Inyanga ivumelekile yini ukuthi ibe yiNazaretha?

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 5. 09. 2024
  • Umelaphi wendabuko olapha ngamakhambi esintu akahlukile nomelaphi wasentshonalanga kuhluke amakhambi abelapha ngawo

Komentáře • 24

  • @mabuyiprecious9191
    @mabuyiprecious9191 Před 9 měsíci +6

    Mina ngokwami inyanga udokotela nje wesintu wayengeke Jehova aphe abantu isipho sokwelapha ,thina bantu sidlale kakhulu ukuthatha inkolelo yasentsonalanga ,odokotela nje bayizinyanga ikona kuthi sesavumela ukudlala abezizwe bathi asiye kofunda sikukhokhele iziphiwo zethu

  • @clementmhlongo2491
    @clementmhlongo2491 Před 9 měsíci

    Syabonga madoda samtoti isihloko❤❤❤❤❤nime njalo bafowethu

  • @banelezungu7058
    @banelezungu7058 Před 9 měsíci +2

    Mfoka Ngcobo, siyabonga ukusilethela uNhlanzi. Sizobe siylinde ngabomvu ezolandela, lapho uzothinta lezihloko okukhulume ngazo seniphetha.

  • @Umalum_bhastedii
    @Umalum_bhastedii Před 3 měsíci

    We need more of ubaba uNhlanzi please💪🏾🔥🔥

  • @mbuyikagayede9963
    @mbuyikagayede9963 Před 9 měsíci +3

    Ngyelapheka coz ngiyinyanga kanti so nginengilozi futhi yakwaShembe ngyafisa kukhetha inkosi but syesididiswe izinyumayelo zabantu

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před 9 měsíci

      Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticas 19:31,Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13...

  • @Ulungisanii
    @Ulungisanii Před 5 měsíci

    Amen 🙏

  • @nomthandazonkosi5903
    @nomthandazonkosi5903 Před 9 měsíci

    Ngibingelele kuwena Mpunga yesintu no babu Mhlanzi sibonga kakhulu ngolwazi enisicobelela lona.

  • @sandilezulu3973
    @sandilezulu3973 Před 9 měsíci

    Ay lenake ay hambanga kahle umxina eduze uNhlanzi akatholi ithuba lokuphendula kahle.

  • @lizzysitelo3472
    @lizzysitelo3472 Před 9 měsíci

    AMEN MPUNGA MKHULU WAMI SIYAPHILA, ASTHEMBE NIYAPHILA NOMDEN,,
    MKHULU WAMI MINA NGIKHULELE KUGOGO WAMI UBEYINYANGA ESELAPHALA KODWA UBESIYA ESONTWENI EZION,KODWA UBENGA FAKI IMPAHLA ZAKHE ZOBUNGOMA

  • @msizimagwaza7321
    @msizimagwaza7321 Před 9 měsíci

    Pharmacist, Inyanga - Sangoma udokoter

  • @malixolemdutyana7733
    @malixolemdutyana7733 Před 9 měsíci

    Syabonga makhehla🙏kuhlala kuyintokozo ukuzwa izimfundiso zenu💯🙌

  • @sithembisogama4568
    @sithembisogama4568 Před 9 měsíci

    Mpunga ngyavuma impela singoDokotela siyizo izinyanga zeSingisi kodwa imithi yokuthwala nomuthi omnyama .Nazokenizinyanga mazifuna ukuba amaNazarethe azihlukane nezinto ezingcolile zilaphe ngokweSintu bese ziya kwaShembe mna angiyboni inkinga makunjalo

  • @user-yl1jt3gx7e
    @user-yl1jt3gx7e Před 9 měsíci

    Kuhlezi kwintokozo ukuba kanye nani bomkhulu

  • @PhumlileRobertNguse-ng1mv
    @PhumlileRobertNguse-ng1mv Před 9 měsíci

    Ushembe usenzele ikhaya lemiphefumlo kwamashu lapho kuqaqwa khona inkinga hayi lento kamahlola ayisebenzi izokudlela imali uqede ungasizakali

  • @siphelelesibusiso6255
    @siphelelesibusiso6255 Před 9 měsíci

    Ubunyanga, nokunyanga akusho ukuthi sewenze isono, kodwa kwehlukene amathuluzi asetshenziswayo ebunyangeni nasekunyangeni.. umbuzo wami usekutheni konje manithi inyanga ayifuneki esontweni,, labogogo abachatha iyngane zilahlwe isishozi, bona babizwa ngani? Engani inyanga phela lowomuntu ngoba uyanyanga uyelapha , iyona paedretitian phela leyo uDr weyngane. Inkinga thina bantu makukhulunywa ngenyanga sivele sicabange imikhovu notokoloshe neypoki, kanti cha akhona amakhambi ahlambulukile for ukusiza umuntu , ngeke uthi awsezuchatha ngoba uyakholwa... kodwa ke mawsacabanga ukuthi ubunyanga or ukunyanga akungeni esontweni , asazi ke noma mawsunenkinga yokungavukelwa induku uyoksiza yini umthandazo

  • @vusisimon8113
    @vusisimon8113 Před 9 měsíci

    Mkhulu, wayithinta indaba bengikande ngiyifuna ukukubuzanyona mpunga ,

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před 9 měsíci

      Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticas 19:31,Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13....

  • @sithembisogama4568
    @sithembisogama4568 Před 9 měsíci

    Ngicela ningichazele ukuthi ihlehliswa yini iNgelosi umangabe usesikhathini ngoba phela lento yadalwa uyena uNkulunkulu.

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Před 9 měsíci +1

    Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticas 19:31,Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13...

  • @bhekimashaya8885
    @bhekimashaya8885 Před 9 měsíci

    Mkhulu ngicela ukubuza uma uyonikela uyangaziphi insuku

  • @mbusombatha8604
    @mbusombatha8604 Před 9 měsíci

    Inyanga ingeza izovalasha or izocela ezokucela...kodwa uma ejoyina isonto kumele abhabhadiswe agezwe ubungoma nobunyanga..ngoba esontwen kudingeka amandla kankulunkulu not amandla emithi ...ay ngeke ngiyaphika zinsizwa osejoyine kwaShembe eBuhlen akufanele abuye azihlanganise nemithi.