ABAKHULULI_Umalokazane

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 22. 10. 2023
  • ABAKHULULI yiqembu laseMpangeni(Eskhawini) eMabuyeni isgodi eliholwa uThanduyise Mchunu obizwa ngelikaSkhov'Esimnyama emculweni.Leli qembu lidedele nansi ingoma edlulalisa umyalezo omuhle ngokushadelwa/ukuganwa kwamadodana abazali besaphila yize isimo sezimali singesihle endlini emnyama kodwa uma uyindoda uyazama uqokelele kuze kuhlangane ukuze umama athole uMalokazane wakhe ezomphumuza ekufezeni izimfanelo zekhaya.
    ABAKHULULI bayaqasheka kanti futhi bayiqembu elizimele abaxhasiwe ngakhoke uma uwumuntu onamandla ufisa ukuxhasa izandla zivuliwe kodwa kuyanxuswa ukuba ube ngumuntu othembekile.
    For Bookings contact:0723014519;0724369843 or email:halalisanisize@gmail.com
  • Hudba

Komentáře •