WETHUKILE UKHUZANI KUFIKA INTOMBAZANE ANGAYAZI EKHAYA KUBO ITHI KUNABANTU ABAYILANDELAYO.

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 11. 09. 2024
  • Ithi izocela usizo kuKhuzani

Komentáře • 238

  • @Mmeli_TV
    @Mmeli_TV Před 3 lety +8

    Uphendule kahle Khuba 🤞🤞🤞🙌 ukhaliphile

  • @learnwithsiphilile
    @learnwithsiphilile Před 3 lety +6

    Yes akekho ryt shame ucc, she needs spiritual help ngoba labantu athi bakhuluma ngaye,I'm sure uyena yedwa obazwayo..

  • @khulekanimlungisi3652
    @khulekanimlungisi3652 Před 3 lety +26

    Lento indlela akayichaza ngayo losisi abekho abantu abamlandelayo yinto efakwe kuye le uzogcine eselahlekile elokhu ethi uyabaleka okanye azifake emotweni because izinto azibonayo azikho , akathole umuntu ozomkhipha izizwe

  • @phethilembuyisa8635
    @phethilembuyisa8635 Před 3 lety +5

    Ubhekene zobunzima bhuti uKhuba . Kodwa qina ndoda sizohlala sikweseka💙💙💙

  • @nkosenhlemzwandile9419
    @nkosenhlemzwandile9419 Před 3 lety +13

    Ngiyabonga khuzani mfowethu uyihloniphile intombaxane wayilalela

  • @DawudTVza
    @DawudTVza Před 3 lety +23

    Hhayi no usisi kukhona inkinga eserious abhekene nayo, sengathi angathola ukusizakala. Nginethemba lokuthi uzoluthola uncedo 🙏🏾.

    • @sbudahramsey691
      @sbudahramsey691 Před 3 lety

      Yhoooo kubi lokhu kwehlele lo sisi
      Dawud mfwethu mina angikaze ngayizwa into ekanje

    • @nelisiwenokwanda8295
      @nelisiwenokwanda8295 Před 2 lety

      Ngawozi lento lalo cc aykho nje yena akaye kubantu ababinayo njengo mkhulu ukhehlezi abazomtshela into okuyiyona futhi akazoyizwa lento ayshoyo aykho nje akasheshe azisukumele ngakonakali kakhulu unophazamiseka lo cc abantu abalandela ukhuba bengaka nami ngomunye wabo kungan bengalindele mina ayi cha iyaxaka lento😂😂😂😂

  • @nikithanel7408
    @nikithanel7408 Před 3 lety +5

    This is sad,my father also has this condition.We dnt even turn radio on coz uth kuthethwa ngaye.He went to report a case nasemapoliseni kuthi abantu bam poster kuFacebook engaqokile bt whm we try and look for these pics aztshoyo akukho lutho.
    Tjoo at some moments uth imali ykhe ikhitshwa umuntu eBank bt kwi Statement akukho kwalonto.

  • @philanipatrick8045
    @philanipatrick8045 Před 3 lety +15

    Izinto obhekana nazo angfisisi ukuba seycathulweni zakho mfwethu 💔

  • @thabanilanga4045
    @thabanilanga4045 Před 3 lety +9

    This thing of this lady is very serious. She's sick, she needs help

  • @bafana1014
    @bafana1014 Před 3 lety +7

    Thakathiwe usisi nkosi yam, let's pray for her🙏🙏🙏🙏

  • @extra-learntv7381
    @extra-learntv7381 Před 3 lety +24

    Khuba mfwethu, lomuntu okhuluma naye kungenzeka ukuthi lento yabantu abakhuluma kuye ubezwa aphinde ababone yedwa ngamafuphi yinto eyenzelwe yena. Uthunyelwe ngomuthi wamabutho lento iyenzeka ubone abantu bekubulala kanti basemahlweni akho. Udinga umuntu wesizulu, ngcono ukube khona ozomtshela lezizinto siyazazi. Ukube ufuna ukubulawa bebengeke bemyeke sebembonile.

    • @gathusoshabalala8906
      @gathusoshabalala8906 Před 3 lety

      uqinisile ndoda yaz mmmm

    • @mpume9819
      @mpume9819 Před 3 lety

      True

    • @nokwethembachili9183
      @nokwethembachili9183 Před 2 lety

      Mmmmmm kwaze kwanzima kucc kubhlungu kakhulu ke kanti if kunjalo sengath ningamsiza nina eninolwazi uJehova angenelele. Ngyambongela naku Khuzani uzwakala enobuntu engasebenzisi udumo

  • @thulebonamzobe9959
    @thulebonamzobe9959 Před 3 lety +7

    Uzwakala eqinisile loCC,but kumel uQaphele Khuba Ngoba ziningi izinto osazobhekana nazo ngempilo oyphilayo..Mina sengifisa ukuzwa isphetho salendaba kaCC ukut iyophetha kanjan..

    • @langamzobe5594
      @langamzobe5594 Před 3 lety

      Dadewuthu

    • @bonniembhele6759
      @bonniembhele6759 Před 3 lety

      Mina kukhona umngan ka aunty wami unalenkinga yokubona nokuzwa izinto ezingekho uphuma ngisho ebsuku athi uzwa abantu abathy bafuna ukumbulala or afike ku aunt ngo12:00ebusuku athy uzwe u aunt ekhala uzozwa kuthy uryt yin😪😪😪ibuhlungu lento seke wathy ubefuna dlwengulwa omunye ubhut ongahlali ngisho nalapho ehlala khona athy uzwe nomakhelwane bechela phezu komuz wakhe beth akafeeeh athi emsebenzin bayamhleba bathy uyanuka eqamba aluhlaza😥😥😥plzzz guyz ongamsiza siyamcelela kubi

  • @andilesthembiso5621
    @andilesthembiso5621 Před 3 lety +8

    Kwavele kwaqathaka inyembezi 😭😭😭

  • @mpume9819
    @mpume9819 Před 3 lety +3

    Usisi akathandaze axhumane kakhulu nonkulunkulu umkhuleko unamandla.ayeke ukuhlala kakhulu ko social media coz kugcwelwe imimoya

  • @nomfundodladla9591
    @nomfundodladla9591 Před 3 lety +2

    Eish, this is really sad....hope the girl gets help as fast as possible .

  • @risunamathebula8129
    @risunamathebula8129 Před 3 lety +3

    Sis thola u sis Thembi was se ndlozi Lam mojo love ♥️ maybe you can get help there

  • @jabulanimhlongo5102
    @jabulanimhlongo5102 Před 3 lety +5

    Bekumele usize bhuti ungamlahli untwana abantu bayakuthanda ukube umthathile wamyisa emaphoyiseni ubezothokoza kakhulu ngoba ungumlandeli wakho ngiyabonga ukumupha ithuba kodwa akwanele bhuti bathembele kuwe abalandeli bakho

    • @sandilemalunga7550
      @sandilemalunga7550 Před 3 lety

      Bokungaba kuhle ukuthi umhambise yena emaphoyiseni. Kuzwakala kungenele kyadabukisa ke nokho.

    • @thobekaphumelele5190
      @thobekaphumelele5190 Před 3 lety

      Kthiwa umlungisi uzithela isisila...engat uyasiza uKhuzan bese yehlela yena inkinga njengokut nje Ngb locc enenkinga yokungathi ubona abantu abangekho ngaze ephume emotwen ethi uyababalekela alimale icala lisale noKhuzan or alwe Naye edriver esebona ngat uKhuzan uyilabo bantu...engingakusho ukut ukube ufonele amaphoyisa ezomlanda wona.

    • @nokuthulantuli4767
      @nokuthulantuli4767 Před rokem

      Emhambise kanjn umuntu udinga I psychologist emapoliseni

  • @talentmbatha8272
    @talentmbatha8272 Před 3 lety +8

    Cha losisi animuzwa kahle bafwethu nina, u engathi ufuna uKhuba akhiphe ezakhe naye iybhamu amvikele, ubeze kuye ngoba kuSocial media enabalandeli abaningi. Uma nje esethole iPlatfom yokuchaza la sebebaningi abazobona bayeke ukumlandela bengazi noma ngempela ikhona lento abaytshelwayo noma ayikho

  • @sikhethilesiyanda5773
    @sikhethilesiyanda5773 Před 3 lety +4

    ayy qhawe lami ngeke... this is not for the first time, remember the one who said she is your child.
    Vulamehlo mbhemu uqaphele baningi abantu abengaba consulter lomuntu bhasobha qhawe lami 😏😏😏🤔

  • @PatriciaMalinga-z3q
    @PatriciaMalinga-z3q Před 5 měsíci

    Yini kanti zagulela kuwe izguli Khuzani mntaka Mpungose haibo ibhadi lakho kanti wena uwusonhlala kahle yini kwadlalwa ngawe nje hayi bo nalo ugula ezingeni eliphezulu

  • @abxgalela5275
    @abxgalela5275 Před 3 lety +4

    Kwaze kwabhlungu bafet sthembe usisi uzosizakala zyenzeka izinto ezfana nalezi okngangokut umuntu usengaze abulawe impela ngento engekho ,sbonge khuba ngokumbonisa into okuyiyo vele idinga amaphoyisa nomndeni wakhe le.

  • @user-nl6zk2tj1x
    @user-nl6zk2tj1x Před rokem +1

    I feel sorry for her 😢

  • @musatembe4981
    @musatembe4981 Před 3 lety +4

    In the name of Jesus Christ

  • @ubukaonline9733
    @ubukaonline9733 Před 3 lety +3

    Yakhumbula ingane yase Kranskop eyayifuna yena umfoka kaGawozi cha bafo vula social welfare wakho ungaba lusizo kubantu abamingi.

  • @lihlentuli8562
    @lihlentuli8562 Před 2 lety

    Kodwa ukube wawu ngumuntu okhuliswe ngendlela umuntu umbeka phansi uzwe kahle inkulumo kodwa wena ngoba wakhuliswa kanje uyahlonishwa umuntu noma ngabe Unani akanani hlonipha

  • @menzintshangase3714
    @menzintshangase3714 Před 3 lety +2

    Bhasobhe Khuba ubezekuwe lo

  • @thabangmanake302
    @thabangmanake302 Před 3 lety +2

    Madoda sekungaze kufe umuntu ngenxayezintsolo ezingenabufakazi ubani omubone kuqala ukuthi une sathaninzima please the law must rule on that thank you

    • @khulekanishabangu
      @khulekanishabangu Před rokem

      Kodwa nkosyam liyafa izwe lomkhulu yenziwani lengane yabantu ,,qina khuba umdali uyazi wakulethelani kulomhlaba

  • @nomankanyambawasebukhosini7618

    Yazi la Khuba engasho aqinise umuntu owakuhlolela sakudlala mayethi unabantu abadala yazi i notice ukuthi ufikelwa abantu abaxakekile abadinga usizo kuwe lento yakho ikwenza mangabe unedlozi akukwazi wonke umuntu oxakekile uza kuwe inhlanhla n kumele uyilungise losisi kahle kahle mangibuka ugilwa umuntu oseduze ononya omzondayo kungenzeka umnakwabo unonya inja ngoba mayephuma endlini usuke ebuka that y bembona ukuthi namanje ugqokeni kahle kahle vele umuntu ombonayo ayi ngoba egula lento enje awulayelwa ukuthi iza kakhuba Khuba udaliwe uyazifanela nje nami nomunye onedlozi ufikelwa utom udick no harry unkulunkulu usuke efuna kubona ukuthi ubathanda kanjani lento ayixaki iqondile ilaleleni umuntu ombona ephuma endlini bese esenda kufacebook kunefake account la kufana Khuba njengalo owathi uyingane yakho namanje umfana omncane ufisa umsize khuzani there is something big about you ayi angazi ke manje futhi senhibheke ipage kuface book usisi kuthiwa uyafuneka ulahlekile noma egundile esithombeni kepha nguye angisaqondi inqindi nesibhakela

  • @gxabagxabanomfundo2406
    @gxabagxabanomfundo2406 Před 3 lety +1

    Hayi cha angimuzwa mina losisi manje bamyekela njani sebemtholile cha ngempela kukhona okungahambi kahle kuye usisi

  • @basha5871
    @basha5871 Před 3 lety

    Ikhona into engekho ryt ngalo cc it's either imimoya kadinge ukuhlanjwa okusemandleni noma kungenzeka ukuthi u Khuzani 💰iyalandelwa ngoba eyiii kunzima ezweni
    Syabonga abuti Khuzani ngokungahlukumezi owesifazane olahlekile kodwa wambonisa ngoke Ndlela
    #Bulawayo
    #Zimbabwe

  • @sihlemdladla5447
    @sihlemdladla5447 Před 3 lety +4

    Kungenzeka ukube usisi labantu akababoni physical bakhuluma ezindlebeni kuye

  • @luyandabhengu7205
    @luyandabhengu7205 Před 3 lety +1

    Ayikho into ebuhlungu njengokuzama ukwenza umuntu aqonde into obhekana nayo kodwa angaqondi. Lo sisi unenkinga udinga usizo. Amaphoyisa ngeke amsize ngoba lento uyibona yedwa bazoth uyagula.

    • @bandilesimelane9108
      @bandilesimelane9108 Před 3 lety

      Yes.
      Abantu abaningi abakwazi ukuxhumana nemizwa yomuntu ngeskhathi achaza inkinga. Kuyasiza ukuzinika iskhathi ulalelisise ngoba after all uzobona if anenhloso embi noma adinga usizo ngempela.
      What if uyamxosha kanti vele ubeze ngenhloso embi lokho kusho ukuthi seyobuya ngamanye amaqhinga.

  • @ncamisilencamie1094
    @ncamisilencamie1094 Před 3 lety +1

    Bamthakathile lo cc cela akhuleke isenzo somuntu lesi akalandelwa muntu🙆🙆😭😭😭😭😭

  • @Nonkululeko-zp3oh
    @Nonkululeko-zp3oh Před 6 měsíci

    Mina bengithi akathathwe ucc ayiswe kubo kuyozwakal sonke istory ngye cz udinga usizo njengoba elan akadunge kijajwa njengamanje mybe khuzane unkulunkul umlethel kuth ufuna ukukbona kuthi ungakwazi yin ukuhlangana nezinye izinqinamba njengoba ungumuntu othandwa Abantu

  • @sihlengcobo2988
    @sihlengcobo2988 Před 3 lety +10

    sukuma ndoda, abantu badukela kuwe nje kwenzenjani🤔

  • @phumlanijeffrey9030
    @phumlanijeffrey9030 Před 3 lety +4

    Bamshaya ngezizwe lo Cc akahambe esangomeni ayohlola masezwile ukuthi kwenzakalani esangomeni bese eya enyangeni n inyanga iyozikhipha izizwe n kumele aphuthume ziyingozi izizwe

    • @shaquillezulu
      @shaquillezulu Před 3 lety

      Ngicela ukubuza, yini IZIZWE?

    • @sindibiyela543
      @sindibiyela543 Před 3 lety

      Ngaze ngazwelana nalo cc nkoc yam bt owangakithi 💔💔and angazi Kut zosizakala kanjan yaz

  • @senzojwara1976
    @senzojwara1976 Před rokem

    Akubona abantu angabakhomba ubabone into le efana ne zizwe eyakhiwe umuntu wayakhela yena

  • @nkosinathihadebe8756
    @nkosinathihadebe8756 Před 3 lety +3

    Aw losisi usenkingeni uloyiwe ufunukulashwa

  • @mfokagenqeza5533
    @mfokagenqeza5533 Před 3 lety +1

    Ai kubukeka kukhona kuphaza mseka angaz kanjan

  • @wisdomndlovu8378
    @wisdomndlovu8378 Před rokem +1

    Kkk Khuzane.

  • @zemvelokhanyile5170
    @zemvelokhanyile5170 Před 3 lety +2

    Bafethu lento yalosisi ngiyayikholwa ike yangenza mina ngangivele ngibone imoto eziningi zimile zithi asihambe mangibuza kuthi siyaphi if sengiphenduka akukho muntu la ngike ngahlukumezeka yaze yanqotshwa igama la jesu qha umkhuleko zomsiza losisi ngiyayazi lento nkosi ym 😭😭💔🤞

    • @cabangilembuyisa1929
      @cabangilembuyisa1929 Před 3 lety

      @zemvelo ngiyakuzwa ubhuti ubesehlala ebaleka njengaye ucc wathi mayengixoxela isitory sakhe ngamtshela akathandàze kakhulu engabaleki ,evuka ekuseni noma elala eqinise emthandazweni ekugcineni wasizakàla

    • @duduzileduduzileduma8240
      @duduzileduduzileduma8240 Před 3 lety

      Kwaze kwanzima kulocc engabe kwenzekani

    • @kananaidu5
      @kananaidu5 Před 3 lety

      Eish nosisi wami naye unezinto zakhe azizwa yedwa okubuhlungu njr wazalwa engenjena and laba abeza ngemva kwethu bayamshaya cos usevele asho enkulu inhlamba le ethukanisa lezinto azibona aphinde azizwe yedwa 😭😭

  • @tracetecoperations8212
    @tracetecoperations8212 Před 3 lety +5

    Vitamin B12 deficiency, that is what she needs.

  • @sizohkamagodide1361
    @sizohkamagodide1361 Před 3 lety

    Hmmm!!awusukume umndenj walo cc uloyiwe abaye kuba thandazi

  • @mndenikawudlelani999
    @mndenikawudlelani999 Před 3 lety +5

    Losisi ngyamazi emagroupin kaKhuzani

  • @nobuhleangel251
    @nobuhleangel251 Před 3 lety +1

    Uzifunela udumo lona nokunakwa,noma ziyamshiya

  • @mthembisenimbatha7635
    @mthembisenimbatha7635 Před 3 lety +1

    BIZANI NO MAMA PHELA MADODA NABO KEBEMBUZE, HHAYI NIMBUZE NODWA LO SISI NINGA MADODA.

  • @nkosiegumede4546
    @nkosiegumede4546 Před 3 lety +4

    Impendulo zika sisy azishayi khona... Umbuzo uthi ubani okukhombise la ekhaya answer ayikho right ku lowo mbuzo koda ke sothini ngoba babuka efonini.

    • @tholakelepretty3508
      @tholakelepretty3508 Před 3 lety

      Aiy yena ngyasola nje nakho ukungalungi yebo nokuthunywa akabheke umfokaMpungose iyathusa ngempela lento kukuth y enga yanga emaphoyiseni vele noma ebikele umndeni wakhe eish asaz but nalasathanezimu akawushoyo thina asiwazi esikwaziyo ukuth izwe lingcolile qaphela Mfoka khuba

    • @ngedusecurity6956
      @ngedusecurity6956 Před 3 lety +1

      Bafowethu ISIS uyagula ngampela ningayithathi kancane lento, umndeni awumsize umelaphe, mina nginaye umuntu ogula njengaye, okwamanje usis kusamphethe kancane usengasizakala,make kwadlonga sekobanzima kakhulu,umuntu osemndenini wami sekunzima ukumlapha ngoba sekuphezulu kakhulu, uma ninombuzo ningashayela ningibuze ngalento,0636845823

  • @nqobilemicleford9504
    @nqobilemicleford9504 Před 3 lety +2

    Lendaba yalosisi ayiphelele, noma yena unenkinga ethile

  • @msizenipatrick2546
    @msizenipatrick2546 Před 2 lety

    Lekelela thixo losisi khona into abamfake yona nalabantu akaty bayakhuluma bakhuluma kuye kphela.engaty engancedakala

  • @lamecknicodemusmawelankomo2724

    Isintu lo buntu akusekho ebantwini. Yaze yabuhlungu impilo yakho Dadewethu.

  • @nandiphantwana6009
    @nandiphantwana6009 Před 3 lety

    This is sad because its not normal amapolisa ngekhe amsize lento ifuna unyangwa isintu. My husband once have this thing its frastrating

  • @lungisanilindokuhle4347

    Siza lomntwana Kingi Khuba lemtombi ibhekene nobunzima obukhulu impela ngibonga ubudoda nje kuwena bhut idlozi lalengane lihle kakhulu

  • @pauli_phonic
    @pauli_phonic Před 3 lety +1

    Yoh! I'm lost with her story 😒😣😥

  • @elvismoxy2454
    @elvismoxy2454 Před 3 lety

    Eish Qhawe sesingasho nje izitha zakho okokucina kuzothiwa udlengulile kunamantombazani afika kokuphela 💔💔💔

  • @zanelepetuniamdhladhla7865

    Ayi imihlola lena uyagula locc Khuba muxolele mfuwethu

  • @sibongilemkhwanazi1099

    Yhooo haaai isono weee🤔ayikho lento shame mhmmm

  • @phililemhlanga5991
    @phililemhlanga5991 Před 3 lety

    Omg this condition!!!! My brother has it but sometimes when prayer sessions are held for him he becomes a bit better, its very dangerous, he goes around scared saying people are talking about him nd they want to kill him because he has a snake😔

  • @MaNxamalala247
    @MaNxamalala247 Před 2 lety

    Locc uphazamisekile bakithi yaz uyachaza yena kodwa cha angizwa kahle nam

  • @beautyd4462
    @beautyd4462 Před 3 lety

    Msizeni Bantu enibonile uma ningakwazi bamdungile inqgondo uyathwetshulwa lo cc ubona izilwane lezi ezikhulumayo angaze aduke okanye ahlanye wona umqondo usasebenza futhi ungase azikhunge u cc onenkinga akathunyelwe ukuloya ukhona🙏

  • @thembalethuayanda6641
    @thembalethuayanda6641 Před 3 lety +1

    Losisi uthwebuliwe lamazwi athi uyawezwa asemadlebeni asemqondweni i think ufakwe Uduka nezwe or wajoyiniswa usathane zimu

  • @that_kid_canon3904
    @that_kid_canon3904 Před 3 lety

    Khuzani mfwethu siyakhumbula laphemanzimnyama noma phela ngangingazi ukuthi uwukhuzani noma iceleb, Mina ngihlala lapha ethalaneni embiswe

  • @nokuthulantuli4767
    @nokuthulantuli4767 Před rokem

    Ay mfoka Khuba ucc unokuphazamiseka emqondweni cz labantu ubezwa yedwa

  • @sthembisombuyisa7022
    @sthembisombuyisa7022 Před rokem

    Mina mangimuzwa uSisi ufisa ukuthi uKhuzani amane ekhuze njongomuntu odumile futhi othandwa ngabantu abaningi kanti futhi uSisi ungumlandeli omkhulu othanda indlamlenze

  • @muziwisemangumede45
    @muziwisemangumede45 Před 2 lety

    Zonke inhlanya zihlanyela la

  • @khethiwebulawayo4214
    @khethiwebulawayo4214 Před 3 lety +2

    No, usisi weKhuzani abekho abantu ababonwa usisi physically kodwa khona lento eyenzekayo engqondweni yakhe kungenzeka lento isiqala isamngena udinga usizo ngempela ngokushesha umrefere kahle wamrefera la azophepha khona

  • @siyabongasiya9099
    @siyabongasiya9099 Před 3 lety +2

    Haw Khuzani waze wangiphoxa...shuthi bewungeke ungene kwi page lakho ukhuze abalandeli bakho ku Facebook

  • @njabulondlovu-db9gq
    @njabulondlovu-db9gq Před 7 měsíci

    Hayi ayifuni wena khuzani Lena ifuna abomthetho

  • @vuyohlanjwa4703
    @vuyohlanjwa4703 Před 3 lety

    Ngibonge Khuzane indlela okhulume ngayo no sisi ikhombise ubudoda uyakwazi ukweluleka umuntu

  • @gugumpanza3665
    @gugumpanza3665 Před 2 lety

    Hhayi iyangididake lento yalosisi. Akayanga ngani emaphoyiseni?🤷‍♀️🤷‍♀️hhebantu hhayi losisi uyangidida, ubeyaphi ngempela eMandaba?

  • @maxwellmasondo7306
    @maxwellmasondo7306 Před rokem

    Nkosi kwanzima

  • @Mmeli_TV
    @Mmeli_TV Před 3 lety +1

    Ubonwaa kanjn ku Facebook ngicabanga akawazi nalowo Facebook 🤞

  • @khulekanikhulekani1445

    Ungalingabazi ithonga sisi mina ngibuka uhambo lwakho lithinta abaphansi nabaphezulu

  • @SmangalisoNhlengethwa
    @SmangalisoNhlengethwa Před 2 měsíci

    Ubevele elifuna phandle nje usizo cc

  • @sakhilemkhize9654
    @sakhilemkhize9654 Před 3 lety +1

    Ngimncane impela kodwa Khuba ndoda yamadoda bekumele kutholakale lakuvulwe khon igroup ngaye mase kuyalandelelw udaba lwakhe lugcin seluba semaphoyisen makukuth akukho page kumele eye kubelaphi bendabuko ngoba nosis esho ethi u anti wakhe akamazi ukephi nefoni ivaliwe

  • @mandlasibiya3328
    @mandlasibiya3328 Před 2 lety

    Losisi unenkinga sengathi uzophanjanelwa ikhanda ayihlangani lento ayikhulumayoh ikhomba kuthi unenkinga

  • @phumlaphinomzamo2760
    @phumlaphinomzamo2760 Před 3 lety

    Aii lo cc angimtholi kahle

  • @hitmusic7147
    @hitmusic7147 Před 3 lety +1

    Asimazi losisi inkinga nje lena efakwe kuyena ezomenza abaleke uloyiwe kwaze kwabuhlungu

  • @luckyalwande4638
    @luckyalwande4638 Před 3 lety +1

    🤔🤔🤔🤔khuba inkinga le awzame ukusukuma ndoda

  • @sbonelohlengwa6144
    @sbonelohlengwa6144 Před 3 lety +3

    Khuba hambisa ingane kumuntu ongaysiza awkwaz ukuth ayiziyele yona e polistation

  • @nkuliesogiba2317
    @nkuliesogiba2317 Před 3 lety

    Hayibo Khuzani ngane yam kukhona okungahambi kahle lha

  • @ezekielndaba9134
    @ezekielndaba9134 Před rokem

    Khuzani is a father of the nation

  • @kwandakwanda9016
    @kwandakwanda9016 Před 3 lety

    usisi wa joina isonto lasathanizim ngephuta manje usefuna ukuphuma ulandelwa imimoya akukho abantu abamlandelayo

  • @joycegwen2977
    @joycegwen2977 Před 3 lety

    Noo kulenkinga kucc

  • @user-ti3zx5fm2d
    @user-ti3zx5fm2d Před rokem

    Khuba bekumele umphelezele usisi umuse polistation

  • @nkululekomdlalose6649
    @nkululekomdlalose6649 Před 3 lety

    Ngyafisa ukukubona khuba ngiyawulandela kakhulu umnculo wakho ngize ngaze nehasho zakho zonke kondwa lezi zamampunge

  • @senzenimanqele-bm6li
    @senzenimanqele-bm6li Před rokem

    Ay ucc uloyiwe ayikholento

  • @andriahmoyo4052
    @andriahmoyo4052 Před 2 lety

    Kuzolunga mkhaya

  • @zodwasonjica7265
    @zodwasonjica7265 Před rokem

    Uthakathiwe shame msizeni

  • @nontuthukongema5387
    @nontuthukongema5387 Před rokem

    Mkhaya anisamuphi istulo bandla

  • @francisntuli6349
    @francisntuli6349 Před 3 lety

    Listening.......

  • @mxolisibiyela4886
    @mxolisibiyela4886 Před 3 lety

    Khuzani hlala emthandazweni lendaba iyathusa kubo bonke abantu emhlabeni why ebone wena ngayingcono ukube owasemandaba losisi ngabe angixwayi

  • @Butiza1611
    @Butiza1611 Před rokem

    Ubuhlunguke lento ukuthi umuntu ambele omunye ithuna ephila ukuganga nje ayikho ryt lento siyabonga mfoka Mpungose ukuthi umamukele losisi mayedinga usizo kuwe bafo

  • @felenkanini1757
    @felenkanini1757 Před 3 lety

    Muhle kakhu umsebenzi wakho mfokampongose Cha Mina ngufelenkanini umfokampanza ngithi qhubeka uyephambili

  • @bhekisbayya420
    @bhekisbayya420 Před rokem

    Mhlalise phansi Khuba

  • @hlengiwentuli7955
    @hlengiwentuli7955 Před 3 lety +2

    😭😱😱she is my aunt Bukani xulu....don't know where she is 😭😭her phone is off

    • @sifisosodumo3464
      @sifisosodumo3464 Před 3 lety

      Are you serious or joking?

    • @hlengiwentuli7955
      @hlengiwentuli7955 Před 3 lety

      I'm serious she the last born .....youngest sibling at my mom family serious

    • @nomaguguzwide6032
      @nomaguguzwide6032 Před 3 lety +1

      @@hlengiwentuli7955 hi cc can I speak to u privately we need to help ur sister

    • @lovejoynosipho2532
      @lovejoynosipho2532 Před 3 lety

      😭😭😭😭😭kazi kwenzekeni kuye

    • @kananaidu5
      @kananaidu5 Před 3 lety

      Zabuhlungu ke lezo kazi kwenzenjani kuyena nkosi yami 😭😭

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 Před měsícem

    Aybo kanti isifo sini lesi nomlumekazi waze washona ilento wayezwa amavoice angabonakali ...waze washona nalenkinga .aybo iyangithusa lento kanti yini lena ubuthakathi noma yini?

  • @mbusofuzula3809
    @mbusofuzula3809 Před 3 lety +3

    Lokufa kufikile kuyizizwe kumele alashwe ngokwesizulu

  • @tamaranodada2211
    @tamaranodada2211 Před 3 lety

    Yho this is scary🙈😳

  • @hlengiwentuli7955
    @hlengiwentuli7955 Před 3 lety +5

    This is sad 😥😢😰😭

  • @sotobeentertainment5188

    Ya Nami mgiyayizwa lento Inzima bakithi no mfowethu lona othi kuyenzeka abantu abezzwe eyedwa kungaba yikho futhi ngoba nase taxin ebuya eethekwin ubebezwa Kodwa mayethi uyabukabemuva engababoni