iKOROBELA SHOW EP40 S2 "NGA THWALA NGE NYOKA"

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 3. 04. 2024
  • #madeinmzansi #ikorobela #niyathembanana #loyaltytest#podcastandchillwithmacg #uyajola99sundays #cmtvchannel #Ikorobela #mjolo #relationships #sexandstuff
    For enquiries email us kasifiedtv@gmail.com
    CREATED by @FiStolazy
    CO PRODUCED BY@CHAMPION
    EXECUTIVE PRODUCED BY @Lee lehlogonolo
  • Hudba

Komentáře • 41

  • @Manelimbongwa
    @Manelimbongwa Před 3 měsíci +11

    Lento noma ngabe ungacophelela kanjani ekugcineni uma isifuna igazi iyakwenza ukuthi wenze iphutha , ukuthwala it like you solve problems with another problems
    Gyz isithwalo asikwalzi ukususwa yi nyanga ,inyanga ikwazi ukukupha isithwalo kuphela you can't chase devil with devil, iNkosi Jesu KRISTU kuphela ekwazi ukukhipha isithwalo , uthi ezwini lakhe "UMA UMUNTU NGIMKHULUKA OBA NGOKHULEKILE IMPELA" usathane uyanihleka lapho akakhona uma uthi ufuna usizo kodwa uya enyangeni
    Usathane unama department amangi eyedwa kuphela usidlala umqondo ANGITHI NEZWI LIYASHO LITHI USATHANE UYINDODA ENAMAQINGA

  • @KASIFIEDTELEVISION
    @KASIFIEDTELEVISION  Před 3 měsíci +4

    Please help the channel grow by donating to Kasified TV
    Bank Name: TymeBank
    Branch Code: 678910
    Account Number: 53001861416
    THE MONEY WILL BE USED TO SHOOT COUPLE'S EPISODE IN DIFFERENT PROVINCES

  • @prettydube5440
    @prettydube5440 Před 3 měsíci +3

    Inzima le ndaba yothwala yohlupheka ngze ngfe🤞

  • @unathinkupiso686
    @unathinkupiso686 Před 3 dny

    IJabulile ise mood-ini iChampion kule video🤣🤣🤣

  • @makemsibi5262
    @makemsibi5262 Před 3 měsíci +4

    Hi bhuti kunomsindo kakhulu xem😢labantwana

    • @proudlysa774
      @proudlysa774 Před 3 měsíci +1

      Background inomsindo

    • @MuffieKeyTv
      @MuffieKeyTv Před 3 měsíci +1

      My kids are problematic sometimes but the issue is noted

  • @FirstSecond-lg8fm
    @FirstSecond-lg8fm Před 3 měsíci +1

    Yo! Noma ngingahlupheka kanjani, kodwa angsoze ngathwala

  • @LulekaNokonya-rs9hj
    @LulekaNokonya-rs9hj Před 3 měsíci +1

    ufundela eskoleni seengane na kunomsindo emveni kwakho ngekhe kuyangxolwa Sweet elimnyama

  • @user-hy3qd5ku4o
    @user-hy3qd5ku4o Před 3 měsíci +1

    Izithwalo ziyinkinga bakwethu,kungcono ukuhlala uyihluphekela kunalento yezithwalo,imagine abantu sekufanele bafele ipent elibomvu,nabo lababantu baphethe imithi yokuthwala abangakwazi nokuyicontroller

  • @proudlysa774
    @proudlysa774 Před 3 měsíci +3

    Shuthi ubhuti akasahlangani notamatisi ngoba ubomvu 🤔😂😂

    • @NolwaziNyawo-wm3rh
      @NolwaziNyawo-wm3rh Před 3 měsíci +2

      Ooh hee nkosiyami yabona indlala nalohulumeni wethu ongafuni namathuba emsebenzi abantu bagcine benza izinto ezizobafaka ezinkingeni😢

  • @LizekaSimunda
    @LizekaSimunda Před 3 měsíci +1

    Hy ukuhlupeka kubuhlungu stoksweet yo ingane zako ziyadlala ngemuva

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Před 3 měsíci +1

    Ngeke asizakale ngoba ugcatshiwe and igazi lakhe lasala kuleya nyoka akasale sefela khona.

  • @priscillancube5773
    @priscillancube5773 Před 3 měsíci +1

    Ngamane ngife yinhlupheko 😢

  • @MthandeniMeyiwa
    @MthandeniMeyiwa Před 3 měsíci +1

    Awu ibhlwaza leli elimosha kanje

  • @nkolisekosamka404
    @nkolisekosamka404 Před 3 měsíci +1

    I'm sure isethwalo siso esadidisa umqondo walentombi ize ixoke ithi igxibe ipenti emhlophe kuvele besesifuna ukudla

  • @Bhxza
    @Bhxza Před 3 měsíci +1

    baphelile abafowethu iphenti

  • @thulanixali4054
    @thulanixali4054 Před 3 měsíci +2

    Makahambise nyoka lobaba abuyele ndlaleni njengathi

    • @user-cf3iq3wb3q
      @user-cf3iq3wb3q Před 3 měsíci

      😂😂😂😂 abuyele ndlaleni njengathi😂😂

  • @user-fq2ep6by4i
    @user-fq2ep6by4i Před 3 měsíci +3

    Koda ubhuti Kube ubenomuntu oyedwa obezokwaz into ebovu ayhlangani Naye bengeke kwenzeke yonke lento

  • @LungeloMwelase-px8yi
    @LungeloMwelase-px8yi Před měsícem

    Lol doti westhwalo lesi

  • @MhlengiMphofu
    @MhlengiMphofu Před 3 měsíci +1

    Wena ngeke unamanga wabhebha ugogwakho futsek masimbenja

  • @lungikapok5250
    @lungikapok5250 Před 3 měsíci

    Akukho phutha lephenti Lana,lenyanga isuke yenze izinto Zayo ukuthi kufike ogqoke okubomvu so bezofuna igazi kuwe,amanga wonke lawa,
    Abantu abavuke emaqandeni Zonke lezithwalo ziqhoboza wonke umndeni.
    Kuphela wafihlelwa ukuthi uzibhadala kanjani,manje ubhadala ngamalungu omndeni wakho.
    Ake nivuke bakithi.
    Themba uJehova kuphela.

  • @buciemaphosa3954
    @buciemaphosa3954 Před 3 měsíci

    Kwanzima,akulungile nje kuthwala

  • @phumzilemakhathini2516
    @phumzilemakhathini2516 Před 3 měsíci

    Mmmhh nomake imal ingagcwal umuzi bt aysoze yakhava iscore bakith akusekh nokbuyel emuva askies bhut asyeken ukuthnda zinto cs uma kusaqal kuba kuhl konke bt akuphth kahl

  • @SimphiweModingwane-po4zv
    @SimphiweModingwane-po4zv Před 3 měsíci

    Its hard

  • @Masky1991
    @Masky1991 Před 3 měsíci

    Lento NJ Iya khombisa kahle Kahle ukuth usathane uyajikelana

  • @fundisiwengcobo-pz8bc
    @fundisiwengcobo-pz8bc Před 3 měsíci

    Mmmh kwaze kwanzima Nkosi yami🥺💔

  • @94069
    @94069 Před 3 měsíci

    Kodwa ngalomsindo wezingane😂😂😂😂 to subscribe we need to get some quality as well🤷‍♀️

  • @khomolizzy8899
    @khomolizzy8899 Před 3 měsíci

    😂😂😂😂😂

  • @zinyanganelisiwe9362
    @zinyanganelisiwe9362 Před 3 měsíci

    😮😮hay kunzima

  • @phumzilemakhathini2516
    @phumzilemakhathini2516 Před 3 měsíci

    Ubuye unkante kdw mfth kant ngyazthand indaba zakho hlal odabeni bhut

  • @user-zu2nw1ih4l
    @user-zu2nw1ih4l Před 3 měsíci

    Izinyanga nazo azinaqiniso vele nje kwaskuqaleni lesithwalo siyi trap ayikho indaba yokunqaba into uyibona kodwa sona isithwalo asinendaba siyadla sona

  • @siphophungwayo8253
    @siphophungwayo8253 Před 3 měsíci

    Yaze yab hlungu indaba yakho engathi ungathola usizo!

  • @user-wt3xn1qz5g
    @user-wt3xn1qz5g Před 3 měsíci

    Aybo kwaze kwanzima ngithukile yazi ngo rend nje

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 Před 3 měsíci

    KODWA BAKITHI SIZANI NGEMPELA KUNZIMA

  • @MondeMgcina-jf3hc
    @MondeMgcina-jf3hc Před 2 měsíci +1

    Kodwa ziyasiphazamisa lezingane ezikhulumayo lapho ngaphandle 😔

  • @MhlengiMphofu
    @MhlengiMphofu Před 3 měsíci +1

    Wena ngeke unamanga wabhebha ugogwakho futsek masimbenja