U DR KHEHLEZI UTHI UZOLANDA U DR MABALENGWE EMUKHIPHELE AMA TENDA NGOBA UYAMTHANDA..LOOOOOOOOL

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 26. 08. 2024
  • UGCNE NGOKUBA YISEKELA LIKA PRESIDENT U DR KHEHLELEZI BEHOLWA NGU DR DLAMINI (UMCWABO UYAHLEHLA)

Komentáře • 33

  • @sphelelemabaso277
    @sphelelemabaso277 Před 3 měsíci

    Khlangene amaqili, ey yena umncwabo yahlehla iqola lokugci a

  • @sphiwebuthelezi1228
    @sphiwebuthelezi1228 Před rokem +3

    Manje anivelanga ngani ngalenkathi uMsweli efuna ozosiza loyaMama owaze wasizwa uGodo olulala amankankane 😂🤣

  • @sizwemyeni4976
    @sizwemyeni4976 Před rokem +1

    Mina zinyanga zakithi ukube nithi uhulumeni ,enze umsebenzi wokuthi amukele amakhambi enu ukt alaphe izifo ezihlupha abantu.
    Okunye bese ni adjust ama prices okulapha kwenu niyadula umuntu ohluphekile akasizakali or akakhoni ukuza kini ngenxa yokuthi niyadula
    Bese niyeka ukulokhu nichoma ngezinto zenu like imizi,izimoto nokunye sizani abantu baphile phumani namakhambi okulapha izifo ngamakhambi endabuko
    Bese kuba ile yokuthwalisa nokukhipha izigebengu ezenze amacala abucayi emphakathini ngemithi yenu ezinkantolo, umbulali, umdlwenguli ababambi benkunzi kuhlonyiwe namanye amacala abucayi

  • @selbymahashe939
    @selbymahashe939 Před rokem +1

    Niyadura futhi nizinyangi zemali

  • @nkosinathimadondo6748

    Baba mtomdala 🙌🙏👑❤️

  • @sethembilenzuza3599
    @sethembilenzuza3599 Před rokem +2

    Muphi King Bhaka Pho?

  • @vincentgumede1833
    @vincentgumede1833 Před rokem +1

    Uyacika ukhehlelezi utsotsi

  • @nkosingiphilehlongwane9501

    Kuhlangene amaqola wodwa mxm

  • @ezethongonomsamotv74
    @ezethongonomsamotv74 Před rokem

    Ngiyabakhipha bonke ngibayisa e oyster box... isiqala lapho i corruption and loyo Gogo Nkanyamba angimthembi kwayena

  • @uzulusouthafrica6524
    @uzulusouthafrica6524 Před rokem +3

    Amaqili odwa laba

  • @mzurampontshana4780
    @mzurampontshana4780 Před rokem

    Ndumandumane ❤❤🔥🔥

  • @mqondisi3759
    @mqondisi3759 Před rokem

    YiMajuba Municipality weKhehlelezi, kwelakithi eSkhanana Newcastle NN

  • @khulekani.ezondo9690
    @khulekani.ezondo9690 Před rokem

    Bafuna ukuya ephalamende beyothola imali yokukhokhela lamadoda abagadile ngezingadlangadla zezibhamu.

  • @tsholomodibedi2236
    @tsholomodibedi2236 Před rokem

    uMama wa khuluma nje nge Ndlovukazi uthando yinto enkulu unga ye lapha umuntu ngo ku mkhombisa ukuthi uthando luyini!

  • @SiboneloMnqayi-vl1uk
    @SiboneloMnqayi-vl1uk Před rokem

    Ukhehlelezi akangaziqhathanisi noMabalengwe ngoba umabalengwe unemali eningi udlula zonke izinyanga

  • @mthunzi4648
    @mthunzi4648 Před rokem

    DrKay unamahlaya ngeziphansi 😂❤

  • @PoppyVilakazi-li4gi
    @PoppyVilakazi-li4gi Před rokem

    Dictionary mkhulu phambili embalenhle poppy Vilakazi .

  • @nsimbindebele2868
    @nsimbindebele2868 Před 11 měsíci

    Zihlangene izigebengu

  • @zolekastokwe7918
    @zolekastokwe7918 Před rokem

    Khehlelezi tsotsi wemali 😭😭

  • @MAGIDAGIDAMASHABA
    @MAGIDAGIDAMASHABA Před rokem

    Nduma ndumani

  • @philangezwinuh859
    @philangezwinuh859 Před rokem +1

    Ukhehlelezi uyini ? As niphezu kwabo abangazona izinyanga???

  • @selbymahashe939
    @selbymahashe939 Před rokem

    Niyothini epalamente? Nofuna ukuya imali zetendr nani

  • @user-sn5go1fp7b
    @user-sn5go1fp7b Před rokem

    Iinyanga nezangoma ndiyancoma mhle lombona baphezukwawo sasifile bawo uqolwa ,phakamani madoda nani zimbokodwa zezinyanga nisilwele kodwa udaba lwesigumbu sika million cha phantsi ngaso

  • @BaneleFanelesibonge
    @BaneleFanelesibonge Před 7 měsíci

    ngiyabonga.min

  • @user-qq9od2rs2i
    @user-qq9od2rs2i Před rokem

    Amaqula lo 😂😂😂 ezinyanga mxm

  • @nomusashandu3553
    @nomusashandu3553 Před rokem

    This is so funny 🤣

  • @promisekhumalo4380
    @promisekhumalo4380 Před rokem

    😂😂😂😂 fire fire

  • @siyabongakhuzwayo4277

    Up

  • @tsholomodibedi2236
    @tsholomodibedi2236 Před rokem

    🤣🤣🤣🤣🤣🤣 Ama tender

  • @zolekastokwe7918
    @zolekastokwe7918 Před rokem

    Uphi Baka?

  • @lethabomakau2118
    @lethabomakau2118 Před rokem

    This guy is scammer stop promoting him