SHEMBE : Mlungisi Ngwane _ Bongani uJehova (uhambo lwaseNtabeni ikhenana 2021)

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 1. 01. 2021
  • 37 - ISIHLABELELO SAMASHUMI AMATHATHU NESIKHOMBISA.
    1. Bongani uJehova
    Ngoba elungile
    Umusa wakhe
    Uhlezi phakade
    Ngokuba elungile.
    2. Wabathanda abantu bakhe
    Base Nazaretha, Umusa wakhe
    Uhlezi phakade
    Ngokuba elungile.
    3. Wabavikela ezitheni zabo
    Ngamakhosi anamandla, Umusa wakhe
    Uhlezi phakade
    Ngokuba elungile.
    4. Wabakhuphula ngengalo enamandla
    Entabeni yas’eNhlangakazi, Umusa wakhe
    Uhlezi phakade
    Ngokuba elungile.
    #ShembeUNyazi #SydneySA_Designs

Komentáře • 1