Ugwazwe wabulawa ngumakhelwane

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 2. 05. 2021
  • Ingxabano ekusolwa ukuthi iqutshulwe ukucwasa equbuke ngenkundla yezokuxhumana uWHATSAPP, ibe nomphumela wokugwazwa kubulawe owesilisa oneminyaka engamashumi amane nantathu ePitoli. Kusolakala ukuthi uThembinkosi Thabethe wagwazwa wabulawa umakhelwane wakhe kanti umndeni uthi usashaqekile ngalesigameko kanti siwenze wabona ukuthi busekhona ukucwasa ngokwebala kulelizwe. UThabethe ushiya emhlabeni izingane zakjhe eziyisithupha. Umsolwa uboshiwe, uzovela enkantolo kulelisonto.
    Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba #Gauteng kuSocial Media.

Komentáře • 8