wow Dumelang Amen. I love this channel so much and I appreciate the knowledge and wisdom shared. I feel empowered to take the proper steps to connect and please my Dlozi. Danko
Makhosi 🙏 Please talk about amajazi Ive dreamt of 1. Green 2.White 3. Half Yellow and Half Leoprd (ingwe) 4. Full ingwe head to toe! Please explain the meaning of them
Uma isithunywa sivaliwe ubona kanjani futhi usivula kanjani esivaliwe
there is this wisdom or rather a greatness that Impunga Yesinyu oozes. It is something I can't explain
Thokosa mkhulu i thank you so much for your teaching gogo nomadlozi
Hayi Nami bafo, Nyon'emnyama ngeze ngizibize ezaphesheya kwezilwandle ngoba abasobase Africa. Mbanjwa omuhle.
Hay koze k’lunge ♥️
Siyafunda Mpunga, mzukulu kaMbanjwa . Nami ngithi amaMbanjwa ehlangene naMiya awangikhanyisele. Zingalokothi ezisindisiwe ngoba ayikho leyo.
Ngiyabonga kuwe Mpunga yesintu uNkulunkulu akubusise ngomsebenzi omuhle nabakuphethe kulomsebenzi Siyabonga Kwabadala..
Bo mkhulu Mina ngiyadideka ngoba nginempawu Zonke zentlobo zesithuywa kuyenzeka yiñi loko
Amen mina nginenkinga eyodwa ngiyasaba amanzi ngize ngiye endaweni yabesimame makukhulunywa ngamanzi ekubeni kufanele ngisamukele isthunywa ngiye emanzini wenziwa njani umuntu onjengami ngicela usizo okwangempela 😢
Mpunga yesintu ngi'cela usixoxele kabanzi ngamajazi ey'thunywa
Sanibonani nim lamavuso mine batsi bangikhuphula sithunywa bangiyisa nasemfuleni kodwa angiboni mehluko mine Wes part angisaphuphi ngisa sengatsi bangivala lomuntu ngoba ngaphupha ngindla liphiko lenkukhu lelihlaza kaba mnyama nje
Siyabonga Mina ngaphupha umkhulu owayegqoke impurampura emhlophe esolwandle enginika ivulu lensontela yemibalabala Esolwandle Nami ngiphakathi olwandle angazi kwakushoni lokho ngicela incazelo
Sybonga bomkhulu ngolwazi enisiph a Lona, nami ngiyafisa ukwazi ngoba Mina ngyane ngzybone ngisolwandle kodwa kuqala ngangiba nokwesaba,kodwa manje sekuncono,nginokuzamula,okwenzekayo, izindlebe ziduma izinsimbi,emhlane ngiyasindelwa
Le channel ngiyithanda ngenhliziyo yami yonke ❤
Bo Mkhulu isynergy yenu iyangimangaza sonke iskhathi. Vele abantu bonke abeza lana ngiyabezwa egazini ❤️❤️❤️🙏🏾🕯Makwande.
Mpunga Yesintu ngiyajabula mawubiza lendoda. Lendoda ewuBhovungane ayigeji, iyanemba, uyakwazi akhuluma ngakho.
Akuve uletha abantu abanembayo ezihlokweni enikhuluma ngazo. Syabonga bhuti.
..naYihlahlela boMkhulu Yacaca bha kuhle kwanogwaj'omhlophe ugijim'ehlungwini.
Yaze yajula indaba yesithunywa. Kazi nginasiphi ke mina..kodwa mhlambe esasekhaya ngoba ijazi ngaliphiwa uKhulu..uGogo kaMama. Sibonge Makhehla
Ngaze ngafunda today -wow 🙌🏽
Ngibingelele mkhulu🙏🏾 cela ukubuza ukuthi Sikhona yini isithunywa sesonto lama Muslim?
Very informative... thank you.
Nayibeka lento bahlonishwa 🤝⚘
Amen zingane zami bengicela ukubuza mawuboniswa njalo ingane yakho eyazalwa yembethe kodwa uyingane kodwa manje isikhulile nhiyabonga ukusikhulisa
Siyabonga njengami nje ndisonta eRhoma kodwa ngihlezi ngiphupha zion.... Futhi ngaphupha ngifake isiphika esi yellow
siyabonga ngemfundiso yesintu sethu. kuningi esengikufundile.
Ngcela ngeyinye imini like liyenze i show ye 1 hour or more, inkulumo yenu lobabili ngiyayithanda.. ingxoxo yenu imnandi bafowethu, always.. siyabonga
Ngiyabonga Mlekeleli noBhovungana kucacile, kuyezwakala.Engingakubeka nje ukuthi ake sibakhiphe abasindisiwe. Abekho abantu abasindisiwe kulomhlaba esiphila kuwo ngokwenyama nomphefumulo. Basindiswe ngomlomo kodwa inhliziyo nomoya wabo ungcolile kakhulu kabi. Nginobufakazi balokhu engikushoyo. Ngikhuluma ngabasindisiwe.
Mhmmm syabonga ulwazi enisinika lona. Luyasakha, luyasisiza kakhulu. Niqhubeke njalo nje nokusicobelela ngalo. 🙏🙏
Tnx so much for sharing nggmunye otshelwa ngamanzi ngesthunywa.
Thokozani bo Mkhulu. Mina ngatshelwa ukuthi nginesithunywa. Ngiphupha amanzi, ngaphupha kuthiwa ngiwela emanzini lapho umfula uhlangana nolwandle. Ngaphupha ngindiza ngindizela phezulu kakhulu.
Ngaze ngayithanda lenkulumo syabonga kakhulu ngolwazi oluhle
Mina ngaya kumuntu wathi nginabadala ngifune umuntu okhonza ezion and powerful
Ngicela ukubuza mawuphupha inja ibalela kushoni
wow Dumelang Amen. I love this channel so much and I appreciate the knowledge and wisdom shared. I feel empowered to take the proper steps to connect and please my Dlozi. Danko
Ngiyabonga Mpunga yesintu...ngecazelo yesithunywa
Kodwa lengoma mpunga yesintu ngiyacela, usiphathele umahlase 👌👌💯syabonga kakhulu ngemfundiso befundisi besintu sethu
Yaze yamnandi iEphisodi
😍
Toooo wise. Thanks for sharing.
Sanibona makhehla ngicela ukubuza Uma uyakubantu bethu unesithunywa kodwa kuthiwa ngithungise ijazi njalo nginomndawu ngibuye. Ngihlutshwe yintwaso uqalakuphi nemimoya efuna ukugezwa
Hayi Nam Mpunga yeSiNtu andizifuni ebezisindisiwe Nezase Wisile. No no no☝🏿
Nikhuluma nami yazi bo Baba. Siyabonga.
Siyabonga naze nalikhuluma iqiniso
Inkulumo ebalulekile kakhulu....🙏
Ngiyanibingelela bomkhulu besithunywa nginenkinga yalesihloko ebenikhuluma nga so nginemimoya yonke Kodwa lezinye izthunywa zisalela emumva ngicela usizo olukhulu
Ngixolisa kwi Mpunga Yesintu ngokunga bulisa Sawubona
Amen bomkhulu sengitshelwe kwazi kwaka four ngabalaphi bendabuko ukuthi nginobizo lwesithunywa. Ngicela ukubuza bomkhulu ukuthi uma ngiphupha ngitshelwa ukuthi angifake ubuhlalu obu powder-blue and white, kusho ukuthini lokho?
Fanele ngenzenjani ngiyabufaka yini?
Ngifakwa ubani? Kwesiphi isandla?
Amen ngiyabonga nisazophendula makhehla.
Ngicela ukulinda kanye nawe
Siyabonga Mpunga ngama video. Ngisacela wenze i video ngokuthi umuntu onabantu abadala uyayidla
ingulube na.
Khulumani bo! Ningaqalinixoxe okungapheli silindile siyalapheka siyabonga
Ngiyabongelela makhehla ave nisisiza kokuningi mina nginenginga lapha ngikuphuphile okuningi amabhayi neziphika nentambo ebhidani nediku le encane yokuhlola kodwa ke bengididekile futhi anakhulumi ukuthi ngikwenzenjani bayakuveza nje mangilele ngize ngasithungisa isiphika kodwa ngenza iphutha ngangasihlambulula ngiye ngikhuleke ngaso angazi ke kulelophitha ngingeza njani okunye lokhu angikakuthengi
Kodwa utholakala kuph nendawo uBhovungane
Thokoza gogo kuthetha ukuthini xa ufikelwe ziinyosi
Mkhulu mpunga yesintu ngibonga ukusifundisa ngiphathwa ikhanda elngapheli ngisesibhedlela kuthiwa nginethunwywa ngikhala izinyembezi 😭😭
Naze nayichaza le ndaba. Bendicela ndicela nindiphe uthola kuphi Bhovungana no bhuti uhlezi naye
Enkosi Mpunga Yesintu nondwendwe lakho 👏🏽
Cela nichaze ukuhlungawa kwezidalwa
Syabonga ngokusihlubela udlubu ekhasin madoda
Mkhulu ngila ukubuza Uma uphupha inja yalana usebenza khona ibalela kusho ukuthini
Thokoza cela kuthiwa nginesithunywa kumele ngiqale ngenze amadiki Nama ndawo mase ngiyo Landa abalozi elwendle cela kubuza kuyenzeka yini lokho
Amen 🙏 nginawe lapho mtwana wesithunywa nomoya. Silekeleleni bomkhulu Mayibongwe 🙏
Umoya ongcwele ube nani nonke uniphilise .Inkashane kamenzi.Mlekeleli mkhulu umsebenzi owenzayo ndoda.
11:34 yizidalwa zasemaHlutshini 😁
Mina ngicela ukubuza ukuthi, kubangwa yini kutsi njalo mangisemantini ngilimala inyalo ingati igcwale emantini
Hm syafunda bo Lana syabonga
Mshangross sibonge ngokusincelisa ulwaz 🙏
Hhhhhm! Siyabonga for this episode🙏. Siyabonga Mpunga yesintu🙏! Oh kodwa Bhovungane ngikuthandile🙈
Siyabonga ngolwazi enisinika lonaBhovungane
SALUTE mkhulu Bhovungwane SALUTE mntomdala!!
Manje make waphupha isiziba noma ngizothi umfula kulandelana eduze Kanye no lwandle izinsuku zilandelana eduze kakhulu kube msobuluko isiziba lesibili lwandle lesithathu mfula ohambayo kulandelana eduze kakhulu kumele umise kanjani kube ugcina ngempophoma esabekayo ngedlela eyisamanga kune Mpophoma Howick ekuthiwa “uNoQhaza”
Umisa kanjani lapho
Makhosi 🙏 Please talk about amajazi Ive dreamt of 1. Green 2.White 3. Half Yellow and Half Leoprd (ingwe) 4. Full ingwe head to toe! Please explain the meaning of them
Thank you so much Mkulu I truly appreciate this greatness of wisdom and guidance. Akwande bommkulu
Mkhulu mina ngikhula bengiphupha ngingena emfuleni ngiphuma lamabhodlela alemthi kutsho ukuthini manje sengimdala acidophilus Lutho
Can you please explain isithunywa esase Roma.What does it mean?
Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukthini mawlokhu uphupha ufake izingubo zamaNazaretha ube ungakhonzi khona?
Yooh angazi ngithini kunini ngangihlupheka ngilahlekelwe yikokonke ngokulalela ngibukele le channel ngasukuma ngase ngiyazazi ukuthi kahlekahle intoni le ngihluphayo ngithi kini nibekelewe ukusiphilisa nisikhulise kwande niphile makhehla kwande kwabaphansi banikhusele
ngicela onale ngoma impunga evala ngayo
amen
Umlungu isthunywa soMdali noma esentaba noma esamanzi
Mpunga noBhovungana niyishaye eMhloweni ngesihloko se-S'thunywa the
👌🏾👏🏾
mmmm Mnewethu wathinta indaba yebo anilahlekile nishaya khona cha ngyafisa ukukbona mnewethu sixoxe nje
Mpungaaaa!!! Khula makhula kancane
Ndiyabulela
Mmm wathinta mkhulu mbovungane mina ngiphupha isiziba kodwa knento engijahayo if ngsemanzini evuna ukungidla
Aaah Bhovungan
MpungaYesintu ngiyazi wena uneqiniso, kuhambela kumalini ?(ukukhuphula /ukusihlambulula or ukuthwasa) isithunywa?
Ukusibekisela nje
First to comment. First to view.
Thokoza Mkhulu 👏🏼 👏🏼 Which one must you attend first if you have Isithunywa, Amakhosi, Umndawe and Inzuza. And what is Amakhosi
I've also been told that akumelanga ngithwase, my ancestors will do self initiation. Then how am I supposed to do
@@kwaMaZuluEmakhosiniDrZulu kufanele ukuphahlele lokhu yibo abazokucacisela ukuthi bafuna uqale ngani ngokobudala babo
Amen Bhovungane bengicela ukubuza ukuthi usigeza kanjani isithunywa
Wathi uzongivulela
Mpunga yesintu...cela ukubuza ukth ingane eyaphuphuma if uyegeza uyifaka emndenin uabugaya yin utshwal besizulu?
Ngibingelele Kwimpunga yesintu.Mpunga ngikhulele komalume ngikhuliswa u gogo obekholwa .Inkinga yami kushone umfowethu engimelamayo ngo August odlule manje umkakhe uthi kubo bafuna ukumgeza kodwa kumele agezwe ekhaya kuqala.Selokhu ngabakhona amasiko awenziwa lapha ekhaya komalume izinto zonakele wonke umuntu akalungelwa lutho.Ngivumile mina ukuthi ngizomgeza inkinga umaalume omdala uthi kumele agezwe nge nkukhu yen (umakoti) uthi kumele kube imbuzi .Umalume omncane uthi kumele agezwe ngenyongo yembuzi .Umakoti uthi kumele kube umswane wembuzi .Usizo engilicela kuwe ukuthi I yip hi into okumele yenziwe imbuzi yensikazi noma impongo kugezwa ngenyongo noma umswane.Lomununtu ozogezwa wadivosa umfowethu eminyakeni ewu 7 edlule.Ngosuku lomngcwabo wafika ekuseni wabuyela kubo ntambama akakaze azile.Siza ululeke mfoka Mbanjwa.Isicelo sivela ku Vamokuhle Mthembu.
Ungadideki mfwethu. Kufanele nimgeze.
Kwelamathongo ayikho idivorce.
Kumele agezwe ngembuzi enduna. Kusebenza igazi layo, inyongo, nomswane kanye nentelezi yokugeza umuntu oshonelwe
@@sizwevincentnxumalo1639 Ngiphakamisa ukubonga Zwide kaLanga ngosizo wakho lokhu kubonakalisa ngokusobala ukuthi baqinisile abathi injobo enhle ithungelwa ebandla.Ume njalo mhlonishwa.
Baba umbuzo engiwulibele ukuthi inyama yalembuzi iyadliwa noma iyombelwa phansi na? Ngiyabonga Zwide
@@vamokuhlemthembu1755 kwabayidlayo imbuzi iyadliwa ayimbelwa phansi. Enye inyongo nizomcontisela ngayo enhloko namalunga omzimba.
Kunombuzo la. Ake sithi uwumuntu ophila impilo enezindlela zobumnyama ezingathandeki, kuyenzeka yini ukuthi ube nesthunywa?
Ngicela ukubuza kuthi kungenzeka ithongo elikwenzela Izinto kube isithunywa sakho?
Ubonakankani ukuthi unesthunywa
Impunga ivele ingene umuntu emadevini kudidiseke ukulalela🙆🙆🙆🙆
Ave niwanaka amaphutha amancane bese nima ngawo, leyonto iyenzeka noma kubani uma bexoxa, uma ubuka leVideo uBhubesi uye okhulumayo ochaza yonke into kodwa ngephutha nje elincane sekonakele konke
@@impungayesintutv Ngiyavumalana neMpunga, lomkhakha wethu awukufuni kodwa uyakudinga ukubekezela. Ngokuthela umoya phansi, bese siyabekezelelana singafinyelela okuningi. Mina ngingathi kowaseMbo uma ephazamisekile anga-replay leyongxenye aphazamiseke kuyo. Kuyangisibenzela lokho mina.
mkhulu mpunga yesintu ngsacel kbuza uma uphupha ukhuluma nomtu ungambon ekutshel kth yn okfanel yenz.kfanel wenzen kqal nah?
Thokozani makhosi cela ukucazelwa ngiphupha ngimbethe ijazi eli read plan ngikhuleka entabeni le candlela eli read ngicela ukucazelwa
Isibonakaliso leso okufanele usigcine. Uzothi uma ukugcina uzothungisa lejazi ngendlela abakuvezela ngayo bese uyoliphahlela entabeni ulibike ngalekhandlela. Uchazele lelithongo ukuthi awulazi lingubani nokuthi lifuna ulenzeleni
Incazelo ngamadlozi : YINI IDLOZI czcams.com/video/QiNlLZGFxD0/video.html
Kusile Mpunga yesintu cela kubuza kuthi kusho kuthini ukuphupha ama sim card amaningi
Asibonge babuBhovungani.mina am in Swaziland ngihlushwa yisithunywa too much for some years I tried to egnore bt into eseyenzeka impilwen yam its tomuch ,konke ebenginako namabhizinisi kuvele kwashabalala nendoda iyipheli nenyanga sizwana okanye neviki ivele ihlehlele emuva ngaphandle kwesizathu.and ngihlezi ngiphupha njalo ngisesikolen Nome bengishiya abanye abafundi ,kwenzeke ngingasaboni isicathulo seskolo Uma besengiseikolweni angisaboni incwadi hlezi kune confusion nje.ngiphinde ngiphuphe ngihlaselwa yimimoya kodwa ngizokhuluka kamazima khona kulelophupho ngize ngicobe ,ngiphuphe ngilwa nezilwane zamanzi ezinkulu ezinye angizazi ngizigcina khona Uma ngiphupha okanye kuthiwe angingene edamini elikhulu elisabekayo nelaziwayo ukuthi linesilwane kuthiwe angingene ngiyofuna icanda lesilwane.BENGICELA USIZO LOMUNTU ONGANGISIZA OHLAMBULULA ISITHUNYWA NGEKWECINISO
Baba Mina ngingenzenjn ngoba if ngith ngith ngithol muntu ngivesane ngaz ndaba yonke into ngaye ngisabe ngisho Kub naye