Ayikho nje leyonto umaDlamini uyamuzwa nje ukuthi uyaphendula nje ngathi kwalento abuzwa ngayo akayiqondi, out of all uyanyanyisa nje nalobhuti owayebuza umaDlamini umbhedo nje akanangqondo lobhuti and angeke nje lomfana alale nomaDlamini uyamsiza nje kuphela and nguye yedwa ophathe kahle umaDlamini abanye bebenza ama jokes ngaye qha
Uyabheda loma Dlamini......Nxaaaaa waze wazikhipha ke kuSbali.Naye lona wemibuzo I wonder he is going to Continue to Mantain umaDlamini Lifestyle if uSbari angaduba.Nxaaaa waze wangidina umaDlamini & uzozisola ngathi uSbari angamlahla.
Niyamkholwa nani uMaDlamini? Cha ngiyala ngoba uyamhlonipha nje uMaDlamini ubhuti lona umthatha njengo mama wakhe yekani nje ukumosha into enhle kangaka 💔💔😢
Ayi ayikho lento eshiwo ngumaDlamini uyamuzwa nje ukuthi ayihlangani inkulumo yakhe cha ayikho lento ayishoyo mina ngibonangathi akaqondi kwalento okukhulunywa ngayo😂😂😊
It's true because abanntu abakule simo sakhe njalo uma behamba nomntu bathi ngoo darly babo ndine relative enjalo athi that guy is my husband and abantu bayambona ukuthi akuhlangani abamthathi serious , maybe bafuna uku manager uMadlamini yazi 🤔
Haeyo re lebatho re ya tseba hore ena ke papadi ya hore le yena ae kutlwe a amoheleile jwalo ka motho ka ofela reya rata ho kgathallwa haholo rona basadi
Kwasuka ke lokho kubantu. Yonke into iqale njengomdlalo manje sekunje.sekuzofakwa namarape khona lapho. Even the narrator naye uzwakala edayisa iphepha elingekho
Uma nikholwa lento eshiwo umaDlamini ngembangi komele niyikholwe neyokuthi ufunda e DUT 🚶♀️🚶♀️🚶♀️nisile nina nikholwa okuthandwa yin okunye niyakuyeka.
Sbari ungabanaki laba abafuna ukumosha igama lakho.Qhubeka nokusiza frantol❤❤❤❤
Mnyukubeza vele, kuze kphele unyaka
Nani niyathanda ukubuza imibuzo enganidingi, uma belalana ningenaphi nina?
Ngyamangala makukhona abantu abakholwa into eshiwo uMadlamini😢Imbangi yachaza nje ukuthi kungani ithande uMadlems, akukhona lokhu esenimcabangela khona
Abantu base Mzansi ngo thanda iindaba zabantu ezabo zibohlula,ukuba imbangi no madlamini benzani akufuni mntu, Madlamini ne Mbangi 🥰🥰🥰🥰🥰
Ayikho nje leyonto umaDlamini uyamuzwa nje ukuthi uyaphendula nje ngathi kwalento abuzwa ngayo akayiqondi, out of all uyanyanyisa nje nalobhuti owayebuza umaDlamini umbhedo nje akanangqondo lobhuti and angeke nje lomfana alale nomaDlamini uyamsiza nje kuphela and nguye yedwa ophathe kahle umaDlamini abanye bebenza ama jokes ngaye qha
😢abantu abananqondo bacabanga izinto ezibhedayo lobhuti nje owayeshutha lapha owangakhona Kubo kamadlamini uyamazi kuthi umadlamini umuntu okanjani usemqhathelani nesithandwa sakhe coz simunika Mali simufaka ezintweni siyamdiza kwezinye azidingayo not ucansi😢
Abanye bagijimisa icon tent nje usehluleka nje ukucabanga kuthi lomuntu kamadlamini uzokwata emuyekele madlamini bese elahleka ebantwini ngethalrnte lakhe noma ke if evele uzothola abantu abazomsebenzisa ngethalente lakhe angatholi lutho bese yena lomuntu oshutha lapha eyajabula 😢ke
Iqiniso nje lelo umbhedo nje lo ambuza wona 😢badlala ngaye
Hai man abalalani ai uyazikhulumela nje umandlamini
Kufuna avikelwe loma Dlamini kubantu abafana nawe ubuzani kubani ufuna kwenzekeni, uyabhidliza ukucabanga ngani nje lokho kumuntu odinga ukuthandwa wena uyabukisa wakha inzondo
Uyabheda loma Dlamini......Nxaaaaa waze wazikhipha ke kuSbali.Naye lona wemibuzo I wonder he is going to Continue to Mantain umaDlamini Lifestyle if uSbari angaduba.Nxaaaa waze wangidina umaDlamini & uzozisola ngathi uSbari angamlahla.
Niyamkholwa nani uMaDlamini? Cha ngiyala ngoba uyamhlonipha nje uMaDlamini ubhuti lona umthatha njengo mama wakhe yekani nje ukumosha into enhle kangaka 💔💔😢
Ayikho leyonto,akukho muntu olala noma Dlamin la seningaze nikholwe umbhedo lo
Uzama ukona lomaDlamini nalosihlobo sakhe yini lokubuza yena kanje ukhomba ukumnyanya wenza ububi phakathi kwakhe nalo Dali wakhe. Awulingi wena sathane
Nalobhuti uyamfuna umaDlamini ufuna ukutrender ngaye
Ayi ayikho lento eshiwo ngumaDlamini uyamuzwa nje ukuthi ayihlangani inkulumo yakhe cha ayikho lento ayishoyo mina ngibonangathi akaqondi kwalento okukhulunywa ngayo😂😂😊
It's true because abanntu abakule simo sakhe njalo uma behamba nomntu bathi ngoo darly babo ndine relative enjalo athi that guy is my husband and abantu bayambona ukuthi akuhlangani abamthathi serious , maybe bafuna uku manager uMadlamini yazi 🤔
Phela Madlamini akaphelelanga ngeke ukholwe into ayishoyo
😂uyazigulela Madlamini😅
Kugula lona obuza into ezingasile😅
It seems like some people are jealous ngesoka lamadlamini. Uyazidlalela umadlamin gyz 😂😂😂😂😂
yazi nje so abantu sebezobambelela lapho hai bo
Cha waze wanyanyisa weXolani ndini awusile ekhanda
Wanyanyisa emdala wehlisa isithunzi sa sbali WeSizwe ngenxa yomona nje 💔
Aybooo bafethu uMadlamini akayazi lento akhuluma ngayo hawwwu aysuka
Niyaqhubeka nje nokfafaza into engekho naze nacika ngamanga nihlambalaza umfana wabantu ngomunt ongaphilile fth niyamaz
Umona phansi sisi vumanje iqiniso ngiyazi nina bosisi niyamonelana ninodwa ubeyinike umadlamini njengoba engaphilile okusalayo uyadliwa yilombhemu
@@sthembisocele9153 udakiwe wena nawe awunangqondo njengaye loXolani njengoba sewukhuluma njengomuntu onesiqiniseko sokuthi uyadliwa usuke ukhona yini ave nithanda ukunakana nezinto ezingekho zingaka izinto ezibalulekile ,umbhedo nje lowo owukhulumayo uyawazi umsangano ifile ingqondo kuwe nakuXolani niyafana ingqondo uhleli phezu kwayo
Uzobuya maDlems ungakhali cc uzobuya umkhwenyana🎉🎉🎉❤❤❤
Mawukuty lento iyiqiniso cha ngyaphika nam amanz noparaffin MaDlamn nesoka lakhe mncane kab lomfana mdala MaDlamn waychaza mfana kty syazdlalela zokonakala lento ngoba abantu bayaktthanda khuluma😂
Empilwen kunabantu abangathandi ukbona abanye bephumelele nje ngaloMxo.. Ngathy kuyomele bamthengele iphinifa
Nobra
Udinga nje ukuligqokiswa kanye nomamhlongo omkhulu ngoba uyamuzwa nje uMadlamini kuthi kwalento ayiphendulayo akayazi
Ay amanga aluhlaza ke lawa
Isilima esingaboni ukuthi Ma Dlamini unokugula ekhanda ,hai abantu badlala umona nge Mbangi ngomsebenzi wayo wamakhabethe ukuthi uyahamba ngoba wachaza nje,umuthatha njengo mama wakhe,ingane ehlaza Shenge muhle futhi,kubuhlungu kithina uma MaDlams esekhala,ungabanaki abantu vele into enhle abayifuni ,usungaze ubuze umbhedo umfala kangaka ,naka okwakho mnxx
Ayikho lento bazama nje kudicilela Mbangi phantsi omonase
Asoze balale musanini uyagul uMadlams njeee niyamazi
Uyazidlalela imaDlamini ngeke uyikholwe into ekhulunywa uMadlamini 😂😂😂😂ngoba unamahlaya
Unyaka wonke maDlamini yikho umkhalela Nami bengingamkhalela
Manibukanje ngoba ethi wacishukumshaya wayezomshaya ngempelani ngoba uyena o thatha kanjalo ngoba velumuntu osemathandweni Uba neskhwele.manje yena cc ubonukuty ngoba emlwela impela kuyikhokoknke.
Uma belaleni ningenaphi futhi nje uma usileekhanda ngeke ubuze abantu ngeyndaba zasemakamelweni agha
😂😂 aii uyazidlalela nje umadlamin uyabonakala
Ayyy angiboni ukuth iqiniso leli umaDlamini uke umbize ngoskwiza avume engakwazi phandleke uma kumsukile uyaye uthi uyambingelela avesane athi umjwayela kabi
Uyamfunza nje lo umaDlamini ukungcolisigama lomunye
Xolani kodwa awu philile ekhanda yinto ongayibuza umadlamini leyo akazi nokuthi ukhuluma ngani
Mbangi uyamazi u Madlamini uba ngumntu onjani so naye makangayithathi serious lendaba,Madlamini ebekhipha nyawo kwabanye abantu besifazane
UmaDlamini angahlambalazi umfana bakithi ezama kumkhipha odakeni
Uziphathelwe wumona ebona izinto ezihle uMbangi azenzela umadlamini niyazozwela nje ukuthi into ekhulunywa umadlamini ayihlangani l don't think futhi ukuthi uyayazi condom Madlamini usehleka into engekho nje mina ngambopha uncolisa igama lakhe ngento anganabufakazi Bayo
Akaze bayenze bo,umadlamini uvuma yonke into,noma ungathi usebenza e dut àngavuma,uwumuntu ohappy bakithi
Nimbuzelani uMadlamini into enje,niyazi nje ukuthi uzovuma ngoba akaphilile ngomqondo,if ebephilile ngomqondo ,uDlems uvuma yonke into ayibuzwayo njengengane,uwrongo noright akamazi, so musani ukubuza izinto ezingafanele kuDlems enjengale.
AYI AYIBOSHWE KE IMBANGI TRADING MANJE. KADE YAQALA IMUNYUKUBEZA UMADLAMINI, KUZE KPHELE UNYAKA
Angimukholwa uMadlamini
Waze walidinga iphinifa ubhuti ingenaphi le oyishoyo uze unenezele nkulumeni kamaDlamini 😢Awuzi kuthi umadlamini uyisiphiwo emqondweni wooow Bhuti cha ukhona shame .
Futhi uyanyanyisa ngoba akekho umuntu ongasazi isimo sikaMadlamini
Nimkholwa kanjani uyagula nje umaDlamini Shenge ungamlahli umaDlamini sebekuflela umona mnyamana zinjalo izimfamona
These ppl want to Frame uSbari nje qhaaaa
Kodw shenge laph okhon ngicek ubamb ucingo kibhkung Kim yaz nenkonz ngatynniyenz kuze kuphel nyaka pho 😭😭🙏pls hle
Bakwethu umadlamini ubezidlalela
Uyenza makuzophela unyaka ungakholwa yilokho mpela ayii Madlamini
Lomuntu obuza uMadlamini uyabheda coz iMbangi iyamsiza uMadlamini lomfana lo ngeke amenzele lutho iyacik lento lomfana akayifuni into enhle uze uyahleka uhleka into engadinge kuhlelwe ,Uma kungathiwa imbangi iyamyeka uMadlamini ngeke amsize ngalutho ...yeka lento oyenzayo
isimyekile vel ngb ekade ekhala. uwrong loXolani
@@lunganimkhwanazi1329 uyaphapha lomfana uyaz ukuth Madlamini akekho ryt
Uyanyanyisa shame ngempela loXolani
Yagula lo 😂 madlamini wenu😅
Enklek bayangnyanyisa laba abakhuluma amanga ngembangi nomadlamini mnx
Kahle kahle nje lobhuti kwayena akasile nje ekhanda akusiyo umbuzo ongawubuza umaDlamini lona usangene nje loxolane wakhona yaz
Madlamini ubeyi Content yakhe ingakho manje eswu ten pass four indliyawa
Umuntu okholwa ukuthi uMbangi uyalala noMaDlamini cha uphazamisekile naye ekhanda.shuthi mele ekholwe ke futhi ukuthi uMaDlamini ufunda eDUT unane student card 🤷♂️
Ayikho lonto.umadlamini uyadlala awu
Umuntu okholwa yilento eshiwo uMadlamini uyena ogulayo ukwedlula uMadlamini qha.
Umadlamini akazi nokuth yin inkonzo yase kameren 😂😂yikh ethi uyenza kuphel unyaka
Ukhaliswa wukuthi akalibambi ifoni ilokho njeeeee
Cha mina thandanga nje mase mbuza lembuzo yokulalana ayi cha bandla senibuza nomsangano nj
Kwakona nje ukuthi ududuzwa ngama fried kusho lukhulu
Ave benomona abantu nkosiyam abayithandi into entle mxm
Cha abanye abantu abasile lomaDlamini engelutho bebengamnakile manje sebezama ukumqhatha nje no Mbangi
Ooh no😢😢
Akaziphendulele usibali🙆
Naze nadlala ngomntu engaphilanga
Umadlamin unjena lokhu ngamaz nje ngmaz esafunda eThuthukani uphazamisekile engqondwen lokhu azalwa
Umona okubantu🙄
Haeyo re lebatho re ya tseba hore ena ke papadi ya hore le yena ae kutlwe a amoheleile jwalo ka motho ka ofela reya rata ho kgathallwa haholo rona basadi
Kodwa ungihlekiselani Xolani ngihekiswa ukuhleka kwakho
Ayikho leyonto😢😢😢
❤❤❤❤
Nalo ombuza lombuzo ukhohlakele, futhi wenziwa umona.
Kwasuka ke lokho kubantu. Yonke into iqale njengomdlalo manje sekunje.sekuzofakwa namarape khona lapho. Even the narrator naye uzwakala edayisa iphepha elingekho
Sile nalo xolani niyayiva nje nempendulo yakhona Hai suka
Angifuni Xolani nomination wakho 😮
Sebesemkhankasweni wokona igama lengane yabantu osokesimbone
Ayikho lento eshiwo u maDlamini no Xolani usesizakele ngento engekho mina bengingafisa lomfana ambophise akumele abuze imibuzo efana nalokho
Ayi bo ngeke akwenze loko imbangi.bayenza kuphele unyaka😂
Ubedlala ngempela uMadlamini😂😂😂 siyakuthanda Madlamini
MaDlamini akadle lathanda khona
Abantu badlala umona nje
Bhuti ufuna attention ngombhedo sies ndoda mfazi
Akazi nokuthi yiniNkonzo yasekamelweni futhi musani ukumbuza umbedo
kodwa madlamini uyiphendulelani lendoda ekubuza ngekamelo
No, I don like lobhuti why ebuza Madlamin ngenkonza zase kamereni, aze ehlelke kanje
🤣🤣🤣Lol nimbuzelani
Ayikho lento bakithi😮😮😮
Abantu bakithi abayisweli into yokucekela phansi abanye abantu,kodwa kuyoze kubenini sidlelana umona?
Unamanga nje umadlamini😭
Akukho nkonzo yasekamereni eyenziwa kuze kuphele nyaka and bhuti lo wemibuzo urong ukubuza indaba zocansi ku Madlamini
Ayikho leyonto
Ngamanga lawo uMbangi asoze
Nawe ufuna ukulala naye yini ngyasola 🤞 shuthi ufuna kwenza sho kuthi uzoyenza lento umadlems😅😅
Akazi kwankozo yase kameleni bakithi
😂😂😂😂kodwa madlamini indaba engaka jesoooo😅😅😅😅
hai suka akeko owaziyo kuthi MaDlamini uyazikhulumela nje okusho ukuthi lo Xolani ufuna ikusasa laMaDlamini licideleke phansi
😂😂😂jesu
Awu suka abantu sebeyahlanya ngeke nje lobhuti alale nomaDlamini
La emmbuzelani uMadlamini lezindaba inomoya wokulwisana nalolubumbano . Kunesilwanyana phakathi akazi nokuthi intoni iCondom uMadlamini bakithi
kungabi ukuthi sebangange ngaye umadlamini,ungakgalela ingane encane kanjena,
Vele
Waze wangabi namahloni nangu umuntu.. yini nje le aybuza kuMadlamini 🤔
Okubuhlungu ukuth uMbangi meae ehlehla ekwenzeleni