Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Nkosi yami ubungithandaZingakaqini izintaba.Kwaphakade wangigcoba,Ngi ukuqala kwendlela yakho.Ngingumsebenzi wakho wasenduloIngakaqini imimango;Nemithombo yamanziIngaka mpompozi ngamandla.Nemithombo yemifulaIngaka mpompozi ngamandla,UJehova wangidalaNgaphambi kwendlela yakhe.Ukujula kungakabikhoKukade sengizelwe,Engaka lenzi lelizuluKanye nalomhlaba.Nelanga lingakakhanyiEmkhathini walelizulu.Nenyanga ingakakhanyiEmkhathini walomhlaba
UBhombela wehla emaZulwini waba uThixo ebantwini wazibonakalisa ubuyena kithina samvuma Lokuhuba kujulile kakhulu kunyakaza imthambo yegazi kuhlengezele ubukatsha emathanjeni kugijima legama elithi Shembe kithi 👏👌
yhuu Nkosi leNkosazana watsho kamnandi.
Nkulunkulu wokhokho bethu lala nathi... Unyazi Lwezulu❤️... Ave ngithokoza ngalesi sihlabelelo.
Mmmmm uyangibusisa mtaka Jehova ngezwi lakho ngikufisel inqubekela phambili njalo usibusise njalo ungayengwa ngokomhlaba okushabalalayo uyibambe lapho
I really love this song bafethu
NKOSI yamakhosi use use nam ngomhla wokuphela nkosi scheme Nyazi lwezulu
🥺🥺🥺Nguwe wedwa iNkosi yamakhosi Shembe Nyazi LweZulu
Ungithandile zingakaqini izintaba ..kwaphakade wangigcoba ngingukuqala kwendlela yakho...blesseD OLWETHU UNYAZI 100%
Amen Nkosazana!
I think I might be in love for the first time in a long time.
Love's a beautiful thing. Cherish it, and enjoy it 💯
Ohh Shembe wafika nento engazange ibe khona ezweniNgyabonga Nyangayezulu ngalolu Piano
Khula kuphakama khula bunazaretha washumlilo wacula nkosazana yonyazi madoda
yabusisana nkosazana
ngiyaqala kuzwa lentokazi au yaz yangibusisa ngezwi layo elimile ngabusiseka
Uyahlabelela nkosazane yo Nyazi bantuuu
yenza one le voice uShembe akubusise
Amen nkszn kaShembe ❤❤
Mmmmm yabona mesethi LEMITHOMBO ai ai ai
Kodwa ngoshembe😢👌👌❤❤❤
Awu Nkosi, yaHlabelela eyakwa Chiliza inkosazene😭🙏🙌
Léxico genial bendiciones 😇🙏
much can be said but a round of applause for this phenomenal being.....YALITHINTA IVESI NKOSAZANE ........
Can you now say sizwakala kanconywana isihlabelelo?
Shadani lengane bafethu.....kube ngyakwazi nje ngabe ngicela isihlobo esihle namanjeh
:)
Onalesi hlabelelo "baba ngikulol'hambo" by Nomkhosi chili pease...
Bakit I saw her ngo kuvalwa komhlangano ngamncoma..🤗Ngyabusiseka nge voice yakhe😍😘
uyangbusisa girl
uhlabelele kamnandi futhi ukuhlabelele kwakhe kuhamba nemizwa yakhe uyawuzwa umlayezo wesihlabelelo.IZINGOMA ZASEZULWINI AZIPHUPHI NAKANCANE.# 1
Nkosi that voice.
oh nkosi yam ey 😭😭😭
Ave ngilithand cula kahle Dali 😍😘
ohh nkosi sabusiseka good work Nomkhosi no Andile
Proud to broadcast this to you
Siyabonga
Nkosi yamakhosi
Awu waze wangibusisa Nkosazane yoNyazi
Nomkhosi😍
Wow....wahlabelela kahle MaChiliza
Sodladla
waze wahlabelela kamnandi nezwi eliyingcwenga
yabusisa my cstr😊
washaya nkosazane kwathi cosololo
Akasemuhle
What a lovely voice, muhle u Shembe, uwakhumbule amakhosazana akho nkulunkulu
Wangibusisa nkosazane yonyaz
im touched...lovely voice
Wow izwi lengelosi cha uphiwe machiliza
What an angelic voice syabonga Nkosazana muhle kakhulu umsebenzi
❤❤❤❤
Wangkhumbuza ubaba wami ongizalayo ongasekho , wayethanda lesihlabelelo
That was Heart felt. May his soul Rest In Peace.
Yasho eyaseZulwini kwahlasimula umzimba uma usenomuzwa walento eNgcwele
Waze wacula kamnandi❤️
cha ungihlabelela izwi lokho cc limtoti, nglokhu ngikuphinda phinda njr
mmm yayihle I voice yakho
wahlabelela NkosazNa👌
uyangphilisa jereva
Iyabusisa leNkosazane
Ameen
SUPERB!!!
Ngabusiseka❤🙌
Angelic voice Nkosazane kababa ♥️♥️♥️♥️
Inkosi ikubusise 🙏
Ngayuzwa lomhlabelelo by chance ngivule uKhozi on a Saturday morning ngafikelwa izinyembezi lapho angikhonzi nakulo ibandla but I was moved and decided to search for it ngaze ngawuthola la lomhlabelelo
Siyajabula uma uze wakwazi ukuwuthola, nanokuthi wanyakazisa imizwa yakho ejulile. Engathi uShembe engakukhumbula, ekubusise 🙏🏾💯❤️
Awesome voice, Khosi ❤
Amen!!!
Amen
Iyangibusisa
😍❤❤
🥺❤️❤️❤️
Wamemeza njenami ngiselapho😭
Blessed . Thank you.
🙌🙏
Wow 😘😘😘😘
🙌🙌
👐👐❤
Hlabelela kamnandi
🙏😭
Zimbal zezwe lezi zoNyazi Lwezulu
♡💛♡💚♡🧡♡...♡❤♡
9
Yantle ne make up ne lip stick yakho mnazaretha 🤔
❤❤
Nkosi yami ubungithanda
Zingakaqini izintaba.
Kwaphakade wangigcoba,
Ngi ukuqala kwendlela yakho.
Ngingumsebenzi wakho wasendulo
Ingakaqini imimango;
Nemithombo yamanzi
Ingaka mpompozi ngamandla.
Nemithombo yemifula
Ingaka mpompozi ngamandla,
UJehova wangidala
Ngaphambi kwendlela yakhe.
Ukujula kungakabikho
Kukade sengizelwe,
Engaka lenzi lelizulu
Kanye nalomhlaba.
Nelanga lingakakhanyi
Emkhathini walelizulu.
Nenyanga ingakakhanyi
Emkhathini walomhlaba
UBhombela wehla emaZulwini waba uThixo ebantwini wazibonakalisa ubuyena kithina samvuma
Lokuhuba kujulile kakhulu kunyakaza imthambo yegazi kuhlengezele ubukatsha emathanjeni kugijima legama elithi Shembe kithi 👏👌
yhuu Nkosi leNkosazana watsho kamnandi.
Nkulunkulu wokhokho bethu lala nathi... Unyazi Lwezulu
❤️... Ave ngithokoza ngalesi sihlabelelo.
Mmmmm uyangibusisa mtaka Jehova ngezwi lakho ngikufisel inqubekela phambili njalo usibusise njalo ungayengwa ngokomhlaba okushabalalayo uyibambe lapho
I really love this song bafethu
NKOSI yamakhosi use use nam ngomhla wokuphela nkosi scheme Nyazi lwezulu
🥺🥺🥺Nguwe wedwa iNkosi yamakhosi Shembe Nyazi LweZulu
Ungithandile zingakaqini izintaba ..kwaphakade wangigcoba ngingukuqala kwendlela yakho...blesseD OLWETHU UNYAZI 100%
Amen Nkosazana!
I think I might be in love for the first time in a long time.
Love's a beautiful thing. Cherish it, and enjoy it 💯
Ohh Shembe wafika nento engazange ibe khona ezweni
Ngyabonga Nyangayezulu ngalolu Piano
Khula kuphakama khula bunazaretha washumlilo wacula nkosazana yonyazi madoda
yabusisana nkosazana
ngiyaqala kuzwa lentokazi au yaz yangibusisa ngezwi layo elimile ngabusiseka
Uyahlabelela nkosazane yo Nyazi bantuuu
yenza one le voice uShembe akubusise
Amen nkszn kaShembe ❤❤
Mmmmm yabona mesethi LEMITHOMBO ai ai ai
Kodwa ngoshembe😢👌👌❤❤❤
Awu Nkosi, yaHlabelela eyakwa Chiliza inkosazene😭🙏🙌
Léxico genial bendiciones 😇🙏
much can be said but a round of applause for this phenomenal being.....YALITHINTA IVESI NKOSAZANE ........
Can you now say sizwakala kanconywana isihlabelelo?
Shadani lengane bafethu.....kube ngyakwazi nje ngabe ngicela isihlobo esihle namanjeh
:)
Onalesi hlabelelo "baba ngikulol'hambo" by Nomkhosi chili pease...
Bakit I saw her ngo kuvalwa komhlangano ngamncoma..🤗
Ngyabusiseka nge voice yakhe😍😘
uyangbusisa girl
uhlabelele kamnandi futhi ukuhlabelele kwakhe kuhamba nemizwa yakhe uyawuzwa umlayezo wesihlabelelo.
IZINGOMA ZASEZULWINI AZIPHUPHI NAKANCANE.# 1