Ms Mpungose- Umendo nendlela

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 29. 08. 2024

Komentáře • 108

  • @setsabilegule03
    @setsabilegule03 Před rokem +4

    2023 we still here inamandla ❤ makabongwe ongabonwayo❤

  • @sandilemncedisi6756
    @sandilemncedisi6756 Před 4 lety +6

    ngihlale ngizizwa izintjumayelo zakho mfundisi, kodwa la udukisa abantu Mpungose. nawe ukhuluma into ongayazi. ushumayela ngebhayibheli ongalifundi lonke, ukhetha amavesi afavour loko kwakho.ngiyafisa kwangathi wonke umuntu azifundele yena ibhayibheli. Aziqondele yena kuthi lithini ngaphandle kokuthi utoligelwe ngomunye umuntu. izimpumputhe zizoduka nazo ngoba zingazi

  • @LindokuhleMlindoh
    @LindokuhleMlindoh Před 4 měsíci +1

    Engathi uyaphambuka mfo kahle kahle uyabheda ayikho lento oyishoyo lah...udukisa abantu maan 😢yazz uyanyanyisa udukisa abanto..uma ukholwa ilento okholwa yiyo kholwa wedwa nomndeni wakho uyeke ukutshela abantu ukuth abenzena...wena yenza into ezokusiza...musa ukusikhipha esintwini sethu...

  • @kennethkenneth1214
    @kennethkenneth1214 Před 3 lety +2

    Hallelujah malibongwe igama leNkosi, knowledge is power without it people perish.

  • @snothandosiroe313
    @snothandosiroe313 Před 5 lety +3

    Eka high way ayhlekisi. Syambonga uNkulunkulu ngabantu abafana noBaba uMpungose abashumayela ivangeli leqiniso 🙌

  • @user-km5ul9gv8y
    @user-km5ul9gv8y Před 7 měsíci +1

    Syabonga ngawe Nceku yeNkosi isibindi sokumela iqiniso likaJesu Krestu bazalwane melani iqiniso likaJesu uma nje wenza ukuphambana ngeZwi uyisitha sevangeli

  • @zibuyilelukhozi8470
    @zibuyilelukhozi8470 Před 8 lety +23

    i love this man of God, unamaqiniso wodwa, that's why many people don't like him, even Jesus is not loved by all people so do not worry my King

  • @mvelocbusiso1708
    @mvelocbusiso1708 Před 5 lety +5

    No amadlozi angenaph Ku high way mawhamb Ku high way hamba khona Musa ukugxeka iynkolo zabant

    • @zikhonanana291
      @zikhonanana291 Před 3 lety

      uthe mthuke mawuthanda iinkolo zanton???? uthe mawehluleka iyeke sisindiswe thina

  • @banelemethule9638
    @banelemethule9638 Před 2 lety

    Uyangibusisa man of God ngyafisa engathi unkulunkulu angakugcina uchubeke ubusisebantu

  • @makhosazaneportiamngoma5957

    Amen, Jesus, so true Baba ,abafileyo abanasabelo nanini phansi komthunzi welanga.konke okuthintwe isandla sethu kunegazi

  • @nompumelelomathenjwa6441

    syabonga babMpungose ave unamaqiniso baba phambili ngensindiso ngegama lika Jesu amen

  • @bonginkosizikhali6769
    @bonginkosizikhali6769 Před 9 lety +2

    I like this one ikhuluma nabazalwane..... n its bckgrnd music.... inamandla Mpungose

  • @jessiesegolela6955
    @jessiesegolela6955 Před 8 lety +1

    Ngiyabonga for such a man of God who still stand by the bible truth, today;s preachers they preach not to offend anyone because they are concerned about the number of people attending the church, thank you...

  • @MmemaGumbi
    @MmemaGumbi Před 4 měsíci +1

    Yanamandla eya high way baba Mpongose

  • @herbertkasiperi1790
    @herbertkasiperi1790 Před rokem +1

    Makabongwe ozayo

  • @bosthapelo8990
    @bosthapelo8990 Před 4 lety

    Ongifundayo makaqaphele...truth all the way Bab'Mpungose

  • @comfortcelentabenhle3861

    Ohhh my God konke ngiyakuzwa Baba Ms mpungose ngiyathanda intshumayelo yakho ume nje njalo kwilangabi lomlilo weqiniso

  • @matthewsmazibuko7480
    @matthewsmazibuko7480 Před 4 lety +2

    Ilove this pastor so much

  • @immaculatedube8123
    @immaculatedube8123 Před 8 lety +1

    siyaphiliswa baba Mpungose....Lana kukhutshwa impabanga ozaleni, kulungiswa umakoti weWundlu.....segwedlela ekhaya.. zimbili indlela nawe Khethe yam....Yimi lowaaaa ngoHighway....SIBONGA UJESU NGEZWI

  • @claricegwanya9906
    @claricegwanya9906 Před 5 lety

    Uyashayana ngentsumayelo!! Bakithi ngisizeni boo iyiphi intshumayelo yakhe Ethi amaqanda akawadli nendlela yokutotosa ubaba wekhaya!! Ngifuna yona laaa!!!🙌🙌🙌🙌🙌🔥🔥🔥🔥🔥🔥🎆🎇🎇💥💥💥💥🙆🙆🙆🙆🙆

    • @lionessnala2000
      @lionessnala2000 Před 5 lety

      Clarisa i topic ethi isela...😂 whenever i want to laugh i listen to that preaching...iqanda elimi njengekhowe😂😂

  • @SANELEJANGE2120
    @SANELEJANGE2120 Před 8 lety +7

    This truth is very rare in today's world.. Preachers preach matching ideas to suit everyone but we thank God for Pastor Mpongose...

  • @sonwabomgilane9873
    @sonwabomgilane9873 Před 5 lety

    I love the Lord you are preaching about.Pastor Mpongose I love you in Jesus Name.God be with you and your House.One day is one day I will see you or siyobonana eZulwini my Father.

  • @puseletsoselepe8635
    @puseletsoselepe8635 Před 10 lety +1

    ngiyabonga mfundisi mpungose always become revived whenever i listen to you. Thats powerful

  • @siyabongamziwamandla1511

    Ifihlakele iNkosi neZwi layo. You preach the TRUTH.

  • @xoliswainnocentia6949
    @xoliswainnocentia6949 Před 10 lety

    aybongwe nkosi babMpongose... u r, real talkng in TRUTH, SPIRIT and in the WORD of Christ JESUS Amen!

  • @sphechauke859
    @sphechauke859 Před 6 lety +2

    Ngyhamba kuhigh way 😂ey nkos yam ngiyabonga Baba🙏🏼👏

  • @nqobilevictoriousmkhwanazi164

    Uneqiniso baba Mpongose Siyabonga. Thatha u high way

  • @ldbuthelezil.dbuthelezi9642

    Isiprofeso sencwadi sithi" ezinsukwini ezizayo (esho esikhathi sethu) kuzakuba khona izikhathi ezinzima lapho kuzakuvela abaprofethi bamanga nabafundisi bamanga abaningi bayolandela amanyala abo " now I believe Jesus Christ is coming, believe or not, Impela bakhona ojesu abaningi nokho ngiyakholwa yiNkosi ngoba ungenzile ukuba ngiqaphele ngeke ngadukiswa yimimoya yasis'khathi BAKHULUMA NGAYE NOKHO ABEKHO KUYE BAFUNDISA NGAYE NOKHO ABANAYE. KUJOHN UTHI" NGUBANI ONGUMPHIKUKRISTU UMA KUNGEYENA OPHIKA UKUTHI UJESU UNGUKRISTU NA" KWENYE INDAWO UTHI" BAPHUMA KITHI KEPHA ABASIBO ABAKITHI UMA BEBENGABAKITHI BEBEYOHLALA NATHI NGAKHO BAPHUME UKUZE BABONAKALISWE UKUTHI ABASIBO ABAKAKRISTU.

  • @thembelanelsonzwelidumilem2403

    I love the truth tht is with this man. he is just candid. where is his Church.

  • @leahmolotsi1703
    @leahmolotsi1703 Před 8 měsíci

    Glory to god ❤😂

  • @sbosithole3677
    @sbosithole3677 Před 6 lety +2

    I love this man of God

  • @sphechauke859
    @sphechauke859 Před 6 lety +2

    Amen 🙏🏼 siyabonga nceke may God bless you abundantly 👏

  • @mcebosergio8859
    @mcebosergio8859 Před 10 lety +1

    Uphakeme kakhulu uyiNkosi yezulu very much blessed

  • @nomvulazamanzondo2454
    @nomvulazamanzondo2454 Před 5 lety

    ngimthandukubhubha ubaba umpungose NGIYOFA LA akayofa khona

  • @gladysxaba1375
    @gladysxaba1375 Před 6 lety

    Haaaa Nkosi ngikuzwa clean Baba uMpungose ivangeli lakho lingikhulisile mina siyambonga uNkulunkulu sitshele amaqiniso thina siyavuma haaaaa ngikuzwela kwelikamoya

  • @zizombungwana9685
    @zizombungwana9685 Před 10 lety +1

    khuluma nceku. powerfull speeech

  • @khayabuthelezi3510
    @khayabuthelezi3510 Před 5 lety +1

    Indoda yamaqiniso - True Gospel!

  • @nokwandasibisi3492
    @nokwandasibisi3492 Před 9 lety +1

    Ay Thank you Bab Mpungose

  • @thomassithole107
    @thomassithole107 Před 2 lety +1

    siyabonga baba

  • @msomilungani2059
    @msomilungani2059 Před 7 lety +1

    Uyisibonelo esihle kumina ngamaqiniso anawo ungenza ngiphile akawathengi amehlo omuntu

  • @rosemohapi7157
    @rosemohapi7157 Před 8 lety

    Sanibona, Kufundwa kuyiphi incwadi la bazalwane ne chapter ngoba ngizwe i verse kuphela. Ngiyabonga uJesu anigcine ethembeni lakhe

    • @phumlanimancaku3722
      @phumlanimancaku3722 Před 7 lety

      Isa 35:8 And an highway shall be there, and a way, and it shall be called The way of holiness; the unclean shall not pass over it; but it shall be for those: the wayfaring men, though fools, shall not err therein

  • @nolwazicristina1415
    @nolwazicristina1415 Před 3 lety

    Ja ngike ngizw labosisi abanamadimon bathi if kuhlatshwa bayafik belindle bona

  • @celimpilogubevu618
    @celimpilogubevu618 Před 9 lety

    i wonder laph elelaphi levangeli ngoba manje ngathi usungene kuma blessing

  • @sharonkgwedi5349
    @sharonkgwedi5349 Před 10 lety

    God bless this man of God....Nkosi yam im so revived.

  • @lumkospambo2378
    @lumkospambo2378 Před 9 lety

    Siyabonga thina bab'uMpunose

  • @lungisaninzuza2210
    @lungisaninzuza2210 Před 10 měsíci

    Nkosii❤

  • @sinenkosizikalala2509
    @sinenkosizikalala2509 Před 5 lety +1

    Syabonga nceku yenkosi ngemfundiso yakho

  • @sithembiledludlu9780
    @sithembiledludlu9780 Před 2 lety

    Amen

  • @nolwazicristina1415
    @nolwazicristina1415 Před 3 lety

    Ayi asazi kozwakala phambili kuthi ikona kuph okuyikhona

  • @user-ep9om8nq8c
    @user-ep9om8nq8c Před 8 měsíci

    🙏🙏🙏

  • @MmemaGumbi
    @MmemaGumbi Před 4 měsíci

    🔥🔥🔥❤❤❤

  • @sethabiledlomo1448
    @sethabiledlomo1448 Před 5 lety

    Hhey nkosiyam ngenze bab ngihamb ngohyway

  • @portiadladla5308
    @portiadladla5308 Před 9 lety

    noma ungafundanga kodwa mawusindisiwe imfundo wubala ngenxa yenkazimulo yakhe

  • @phindilengwenya988
    @phindilengwenya988 Před 7 lety

    siyabonga baba lazelasibusisa ilizwi

  • @nomthandazomotselebane4274

    Amen baba

  • @sithembilentshangase8390

    Amen Baba

  • @rhymesbusisonkomo2539
    @rhymesbusisonkomo2539 Před 6 lety

    Kkkkk thatha hambaaa cha uyayxoxa indaba mfundisi

  • @charlesthethwayo6282
    @charlesthethwayo6282 Před 9 lety +2

    Uyedwa umehluleli

    • @ldbuthelezil.dbuthelezi9642
      @ldbuthelezil.dbuthelezi9642 Před 6 lety +2

      Ngempela uyedwa umahluleli wabakholwayo nabangakholwa, kepha wena yini ungakwazi okubi nokuhle. Kanti inyanga iyaphuma yini emini nonyezi nelanga liyaphambuka yini likhanyise ebusuku. Uyabonake nguwena ozahlulelayo ngokwenza kwakho. Kawazi yini ukuthi okholwayo uyahlulela ukungalungi ekukholweni na, yizwa kahle asehluleli ongakholwayo sahlulela ongabhakathi endlini ngoba asifuni ububi phakathi kwethu, lawo mandla siwanikiwe yingakho indaba yethu ingayi enkantolo yezwe kodwa siyanquma ngamagunya esiwaphiwe uma umuntu enecala ekukholweni. Ufuna kanjani wena? sithule sibazi ububakho na? Nala siqondisa abanye ukuze basinde uma ekhona ongasinda. Uma ngithula ingwenya ikuqede nginecala lokulwahlwa esihogweni kanye nawe kepha uma ngimemeza ngezwi elikhulu ezindlebeni zakho wena uzwe bese unganaki uthalalise anginacala egazini lakho wena-ke uzofa ngenxa yezono zakho nangokuba uzwile omemezayo wamshaya indiva kanjalo uma ngimemezile kuwe wangizwa waxwaya wabalekela ukufa uzophulile ngenxa yomemezile wokukholwa kwakho. Ungasho-ke ukuthi thula! Kimi ngoba ngophula wena kokuyize ukuze umazi uNkulunkulu ngoKristu Jesu iNkosi kuphela.

  • @mpikiswanogumede6487
    @mpikiswanogumede6487 Před 7 lety

    mmm abantu sebakholelwa emilingwen by iqiniso lohlez limile

  • @thoksxaba7460
    @thoksxaba7460 Před 10 lety +1

    ey thetha nceku

  • @makhocynokuphilah4145
    @makhocynokuphilah4145 Před 9 lety +1

    Khuluma baba

  • @beautyndebele4555
    @beautyndebele4555 Před 6 lety

    Amen Mfundisi

  • @kazwane-molotokazwane-molo7980

    Nkosi ngenze ngihambe kuhighway

  • @melusibuthelezi8262
    @melusibuthelezi8262 Před 7 lety +1

    aw u high way bakithi

  • @sizakelentombela2551
    @sizakelentombela2551 Před 10 lety

    dat true pastor

  • @sinethembamthembu4141
    @sinethembamthembu4141 Před 9 lety +3

    yanamandla eya highway ewu

    • @ldbuthelezil.dbuthelezi9642
      @ldbuthelezil.dbuthelezi9642 Před 6 lety

      Nkosazana Sinethemba Mthembu wangiqeda ngensini, ngaphela phabhi kwakho. Phela sisesikhathini esinzima lapho abaningi befuna ukuzwa okuthokozisa izinhliziyo zabo engani ngake ngavakashela elinye lamasonto aseGoli nganele nje ukukhuma iqiniso okumele umuntu ahambe ngalo ngokweNkosi kwasukuma izinsizwa zalelo sonto mbumbulu zangicaphuna nge suit zangikhiphela phandle zangitshela ukuthi uma ngiza ngezifundiso zokuchitha isonto labo mangehlukane nabo. Kulesisikhathi bakhuluma amazwi amnandi nathophayo bayalalisa abafayo ngeze. Phela ukushumayela kwabo ungacabanga ukuthi kuqoshwe phansi kuhle uma benona abantu bebaningi kubo nabanamela ukukhuluma kwabo okuyize, yebo baningi impela abaya ngo free way kunabamaziyo uNkulunkulu neNdodana yakhe.

  • @rhymesbusisonkomo2539
    @rhymesbusisonkomo2539 Před 6 lety

    Ngiyamthanda lobaba

  • @lillyxanga7395
    @lillyxanga7395 Před 5 lety

    Okay Baba, I heard you saying akuhlawuliswa if ngane yentomazane ikhulelwe.
    Question: why born agains belobola pho kwenziwe konke kuqgokiswe kuthiweni yonke leya procese when taking a wife? why ngayekwa ke kona okunye kuyayekwa?

  • @mvelomdladla87
    @mvelomdladla87 Před 7 lety

    JESUS AMEN MFUNDIS

  • @viwegiven1624
    @viwegiven1624 Před 7 lety

    Makabongwe uBawo ngenyaniso.

  • @lusindisolucy490
    @lusindisolucy490 Před 7 lety

    syabonga tata

    • @thembinkosinjoko6777
      @thembinkosinjoko6777 Před 6 lety

      Mmmmmmmm ca kuyayiwa kubokajesu asazinkos yam . Ukube kuyangam ngabe ngithi salesewubuya nkos ngoba asisakawz okuyikho ... ngoba abantu bashumayela lokhu okuvuna bona

  • @siphesihlemthembu4628
    @siphesihlemthembu4628 Před 8 lety +1

    It's Isaiah 35:8

  • @dollynene4403
    @dollynene4403 Před 7 lety

    onezibdlebe zokuzwa makezwe

  • @siyabongagiftdlamini5929

    Sihamba ku highway mgcotjwa

  • @dianentuli
    @dianentuli Před 5 lety +1

    I can hardly hear him on this one, the instrument is too loud for my liking.

  • @zandiswamdede5454
    @zandiswamdede5454 Před 4 lety

    instrument is too loud. Amen Man of God

  • @superonalenna
    @superonalenna Před 10 lety

    which verse is this very powerful

  • @malusintuli1554
    @malusintuli1554 Před 6 lety

    amen Pastort

  • @superonalenna
    @superonalenna Před 9 lety

    thanx Unathi