02 July 2024

Sdílet
Vložit

Komentáře • 42

  • @user-sk3wo8xp6j
    @user-sk3wo8xp6j Před 21 dnem +12

    I south Africa yonke alikho ibandla eliphilisayo futhi libenabantu abaningi kunaleli if you agree with me let's gather here

  • @Siphokazi-MkQ
    @Siphokazi-MkQ Před 20 dny +5

    Ezulwini kulapho siyakhona❤❤❤❤EBUHLENI BamaNazaretha

  • @FikileDuma-mp6pw
    @FikileDuma-mp6pw Před 21 dnem +4

    Siyabonga dlakadla ungikhumbule ungembathe kukho konke nkos yamakhosi nyazi lwezulu🙏🙏🙏

  • @DumoVezi
    @DumoVezi Před 20 dny +4

    Amen Siyabonga Nyazi LweZulu ngokusimema

  • @nonkululekobhengu2540
    @nonkululekobhengu2540 Před 21 dnem +3

    Hmmmm angive ngithanda lembongi 4rom Nkosi uThingo manglalele yona kmane kuthi angkhale❤yazeyinhle into ka Nkulunkulu

  • @nokubongamillicent5136
    @nokubongamillicent5136 Před 22 dny +8

    Siyabonga kakhulu bhuti Dlakadla Sicela u Jehova wethu u Nyazi Lwezulu lusikhumbule kanye no Khokho bethu thina esingeke sikwazi ukungenisa umdedele

  • @user-et2ie7kh3f
    @user-et2ie7kh3f Před 21 dnem +3

    Jehova ungangikhohlwa ngigeze ngensipho yakho yasezulwini

  • @duduzilebonakelenxumalo6322

    Halelua! AMEN UZE. USIKHUMBULE NKOSI YAMAKHOSI, UNYAZI LWEZULU !

  • @Siphokazi-MkQ
    @Siphokazi-MkQ Před 20 dny +3

    Nkosi yeZulu nomhlaba Nyazilwezulu ❤❤❤❤❤❤

  • @nonkululekondlela7105
    @nonkululekondlela7105 Před 18 dny +2

    Syabonga Dlakadla sisalinde iNkonzo yanamuhla

  • @MenziThusi
    @MenziThusi Před 22 dny +6

    Baba thixo wami Nyazi Lwezulu ngilinde ucingo lomsebenzi ngicela ubenza bengangilibali🙏🙏🙏🙏🙏

  • @ThembisileMkhoba-ul7yz
    @ThembisileMkhoba-ul7yz Před 17 dny +2

    Inkosi ibenawe bab'Dlakadla 🙏🙏🙏🙏🙏🙏

  • @duduzilebonakelenxumalo6322

    Siyabonga Dlakadla, Muhle umsebenzi owenzayo , kubonakala kahle konke !

  • @MpumeleloLanga
    @MpumeleloLanga Před 21 dnem +1

    Awu Waze wamkhulu nkosi yamakhosi emhlabeni nasezulwini mm syabonga Dlakadla inkosi ikubusise Kanye NOMDENI wakho

  • @aneleiva80
    @aneleiva80 Před 22 dny +3

    Baba ngizibika kuwena 😭 nginengane Baba Shembe Nkosi yamakhosi 🙌 Nyazi lwezulu Zulu ngicela uphendule umkhuleko wami kade ngihlupheka izihlobo zihlekisa ngentlupheko yami 😭 yimina Anele Hashe ngale Eastern Cape 🙌 🙌 ngisize Baba

    • @siphiwesibiya5747
      @siphiwesibiya5747 Před 22 dny

      Thandaza ulinde uNyazi luzokuzwa lukuphendule

    • @zthonkomo1453
      @zthonkomo1453 Před 22 dny

      UNYAZI likukhumbule cc

    • @aneleiva80
      @aneleiva80 Před 22 dny

      @@siphiwesibiya5747 ngiyabonga

    • @aneleiva80
      @aneleiva80 Před 22 dny

      @@siphiwesibiya5747 ngise Eastern Cape 🙌 mntaka Baba ngingazithola kanjani uvaselena wasesontweni

  • @Zaneleniza
    @Zaneleniza Před 22 dny +2

    Sikhumbule Nkosi nezidalwa zethu uzikhanyisele ilambu laseZulwini 🙏🙏🙏

  • @user-ob4ie6wl4j
    @user-ob4ie6wl4j Před 22 dny +5

    Uyingcwe3eeeeeele,Nyazi lwezulu,

  • @FikisiweDlomo
    @FikisiweDlomo Před 22 dny +2

    Sikhumbule Ndlondlo yomusa noma singaphumelelanga ukuza endaweni yaseZulwini siyacela kungabi kubi ezidalweni zasemakithi ezisotbulini lomhlaba Nkosi yezulu singabakho sazi wens mthetheleli wezoni

  • @KhetheloNgcobo-g7h
    @KhetheloNgcobo-g7h Před 22 dny +2

    Syabonga Dlakadla

  • @PatriciaSangweni
    @PatriciaSangweni Před 22 dny +1

    Uyingcwele uyesabeka Nkosi yezulu no mhlaba. Siyabonga Dlakadla inkosi I kubisise..nami sengibone umdedele ngise Khaya e Joburg. Ngibonga naku mtanami ngoku faka I vuma ekhaya. I Nkosi imbusise

  • @MpilonhleKhanyile-ed2hh
    @MpilonhleKhanyile-ed2hh Před 22 dny +2

    Nkosi yamakhosi👏👏NYAZILWEZULU😭

  • @nokuthulankomo7271
    @nokuthulankomo7271 Před 22 dny +1

    Siyabonga nkosi yamakhosi nyazi lwezulu abaphumelele ukufika phakathi kwakho lathi esingaphumeleli usiphe amandla nezibusiso

  • @KhayalethuNtshaba
    @KhayalethuNtshaba Před 21 dnem +1

    Uskhumbule Nkulunkulu woBabaMkhulu🙏

  • @aneleiva80
    @aneleiva80 Před 22 dny +1

    Baba Shembe Nkosi yamakhosi yala ngam ngiyazi angimsulwa Baba ngingumoni ngicela ithuba lokugcina nam ngithi ngakhululwa ngihole Baba Nyazi lwezulu Zulu ngicela uphendule umkhuleko wami Baba

  • @sfisostyle8739
    @sfisostyle8739 Před 22 dny +2

    Baba ngicela uzungikhumbule nomndeni wami nkosi yamakhosi

  • @bonisilentshangase1593
    @bonisilentshangase1593 Před 19 dny +1

    Shembe ungikhumbule nomndeni wami.

  • @NtombifuthiShangase
    @NtombifuthiShangase Před 22 dny +1

    Khumbula nkosi okhokho Kanye nokhokhokazi bethu nokhulukhulwana bethu

  • @siphiwessshoba5402
    @siphiwessshoba5402 Před 22 dny +1

    SHEMBE NKOSI EYINGCWELE, UYADELA WENA OBULAPHO, SESIFIKA NGOLWESIHLANU SESIZE ENKONZWENI, IMPELA UNYAZI LUWUTHIXO

    • @menelisisikhahlane9542
      @menelisisikhahlane9542 Před 22 dny

      Umdedele ungena kaSikhombisa. Mhlampe nangeSabatha uzosipha elinye ithuba uJehova.

  • @bongigambu
    @bongigambu Před 20 dny +1

    🙏🏼❤❤❤

  • @KhetheloNgcobo-g7h
    @KhetheloNgcobo-g7h Před 22 dny +1

    Salonga Dlakadla

  • @SindiswaKhoza-tc7io
    @SindiswaKhoza-tc7io Před 22 dny +1

    Ushembe unkulunkulu💫🤍

  • @sphiwesimelane1114
    @sphiwesimelane1114 Před 15 dny

  • @DuduzileMbatha-c3m
    @DuduzileMbatha-c3m Před 14 dny

    Hamen nkosiyami

  • @nthabelengmatabane5814

    Bazebajabula abalapho nam bengifisa manje ngibanjwe umsebenzi kodwa ngyathemba ukthi ngonyaka ozayo uNyazi luzongivulela indlela lungiphe ithuba nam ngiphumelele ukufinyelelakuleyondawo

  • @ZandileKhwela
    @ZandileKhwela Před 22 dny

    OHEEEEEH YITHI KE LABA SIBANJWE ABELUNGU

  • @nosiphoshezi660
    @nosiphoshezi660 Před 22 dny

    Aaaaamen

  • @KhetheloNgcobo-g7h
    @KhetheloNgcobo-g7h Před 22 dny +1

    Syabonga Dlakadla