Uthando luyalibuyisa ithemba ezimpilweni zethu By Phumlane B. Hlongwane
Vložit
- čas přidán 21. 09. 2020
- Uthando luvuselela imizwa eseyalalwa ulwembu, ibuyise ithemba ezimpilweni zethu. By Phumlane B. Hlongwane
Production Team: WhoAreWe
Instagram: / whoarewesa
Twitter: / whoarewesa
Facebook: / whoarewesa
Website: www.whoarewe.co.za
CZcams Channel: / @whoarewetv4445
Winsizwa kodwa ndlandlalazi 🙌❤️
Walishaya ikhanda wemfoka Hlongwane entombini milikihliiiiiii ewu madoda ngaze ngakhumbula ngibeka nami amazwi kwenye ingane ewu madoda khuluma ngqwele endala 😍✍👏
Mfoka Hlongwane kuyomele ngelinye ilanga uke uphonse inselele intombi ethile ezizwayo uqagulisane nayo bukhoma, bese loyo mfanekiso uyaqoshwa ushicilelwe ezinkundleni zokuxhuma.. Muhle umsebenzi wakho nathi esibancane siyabukela kuwe
cha impela lensizwa inokwayo nje ukukhalipha ubuyonincwa bubuzwa kuyo Syabonga Ndlandlalazi
Indlela onesisoka ngayo Ngwane mfwethu kyakhombisa ukth owakithi awsilo ivezandlebe... Uyinsizwa bafo🤝
Walishaya kanjalo ke ikhanda umfoka Sangweni...#Ndlandlalazi
Mfoka Hlongwane ngyakholelwa kuwe 👑🔥🔥
Aw uliqhawe sizwa yakithi khula nje usigqugquzela ngesintu sakithi🤩💯💯💯💯💯🔥🔥🔥
Awuuu madoda yagadla zaphelela lensizwa🤝
Baba Ngwane 🙌👌🔥
Ndlandlalazi yomkhonyovu ngiyabonga lapho 👍
Au mfoka hlongwane
Isbuko samajongo✊👌💯🔥
Cha nkunzi uyabeka ngifisa ungidlulisele amazwi othando entombi yakwa Mnabuka😂😂
Lool UyazAm jongo
Walishaya ikhanda nkunzi cha uyinsizwa mtanekhehla
❤
Nazoke nsizwa.. nicely ulungise I-sound quality ngokuzayo.
Nazoke Mnewethu
Ai ngyakvuma uynkunzi yokwekakwa mfokaHlogwan nd futhi uyinjulabuchopho
Ngwane✌✊👊
Ai Mfo kaNgwane ngyafisa lensizwa ukuyibona ubuso nobuso ke ngixoxe nje nayo kuningi umuntu angakufunda.inothile olwimini layo
Kodwa slomo kade wagcina kuqopha ushela
Hlongwan uyi ndoda
Yey nina mani,nobabini,kzothiwa nginakele njalo sengivene ngiphndaa koshela le eNdlovuzulu🤣kan inina.Niyenzelan kamnand kanje lento🤣🤣🙈? Ukhule mfoka Hlongwana emsebenzin wakho🖐️
Labhakuz' inethi !
❤️❤️❤️
Danki 👌
Ndlandlalazi🤣🤣🤣
Mmmmmm uyashaya mf2
linye i bhostra alikho futh elinye
Iqoma kanjan inesoka🚮🚮🚮 lezintombi lezi
Ai ngyakvuma uynkunzi yokwekakwa mfokaHlogwan nd futhi uyinjulabuchopho