SHEMBE UNyazi Lwezulu eMall yase Richards Bay | 20 April 2023

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 19. 04. 2023
  • #amanazaretha #shembe #unyazilwezulu

Komentáře • 85

  • @Lisi_Forex_Inc
    @Lisi_Forex_Inc Před 10 měsíci +5

    uShembe wangempela uNyazi, uyazifikela ebantwini💯 uNkulunkulu ongazifihli ukuthi unguNkulunkulu, njengoJesu uhamba phakathi kwabo abantu. Olwethu UNYAZI 💯🙏 uzungikhumbule Nyazilwezulu🙏

  • @user-xb8ke4lo3e
    @user-xb8ke4lo3e Před 2 měsíci +2

    uBaba kanti uyaya e mall❤❤

  • @nduduzomchunu277
    @nduduzomchunu277 Před rokem +6

    ngiyakuthanda Shembe Nyazilwezulu

  • @virginianzama2464
    @virginianzama2464 Před rokem +6

    Angyaz noma ngibona ngedwa yin ngathi akanyatheli phansi uyashibilka nje impela kunyathela unkulunkulu bangcwele ❤️❤️❤️❤️🙏

  • @engelluthuli5133
    @engelluthuli5133 Před rokem +3

    Shembe Nkosi yamakhosi nkosiyami Nyazilwezulu yiba nami Thixo🙏🙏💖💖💖💖

  • @khanyisilesibanda9991
    @khanyisilesibanda9991 Před rokem +5

    Ngikhala nge walk kaThixo wethu awuuuu sukanini madoda sabusiswa emazulwini

  • @bonganidlomo5252
    @bonganidlomo5252 Před rokem +3

    NKOSI YAMAKHOSI UYIGCWELEEE...❤❤🎉🎉😊😊

  • @stationmkhize2758
    @stationmkhize2758 Před rokem +3

    Amen nkosi yamakhosi

  • @muntuyazisimelane9344
    @muntuyazisimelane9344 Před rokem +2

    Inkinga ezibuke yazibona ukuthi iyinkinga Shembe oyingcwele Nyazi Lwezulu 💥👏

  • @saneleselby9771
    @saneleselby9771 Před rokem +6

    Awu Thixo wethu ingcwenga ,uma uyiNazaretha ungazthandi ufunze bani,niyambona uThixo muhle kanjani❤

    • @mzwakhemsimango4459
      @mzwakhemsimango4459 Před rokem

      Uyihlo 😂

    • @homecell
      @homecell Před rokem

      Shembe is not God he's a sinner just like me and you. futhi mina nawe sincono kunaye

  • @bhekisbayya420
    @bhekisbayya420 Před rokem +4

    UBaba uyeyedwa ofanelwe ukubongwa ezulwini nasemhlabeni ujehova wami uphelelwe Ulandelwa izwe zoke eziphandi kwezulu akafaniswa nomuntu kuphelelwe hulumeni uBaba wethu uNyazi Lwethu thinaBasebuhleni lumile ubuhle mamanazaretha gelekeqhe

  • @bhekimtolo_sa9970
    @bhekimtolo_sa9970 Před rokem +4

    SHEMBE🙏

  • @archbishopcorrinesheemaame2574

    GREETING BABA SHEMBE AND ALL OF MY SISTERS SAINTS...ALL PRAISE TO THE MOST HIGHEST OF THE HIGH ALMIGHTY CREATOR OF ALL IN ALL OF HIS ALL

  • @mlazakenna276
    @mlazakenna276 Před rokem +13

    I'm a Pedi myself and not a Shembe follower. Yet I wouldn't criticize people for believing in their culture or religion. Unless proven otherwise

    • @siyabongabhongoza939
      @siyabongabhongoza939 Před rokem +1

      Shembe and likganyane were born again believers like most these so called prophets at AFM apostolic faith mission but they rebelled and formed their own religion hence the Bible is still a part of their cult just for disguising though ! ✌️

    • @costergumede9457
      @costergumede9457 Před 11 měsíci

      You can Only be proven by the Bible and nothing else..❤

    • @Mbali_Love
      @Mbali_Love Před 10 měsíci

      ​@@siyabongabhongoza939what is the church all about please explain

  • @chinwendukweli3081
    @chinwendukweli3081 Před rokem +2

    I once saw him at Umlazi Mega City Mall just an ordinary man.

  • @sibongilemabaso5791
    @sibongilemabaso5791 Před rokem +1

    Uye onguye impela, iwalk ngempela iyo kaSokhabuzela. Ngahamba nabo siyabazi. Uyohlala uyingcwele Nkos yamakhosi noma ngabe ukuphi 💯💓🙌

  • @prettymthembu5399
    @prettymthembu5399 Před rokem +2

    Amen

  • @patrickshange585
    @patrickshange585 Před rokem +7

    Hay Sinenkosi impela Manazaretha ngisho ihamba yabona kuthi isilwane sase Zulwini

  • @ZandileKhwela
    @ZandileKhwela Před rokem +2

    HAI BO baba waze waba umjita and abantu abamuboni ltltlt i ke these vidiyo

  • @archbishopcorrinesheemaame2574

    MUCH LOVE TO YOU ALL ❤💛💙💕♥💗❤💛💙💕♥💗❤💛💙💕♥💗❤💛💙💕♥💗❤💛💙💕♥💗❤💛💙💕♥💗❤💛💙💕♥💗❤💛💙💕♥💗❤💛💙GREETING BABA SHEMBE

  • @sthembiledladla4221
    @sthembiledladla4221 Před rokem +2

    Uyesabekaaaàaa

  • @mzwandilefakude8758
    @mzwandilefakude8758 Před rokem +4

    Le walk yasezulwini Nkosi yamakhosi ❤️❤️👑👑👑🙏🙏

    • @thobanindlovu3393
      @thobanindlovu3393 Před rokem +3

      ​@@sthembisoshandu8195 wazini wena.

    • @mzwandilefakude8758
      @mzwandilefakude8758 Před rokem +1

      @@sthembisoshandu8195 Ndabezitha angiyena umuntu uchomfa abanye abantu ngadalwa nje but inkulumo ongahlangene nayo ubozijwayeze ukuthula Sontshikazi 🙏

    • @wendyntamo1494
      @wendyntamo1494 Před rokem +4

      Baba wokhokho bethu baba womkhulu bethu baba wobaba bethu Nkulunkulu wokhokho Shembe oyingcwale sikhumbule nkosi yamakhosi muhle baba wethu I walk yakhe iyabusisa❤❤❤💯💯💯

    • @somkhandainyosi
      @somkhandainyosi Před rokem +3

      @@sthembisoshandu8195 Engingakutshela Kona Uma kukudina ukuthi abanye Abantu babona u Nyazilwezulu lune walk yasezulwini Wena Uma kungekho kuwe lokho Vala umlomo ngoba kungashitsha le eyakho I walk noma kushitshe ukukhuluma u Shembe akaphaphelwa ngoba naye akaphaphi Ngakho ungaphaphi Mina ngikukhuza ngoba akumele ulimale ngephutha lokuphawula

    • @siyabongabhongoza939
      @siyabongabhongoza939 Před rokem

      @@wendyntamo1494 ushembe wokuqala wayesindisiwe e AFM apostolic faith mission njangalaba prophethi abaningi obabonayo ,waphuma naye waziqalela okwakhe ,ingakho besebemzisa iBible nabo noma bengalikholwa kodwa ngoba alihlangani namasiko ! ✌️

  • @sizwemkhwanazi5635
    @sizwemkhwanazi5635 Před rokem +1

    Nyoni yezulu🙌🙌🤗

  • @ZandileKhwela
    @ZandileKhwela Před rokem +1

    aah nongamuthandi uyoze amthande ngisho abafake amabhulukwe bayamuguqela olwethu Nyazi 100%

  • @phumilemntungwa8375
    @phumilemntungwa8375 Před rokem +4

    Ngazengafisa Ukubona uNyazi ngamehlo ngingagcine ukulibona ephusheni, Ngisizeni ngane zakwethu 😭😭😭

    • @izululethu1
      @izululethu1  Před rokem

      UNyazi Lwezulu manje luse Richards Bay EGibisila luyoze luhamba a week after kuqale uMay khona

    • @phumilemntungwa8375
      @phumilemntungwa8375 Před rokem +1

      @@izululethu1 Amen ngingaluthola kuphi ngise Thekwini

    • @nolwazingcobo3884
      @nolwazingcobo3884 Před rokem

      Ebuhleni kumhlangano ka
      July

  • @user-ou5yp8oe1p
    @user-ou5yp8oe1p Před rokem +2

    Abantu basemhlabeni Ngeke ba understander Abasiyeke phansi no Nyazi lwethu Nkulunkulu wawoKhokho bethu

  • @muzibombermajola6377
    @muzibombermajola6377 Před rokem +3

    Kodwa maNazaretha amahle inyembezi zami zaseduze kangaka njalo uma ngibuka iNkosi, uThixo onguMnini Mandla onke , uJehova uqobo lwakhe uNyazilwezulu ngivele ngiyibone sengifikelwa usizi ngikhale.

    • @gugumazibuko6275
      @gugumazibuko6275 Před 8 měsíci

      Awuwedwa Muzi. Mina zingifikela kakhulu uma ngibuka ngilalela imisebenzi yakhe ayenzayo eKhaya Lwemiphefumulo. Uyamthanda umuntu wakhe. Umthanda ephila. Amthande noma esesethuneni. uNkulunkulu okwazi ukuhlanganisa izicubu zomuntu. Aphinde amdale kabusha. Kungcono ngifele esandleni soNyazi kunokufela esandleni somubi.

  • @cbomiya1900
    @cbomiya1900 Před rokem +2

    Ei ibusisekile leyo Mall nabambonile ngamehlo nkulunkulu wasekphakameni hleze nami mengambona zonke ezikhungethe zingaphela

  • @vukanipinky6679
    @vukanipinky6679 Před rokem +2

    Hmmmm kwaze kwamnandi ukuba yini...

  • @virginianzama2464
    @virginianzama2464 Před rokem

    Aw Nkosi Baze bajabula Nkosi kwavele kwafika inyenbezi ❤️😭

  • @user-wn5su8fq5v
    @user-wn5su8fq5v Před rokem +1

    Sinswephu amanazaretha

  • @thandolwakhechiliza8507
    @thandolwakhechiliza8507 Před 2 měsíci

    Siyabonga

  • @nmpeswa7077
    @nmpeswa7077 Před rokem +1

    Stylish

  • @hloniphilecebekhulu3655
    @hloniphilecebekhulu3655 Před rokem +4

    Lento isimple nje uyagxeka ,uzama ukuhlekisa ayikho into eyoshintsha indlela esizizwa ngayo ngoNYAZI siyaluthanda kakhulu,

    • @ZandileKhwela
      @ZandileKhwela Před rokem

      Hloniphile ngithi bona basiyeke xame siyaluthanda thina NyaziLweZulu

  • @mvelomazibuko5987
    @mvelomazibuko5987 Před rokem +2

    Sinomunye uShembe suka inkinga ibuke yazibona ubunkinga

  • @siyabongasiyabonga4586

    ❤❤❤ 🙏 Amen

  • @sazimbuyisambuyisa4124

    Aw madoda❤❤❤

  • @thobanindlovu3393
    @thobanindlovu3393 Před rokem +1

    ⚡ISIHAYI SE NKONDLO ESIVUNYWE IHLAHLA NO TSHWANI.

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 Před rokem +2

    🤣🤣🤣UNyazi lufake izandla ephaketheni, awu sukanini madoda, lunyathela umhlaba ngokusizwa maan

  • @mpendulomamba
    @mpendulomamba Před 4 měsíci +1

    Shembe unyazi lwezulu ngyakuvuma mkhulu nami one-day ngyafisa kuba njengawe

    • @Ayanda846
      @Ayanda846 Před 3 měsíci +2

      Angeke kwenzeke ufane noShembe😂Akufundelwa ukuba nguShembe.

    • @KhumbulaniFakude-rd2nw
      @KhumbulaniFakude-rd2nw Před měsícem +1

      Haw ndoda kanti unja ngempela wena😂😂😂😂😂 waze wangibala ngensini silima sendoda😂😂

  • @user-lr6qu6fb2j
    @user-lr6qu6fb2j Před 6 měsíci

    ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @mbenhle1
    @mbenhle1 Před 6 měsíci

    ❤❤❤❤❤❤

  • @nhlahlankosi248
    @nhlahlankosi248 Před rokem +1

    Nkosi yaMakhosi🙏⚡💯%❤❤❤

  • @user-ks8bm7ey5n
    @user-ks8bm7ey5n Před 7 měsíci

  • @LwandileDlamini-ny6vb

    🙏

  • @siyabongamsimang9822
    @siyabongamsimang9822 Před rokem +4

    Amen but de video is too short siyabonga

    • @homecell
      @homecell Před rokem

      Shembe is not God he's a sinner just like me and you. futhi mina nawe sincono kunaye

    • @davidntimba2915
      @davidntimba2915 Před rokem

      Kanti nkos'yami bangaki oNkulunkulu. Phela thina asazi maybe ningasipha incazelo ezwakalayo lapho eKZN - please. Umuntu obuzayo akanacala 😇

    • @siyabongabhongoza939
      @siyabongabhongoza939 Před rokem

      Sicela niyeke ukusebenzisa u amen nebhayibheli ngoba nithi izinto zamajuda lezo ! Amen

  • @qhamkiletobo6235
    @qhamkiletobo6235 Před rokem +2

    Unyazi ngu Thixo wethu amen Nkosi yamakhosi, nongamthandiyo uyoze amthande

    • @bonisaninhonho11
      @bonisaninhonho11 Před rokem +2

      Uyaxoka😂

    • @emmanueldlamini890
      @emmanueldlamini890 Před 10 měsíci

      Kwangathi usuyasiphoqa pho🤔

    • @vistom5784
      @vistom5784 Před 10 měsíci

      ​@@emmanueldlamini890I was about to say that into mawuyithanda thanda wedwa ungasifaki thina Nkosyam nawe awuphoqwanga ukumthanda uShembe angilwi yezwa Nana syabonisana njengabantu abaphila kwiPlanet eyodwa ilanga lisishisa sonke nemvula meyina inela thina sonke not a certain religion😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @NombusoMtshali-xq7ke
    @NombusoMtshali-xq7ke Před rokem +3

    Uma ungalwazi uNyazilwezulu ukuthi luyinkosi nomsindisi unebhadi nesinyama izinto zakho zitshekile straight..

  • @simthembilentuli8413
    @simthembilentuli8413 Před rokem

    Isbusiso🤍😊

  • @MabokhelsMabokhels
    @MabokhelsMabokhels Před rokem +6

    I can see on the comments some of yall are fighting and being critics. It aint necessary of you to judge people on what they believe.
    Leave abanye bantu alone...nxa yerr!!

    • @andrewmajola9096
      @andrewmajola9096 Před rokem +1

      But iqiniso yiqiniso , telling the truth is not being judgemental

    • @nomkhosibuthelezi1208
      @nomkhosibuthelezi1208 Před rokem

      @@andrewmajola9096 iqiniso uwena u clever owaziyo amaqiniso 😳awume ukuphapha

    • @ZandileKhwela
      @ZandileKhwela Před rokem

      @@nomkhosibuthelezi1208 lol ahahahah waze wangihlekisa yezwa

  • @primmyntuli
    @primmyntuli Před rokem +7

    Unbelievable. I forget he is still human at the end of the day. 🥲

  • @khanyisak
    @khanyisak Před rokem +1

    Amen 🙏🙏 kosi yamakhosi nyazi lwezulu

  • @user-om2iy4sl3f
    @user-om2iy4sl3f Před 4 měsíci

    Amen

  • @user-uk7js1yh8n
    @user-uk7js1yh8n Před 6 měsíci