Manje ungenaphi uTshatha lana??? UKhuzani utalabhe iSangoma lana not abanye. Yena nje akavune ukuth wehlulekule ukuphendula uKhuzani ayy lento ayishoyo. Ukhuzani akavulanga zimfihlo futhi kodwa ubelungisa i Country lena eseyinakele ngenxa yamanga eSangoma. Akayeke ukutetema lona akabuyele khona zyakhala.
😁😁😁😂😂😂😂😂 Mchunu ikuqeda ubuxoki xola Chunu ziyakhala la
Lomlilo ubaswe nguwe Ngizwe, udaka lolu luxovwe nguwe, bazokuninda. Ukulungisa loludaba kulula, Yehla kulentaba okuyo ubuyele ebantwini,
Yasuswa uwena Ngizwe kub'hlung manje and awgcinile namanje usaqhubeka usaqhatha.
Ayakhike kdw le
Uyasangana ungizwe uma yena ethuka abantu kusuke kulungile uyahlanya wathi ungizwe ukhuzani unesdina unina wayehambanaye uma eya ethwayilethe wayengene ngani lapho umawakhe wathi abantu basemnambithi bayalamba sezingangawe manje fusegi
Uyahhema wena, uwena owabasa lomlilo, wothe ke manje
Uyibhari ngizwe amaqiniso ayavela uyiphixiphixi wena nja
Ay wena ngizwe wena ixoki wena mfazi ay suka la suyazi cover
Ngizwe urubbish womuntu. Usezama ukuqhatha uTshatha noKhuzani manje.
Ixhiphixhiphi nje leli.
Ufuna induku nje lo.
Hhay Khuzani buya mfana uxolise, uWrong kakhulu,
Shaya khuba shaya qhawe
Ngizwe umdala wawusho kanjan ukuthi u khuzani uthwele ngo mndeni wakhe wawungaboni yini kuthi uxabanisa umuzi nawe u wrong Aiy uyabheda ngabe akunjena kube nawe wasebenzisa ukuba mdala uhlale phansi nengane umbiza Kanjan umuntu ngenyumba ndoda khula nawe umdala uwena owehlisa isithunzi so mndeni wakho
Uyislima bhuti sorry to say
Uyaphika uNgizwe uthi zange asho ukuthi uKhuba uthwele ngoGogo wakhe 🤔.
Aykhona ayilungiswe manje lendaba ngath ayizuphetha kahle🙌
Akekho webhuti ofuna kugobisa ikhanda isgcino kuzosuka izimpi ngyazisa jesu😐😐😐😐😐impela ngabe iyayekwa lento ay
Mhla ka 19 ku 2002 ngo November 2019 🤣🤣🤣🤣😂
Iyasha induku🤣🤣🤣
😂😂😂😂😂
Ungizwe uwrong naye kodwa ukwenzile okuhle Ku khuzani kodwa thina sibheka loku okubi okuncane okubi
Suka la Wena xoki elikhulu
Laze lafa elika Mthaniya Jesus webakwethu izovinjwa njani lento nkulunkulu wam kuzohujwana ngezibhamu kuthunywe izinkabi kophuma idumbu nje oyedwa ngabe ugobisa ikhanda ayi ayi ayi naze nazehlisa isthunzi yeka ukusthanda kwenu ninezindaba namakhosikazi asesthenjini awafiki la🙊🙊🙊🙊impela kuyoze kuse nithakathana ayi CHA nazihlazaaaaaaaaaaaaaaaaa🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔
Wawuthi kuyobanjani? Angithi nguwe owavulela lomtalabho. Aykhale!!! . Ungaythinti eyakoKhuba iyokweneka izwe likwazi ukuthi uwuhlanya
Shaya khuba bavumile
Bakithi ayikhuzwe lendaba labantu ngibathanda bonke anguthandi baxabane bafana nabafowabo abaseNkandla bonke,mina ngicela ikhuzwe kuphele nalendaba yokutalabhana njengomculo wesilungu akukho ukuxabana kubo sithanda ukuhlala besikhuluma kabi abantu belokhu bethi asinanqondo 👏 please akukhuzwe bakithi
Yini nje enhle ngomtalabho?ungenaphi ugogo nabafazi kulendaba?Ephesians 4:29-32,Colossians 4:6.
Uyadlala Chunu akekho emhlabeni ongasabi ukufa
Ngizwe loKhuzani liyezwana lungisani lenkinga incane kakhulu khiphani uWelile endabeni zenu kuzolunga
Usuyamazi uKhathide
Bafowethu qhubekani ngomdlalompi wenu kodwa hhayi eyamakhosikazi ngoba leyo isingakha ubutha emdlalweni wenu
Abayeke ubufazi uma uyindoda eyakhulela emakhaya indoda uma inenkinga nawe uyayiqonda straight
Wena Macingwana umdala hlalisa uKhuzani phansi nilungise lanagxobana khona okoniwe umlomo kulungiswa ngomlomo
Ai ngizwe unesidona nje Kani umdala awufuni ukukhula Vele uwena ususa udweshu
Yona ithanda ukuba yibi lento manje kodwa nongizwe kade babe mkhuza ukuthi akayeke lento kodwa lutho nawe khuba myeke manje Kwanele
Mina ngingu Mxolisi Simelane e Volksrust lento eyenzekala ayikho ryt mfoka Mancingwane nawe mfwethu khula yiba ubhuti omdala Ku Khuzani Naye abengu bhuti omncane kuwe nihloniphane
Babanga ukuthi ubani okhipha isingisi ngamakhala phakathi kwabo
Kodw lent isengalung madod macingwan nobabil ninephuth ngokufaka imnden lengan cingwan ikhulisw nguw waytshen ukuth xokizan yakhul yazik ukuth kufanel ixokize
Inkinga lomtalabho awunama rules. Awukho umkhawulo. Uthi uKhuba uhlulekile uNgizwe ukuthwala. Lol
Bafowethu uSinqasemfene ngasho ngathi akayoxolisa ku 3sec ngenkomo wadelela ongadelwa kusekuncane lokhu.
Hey wena phixiphixi
Ungizwe usuke encwenga uma esho lezinto zakhe abangalulazi ungizwe kanjena
Wawuthini uma uthi wathwala ngogogo wakhe Abe eshonelwe
Ayivalwe lento yomtalabho
Vele lento kaKhuzani ayikho ryt iyabheda nalaba abamncomayo angaz bazibheka kanjan izinto
Kodwa nawe Ngozwe hhai
Namanje usaqhatha
Umuntu obulala ukuphila uwena
Ngizwe naye usemdala kadedele iyngane ziwdlale lo mdlalo
Swayini ziyakhala
Mncunu!! Pls qhubeka nokwenzayo kwi life yakho uhlukane nomtwana hawu! Awusakhathali ukunywenywezs ngo Khuba muyeke pls.Nguwe futhi owaqala lento mxm😱😱😱👇
Manje ungenaphi uTshatha lana???
UKhuzani utalabhe iSangoma lana not abanye. Yena nje akavune ukuth wehlulekule ukuphendula uKhuzani ayy lento ayishoyo. Ukhuzani akavulanga zimfihlo futhi kodwa ubelungisa i Country lena eseyinakele ngenxa yamanga eSangoma. Akayeke ukutetema lona akabuyele khona zyakhala.
Macingwanr wakhuluma amazwi obudoda hai uvuthiwe ekhanda ngiyafisa ngelinye ilanga u Nkulunkulu angenelele iphele le nto nibambane ngezandla
Pls Nkandla guys peace .
Ayiqhubeke
Warecoda uNtwana kaphindangene lomfana, ehlekisa ngenkosi yakwaButhelezi, very true
Dakiwe wena akazange amrecorde Buthelezi wamlingisela slima ndini
Yekela amanga nawe 🙄
akazange amrecode 😆
Indidane once said Awuzibuze uyayazi indaba umdala ebantwaneni ne I ungizwe uvuna uba relevant inkani mna ndi nge linye ilanga uyovela elubala mawu sebenzisa iziphiwo zabanye abantu ndiyema lala uphumle ndidane wayibona nakumntu eliphixi phixi🚶♂️🚶♂️🤷♂️🤷♂️
ay eish akukhoke mnandi manje ,,, ake kukhulunywe kubanjwane izandla kwedlule iqhubeke impilo sekuyezwela manje madoda
Namanj ngizwe sahlulwa date 22 November 2019
🤣🤣🤣🤣
Sicela ubhuti omdala ungizwe ayeke amanga nokuxabanisa khuzani ubhuti omdala lo yehlisa umoya ayiphele yobe
Khuzani usibulalel umaskandi ndoda thukanani le kude ayi lapha kumaskandi uNgizwe akaculi maskandi
Tshela ukhehlelezi amthakathe
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
🤣🤣🤣🤣
Bakithi ayikhuzwe lendaba labantu ngibathanda bonke anguthandi baxabane bafana nabafowabo abaseNkandla bonke,mina ngicela ikhuzwe kuphele nalendaba yokutalabhana njengomculo wesilungu akukho ukuxabana kubo sithanda ukuhlala besikhuluma kabi abantu belokhu bethi asinanqondo 👏 please akukhuzwe bakithi