iKOROBELA SHOW EP32 S2". NGA THWALA NGO MNDENI WAM WONKE".
Vložit
- čas přidán 23. 03. 2024
- #madeinmzansi #ikorobela #niyathembanana #loyaltytest#podcastandchillwithmacg #uyajola99sundays #cmtvchannel #Ikorobela #mjolo #relationships #sexandstuff
For enquiries email us kasifiedtv@gmail.com
CREATED by @FiStolazy
CO PRODUCED BY@CHAMPION
EXECUTIVE PRODUCED BY @Lee lehlogonolo
www.mzansilifestylemarket.com... - Hudba
I really appreciate bafwethu...if it wasn't for this channel, I would have also been facing the same challenges. Thank u kasified for saving my love
Gratitude
Akukhona ukuthi waphazama ukuyihlabela inkukhukhu nges'skhathi okungasona.. Kwakuyindlela yokuthi isayodla emndenini vele.. Sinjalo nje isethwalo.
Tsiiiiii mntam kuthi phulaphula noba uwuthandi babhem ntonje inkunzi elesayo ilesisa umqondo ngesizotho tsiiii mntanakuthi uyawuphilisa umpefumlo ..🔥🔥
Injabulo unganamndeni ayikho😢
Ngcono ngidayise ngomzimba kunokuthi ngithwale😭 yey ngamane ngiyorobha ibank 💔
Udayisa ngamalini?
Yikho ukuphapha khona lokhu ingathi abantu behlupheka kanje ,kwakuqala ngaye ukuhlupheka
😮😮😮😮Jehova ingabe uthini uma ubhekisa amehlo wakho emhlabeni iyesabisa imikhuba esemnyango.😢😢😢😢
isthwalo sika Dr Khehlelezi lesi hlezi ekhuluma ngaso
Akazame u Prof Godo
Amen Ndoda yiza apha kimi ngzokusiza leso sgubhu sizosifaka igazi lika Jesu ...sizokuyeka
😂😂
Amen
Umcebo wokwenzani usukuruzisa amehlo uwakhiphe ngaphandle ungenakuthula awulali futhi.Hayi asidle wena ngempela.😢😢😢
Cela avakashe Bantu TV ukhona ubhuti wayenenkinga efana nale phaya waluthola usizo
Kodwa ke uye owalahla timetable yeskhath soku feeder isgubhu iznkukhu 😂..
😢😢😢😢😢😢😢😢kwavuka okuthile enhlizwen yam saze sabuthwal ubunzima ngenxa yamadod aneynhliziyo ezingaphandle angafun ukweneliswa nganakho bese ekhulekela anganakho.
God bless you son
makaxhumane no Dr 2+2
Yooooohhhh kunzima
Ukube nhlupheko ayikho ,kube akukho konke lokh’ ,kuyezwela ngoba manje lento yakhe idla nase mphakathini,Danko our Candy❤
Damn
Mxhumanise noPortia Mohau we MY JOURNEY FROM DARKNESS TO LIGHT L channel. Ngithanda ngoba zimbalwa izilimi angazazi kanti owala eMzansi. UJesu kphela ongasiza lobhuti, nokho akukho nzima kakhulu ngoba lamadimoni angena isnyenyela awashongo zisuka ukuthi azohamba afune igazi lomuntu therefore he entered a covenant he did not fully understand. Even if he did, uJesu kdala amnqoba uDeveli yingakho axoshwa ezulwini nje ukuzobhayizisa thina in the name of poverty. I declare the blood of Christ over this man if he is truly repentant. He must be prepared though to confess and lose EVERYTHING. Kusazobheda kakhulu before kukhanye. Lokho nje akwazi kodwa the price is eternal life in peace.
NgoJesu Kristu,
Makube njalo.
Yhooooo😢😢😢😢
Yo kunzima imali yimpande yesono
Kushubile manje
Ebaba uhlalaphi khona sngeke silubhade ngakini 😳🤔
Ekhaya siyaphela ngomalume owathwala
Ayy avukwaz nawe ukufunda😅 uze uphefmulele phezulu sengath u add amagamakho
Ngathi uxoxa i stori sakhe
Enye yezinyanga Ike yasho ukuthi they don't tell you everything uma bekuthwalisa.
Uhlangana nezinkinga phaphimbili sivelelwa siqothe kwasani nawe ngapha ungalali ebsuku.
Ayibusisiwe lento
But labantu abathwalisa abana qiniso😢😢...
Ukhona uMkhulu weShumi wase Bergville othe uyakwenza konke loko angazi noma bese nimtholile mhlampe ozosiza
Yayazi inyanga sokshintshela ngoba esegazi
Aybandla wawngalfun ngani usizo sisathi bulala ilunga lomndeni baba? Mna ngbona udlala ngathi nje ususukuma ngoba ubona ukth sizodla wena aibo asfunden ukwamukela esnako bakwethu
Iya kubaba u Godo
Inkosi ikusize skhokho
Yhooo kubi emhlabeni. I have seen people saying similar things kwiBlaqlife TV. I think the GOD of the MIGHTIEST PROPHET DR DAVID OWUOR can restore him. Hayi kunzima!
Ewe bantu mncedeni ubengazi yimali inkinga
Baba bambe yena endawen xa sebulala nangaphandle
Uhlalaphi singezi ngakini iyingozi lento
Cela utshele ubhuti angiphe u 2k
Kunzima ngoba kushona abantu abangenacala
😂😂😂ngathi ufunda into engekho ayi
Vele uyanonga 😂
Lo Muntu akaye eGoli ku Makananisa uzosizakala lapho
Indaba zimnandi, mangase ayeke uziqenye, asfun ukushela thin swidi labo, cel uyeke ukuskhothela indebe yenze nezintombh zakho lokho
😂😂yeka indebe zam lalela indaba
Ei nkosi yam 😂
Yekani lento yokuthwala nifunde ukudla iyithukuthuku zenu,lemali esheshayo iyinkinga ekugcineni,uthini unembeza me umdeni wakho ungekho