INdlunkulu yobukhosi bakwaZulu ibambe isithangami sabezinda

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 23. 06. 2022
  • Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba #COVID19News kuSocial Media.

Komentáře • 95

  • @junersangweni3126
    @junersangweni3126 Před 7 měsíci +6

    I think the Royal family has got a right to choose the person who is going to be a king they must not be denied that right. Inkosi yakwa Buthelezi ikhethwe abantu bakwa Buthelezi kuhle lokho !!!

  • @zgmkwambo5306
    @zgmkwambo5306 Před 2 lety +7

    Sazi kahle yini eningazi ukuthi ubukhosi akubona okwenu okwesizwe

  • @user-jh5pm
    @user-jh5pm Před 2 lety +7

    PHUZA i atrong ulale wena.Siyekele wena Mbonisi nemona wakho lomkhulu.

  • @MthokozisiNgcobo-yu5xw
    @MthokozisiNgcobo-yu5xw Před 4 měsíci

    Inkinga indlunkulu ayifuni ukwamukela ukuthi Isilo iNdlulamithi isona esiyinkosi ka Zulu okokuqala kuyacaca ukuthi Isilo esibusayo isona umnikazi wesihlalo, veleke uma kukhotheme Inkosi kuhleze kunokungaboni ngaso linye, uNkulunkulu uhlakaniphile ngoba umbize umtwana esesibekile Isilo eshlalweni Saso, lala ngokuthula Shenge 🙌

  • @brianlong8006
    @brianlong8006 Před 7 měsíci +1

    Imani eqinisweni mambuka ukhona uNdlunkulu uGwabini anichazele.

  • @noziep4270
    @noziep4270 Před rokem +3

    Laba bazodlala am lawyer. Thixo bavule amehlo

  • @slulu7352
    @slulu7352 Před 2 lety +9

    Opportunists!

  • @user-ov2ll2lr8t
    @user-ov2ll2lr8t Před 7 měsíci +2

    Niyafa uphuzo bo. Angikaze ngiwubone umona ongaka.Nizomelwa izinhliziyo beningamfuni ngempela uShenge beniyizitha lezi ezingabonakaliyo.Niswele amandla okumbulala ngezandla

  • @sifisongwazi3789
    @sifisongwazi3789 Před 2 lety +5

    Sesiyibekile iNkosi Khohlwa

  • @user-cc4xp9ur4x
    @user-cc4xp9ur4x Před 9 měsíci +1

    Amadoda amadala ngabe alungisa iNdlunkulu bt yibo abayibulalayo musani kudlala ngesizwe izimali zomkhulu nobaba abazikhipha kulotsholwa Ndlovukazi kwakudlalwa kahleni bo

  • @mthunzinkwanyana9353
    @mthunzinkwanyana9353 Před 2 lety +6

    Mina ngthemba kakhul inkoc yam umkhul kim mntwana wakaphindangene ngiyakholelwa kuye
    Inkoc yam enye fut le engiyaziyo king misuzul sihole ngonyama singabakho
    Ngithanda umoya wakho nokuzithoba ngangezwe

  • @lindiweluciantshangase6089
    @lindiweluciantshangase6089 Před 5 měsíci +2

    Ngibuye ngidideke...kanti uMdlokombane zange alobole yini unina ka prince smakade ngoba phela fanele abe yinkosi makunjalo.ooho!!!!!!!nxm.kuthwa isizwe savele sayolobola ngenqwaba yezinkomo leeee Swatini.....lowo ndlunkulu kwathiwa nguye oseyozala isilo.nempela wazala uNgangezwe lakhe lo Misuzulu.Qha!kusahamba kahle.

  • @normanntsako8452
    @normanntsako8452 Před rokem +5

    Since the royal family organised news briefing. There is nothing I can pin point.those elders they have their own agenda to push

  • @trendingglobevibes4900
    @trendingglobevibes4900 Před rokem +3

    Laba bakhaliswa wukuthi bebemelene neSilo uMisuzulu kaZwelithi. Babona ukuthi sebrzosala ngaphandle emakhazeni. Amadoda amadala lawa, mawahambe ayofuna amatoho, asebenze. Uma nithi iSilo sigcotshwa amalunga omndeni, ubani owagcoba iSilo sakwaDukuza? Ngoba safika nebutho siqhamuka ebukhosini bakwaMthethwa, undunankulu uNgomane wafike wamemezela ukuthi "nansi iNkosi"!

  • @lindiweluciantshangase6089
    @lindiweluciantshangase6089 Před 5 měsíci +2

    Shenge ngamuzwa ekhuluma ngesixebe kodwa akathanga isifebe haybo!!!!!ngiyakhuza lelo phutha.ngimdala mangingaka MHSRIP.Makungakhulunywa amaphutha.NO.

  • @sifisongwazi3789
    @sifisongwazi3789 Před 2 lety +5

    Khohlwa maGeba ayikho leyonto yakho

  • @gcinasimphiwe518
    @gcinasimphiwe518 Před 2 lety +7

    Kubuhlungu ukubona uMntwana uMbonisi ezenza ibhungezi ebe elwazi usiko lokubekwa kweNkosi esihlalweni, Imbube ekhotheme uBhejane Phuma esiqiwini yahlala esihlalweni ngoba yayesekwa uNdunankulu kaZulu uMntwana wakwaPhindangene lona esenimbiza ngoMshana manje..

    • @marceilnagadu8325
      @marceilnagadu8325 Před rokem

      You mad

    • @Sp8e
      @Sp8e Před 7 měsíci

      Awulaleli, nelhanda lakho liqinile. Umuntu akazikhetheli ukuth uzalwa ngubani , uzalwa kanjani. It doesn't qualify misuzulu ukuth abe inkosi ngoba nakhu ezalwa intombi yasebukhosini. Ayisebenze I common sense.

  • @siphamandlaernest1366
    @siphamandlaernest1366 Před 2 lety +5

    Cha ubala olunididayo kwakungafanele lenziwe yini ihlambo undunankulu ekhona xolani bo Ndaba landelani lo owashiywa hayi nina yinto yesizwe akusiyo into yenu le xolani lapho

  • @thobamcambi6777
    @thobamcambi6777 Před 2 lety +3

    Ukubeningabafowabo besilo. Ubhejane ngane aniyenzilento yokukhipha inyumbazana inganryisilo. Akekho umuntu. Owakewashiyelabafowabo ushiyelinganeyakhe. Nina. Nibulawa. Umona

  • @luckysbongisenimadonselamk4129

    Isixebe nesifebe akufani

  • @siphamandlaernest1366
    @siphamandlaernest1366 Před 2 lety +3

    Ndabezitha empeleni ngibona ngathi niyadideka okufanele nikwazi ngibona engathi kuyanidida ukuthi nina anifani nami ngoba nina ningabasendlunkulu ezinye izinto ngeke nizikhulume bo Ndaba xolani mina nje mfoka Ndlovu ngiyanizwa indaba zendlunkulu ngeke zikhulunywe yini ngisho senithanda lo enithi animufuni nguyena oyozikhuluma osmthethweni mina ngiyanizwa xolani kwabekwa lokhu ngobukhulu ubuhlakani ningacabangi ngisho nangelilodwa ilanga nifune ukwazi ngezinto zendlu izonixaka dedani kuzo yebo ezenu Kodwa ukuzikhuluma ngeke ngiyazithoba kini

  • @user-jh5pm
    @user-jh5pm Před 2 lety +4

    Shwele nkosi nangubaba onomona ongaka

  • @sydneythapelomanthoa5561
    @sydneythapelomanthoa5561 Před 2 lety +3

    Ningo babumncane ibani yibo niyeke yonke lento eniyenzayo, uMisuzulu ka Zwelithini nguye inkosi bayede wena wendlovu true king of the Zulu kingdom

  • @mamkhwa8286
    @mamkhwa8286 Před rokem +2

    Ulwa eyakhe indaba yakhe sesikwazi sonke,

  • @nombusomajozi6193
    @nombusomajozi6193 Před 6 měsíci +1

    Bkusho ukuthi nohlala esihlalweni nonke ngenza ngenza yamagama enu ayi siyabonga

  • @cairozulu6700
    @cairozulu6700 Před 6 měsíci +1

    Siyanithanda ndlunkulu yethu thina sizwe sakwaZulu.

  • @zenzelestanley7253
    @zenzelestanley7253 Před rokem +2

    Nifuna amafa eNgonyama nina

  • @user-cc4xp9ur4x
    @user-cc4xp9ur4x Před 9 měsíci +1

    Sidlala Bantu badala njeee

  • @nhlanhlagumede376
    @nhlanhlagumede376 Před 7 měsíci +1

    😂😂 vala indlela lo

  • @user-ov2ll2lr8t
    @user-ov2ll2lr8t Před 7 měsíci +1

    Waze wanenhliziyo ebuhlungu kangaka Mntwana Mbonisi yini kodwa inkinga yakho awufuni ukwamukela. Yini ukuba nenzondo engaka kaMntwana wakwaPhindangene engasekho emhlabeni. Yenzani inhlambuluko nina none ebukhosini. Thina esingzmaZulu senzenjani.Sicela nilihoxisile igama likaButhelezi uphumule manje yekani u.phefumulo wakhe ulale ngoxolo.

  • @emilykumalo2931
    @emilykumalo2931 Před 8 měsíci

    Buzani u GAtsha Buthelezi wuye owayehamba phambili ngokubekwa kuku Misizulu benithuleleni asaphila yekani ukukhohlisana I certificate asikhiswha yi family 😊

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 Před 2 lety +2

    Mbonisi ngeke uze ube yiNkosi, thula manje hlala phansi kudala uthemeleza, uMdlokombane esaphila wawuthule du, manje usulingisa ibhungane.Anisibona abanikazi begceke ningamaphekula egceke nina.

  • @senzonxumalo8029
    @senzonxumalo8029 Před rokem +1

    Mbonisi wena uzalwa emgcagcweni kwa-Ndlovu ayikho lento yakho uyazazi uzaleka kanjani, Isilo Bhusha walala nomfazi womuntu uyakwazi lokho siyamazi nomama wakho

  • @nombusomajozi6193
    @nombusomajozi6193 Před 2 lety +3

    BoNdaba nazidida ngeke avume uZulu wonkana ukuholwa abantu abangawazi umlando resizwe wabo baphuma oKhafalandi bayosifunela inkosi nansi niyibona iyiyiyona futhi ayiciciyeli

    • @brianlong8006
      @brianlong8006 Před 7 měsíci

      Dankoo Nombuso wayibeka ngayizwa leyo Indlulamithi ingakabekwa ngeke sidlale oMbonisi asinesabi bungachitheka bugayiwe Dinuzulu ompisholo.

    • @brianlong8006
      @brianlong8006 Před 7 měsíci

      HLUKANANI NOMTHWANA WAKWAPHINDANGENE ZIWENGU.LIKHONA ITOHO KWASAWOTI.😮😮😮

  • @mshushisingubane3099
    @mshushisingubane3099 Před 2 lety +2

    Khohlwani bantwana kingani nenzengathi ansawazi manje umlando wobukhosi mina ngeke ngvume ukwakwayini ehlathini ngamabomu ngibe ngiybona indlela.

    • @bongiwpurity8032
      @bongiwpurity8032 Před 2 lety

      Ingonyama eyesizwe ayi wena inhlamba iqhamuka kuwe uthuka ubukhosi bukaZulu asifuni kwakwaz izindaba zakho nomawakho yiko unje kanti uzalwa kanje

  • @DumisaniNtuli-gt1zb
    @DumisaniNtuli-gt1zb Před rokem +3

    Umtwana wakwaphindangene ungenelele ngoba ebona indlunkulu ukuthi yehlukene phakathi ngombono wendlovukazi eyayikhonjwe njengebamba akukho okubi akwenzile umtwana wakaphidangene

  • @ndumisojusticenxele833
    @ndumisojusticenxele833 Před 10 měsíci

    Lento uma uyilandela kahle impela bangabomndeni bekumele ilungelo labo balinikwe futhi benze okwasemndenini, sesinkingeni nje ukungena kwaba ngaphandle komndeni.
    Nami ngingathuk'thela impela ukuba kulokhu kukhulume ongenalo ilungelo kithi selokhu ehamba phambili eyntweni zomndeni wami, impela ngingagana unwabu 🤞🏽 impela ngyamsola oka Mathole ngokuxova umndeni bandla. Sazekhohliseka sesihambe nakangaka nesikhathi lento ngyasola inesandla somlungu futhi.

  • @noluthandonyandeni7882
    @noluthandonyandeni7882 Před 2 lety +2

    Yini kodwa Prince Mbonisi?Yini lezizinto zingakhulunywa nomndeni ,zifunani kwitv?
    Wawungavimbi ngani kuphuma iinkomo KwaZulu kulotsholwa ebukhosini,baseSwazini ukuze kuzozalwa isilo esizokuphatha.
    Lempi sengathi iqonde futhi naye noNdunankulu wesizwe sakwaZulu.
    Sicela ukuthula esiZweni esikhulu ,nesihlonipheke kangaka kwihlabathi lonkana.

    • @sabethmthombeni1367
      @sabethmthombeni1367 Před 2 lety +2

      Lisho ukuth igama lamisuzulu Ngoba nalo nje yilo siyabonga yiyo ngempela kanti bayede misuzulu.

  • @gregorydlamini7277
    @gregorydlamini7277 Před 2 lety +8

    Mageba vuma ukuthi umtwana kamfoweni ukuthi usengubaba wakho manje. Ngizibuza ukuthi yini lena ekuphatha kabi ngalendlela, thina singuZulu siyayamukela Ingoyama yethu uMisuzulu ka Zwelithina. Khula Mageba ngoba thina sikubuka njengo baba ohlukanisa indlunkulu.Akuselula ukusishintsha kuloku esikholelwa kuko. Amukela ubaba wakho u Misuzulu.

  • @spost9397
    @spost9397 Před 2 lety +2

    Bitterness

  • @sizakelemlambo2083
    @sizakelemlambo2083 Před 2 lety +1

    Aaaai suka anisiyekeni nina ngifuna ibhodwe eliconsayo descanso ISILK THINA SINGUZULU BAYEDE NGONYAMA YETHU KING MISUZULU KAZWELITHINI SIHOLE

  • @thulanindlovu652
    @thulanindlovu652 Před 2 lety +1

    Siyanizwa bantwana kodwa niyahluleka ukuchaza ukuthi umsebenzi kandunankulu uyini
    Ngoba ke nehluleka khohlwani
    Sesibona ukuthi ngeke kwaba khona iNkosi ngoba nizolokhu nibalekela enkantolo

  • @phendulanimnyandu5740
    @phendulanimnyandu5740 Před 2 lety +1

    Ngokwazi kwami igama elithi mlanjwana alisiyo inhlamba kepha lihlaba esikhonkosini.

  • @normanntsako8452
    @normanntsako8452 Před rokem +2

    The cetfacate will be issued ,not by the family

    • @junersangweni3126
      @junersangweni3126 Před 7 měsíci

      The certificate is not so important because that is something new but to choose a king that has to do with the royal family . They also look at behaviour of that particular person they intend to choose . The judge the president do not chose but only endorse what the royal family agree upon

  • @normanntsako8452
    @normanntsako8452 Před rokem

    When questions ask by the media.they never come out clearly, why ...

  • @hozenlewele5527
    @hozenlewele5527 Před 2 lety +1

    Nina ningabafowabo besilo abayimikhufefe. You are so divisive in the name of uniting. Hambani niye emzini yenu

  • @normanntsako8452
    @normanntsako8452 Před rokem

    Very shocking in deed

  • @tilly594
    @tilly594 Před rokem

    Ngiyazincoma izintatheli ngenhlonipho.UGoge wayemlalele umntwana wakwaPhindangene ebabiza ngamagama abantwana baka Bhusha abathi bayameseka Unkosi uMisizulu emba kwe nhlangano yomndeni.

  • @sibonelosibonelo9066
    @sibonelosibonelo9066 Před 7 měsíci

    Nihlangene ngokubheda kodwa lapha maxoki asendlunkulu nathula nathini ingonyama uZwelithini kaBhekuzulu elande uNdlunkulu ozosizalela iNkosi why nikhulume manje

  • @ntuthukobuthelezi4803
    @ntuthukobuthelezi4803 Před 7 měsíci

    Okwasekhaya okwaseyakhaya

  • @khulekanimhlongo4210
    @khulekanimhlongo4210 Před 7 měsíci

    UMATHUBESIZWE SIKAZULU

  • @brianlong8006
    @brianlong8006 Před 7 měsíci

    Wena sizolikhipha ihlo umntwana wakwaPhindangene,wathini ayikho lento oyishoyo wena udinga iklwa ufe

  • @moffatzulu9548
    @moffatzulu9548 Před 9 měsíci

    King had a fling....

  • @welcomengwenya2294
    @welcomengwenya2294 Před 2 lety +4

    These guys are clueless its shocking 🤔

  • @nogolitwala5172
    @nogolitwala5172 Před rokem

    Ayi wena awungiphi umdlandla

  • @nathanielkgobe427
    @nathanielkgobe427 Před 7 měsíci

    Opportunistic utterances, we know all these to be transpiring amongst the Chieves allover SA, but this one which emerges in the Kingdom of the Zulus is a sheer disgrace.

  • @siphomichael5190
    @siphomichael5190 Před 2 lety

    Dedela inhliziyo Mageba ungagcini usuhlumezeka ngento engakudingi sidalo.uyabona lena ikude nawe yekela iSilo sikaZulu sibuse wena neqembu lakho anifunwa muntu futhi kuyacaca anisoze nafunwa ngisho oyedwa umuntu kwaZulu nilunge niphethwe nani ngengawo wonke AmaZulu

  • @thapelondwandwe3926
    @thapelondwandwe3926 Před rokem

    Nenzani baba kankalipho vulindlela niyasihlaza

  • @thapelondwandwe3926
    @thapelondwandwe3926 Před rokem

    Bantwana muvumeni umisuzulu nizobona nizobuyela ekuhlonishweni

  • @moffatzulu9548
    @moffatzulu9548 Před 9 měsíci

    Bafundiswa inhlonipho eNdlunkulu kodwa kulokhu kuthiwa uButhelezi uButhelezi.

  • @khulekanimhlongo4210
    @khulekanimhlongo4210 Před 7 měsíci

    SINYE ISILO USMAKADE SAMAKHOSI.

  • @sandiledlamini81
    @sandiledlamini81 Před 6 měsíci

    What of my father

  • @makhosazanemweli
    @makhosazanemweli Před 9 měsíci

    Hayi isono sombango webhodwe eliconsayo😢

  • @emilykumalo2931
    @emilykumalo2931 Před 8 měsíci

    Wena wabona kuphi lnkosi engazalwa emshadweni lngane yangaphandle komshado iba Nanking y bangashadanga Co, mangabe bekamthanda kube bashed coz I sithembe sikhona emakhosini yekani uku blamer abantu lungisani lzinkinga zenu zomndeni

  • @sindymbau5255
    @sindymbau5255 Před rokem

    Uyabhora wena hambolala

  • @thulaniradebe4802
    @thulaniradebe4802 Před 2 lety

    ayiii cha madoda ningobababomncane nina ngeke nisididise kulento eniyenzayo ayilungile iyekeni musani ukuxova umndeni nezingane zenu zingabe zisangenelana ngenxa yenu phumani kulomqondo wenu nibumbe umndeni eyobukhosi icacile nje ngeke kushintshe lokho isilo uMisuzulu kaBhekuzulu uyonibusa nithanda ningathandi phumani kulomqondo wenu ningamadoda senikhulile.

  • @josimkandla6920
    @josimkandla6920 Před 9 měsíci

    Ayikho lento uthenge ube control kuze a unite amazulu, laba marina ama shares Denali kuphela, bafuna umuntu uzoba Faka kuzi mali, badala Korea why bevels manje

  • @andriesmchunu1367
    @andriesmchunu1367 Před 2 lety +2

    Aui ayi wena kuthiwa uzalwa isixebe

  • @hozenlewele5527
    @hozenlewele5527 Před 2 lety +2

    Nidle obamaganu nina nobathathu.

  • @walterntsele7249
    @walterntsele7249 Před 2 lety

    Iyamangazà ekaMbònisì sokubangìsa iSìĺo ecasha ngòvuliñďlela ķanti guye osifuñayo akesikupheñye Sithole ukuthi ngubani okuxhasa ngenkece

  • @hozenlewele5527
    @hozenlewele5527 Před 2 lety

    Nisazonisengwa nina.

  • @MthokozisiNgcobo-yu5xw
    @MthokozisiNgcobo-yu5xw Před 4 měsíci

    Sorry mtwana kunzima khona

  • @Education7798
    @Education7798 Před rokem

    Why bekhulumela Egoli njalo bangathi bakhathele

  • @sikhangezilemagonya8753

    Kancane kancane liyavela

  • @nogolitwala5172
    @nogolitwala5172 Před 7 měsíci

    This BABOMNCANE don't like Misuzulu

  • @nombusomajozi6193
    @nombusomajozi6193 Před 2 lety

    Ukulibazisa ngoba niyazi ngeke uqhubeke lutho inkosi ibenammandla Mntanenkosi angathathwa USLOW POISON kunzima

    • @khethazulu1905
      @khethazulu1905 Před 10 měsíci

      Iyaxokiza lena yakithi ilazikahle iqiniso ivumlwano ilazikahle udidisa umkhondo

  • @emilykumalo2931
    @emilykumalo2931 Před 8 měsíci

    Khohlwani ayikho lento yenu yekani umona ngeke unisex ndawo