UHAMBO 2024 03 JANUARY

Sdílet
Vložit

Komentáře • 56

  • @nonniebiyela646
    @nonniebiyela646 Před 6 měsíci +8

    Abahola ngensika yomlilo ebusuku abahola ngensika yefu emini.... Siphe baba ukulizwa izwi lakho Ngoba konke siyakubona😢❤🎉🎉

  • @MrMthethwa86
    @MrMthethwa86 Před 6 měsíci +7

    Salute to the camera crew . I'm sure akulula ukushutha uhambo besibaningi kakhulu.

  • @bhekixulu345
    @bhekixulu345 Před 6 měsíci +6

    Nkosi yomusa,ngyakthanda Baba❤

  • @FransisXaba
    @FransisXaba Před 6 měsíci +5

    Shembe Nyazilwezulu ngikhumbule Nkosi yomusa mthandi wezoni❤cela ukuthandwa nguwe MESSIAH oyingcwele🙏.

  • @user-jr7un8lv4j
    @user-jr7un8lv4j Před 6 měsíci +3

    Ngyabonga nkosi yamakhosi kuba nami ungangishiyi nyazi lwezulu

  • @bayandantombela1215
    @bayandantombela1215 Před 6 měsíci +12

    Thanks for the update Inkosi ikubusise,where have you've been,you did not post since 19 December Isikhumbuzo

    • @musawakheeric
      @musawakheeric Před 6 měsíci +2

      Ya mfethu Shuthi kade ebhizi nami ngilibalile ukumbuza kade ngimbona ohambeni ukumbuza ukuthi kwenzakalani but hope uzozifaka izinkonzo ezisalele emuva,muhle umsebenzi wakhe

    • @nonniebiyela646
      @nonniebiyela646 Před 6 měsíci +2

      Siyabonga mntanenkosi sasikude singezwa kahle ❤

  • @siphesihlesomani234
    @siphesihlesomani234 Před 6 měsíci +4

    Siyabonga Dlakadla nge Video Yohambo uShembe Akubusise Baba🙏, Cela uskhumbule Nkosi Uhlale Ukanye Nathi NyaziLwezulu🙏

  • @lungilemngomezulu6318
    @lungilemngomezulu6318 Před 6 měsíci +5

    Uze uskhumbule Nkos yethu

  • @musawakheeric
    @musawakheeric Před 6 měsíci +2

    Siyabonga mngometulu mfethu inkosi ikubusise 🙏👏cela ungakhohlwa inkonzo yange sabatha mfethu ma unayo usifakele neyokubingelela intaba ,🙏

  • @siphomyeza3211
    @siphomyeza3211 Před 4 měsíci

    Muhle kodwa uThixo wethu, 100% uNyazi ❤

  • @mhlonishwalatha247
    @mhlonishwalatha247 Před 6 měsíci +2

    Syabonga Baba inkosi ikubusise 🙏🏿

  • @nomusankosi9764
    @nomusankosi9764 Před 6 měsíci

    Usukhumbule nokhokho bethu nangceke abo lana avuswa nguwe Jehova ngomusa wakho nangokusithanda kwakho thina sahawukelwa maNazaretha uThixo wethu uNyazi

  • @buhlebuyezadlamini
    @buhlebuyezadlamini Před 6 měsíci +2

    Uhlale uzosithatha usibeke ❤😊

  • @kwanelekhwela7780
    @kwanelekhwela7780 Před 6 měsíci

    Shembe nyazi lwezulu syabonga kukuba unkulunkulu kithina

  • @napoleonlengwai4428
    @napoleonlengwai4428 Před 6 měsíci +5

    Le lengwe la matsatsi ketla attend the gathering.....

    • @khemeletetshegofatso9613
      @khemeletetshegofatso9613 Před 6 měsíci +1

      Shembe o tla go mema o sa wara wena... ebile o kope gore a go meme ko eKuthuthukeni ka February

    • @p.n8016
      @p.n8016 Před 6 měsíci

      ​@@khemeletetshegofatso9613Amen. ❤❤❤

    • @p.n8016
      @p.n8016 Před 6 měsíci +1

      One day is one day.

  • @siphelelesibusiso6255
    @siphelelesibusiso6255 Před 6 měsíci +3

    Khuphuka lapho Dlakadla!

  • @bonenkosi1045
    @bonenkosi1045 Před 6 měsíci +1

    syabonga kakhulu Dlakadla kade salinda🙏🙏

  • @gwazelankomo377
    @gwazelankomo377 Před 6 měsíci +3

    UShembe uNyazilwezulu uNkulunkulu

  • @aneleiva80
    @aneleiva80 Před 5 měsíci

    Baba Shembe Nkosi yamakhosi 🙌 Nyazi lwezulu Zulu ngicela uphendule umkhuleko wami kade ngihlupheka izihlobo zihlekisa ngentlupheko yami 😭 yimina Anele Hashe ngale Eastern Cape 🙌 🙌 ngisize Baba

  • @MajavaBhengu-lc7bz
    @MajavaBhengu-lc7bz Před 4 měsíci +1

    Ukuhlabelela kwa Rev Mlungwana Ay♥️🔥🔥🔥

  • @mlulekimbhele2636
    @mlulekimbhele2636 Před 6 měsíci +1

    Jehova oyingcwele usihole kahle

  • @user-wt5qu4ut6s
    @user-wt5qu4ut6s Před 6 měsíci +1

    🙌 izandla zedlula ikhanda baba

  • @user-no7el9qz1u
    @user-no7el9qz1u Před 4 měsíci

    Entabeni engcwele💯

  • @sinoxolomthiba4586
    @sinoxolomthiba4586 Před 20 dny

    Siyabonga Bhuti ngokuqopha uhambo, andazi ziNtsizwa zakithi noba akukho possible yini to cut each and party Enezitsha /Umphongolo?? Ungaveli lah, ndibuza ngoba ubucayi kakhulu ngokokufundiswa kwethu! Just a concern nje Bafethu

  • @user-qg3zp3eg1l
    @user-qg3zp3eg1l Před 6 měsíci

    Syabonga ngokusthatha usbeke kusukwa eBuhleni kuze kuzofikwa eKhenana INkosi ibusise umsebenzi wezandla zakho 👏👏👏

  • @sfundongcobo4090
    @sfundongcobo4090 Před 6 měsíci +3

    Umnikazi wabantu

  • @nomusankosi9764
    @nomusankosi9764 Před 6 měsíci

    Ngike ngithule ngicabange ukuthi kazi ngubani owayeyongihawukela ukube wawungafikanga Nkosi yamaKhosi hmm

  • @nonniebiyela646
    @nonniebiyela646 Před 6 měsíci

    Siyabonga mntanenkosi sasikude singezwa kahle ❤

  • @nomusankosi9764
    @nomusankosi9764 Před 6 měsíci

    Wuwuwu uke 2:32 wahlanganaphi nomuntu omuhle kanje ndawo ngobaubuhle baseZulwini boMsindisi buphuma ngaphakathi buze buyovela ngaphandle

  • @LwandleMchunu-it9fh
    @LwandleMchunu-it9fh Před 2 měsíci

    Amen,oyincwele🛐🙏❤️

  • @tammybenedict303
    @tammybenedict303 Před 6 měsíci +1

    Ukukhula ko msebenzi omuhle kuyohlezi kukhula neyinselelo empilweni
    Ukusinikeza umsebenzi wakho kuhlezi mina nabanye kusibeka eduzane kuka Baba iNkosi uNyazilwezulu
    INkosi ikulekelele ukhule umsebenzi
    "Dlakadla" nethimba lakho

  • @nhlakaniphohlatshwayo2688
    @nhlakaniphohlatshwayo2688 Před 6 měsíci +2

    Siyabonga kodwa cha kufanele ukuba ikhona into ekuphazamisayo manj umsebenzi wakho awusekho kulelizinga esiwazi ukulo😢😢💔 even usushutha nj ay mfo whatever you are going through sengathi unga recover ubuyele emsebenzini wakho esiwazi umuhle uyi quality obuyilo

    • @nkanyisondlovu3151
      @nkanyisondlovu3151 Před 6 měsíci

      Kufanele impela, lensizwa isebenza ngokukhuthala nokuzimisela ukusithatha isibeke thina esingekho eduzane, asiyibekezelele siphinde siyicelele kuShembe ayiphe amandla njalo nje, mhlambe lapho engaphathekile kahle khona iphumele obala siyelekelele uma sinawo amandla ngoba mkhulu lomsebenzi esenzela wona

  • @samukelisiwepamella1114
    @samukelisiwepamella1114 Před 3 měsíci

    Ungikhumbule nami Shembe

  • @smlotshwa13
    @smlotshwa13 Před 6 měsíci +1

    Aw sukanini madoda, syabonga Dlakadla media, iNkosi ikubusise

  • @BaneleFanelesibonge
    @BaneleFanelesibonge Před 6 měsíci

    nkosi sacela.ungiph amandla.ngakhe umuzi.kamama.ngithole nendawo yokuhlala.funa.usiza.agulay

  • @khayelihleclarence-kn6dx
    @khayelihleclarence-kn6dx Před 6 měsíci +2

    🚂☀️🌑🌈⚡🙇🙌🙏

  • @sbonokuhlesanelemzimela
    @sbonokuhlesanelemzimela Před 6 měsíci

    Baba Msuthu uShembe akukhumbule Bhuti ❤

  • @EffDube
    @EffDube Před 6 měsíci +2

    ❤❤❤

  • @nomfuneko7823
    @nomfuneko7823 Před 6 měsíci +1

    Amen 🙏

  • @sindisiweximba1708
    @sindisiweximba1708 Před 6 měsíci +1

    Usikhumbule nkosiyamakhosi nomasinjena

  • @gugumazibuko6275
    @gugumazibuko6275 Před 6 měsíci +1

    Ngo2025 January nami imiloba yezinyawo zami izobhaliswa khona lana. Yini igama lomfula ebekubhabhadwa khona nge31December?

    • @gugumazibuko6275
      @gugumazibuko6275 Před 6 měsíci

      maNazaretha amahle kukhona owaziyo lomfula? Ngangibuzile nababebhabhadiswa kanye nami kodwa akekho owayazi.

  • @lihlepaulletfakudze8165
    @lihlepaulletfakudze8165 Před 3 měsíci

    Ngivumelekile ukuza umangingakhonzi nani

  • @noxolomandisanxumalo7628
    @noxolomandisanxumalo7628 Před 6 měsíci

    Siyabonga usikhumbule nathi

  • @user-lu6sf1jo2y
    @user-lu6sf1jo2y Před 6 měsíci

    🙏🙏

  • @florahoko5659
    @florahoko5659 Před 6 měsíci

    But ukuna Mutu we sifazana why?

  • @halalisanicele1769
    @halalisanicele1769 Před 5 měsíci

    💃

  • @mrnoble-mr2xm
    @mrnoble-mr2xm Před 6 měsíci +1

    Inkosi ikubusise

  • @user-oy3rw6sm8w
    @user-oy3rw6sm8w Před 6 měsíci

    😢😢