Xolisa ku mama, wena nonkosikaz ka mfowenu. Bese uyaphuma ekhaya uyohlala kwenye indawo. ufunde ukuzxolela futh. ukuphuma kwayo lemfihlo kungaqeda ngisho nomndeni kulimaze u bhutwakho.
Strange things do happen in this world phuma kumkamfowenu ngoku engekamithi or else uzozisola ubomi bakho bonke ungamxelela umntakwenu xa sewu ready kodwa uthandazile kuba ukuba uThixo akekho kulongxoxo kungaske kufiwe pray ceassingly
Vala Phezulu Mfowethu ungaze uyithi Vuuu
NOMFOWENU UGANWE ISFEBE NJE KWAPHELA
Thula uze ufe hamba uyofuna umsebenzi uhambe uyozifunela owakho umfazi
KHULULEKA BHUTI UMAMA NGEKE AYITHI VU NGOBA UNITHANDANONKE AKAFUNI NIBULALANI NAWEKE YEKELA UKUZISOLA MAYEKHONA UBHUTI KHULULEKA UJABULE NGATHI AKWENZAKALANGALUTHO IFANAYO NGOBA WAYIKHULUMA KUZOMOSHEKA VALA UMLOMO
Xolisa ku mama, wena nonkosikaz ka mfowenu. Bese uyaphuma ekhaya uyohlala kwenye indawo. ufunde ukuzxolela futh. ukuphuma kwayo lemfihlo kungaqeda ngisho nomndeni kulimaze u bhutwakho.
Uyinja ndoda naye umfazi kamfoweni niyizinja nifuna inhlamvu nje kwaphela. Uyazi kuthi umfazi iyimali. Engabe yofuna umsebenzi ulokhu udla amandla enye Indoda kube ngyamazi umfowenu bengizomtshela
Thula kanjalo ngoba nguzohlakazeka umndeni
The mother handled the situation very well, women are known to keep secrets, that their nature😲,the brother should also shut up😲
Ezinye izimfihlo zifuna ufe nazo le akusiyo nje eyokukhishwa yifa nayo
Kunzima emhlabeni ngoba ngeke nisakwazi ukuyeka ngoba seniyazana
Isenkingeni lendoda kodwa ngbona kungcono ukuthi eqonde umama ekhulume naye exolise . Ngineqiniso umama ngeke exabanise izingane zakhe, ngoba ekufihla nje lokhu kyasho ukuthi ksazoqhubeka kube yimfihlo nakumama
UBabombcane wathi kimi ngingalokothi
Ngiganwe ngisahlal'ekhaya ngoba kofik'inkinga bese ngiphume ngingakahlei
Ngish'ukuhlela ukphuma inxiwa Umfowethu akaphume inxiwa khona kzocac'ukuthi ubani olandelomunye
Ungakhuluma namakwakho ngalendzaba namiwakho ngoba nguye lowakubona ungamtjeli bhutiwami ngoba ngeke seningcwabane nslobhutiwakho kepha watsatsa uyingwadla nje yemfati
Strange things do happen in this world phuma kumkamfowenu ngoku engekamithi or else uzozisola ubomi bakho bonke ungamxelela umntakwenu xa sewu ready kodwa uthandazile kuba ukuba uThixo akekho kulongxoxo kungaske kufiwe pray ceassingly
kodwa abantu besifazane bayalingana yoooh
Bhuti gcwala ibruko lakho, vala lembobo ofaka kuyo iphalishi uqhubeke nempilo. Akufanga muntu kodwa mhla wakhuluma konke loko kungaguquka so vala umlomo unake impilo. Umama akanacala ngokuthula ngoba akafuni ukuthi kube ngiyena ochitha umuzi womfowenu and akafuni kube nguyena owenza izingane zakhe zibulalane. Wena thola intombi uyeke ukugijimisa umdidi womfazi womfowenu ungamasimba wesishimane. Ngiyema lapho! Danko!
Don't forget that when you get married umfazi kabhuti uzobaneskhwele akahlali owakho umfazi yeke lento kusesemasinya
Dont tell ur brother like the way ur mother never told him just keep quite
Usenayo ingane lomfazi kowu hai yiyeke mntanam kuba akukho okufihlakele okungasoze kwavela nobanjwa nakoke sekunjalo.Vela obala kumama uyoxolisa akukho azokubuza ubonile nje uzothini kuba kafuni nigwazane nibulalane wena xolisa kumama..Futhi funa owakho umfazi akwaba naye alale nowakho kube nawe uyamthanda imnkakhe ngumbulali uyathakatha kuba ufuna nibulalane ngenxa yakhe.
Keep quiet my brother 😢
Bayizinja boyi 2 katshela ufowabo hanti vele wayenza ekwaz ukut aysze iphele kahle n lanxa engambulala kuryt ngob ucitha umdeni Zinja lezi
Niyizingane zakhe umama ngekeke jabuliswe ukuxabanakwenu wabonanje ukuthi umakoti useyingane usafudunyalelwa igazi wathuliswa ukuthi intokamakoti wakhe idliwe khona eqcekeni akuyena umuntu olukhuni
Aw nkosyami uno nembeza umfowabo umntu ongalungile ilomfazi 😢
Wena uyinto yenhlamvu nje kwaphela uzogcina sekuwena obulala umfowenu ngenxa yomkakhe,awuthi ukuhamba ekhaya uyofuna amatoho uhlaleleni wena ekhaya awunayo yini wena intombi mnxm
Ungaze uykhulume kumfowenu, xolisa kumawakho so tht uzokhululeka. And naye uzokshela ukuthi ungaze uyithi vu.. Kumfowenu
😮😮😮tyoooo imbi kelena into ayenzileyo kwakumele akayiphindanga jonga ngoku mama wakhe seyanzi lento kwaye inyani iyakuvela ekugqibeleni kwa u mamakho akazuphinda amthande lomfazi tuu umtshato uyachitheka ke xaku njalo 😮😮noba uyayifihla kodwa izovela lento xa isesaziwa nangu mamakho ngenxa yomfazi onga kwazi ukuzi phatha ngcono amke kwalapho or aline nje ukuxakaba nomnyeni wakhe ahambe kanjaloke angavumi ukubuyela emzini ngoba insanity iyakuvela
1st time is a mistake,2nd it’s a choice,how can one even allow such worse behavior 😢
Lo mfo akabonisi ukuzisola ngoba ulokho eshilo.ethi.kodwa muhle umfazi kamfowethu.bowuxela intethelelo ngesenzo awulokhu ufaka igama lokuthi kodwa i kodwa Esho ngingaphinda ngibuyele okukamama okufihliwe kuyombulwa iphume ngekezinambitheke👹💔👎
Vele ezinye imfihlo akuzona ezokukhulunywa into okumele ufe nayo ,wena hlukana nomfazi womfowenu,
AKUKHO OKUFIHLIWEYO OKUNGAYUKUVELA MINA NGIDABUKELA UMFOWENU OTHI UNGAMFELA UQAMBA AMANGA UNGAMDLELA KANJANI UMFOWENU UMFAZI UTHI UNGAMFELA EYYY IZINTO ENIZENZAYO EZIYOPHELA KABUHLUNGU MHLA ZIPHELA AWUNAMAHLONI UYAMNCOMA 💔💔💔💔💔 NGAZE NGAMZWELA UMFOWENU MHLAMBE UYAKONDLA WENA UHLALELE UMFAZI WAKHE
Hlala kanjalo ungatshelimunt..bt nawe ungaphinde
Hambosebenta yingako utoze wehlelwe ngunayi ingcinamba, Tjela umnakenu akubukise umsebenti khona le lasebenta ngakhona ,utosuka ekhaya the khone kutsatsa wakho umfati
Thula mfowethu ungakhulumi💔
Aii ifa nayo ndoda lendaba, ongakwenza nje ukuthi ukhulume nomfowenu umtshele ukuthi akukuhle ukth Uma ehamba eyosebenza ashiye umkakhe ekhaya, akahambe naye nje aqhele emehlwen akho
Wahluleka ukulala ngalelo langa kodwa wa kwazi uku lala no mfazi ka mfo... kahle wena 🤣😱😳😲🤧
Thula uze ufe umama uqotho ungumama wangempela angeke ayith vu
Akeniyekeni ukulawulwa imizwa ngoba nogcina nilale nabomama benu,wena bhuti unenkinga enkulu yokuthi awukwazi ukuzibamba
Ayke uma esemncoma njalo kanje 🤔
Vuma idono kumama namsku Nkulunkulu
Lomama.uyisikhohlakali nginesixiniseko naye waye wenza amanyala kuyise.yikho lento kuye kunjengomdlalo vele noma kuphi.nanini.ifebe ziyavikelana ngoba siyazi ukuthi kusasa kuyobe kuyimi nomakhelwa.ngifune intethelelo lo ngoba ethi iyamudla akaphume endlini kodwa kuphuma.kuye kodwa unembeza uyisilonda esingapholi nonke nenyoka ewunyoko nonondidwa womakoti nedlozi nomdali asiyisiwula usizi amashwa ukudlala.ngempilo yomuntu nithi akazi nobathathu isishayo.sobuya 10 times phezu kwenu👹😠🔥🤞
Honale lerata studio mono sa makaota ereng ba theole.volume
Thula uze ufe mfwethu
Thula uthi duuu bafo njengoba ifihlwe umama wakho nje nawe thula duuu
Thula du imfihlo Yeni le
Ungayithi mvu uze ufe ngoba kuzoba yinkinga
Ungamtsheli zithulele or ukhulume lomaa uxolise iphelele lapho
Thula uze ufe boy boy.
Yifa nayo ke bafo thula uze ufe please, awukho umuzi ongena mfihlo
Izinto ezikanjena bezenzeka ngisho kdala futhi yayize iplanwe ngisho abadala uma kubonaka kuthi engathi umnini wendaba uyehluleka kungene umfowabo engazi kuze kuvele izingane futhi kuyathulwa naleyomfihlo abantu baze bangene nayo egodini kakade bekuzokwenzeka vele umangabe ubhuti wakho ehamba isikhathi eside ukuya emsebenzini phela umfazi akasilo itoy okanye itrophy udinga ukusetshenziswa ukuze umuzi ukhule
Awukho umuzi ongena mfihlo
Thula ungayithi vuu ufe nayo ngoba nomama uyofa nayo
Umama wakho akafuni ukulahlekelwa inina vala umlomo uma ithuba livela vaka insimbi emalahleni
Ungalinge thula imfihlo yanu le
yifa nayo
Ungayithi vhu lendaba
Isilingo so mfazi 😢
😢😢
Qina mfana iyenzeka lento ifa nayo ngoba bungachitheka bugayiwe
Name awuveze awakho phela amanyala siwezwe
😅😅😅😅😅😅😂
Ungaphindi ndoda kurhala oko
Thula Bafo ungamtsheli umfowenu.. Nkinga yenu angeke niyeke lento yenu. Bekumele ningaphinde after ngibanjwe umama
😢
Thula uze ufe
😂😂😂😂😂
Umama mdala uthule ngoba esazi uba lento beyingenziwa nguwe beyizokwenziwa ngumuntu wangaphandle kwazise phela igazi liyashisa umfowenu akekho , noma umama engeke asho kodwa kuyena enhlizweni uthi kuhle , kwakenzeka kudala lokhu
Ngoba ubuthakathaka bendoda
Umuntu wesfazane owaqala lento not indoda
Mina ngibona kuncono ukuthi uxolise kumama wakho ngoba wanibamba naye azokwazi ukuyidlulisa lento emqondweni wakhe ngoba uma enibona uyakukhumbula akubona nikwrnza angeke amtshele umgowenu ngoba uyazi ukuthi uma engayikhuluma kungabakhona ophunyelwa umphefumulo so wena qonda kumama wakho ukhulume naye anixolele😢