Video není dostupné.
Omlouváme se.

Usizi nokuhlupheka uma ufika eJele.

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 2. 07. 2024
  • Usizi nokuhlupheka uma ufika eJele.
    #podcast
    #trending

Komentáře • 71

  • @SucknSuckm
    @SucknSuckm Před měsícem +10

    My favourite speaker ,Jelly Jelly , was forever waiting for him to re-appear again on screen . 🙏🏼Your the best bhuti .Thank you as well Menzisto . Your still number 1 . Bra Jelly Buthelezi 👏👏God bless you guys at Transformation and crew👏👏

  • @Nqobbile9120
    @Nqobbile9120 Před měsícem +4

    Ngithandaza everday ukuthi obhuti bethu bangazitholi beya ejele nkosi yami 😢😢😢😢

  • @dumisaninxumalo7574
    @dumisaninxumalo7574 Před měsícem +9

    Amaphoyisa athi iziboshwa zingshaye zanqaba.Ilapho ngabona khona ukuthi uNkulunkulu ukhona.Zathi uzuboshwa angothi ngfile yinduku uma beke bangbuza.Ngathi mase ngphumile ngaphindela ngazipha imali lezo boshwa.

  • @lindokuhlegugulethumtakaba882
    @lindokuhlegugulethumtakaba882 Před měsícem +11

    Ey waykhuluma into ebhlungu bafo, utholukuth umuntu ushawa aze ashone engalenzanga necala.

  • @skhumbuzomchunu8003
    @skhumbuzomchunu8003 Před měsícem +8

    The best 👌🏾 channel

  • @ntombifuthimthabela5670
    @ntombifuthimthabela5670 Před měsícem +2

    Kwaze kwanzima ejele nkosiyami intwala ize ibe nesidunu pho.NGAZE NGAYISABA INDAWO

  • @RastaAfricanGentleman
    @RastaAfricanGentleman Před 17 dny

    Anigiphindanga ngalwa nabantu engabazi empilweni yami. Kudala ngaboshelwa ukulwa nezinsizwa edolobheni sixabene kwalimala imoto nestolo. Sayiswa eDurban C R Swart Police Station and ngaba nenhlanhla kodwa ukungayi eWestville Prison before ngiyovela enkantolo during the weekend ngizwelwa ngamaphoyisa ekubeni abantu bebengena kowolawola beya eWestville Prison estoksini sakhona ngoba kugcwele eCR. Hayi ngazibonela mina ukuthi ijele ngeke ngilunge kulona. Kwakuliwa njalo, kuhlushwana njalo, kubanjwana inkunzi khona lana ejele. 😅😅😅 sagcina sesisizana nalamadoda engaboshwa nawo sivika iziboshwa ezihluphayo. Zathi zizongibamba eWestville kanti icala ngeke lisigwebele ngaphakathi

  • @Bokangramohapi
    @Bokangramohapi Před měsícem +7

    I'm among the first to comment and like

  • @MelokuhleNxumalo-dv2qu
    @MelokuhleNxumalo-dv2qu Před měsícem +10

    Mandla Jelly Buthelezi🤝.. Dont forget to like comment and subcribe to keep the page growing

  • @thulanisanele7410
    @thulanisanele7410 Před měsícem +3

    I missed this guys stories

  • @briankhanyisan2837
    @briankhanyisan2837 Před měsícem +1

    Ngivedane ngi buze ukuthi Kanti iboshwa asibona yini abantu 😢
    Izinto abazenzayo

  • @vuyanisotuko9501
    @vuyanisotuko9501 Před měsícem +4

    30 years Blankets 😂😂

  • @simangelemtsolo5089
    @simangelemtsolo5089 Před 27 dny

    Yhooo Abuse mara

  • @oupatshabalala6060
    @oupatshabalala6060 Před měsícem

    yoh siyabonga bhuti ukusivula amehlo namhla ngilisaba ukubhubha ijele hold on bhutiza Jehovah akwenze kahle n forgive ur sins

  • @Sadboi_Ghost
    @Sadboi_Ghost Před měsícem +1

    Thx my brother ❤

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 Před měsícem +2

    Hmm ngaze ngalisaba ijele 🤔

  • @BongaSiyethemba
    @BongaSiyethemba Před měsícem

    As for kuze kudabuke ibindi🤣🤣awusixoxele mhla kuphakama wena bhutu

  • @thinathusi1935
    @thinathusi1935 Před měsícem +6

    Hello hello “zibotshwa family” 😂😂

    • @sjavakhamuver7706
      @sjavakhamuver7706 Před měsícem +1

      Ayke angisazike manje"ziboshwa family"😂😂😂😂

    • @kamaveetv
      @kamaveetv Před měsícem +1

      Hhayi bo akekho osuke enenhloso yokuboshwa ungaxubi wonke lana baningi abangakaze baboshwe

    • @thinathusi1935
      @thinathusi1935 Před měsícem +1

      @@sjavakhamuver7706 all platforms have family names, so I have given this one a beautiful name…..nami angisona siboshwa kodwa I love watching the channel

  • @sanelegumede1623
    @sanelegumede1623 Před měsícem +1

    Kwaze kwanzima😢

  • @ZakheleXulu-zu3zy
    @ZakheleXulu-zu3zy Před měsícem +7

    Mina nje bangenza 2010 angikhohlwa😢

  • @nokuthulacumbula1502
    @nokuthulacumbula1502 Před měsícem +2

    Let me wait here🛋️

  • @mafikamkhwanazi-nd9fi
    @mafikamkhwanazi-nd9fi Před měsícem

    Onamadlebe uzwile ongenawo hhayi asazi
    Siyabonga mfoka Shenge ngeqiniso oqwashisa ngalo sengathi bangakunika iplatform ezikoleni ufundise izingane

  • @mthiza-tee
    @mthiza-tee Před měsícem

    Besesikukhumbule Bra Mindlos welcome back🤟

  • @nkululekongco2306
    @nkululekongco2306 Před měsícem

    Thanks my brother for sharing your experience, angibanga ngisathola ukuth wena waboshwa kanjani.

  • @nkosingiphilemsomi4398
    @nkosingiphilemsomi4398 Před měsícem +1

    isikhumba seMbongolo

  • @phumlanimngoma6540
    @phumlanimngoma6540 Před měsícem

    Sebengavele bangbulale into engingayilwa, kwasani eseduze kwami ngingashaya ngayo nd lapho ngisho ngathiwa bayishumi leminyaka bayangmbozela ngingafa noyedwa,ngingabamba amasende lapho angsuki kwona ngisho laba abanye bangenzani nd ngingabe senginikele vele ukuthi ngyafa

  • @bonganibuthelezi8095
    @bonganibuthelezi8095 Před měsícem

    Siyabonga isifundo🙏

  • @miss_b_lushaba4996
    @miss_b_lushaba4996 Před měsícem

    Ey uyawashoka amafinyila yoooh aykabi prepare yourself better. Bhuti

  • @user-mn3my6ue7k
    @user-mn3my6ue7k Před měsícem +1

    Mmm..ngaze ngakhubeka nkosi yami kwaze kwanzima Jehova thina esizele izingane zabafana 💔💔

    • @Nqobbile9120
      @Nqobbile9120 Před měsícem

      Ey ngthandaza njalo ngobhuti bami 😢

  • @preciousnene3446
    @preciousnene3446 Před měsícem

    Thanks Jelly 🙏

  • @busisiweletty9467
    @busisiweletty9467 Před měsícem

    Oooh damn 😊my crush mehlomadala booo❤

  • @zeeelove9259
    @zeeelove9259 Před měsícem

    Ngcono u nkulunkulu undithathe kunoya e jele😢😢😢

  • @YankieNqatyelwa
    @YankieNqatyelwa Před měsícem +1

    Usiz' oluy'smangaliso😢 help me Lord not never get arrested.

  • @ernest9605
    @ernest9605 Před 25 dny

    Nezimbungulu mfethu

  • @lwazixaba931
    @lwazixaba931 Před měsícem

    Ey mawsuycacisa eyenduku😂😂

  • @athipohlwana4689
    @athipohlwana4689 Před měsícem

    Very very pain mr Mandla Buthelezi what your are saying pain

  • @nhlamulomakhubele7016
    @nhlamulomakhubele7016 Před měsícem

    ❤❤❤ Hola Boti this nhlamulo from limpopo

  • @LusindisoBikwe
    @LusindisoBikwe Před měsícem

    Enkosi bhuti mandla ziyafundisa izitory zakho

  • @thembajames-mf3jt
    @thembajames-mf3jt Před měsícem

    Ned this part yezintwala🤣🤣🤣🤣

  • @kamaveetv
    @kamaveetv Před měsícem

    Sibonge ukuxwayisa nokufundisa abantu bakithi nokuthi uphinde wabuya nakho siyakubonga lokho 🤏🤏

  • @user-ji4bv5ds6g
    @user-ji4bv5ds6g Před měsícem

    😢😢😢tjooo eishi kunzima

  • @Thulz.
    @Thulz. Před měsícem

    Indaba yomphetho nentwala 😂😂😂😂😂

  • @JabulaniNxumalo-ee9yn
    @JabulaniNxumalo-ee9yn Před měsícem

    True isitokisi SASE police station udoti. Wobanga intombi nephoyisa Uma ufuna ukwazi isitokisi 😂.

  • @thandomzolo7649
    @thandomzolo7649 Před měsícem

    😇😇😇

  • @ernest9605
    @ernest9605 Před 25 dny

    Uhluphile mfwethu uyoxolisa nini kulabantu owabona uyoxolisa ngan

  • @thinathusi1935
    @thinathusi1935 Před měsícem +3

    What happened bandla? Is the presenter okay?

  • @phumlanitrevorzondi2984
    @phumlanitrevorzondi2984 Před měsícem

    Kazi azikho yin imbungulu?

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede Před měsícem

    😢

  • @simangalisozwane5821
    @simangalisozwane5821 Před měsícem

    Wiping his mouth and making funny noises.bad habits my brother

    • @magentsification
      @magentsification Před měsícem

      What if he has sinus….instead of listening to his story u busy focusing on nonsense

  • @booysenfirmstone5063
    @booysenfirmstone5063 Před měsícem

    Angimfiseli omunyumunt zyabuya stoksini

  • @lebohangmoloi1342
    @lebohangmoloi1342 Před měsícem +1

    This guy has bad manners, I can't watch and eat.