Prince Mangosuthu Buthelezi addresses the 144th commemoration of the Battle of Isandlwana
Vložit
- čas přidán 20. 01. 2023
- Traditional Prime Minister of the AmaZulu nation, Prince Mangosuthu Gatsha Buthelezi addresses the crowd at the 144th commemoration of the Battle of Isandlwana which was part of the Anglo-Zulu War between the Zulu and British armies.
For more news, visit sabcnews.com and #SABCNews on all Social Media platforms.
Still strong - Leader for LIFE!
In spite of their often opposing political views and beliefs, when it comes to knowing who they are as AmaZulu, they stand together and put all else aside!!!
Siyabonga asiqedi, futhi siyanconcoza Mntwana kaPhindangene ngeqhaza olibambile kwelikaMageba.Okhokho bethu bawuvikela umbuso kaZulu eSandlwane❤🙏
It's amazing how the elders honour the Zulu King even though he is much younger. Isizwe sakithi yisizwe esihlonipha ubukhosi.
I'ts not about the person, i'ts the office he occupies.
Now this Madala I like 👍
Siyakuthanda Mntwana wakwa phindungene
Siyabonga kakhulu Shenga izandla zidlula amakhanda, Muhle umsebenzi wakho kusizwe samaZulu nomZansi wonke Kanye neAfrica iphela
Viva Umtwana Viva !!!
Gatsha is a born leader
Rest in peace mntwana usebenzile ukuba kwaqale kwakhothama wena kunomdlokombane kwakuyobanjani xakubekwa umisuzulu you doing well and you done ✅
Shenge siyabonga uThixo akwemukele kahle.
Athi uShenge.. amaHomesteads huy''mele geqe, Inja iphethe!''
The depth of those words...
Hhayi Mntaka Buthelezi Uyabadida Abamdibu Udala Uxhuxhu Lapha KwaZulu Umumisi Wesgwinya Mkhonto noThi Lwaso Ubezophawula Athini Thokozani Hlalaphansi Ubambe Umthetho Sibonga Lukhulu Kuwe Buthelezi Ngoba Uhlabe Umxhwele uZulu Ngokukhoselisa Iqiniso Ngqengelele kaMnyamane
"Imbabazane emahaqa ngokuhaqa amadoda emasendeni" Yahaqa uguqu waguquka Yahaqa ukushumayela kwayobayoba"
"Isihlonono esikhale ezindlebeni kuMabuya kwaze kwasa uMabuya ebhekile" INKONJANE KA MAGEBA edukele kwelase Koloni yabuya isithweswe iziqu isifana nabamhlophe" iZulu elidume phakathi kwentaba ezimbili, lidume phakathi koCuthebe noDayeni"
USiyahlahla!!
NDABEZITHA SHENGE Wena wakwa Buthelezi 🙏
Zulu uyesabeka
Inkosi ayigcinele wena Shenge ngoba sisancela kulombele ogwansile
Cha yena umntwana ufuna ezwe kahle umsholozi ukuthi indala Indiana yepolitiki☺
Mhlampe.yiyo lrnhlonipho eballomelise ngezinsuku ezinde kanje as the bible says
Imbabazane emahaqa
Cha nilidayisile izwe webobaba
Ok kumnandi
Kanti wenzeni Uzumaki kumtnwana wakwaphindangene walokhu emkhombe njalo mayekhuluma kwenzenjani sokalisa
😄👏 engazuthi vele kyamakthwana la kade ngaybona mina lento
Sondiya,siyakuthanda mtwana wakwa phindangene.