingoma yokuvala inkonzo ephelele uzoyithola la : czcams.com/video/_ITeCLYFWr0/video.html
Mfu Ngidi ~ "Ngizokhuluma ngesabatha kuphela"
zhlédnutí 14KPřed 4 lety
Inkonzo ka-Mfu Ngidi ayeyiphethe emzini oyigcwele eBuhleni mhlaka 08-February 2020 enkonzweni yasemini.Umfundisi Ngidi umfundisi omdala kubobonke abafundisi abakhona ebandleni, unolwazi olujulile nolunobufakazi uma elixoxa noma eshumayela emaTempelini onke aseBuhleni.
Inkosi iNyangayezulu ~ Indaba kaNobelungu
zhlédnutí 25KPřed 4 lety
Ingxenye yenkonzo yenkosi iNyangayezulu eyayiyiphethe eBuhleni, Yayikhuluma inkosi ngoBaba wayo uBhombela ukuthi kwakungasiye umuntu. Nokuhlabelela kwayo inkosi okumnandi kwaseZulwini.
Unyazilwezulu e-ICC ~ Amazwibela omcimbi
zhlédnutí 11KPřed 4 lety
Siyaxolisa ngokungabonakali kahle kwevideo ....Besinethemba lokufaka ephelele namhlanje kodwa kasiyitholile kuze kube imanje nomuntu obethembisile useGoli(eKuthuthukeni) kodwa siphelele siyethemba lamazwibela azokuthatha akubeke uma wawungekho, azokukhumbuza uma wawukhona. amanye nawa: czcams.com/video/_MYZqXgUVeU/video.html amanye nawa:czcams.com/video/DOEjSeztM-g/video.html
Mfu Mchunu ~ 139 Ufikile olandelwa izizwe.
zhlédnutí 3KPřed 4 lety
Umfundisi wayehlabelela ingoma yokuvula inkonzo ayeyiphethe eMlindweni(oLundi) enkonzweni yasemini. uMacingwane wayaziwa kakhulu ngokungafihli lutho uma ekhuluma into eyibeka njengoba injalo enamancoko amnandi, uma ephethe inkonzo wayengaqedi engaxoxanga indaba eyakhayo futh enehlanya.
"Siyohlala ngokwenama."
zhlédnutí 6KPřed 4 lety
Okokuqala sifaka loluhlobo lwama-video, uma ungawathandi kuhle usazise uma uwathanda kuhle usazise, ngenhlonipho nathi sokuhlonipha.
Mfu Chiliza ~190 Ngiyahamba ngikhathele.
zhlédnutí 7KPřed 4 lety
Umfundisi Chiliza owaziwa ngikuthi iNgcwenga, wayedume kakhulu ngukuhlekisa nokukhuluma into njengoba injalo uma ephethe inkonzo emzini oyigcwele nasemaTempelin onke aseKuphakameni(EBuhleni).
Mva Ntombela ~ Ukuhamba kobugcwele eMzini omdala.
zhlédnutí 72KPřed 4 lety
Lenkonzo kaMvangeli wayiphatha ngo-2009 eBuhleni eyinikwe inkosi yamaNazaretha uThingo lwenkosazane.
Mfu Dladla ~ Ubunkulunkulu bukaShembe ezwini laseMsinga.
zhlédnutí 12KPřed 4 lety
Mfu Dladla ~ Ubunkulunkulu bukaShembe ezwini laseMsinga.
Mfu Ndlovu ~ "Awusakwazi futhi ukuyibuyisa.."
zhlédnutí 22KPřed 4 lety
Mfu Ndlovu ~ "Awusakwazi futhi ukuyibuyisa.."
Mfu Khubisa ~ "Mhla kufika iLati ngo-19..."
zhlédnutí 25KPřed 4 lety
Mfu Khubisa ~ "Mhla kufika iLati ngo-19..."
INkosi ILanga ~"Isibusiso sani ushembe anaso?"
zhlédnutí 29KPřed 4 lety
INkosi ILanga ~"Isibusiso sani ushembe anaso?"
Inkosi UNyazilwezulu ~ Bonani uvela emafini.
zhlédnutí 12KPřed 4 lety
Inkosi UNyazilwezulu ~ Bonani uvela emafini.
Mfu Gcwensa ~Indaba yentombi eyadelela uShembe.
zhlédnutí 79KPřed 4 lety
Mfu Gcwensa ~Indaba yentombi eyadelela uShembe.
Mfu Mlungwana ~ 139 Ufikile Olandelwa Izizwe
zhlédnutí 6KPřed 4 lety
Mfu Mlungwana ~ 139 Ufikile Olandelwa Izizwe
Mshu Ncube ~ "Isibusiso Siyizinto zonke!"
zhlédnutí 37KPřed 4 lety
Mshu Ncube ~ "Isibusiso Siyizinto zonke!"
Mfu Mngomezulu ~ 73 Ngiyakholwa kuYise.
zhlédnutí 2,5KPřed 4 lety
Mfu Mngomezulu ~ 73 Ngiyakholwa kuYise.
Mfu Luthuli ~Inkosi eyayihlushwa isilwane.
zhlédnutí 13KPřed 4 lety
Mfu Luthuli ~Inkosi eyayihlushwa isilwane.
Mfu Gcwensa ~ 227 Nkosi Baba Ngiyakuthanda
zhlédnutí 7KPřed 4 lety
Mfu Gcwensa ~ 227 Nkosi Baba Ngiyakuthanda
Mfu Ngidi ~ Amagama emigwaqo yaseBuhleni.
zhlédnutí 4,6KPřed 4 lety
Mfu Ngidi ~ Amagama emigwaqo yaseBuhleni.
Mshu Ncwane ~Lalelani Nanti Ilizwi 118
zhlédnutí 4,3KPřed 4 lety
Mshu Ncwane ~Lalelani Nanti Ilizwi 118
Mmmmh Shembe OyiNgcwele uze uyikhumbule yonke imindeni yakithi elele othulini lomhlaba nephilayo
background music is disturbing😫
Here's a beautiful song, sung today, but,in the ancient way of our forebears.🎉❤❤❤❤🎉😊
Amen 🙏🙏
UNyazilwezulu luphelele
Cel uzwe indlela acula ngayo ayfani neyabantu😊UNkulunkulu Lo ophambikwethu
Sicela ninciphise izinsimbi ngesikhathi sentshumayelo. Sibadala thina asikwazi ukumultitasker.
Cela usiculela ezinye iyhlabelelo I like you voice ❤️🙏
My favorite hym especially maliculwa uye umfundisi gcwensa 🙏🙌❤
power
IQINISO, uShembe uyisimanga, kumele sithandazele ukulahlekelwa ukubona uShembe njengomuntu, lesi sehlo esehlelauMvangeli sinzima, sasingekho isidingo sokuhlubuka uma umuzwa, kodwa akekho namuhla, wayemazi uShembe kodwa?
❤wahlabelela kamnañdi u Jehova u Nyazi
Inhliziyo
Nangu u Baba wobu Nazareth
Amen
How can i get the full version of lesihlabelelo
wahlabelela kamnandi Nkosi yeZulu nomhlaba
Aaay leziy nsimbi eniz fakile niyasbhedela
Cha wayekhon lo mvangeli wangakithi emzinyath 🎉❤
Ngoba wephiwe lo Mvangeli wenkosi
The music is really distracting. I literally could not finish it because of that. Please try to reload this without the music.
❤
Mfokamakhothoza
Zidle uzibekamathambo uyeza umhla wokuphela 🙌🏻🙏🏼❤
Kodwa ke le background music!, angazi ozifakile ukuthi ucabange kanjani, le audio ayikho clear on its own, ngapha kufakwe izinsizwa akusezwakali lutho ke nje ay nangiphoxa ke nginithanda kangaka kod.
LeNkonzo ijule kakhulu imnandi kakhulu, ayikho ephelele?
Sound quality is already bad but then they decide to add music on top of that.
🙏🏻 Amen Nkosi yamaKhosi
Instumayelo ayizwakali kahle wen there's instruments om the background
Le nkonzo ayizwakali kahle ngenxa yomnkenenezo. Sicela usifakele futhi ingasenawo.
Wayibiza lengoma nhlalisuthi yonyazi ngafikelwa usizi❤
Hha sakhuphuka islwane madoda
Umsindo ngemuva nonsense yodwa asizwa manje
eii inkonzo eyayilana ...ukulahlwa kuyisono
Ngikhumbula kulonyaka siseJudiya sihamba noMv.Ntombela noMfu.Gcwensa. sathi sifika sagqoka sasipake eduze komuzi kwaqhamuka isheshalingena lathi kumvangeli sibuka inkonzo la ngaphakathi ave ushumayela kamnandi ikhuluma ngalenkonzo
NkosiyeZulu nomhlaba 👏 isiqu wesibili ILanga 🌅🙏 kwakukhulunywa la madodah 🤔
Zungu is underated 😅
Uyawugeza umoya Zungu
Can you avoid putting music? It's distracting while trying to listen to the story.
Ameen baba a njalo mangidibana nalenkonzo ngiyaye ngiya downloader 😊iyangibusisa❤
Wahlubuk lomuntu
Yebo wahlubuka
Abantu baseBuhleni bathi akafake amanye video. Abantu kanti banjani yazi mhm umthanda kanjani umuntu ongafuni ubaba wakho ufune nokuzwa iphombo lakhe
Futhi umuntu waseBuhleni uyipost kanjani into enjena
Uyadela wena owawulapho, aw Jehova, imnandi inkolo yakho yasekuPhakameni, SHEMBE NYAZILWEZULU ngicela u ngithande njalo, nami ngicela ungiphe uthando lokuthanda wena
Mdala uMfu. Ntombela
Awu kodwa leznkinobho zyaphazamisa
Amen!
🙏
Nkosi yamakhosi Nkulunkulu woNkulunkulu Nkulunkulu wokhokho bethu sikhumbule nkosi singabakho 👏👏🙌🙌💯💯
Yahlabelela kahl lensizwa uNyazi lukukhumbule lapho uhamba khona
Mfundisi wami uNyazi lwezulu lukwandisele isphiwo sakho sokuhlabelela no kushumayela.uyasibusisa ngezwi lakho elimtoti
Kunzima ukuzwa intshumayelo ngenxa yezinzimbi ezidlala phezu kwayo