Nhlanhla Mtaka umhlaziyi wePolitiki

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 11. 06. 2024

Komentáře • 48

  • @MashiyaNgcobo-lb2rq
    @MashiyaNgcobo-lb2rq Před 12 dny +24

    UMtaka umhlaziyi osezingeni eliphezulu iskhathi esiningi into ayihlaziyayo inengqondo futhi uyalimela iqiniso 🤞 akathengeki uma uwrong uyakuqonda nje athi uwrong ngiyamhlonipha kakhulu

  • @bongumusandlovu7145
    @bongumusandlovu7145 Před 8 dny +1

    Ukuhlaziya kwakho Mtaka, unako ukuyihlaba esikhonkosini bhuti. Mina singikulandele iminyaka, qhubeka nomsebenzi omuhle okusiqwashisa

  • @LungileRadebe
    @LungileRadebe Před 8 dny +1

    Mfoka mntaka i salute you❤❤❤

  • @thandiconstance1325
    @thandiconstance1325 Před 12 dny +5

    IMKParty ifuna 😮 3:22 kulungiswe Indaba yemphumela yokhetho nokuhluleka kweIEC ukusingatha ukhetho ngeke futhi sidlelane neDA asijahile ukuya ePhalamende akuxoxwe mayelana nokusula eskhundleni kuka Ramaphosa ngoba aysekho iANC sekusele umndondo abantu abalalele uZuma uyazi into ayenzayo akekuyrkwe ukutatazela kuyiwe ephalamende

  • @MashiyaNgcobo-lb2rq
    @MashiyaNgcobo-lb2rq Před 12 dny +1

    Inkinga mfoka Mtaka uHulumeni osiphethe uyisela akanendaba nayoyonke lento okhuluma ngayo mina ngiyayizwa lento okhuluma ngayo futhi inengqondo, ukuhlaziya kwakho ngiyakulandela awukaze uhlaziye into engenangqondo uhleze uhlaziya izinto ezingayisa lelizwe phambili. Siyabonga mfoka Mtaka🙌

  • @notre2024
    @notre2024 Před 4 dny

    Inhlonipho enginayo ngomsebenzi kababa uMtaka inkulu kakhulu!!! Umsebenzi wakhe unginika ithemba lokuthi nathi singabantu bohlanga singakhona ukuzitakula kulenhlupheko nokuswela okusikhungethe njengoba namabhunu azitakula njengalokhu namhlanje esebonakala ngokungathi ahlakaniphe kakhulu kunathi!!
    Into edingekayo sibe nohlelo lokuthi yini nani okufanele esemqoka okufanele siyenze njengesizwe sabohlanga ukuze sizitakule.
    Ngokwami kufanele siphindele odabeni lokusebenza umhlaba, ezemfundo, ngale kokunye.

  • @SibusisiweBiyela
    @SibusisiweBiyela Před 12 dny +5

    Nize ningajiki ma MK ni nakwe mukeli ukuthengisa ngomuntu omnyama washonaphi injury to an injury to all

  • @user-ic8gx9xc8u
    @user-ic8gx9xc8u Před 10 dny +1

    Syakdinga ku khozi fm buya ❤

  • @user-jm1xt9gu4d
    @user-jm1xt9gu4d Před 12 dny +1

    Isizulu simnandi kodwa,usifumbu ubona uqhaqhazela,uqinisile umhlaziyi,kahle,kahle, inkombankombane Lena, omunye ukhomba omunye, omunye uvikela isolakhe, dankie mhlaziyi, abamile entweni eyodwa, bayagxumagxuma.

  • @SIYABATHANDACATERING
    @SIYABATHANDACATERING Před 12 dny +3

    Mmmm uMtaka ngohleze ngimhlonipha ngokuhlaziya ungqo

  • @user-xz8em2zc7j
    @user-xz8em2zc7j Před 12 dny

    Siyabonga iqiniso mfokka Mtaka bengisho ngithi kwayilenyanga ekuthiwa eyabantu abasha kwakweyethu NGO 1976 namhlanje ngina 60 ingakho isizukulwane sethu siphuza utywala singene Kuma drug sikemdansweni loko Thina okwakuwuzithiba nanhlonipho bekungathi singathola urulumeni njalo ke

  • @nomvulangcobo-qe6st
    @nomvulangcobo-qe6st Před 12 dny +3

    Elimsulwa iqiniso siyabonga Mtaka

  • @MthembeniMakhaye
    @MthembeniMakhaye Před 12 dny +2

    Inking indlala ekhungethe abohlanga arugula ukulwa ulambile.

  • @mzwandilefakude8758
    @mzwandilefakude8758 Před 12 dny +1

    INqwele le ngokuhlaziya uyama eqinisweni uMtaka akakhethi bala😊😊😊

  • @user-rp7lp5lc6z
    @user-rp7lp5lc6z Před 12 dny +1

    Yebòuyezwakala mhlonipheki ikingananci thinasifika sivote kepha asibesisathola ithubalokuphawula ngobananomabekhakasa bakhakasangesilungu okusho ukuthi thinasincinasivuma into esingayazi ngiyabonga

  • @sifisoxulu290
    @sifisoxulu290 Před 11 dny +1

    Ngabadi alibuye izwe lethu

  • @hsmtolohsmtolo9781
    @hsmtolohsmtolo9781 Před 12 dny +1

    H kungangcono ukuthi kunomlungu olalelayo inkulumo ezinje ukuze zifike kwabanye abelungu

  • @mphiwacharles3800
    @mphiwacharles3800 Před 6 dny

    mfoka Mtaka ayi uyiqhawe .

  • @user-oj1je2sq8w
    @user-oj1je2sq8w Před 12 dny

    Syabonga Mtaka bambule amehlo syabonga sewukhona nasefonini cos kudala kwakfuze ngize vule i radio kuze ngikuzwe

  • @user-kr6pj5pt5s
    @user-kr6pj5pt5s Před 2 dny

    @sibusisiweBiyela, ngeke sishintshe thina simile kubaba umi eqinisweni iloku amalapho ngeke esabuyela eqinisweni u ANC

  • @victorndlela8208
    @victorndlela8208 Před 12 dny +1

    Soyabonga Mfoka Mtaka ngokusihlaziyela iqiniso kwande

  • @VelemseniMthembu
    @VelemseniMthembu Před 12 dny +3

    Uyishaya eskhokhwadini mtaka

  • @siphamandlakhumalo5074

    Geniun conversation a true honest politics of analysis

  • @mphumzenimphumzeni6876

    Uyambona uMTaka uzimele ngampela...Hhay laba abalokhu bethi bazimele kodwa betshelwa

  • @zandilelaureennhlengetwa9417

    Brilliant analyst!

  • @bonganiemmanuel303
    @bonganiemmanuel303 Před 12 dny +3

    Let me subscribe ❤🎉🎉🎉🎉nhlanhla mntaka the Boss

  • @vikahmfeka
    @vikahmfeka Před 12 dny

    Mtaka Siyabonga kakhulu mfethu

  • @PrincessNgcongo-xz2hi

    Siyabonga ngamaqiniso

  • @user-ce4dm8wy2u
    @user-ce4dm8wy2u Před 12 dny

    Nhlanhla Mntaka ❤❤❤🎉🎉🎉

  • @solanimathenjwa6563
    @solanimathenjwa6563 Před 12 dny

    iqiniso lithi sikulenkinga nje uhulumeni wethu akawanakile amakhono ethi nokuyiwona angalekelela ukuba kuphele ububha kwakhene nomnotho

  • @ZwelihleMbatha-oo6ps
    @ZwelihleMbatha-oo6ps Před 5 dny

    Baksuselani oKhozini,iyona ipolitiki abazwani neqiniso

  • @mazandlovu8174
    @mazandlovu8174 Před 12 dny

    ayi nami ave ngimthanda lomtwana waka mtaka kushukuthi usamsaba unkulunkulu ave engathengeki shame iqiniso akalinabukelisi uma kubomvu kubomvu nje ngeke uzwe lengane ilobe imbadaza iqamba amanga yenza abantu izilima god bless you mtanami including your family keep it up ngeqiniso

  • @user-un1by1gi3e
    @user-un1by1gi3e Před 11 dny

    Sibuswa ngamamenemene.

  • @SibusisiweBiyela
    @SibusisiweBiyela Před 12 dny

    Wake wabona kudayoswa ngisho imisebenzi hlanganani nabantu abahlala ezitezi

  • @siyakhanyile8390
    @siyakhanyile8390 Před 12 dny

    Bonke beze ngendlala

  • @erickumalo2372
    @erickumalo2372 Před 10 dny

    Wayewumhlaziyo ongachemile

  • @user-qf7fh7bs2o
    @user-qf7fh7bs2o Před 12 dny +1

    Umuhlaziwo weqiniso lobaba

  • @ThobaniMyeza-ye1hw
    @ThobaniMyeza-ye1hw Před 12 dny

    Mtaka buya uhlaziye okhozini plz waxoshelwani buya booo

    • @user-fm9eb4xq8m
      @user-fm9eb4xq8m Před 8 dny

      Phela ukhozi seliphethwe iphekulasikhuni elingu Sbo Ngcobo ocabanga ukuthi le siteshi esakubo.

  • @bongiwendlovu2425
    @bongiwendlovu2425 Před 12 dny

    ngiyamthanda akachemi akafani no mngomezulu

    • @user-ni4lx4kt4h
      @user-ni4lx4kt4h Před 12 dny

      Cha Gatsheni ngfakazelana nawe umi eqinisweni, kodwa kule kaPro Bheki Mngomezulu, sengath ukuzwa kwethu kuyehluka, hayi akachemi naye uyangigculisa.

  • @NtombikayiseNtombela
    @NtombikayiseNtombela Před 12 dny

    Amaxoki🤞

  • @michaeldladla7297
    @michaeldladla7297 Před 11 dny

    Who is FUNDING the EFF?? .

  • @skheshetrailersptyltd
    @skheshetrailersptyltd Před 12 dny

    Cha yiqiniso. Yabona le yesbonelelo yiyo esibulalayo

  • @muzomuhlempungose7480
    @muzomuhlempungose7480 Před 12 dny

    Ngajabuuuuula ukuzwa uBaba uMntaka