24 September 2022 - Isikhumbuzo seNkosi iNyangayezulu

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 24. 09. 2022
  • Kuloluhlelo besino baba uMwandla estudio, uMfundisi uMhlongo sikhulume naye nge phone njengoba useMpumalanga. Usiphe ubufakazi abaziyo ngeNkosi iNyangayezulu, nokuyazi kwakhe. Siphinde sadlala iclip ka baba uCebekhulu, naye echaza ngokwazi kwakhe iNkosi iNyangayezulu isengu Baba omncane, ukukhishwa kwayo amakhosikazi emzini wase Kuphakameni. Uphinde wasichazela ngomhlangano owawuzoba owokugcina phakathi kweNkosi iLanga neNyangayezulu kodwa ongakwazanga ukuba khona ngoba waphazanyiswa inhlalisuthi eShowe.
    Sibe sesivala nge clip ka Anti uNontando, uMaShembe ozalwa iNkosi iLanga exoxa ngoBaba omncane wakhe.

Komentáře • 8