"MK Party ayikhandelwanga ukusiza abantu yakhandwa nge Anger Kugcwele amasela"

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 9. 09. 2024
  • #malusitv

Komentáře • 118

  • @DiyaThulani
    @DiyaThulani Před měsícem +9

    Kuyahlupha ukungalaleli akukho MK ekhandelwe phezu kwentukuthelo usangene wena

    • @bongmusa37
      @bongmusa37 Před měsícem

      Uqamba amanga lothi iMK yakhelwa phezu kwe ntukuthelo ukube ulalela izindaba ayeke ukufaka imizwa yakhe ngabe uyazi i Mk ikhuluma ngomhlaba unama private investigator uma umuntu esethengiwe uyamxosha kanjalo naku ANC uyenze lento eyazi ukuthi uzoxoshwa usiqambela amanga

  • @nomaswazishabalala508
    @nomaswazishabalala508 Před 25 dny +2

    😂😂😂😂MKHONTO Wesizwe ayikhandwanga out of anger kodwa ukuzovula abantu amehlo ukuthi ANC kaRamaphosa akusesisiyo iANC I am so happy to be a member of Umkhonto Wesizwe Yenjabulo not of Anger jikijela Mkhonto jikijela🎉🎉🎉🎉🎉🎉

  • @user-cv8hr4yq3x
    @user-cv8hr4yq3x Před měsícem +6

    UYABHEDA WENA UFANA NOMUNTU OTHULE

  • @user-cb8fd1hy9r
    @user-cb8fd1hy9r Před měsícem +4

    Hay mawuyisduphunga uzwakala ngokuphawula kulsisimo uMandela asfaka kuyo,woza Mkhonto for aboMzansi, ingaxheka nje ,kodwa singuMkonto sizoli buyisa izwe laboMzansi ngo Mkhonto Wesizwe

  • @syabongsmfeka6720
    @syabongsmfeka6720 Před měsícem +4

    umsangano wodwa nje le show, engabe umhlaziyi engabe yini lo okhulumayo uyaziphuphela nje omsangano wodwa.

  • @thabotayoyo4253
    @thabotayoyo4253 Před měsícem +4

    Wena uphila nje empilweni ykho ulandelana ne MK ngoba awuyiyo phuma kwi MK yethu siyeke wena landela IFP yakho abathengisi osathane

    • @user-bp5yt7nz1p
      @user-bp5yt7nz1p Před měsícem +1

      Ngempela, loHlabisa wakhe uyabatshela ukuthi wajoyina I GNU e Poland last year b4 elections.

  • @NicholasNgubane
    @NicholasNgubane Před měsícem +2

    Siyazi ngoMongameli uJ G ZUMA, ayikho lento enilokhu niyikhuluma nge MK ne ANC.

  • @user-ls9cu3lw8d
    @user-ls9cu3lw8d Před měsícem +8

    Amazulu noma ungabheda kanjani mawungumzulu bazokuvuna.

  • @ThulaniMthan
    @ThulaniMthan Před měsícem +4

    Wena usuthi imali yese stellebosh wena mshikashi

  • @princesangoni2551
    @princesangoni2551 Před měsícem +2

    Hhawu, yafa MK sibhekile sibuka

    • @NicholasNgubane
      @NicholasNgubane Před měsícem +1

      @@princesangoni2551 Buka kahle ngaphambi kokuthi ukhulume, ibulawa yini iMK? ngoba kugudluzwa laba abeza behlose ukuzokhwabanisa la kuma MK AMAHLE.

  • @ClarkNdlovu
    @ClarkNdlovu Před měsícem +2

    Uma ungayithandi i MK hamba kwa Gogo asincengi muntu la

    • @FikileLangelihle
      @FikileLangelihle Před 11 dny

      Akuncengwe muntu la umkhonto inhlangano yabantu abamnyama hamba Kuye phela ujulius wakho

  • @MduduziMduh
    @MduduziMduh Před měsícem +1

    Mk party is a confused organisation if it was soccer team it would be Moroka Swallows or Chippa United wake wayibona phi inhlangano engena president wake wayibona phi I team without Captain

  • @cyprianmzimela9948
    @cyprianmzimela9948 Před měsícem +1

    Ayi Mshikashika ongazwanga okusho ukuthi angeke aphinde ezwe

  • @pinkyndlovu2808
    @pinkyndlovu2808 Před 25 dny

    well spoken baba

  • @PhumzileMtshali-dp8dw
    @PhumzileMtshali-dp8dw Před měsícem +1

    Yeka ukukuluma into ongayazi hlukana noZuma mubi umona baholele pela

  • @Nawal_SA
    @Nawal_SA Před měsícem

    Look! These KZN guys are smart but i think babhidwa yile culture yo support/na noba umntu wenza into engekhoyo....
    Ingase babe ne intervention... guys nihlakaniphile... how you narrate is nice

  • @thembagumede7124
    @thembagumede7124 Před měsícem +1

    Even ngisho i-ANC yakhandelwa phezu kwe-anger yokulwisana nobandlululo ngakho-ke alikho nelilodwa iqembu elingakhelwanga phezu kwe-anger

  • @user-ix4mq9fe6j
    @user-ix4mq9fe6j Před měsícem +1

    U Ramaphosa wayengena kusetyenziswa ku Zuma kokukungcola kwakhe ngena GNU government to save the country from the Guptas

  • @user-ht1rm1sp7e
    @user-ht1rm1sp7e Před měsícem +1

    Who compiled the wrong list?

  • @NtuthukoMajola-re5fl
    @NtuthukoMajola-re5fl Před měsícem +3

    Hayi madoda niyathanda ukhleba ķdw inkinga aniveli kuvela clean government insizwa bonke laba abanye omamanje nilandela umyeza

  • @sibongilemabaso2250
    @sibongilemabaso2250 Před měsícem +6

    MK umlilo wamaphepha Zuma udlalile ngabantu kogcina kusele yena his family

    • @mallimapengu5412
      @mallimapengu5412 Před měsícem +2

      Uzikhulumela wena wedwa,ungasifaki lapho.siyayazi into eyenziwa uZuma yilena ongayifuni wena.viva🖤💚

    • @Dazzle-pf7yl
      @Dazzle-pf7yl Před měsícem +1

      Sizobona

    • @XolaniZwane-gi9ny
      @XolaniZwane-gi9ny Před měsícem +2

      Kahle wena nale nkatha yakho golo

    • @NicholasNgubane
      @NicholasNgubane Před měsícem +1

      @@sibongilemabaso2250 Uthanda kakhulu ukukhuluma ungacabanganga, wachaza kahle uMengameli ukuthi uma beza nomqondo wakwagogo ku MKP amajazi azogcwalumoya

    • @user-lu2xt8cn2f
      @user-lu2xt8cn2f Před měsícem

      😂😂😂😂😂😂 igebengu

  • @zumkwana101
    @zumkwana101 Před 28 dny

    Ramaphosa or no Ramaphosa, the MKP will continue.

  • @user-kh7qq6xx6l
    @user-kh7qq6xx6l Před 27 dny

    Kayikho leyonto iMK yakhelwa ukusiza abantu ayi iANC njengoba ningafuni ukusi insourcer iyamzonda umuntu pmnyama

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db Před 27 dny

    Akukho qhawe la i ANC kuphelile ngayo intshontshe amavoti njengoba isekhona nje e Union Building abantu abasayifuni i ANC i MK abantu bayivotele ngobuningi babo

  • @user-ix4mq9fe6j
    @user-ix4mq9fe6j Před měsícem +1

    U Zuma uxosha abantu abayi 20 epalamente ngoku uyolanda wonke lamasela wakhe bonke o no name bayaphuma kungena amasela

  • @ThulaniNtanzi-d1e
    @ThulaniNtanzi-d1e Před měsícem +2

    Naze nakhohlisana

  • @lukenene5917
    @lukenene5917 Před měsícem +2

    I Anger ilelikhanda lakho elikhulu kodwa ingqondo yakho incane

  • @sthembisoprofessor62
    @sthembisoprofessor62 Před měsícem +1

    Uyaphupha kazi nisifunani siyi MK

  • @zumkwana101
    @zumkwana101 Před 28 dny

    We are not thugs in the MKP, please baba get your facts correct.

  • @PhumzileMtshali-dp8dw
    @PhumzileMtshali-dp8dw Před měsícem

    Most of these parties bapuma ku Anc bethukutele bakha amaqembu abo amasha so nothing new ngoZuma viva Mk

  • @mbathasjula6997
    @mbathasjula6997 Před měsícem +1

    Wathi uzuma iyophela i ANC kube i MK ngoba abantu i ANC abasayifuni lelingama elithi ANC injalo letho ningadideki mabhuka

    • @bongekahabe9656
      @bongekahabe9656 Před měsícem

      Unamanga loZuma if wayengavulanga MK abantu ngebabevotele ANC haibooo

  • @NkululekoJunior-iy5uu
    @NkululekoJunior-iy5uu Před měsícem +1

    USANGENE WENA SIPHETHWE I DA NOT ANC UYASANGANA WENA MYEZA

  • @NawAwz
    @NawAwz Před 27 dny

    Uyahlupha ngoba ma uhluleka uthi abantu abafune iGNU u 15%+40% ithini impendulo akubona abantu ababezovotela iANC kodwa bakhetha iMK akusilo ulaka isazoba ngelikhulu iqembu

  • @bonganithembinkosi1421

    Yazi wena uyazibhedela nje

  • @lungelomnguni2870
    @lungelomnguni2870 Před 29 dny

    Uzuma uyena yedwa mongameli owalwela abantu abamnyama futh owathuthukisa izwe ukube kusekhona ngabe sikude kakhulu.... Nina qhubekan lapho nokuhlaziya udoti ngiqambe amanga

  • @user-eh4yb6ii5u
    @user-eh4yb6ii5u Před 29 dny

    Inephethe kabi indaba ye MK

  • @njabuloemmanuelmahlangu7188

    You can hate the MK but with time it will be force to be recon with

  • @BuyaniShezi-ek6ly
    @BuyaniShezi-ek6ly Před měsícem

    Eiy abantu iyabaqwashisa i-Mk, uma ithumula wonke umuntu e-SA catches the flue 😂😂😂, ngalo mzuzu ayikakabi ngisho nonyaka, le ka-ramaphosa wumbhedo ngoba yimpimpi yamabhunu yakdala

  • @thembelakingslow5569
    @thembelakingslow5569 Před měsícem

    No Political party was formed for fun

  • @user-lu7gq6zg4n
    @user-lu7gq6zg4n Před měsícem

    Ubhedela amaZulu lo futhi awhlukane noZuma.nawe former elakho iqemvu usyeke ngombhedo

  • @MthuthuzeliQina-hw1ey
    @MthuthuzeliQina-hw1ey Před měsícem

    YayayayA

  • @user-lu2xt8cn2f
    @user-lu2xt8cn2f Před měsícem

    Exactly my point hleze ngisho ngamaZulu bahlez becabanga kuthi ezinye inhlanga izilwane

    • @Nawal_SA
      @Nawal_SA Před měsícem

      Yet they are most dam and useless

  • @SiyabonganjabuloZulu
    @SiyabonganjabuloZulu Před 28 dny

    Syakwaz wena nkatha ndini

  • @MthuthuzeliQina-hw1ey
    @MthuthuzeliQina-hw1ey Před měsícem

    YayayayauayayayYa
    Asinandanba

  • @LethiweCele
    @LethiweCele Před měsícem +1

    Uzuma waychaza lento yokuty ikhala ezesikhashana and i know uzofaka abantu abayosebenza ephalamende abantu abangeyona i mk abayeke iscefe thina siyayazi i end goal ye mk

  • @DiyaThulani
    @DiyaThulani Před měsícem +1

    Mshikashika ubheda la

  • @user-fw3ts4pj5t
    @user-fw3ts4pj5t Před 29 dny

    Gwazwa mkhonto

  • @NomondeSeko
    @NomondeSeko Před měsícem

    People don't like the anc ideology sifuna mhlaba wethu

  • @MthuthuzeliQina-hw1ey
    @MthuthuzeliQina-hw1ey Před měsícem

    Uayayayaya

  • @siphamandlabrian6476
    @siphamandlabrian6476 Před měsícem

    Iqeqebani MK ayi uyasangana Wena.

  • @user-ls9cu3lw8d
    @user-ls9cu3lw8d Před měsícem +1

    Umalema ukahle kakhulu yekani lento eniyenzako.

  • @SibusisoSibiya-zx1xc
    @SibusisoSibiya-zx1xc Před 28 dny

    Uyahlanya lo

  • @sikhumbuzongcobo4242
    @sikhumbuzongcobo4242 Před měsícem +1

    😂😂😂😂😂😂😂😂 inganekwane lomuntu

  • @philasandesiyabonganyawo4759

    Cha mus ukusifaka kulento yakho thin syamthanda uZuma fth ekhay kusapheth uzum bekunomunt osebenzay mnj luth . Okunye siye ku mk ngb sizithandela so nin musan ukugxek ukuty sikuphi

  • @musanxumalo-lh7rj
    @musanxumalo-lh7rj Před 28 dny

    Eyaphi le analyst? Iyaphupha nje

  • @lunganishangase3254
    @lunganishangase3254 Před měsícem

    Nawe umbono wakho lowo,, amasela avelaphi? Aqhume etsheni lawomasela or avela ezulwini? Sibona i anger ne jealous kuwe

  • @SiyabongaShange-lf4nm
    @SiyabongaShange-lf4nm Před 29 dny

    Unamanga

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db Před 27 dny

    Ayikho lento eshiwo ilomuntu i MK ididiyela zonke izinhlanga lo uzolwa ne MK

  • @musamkhize9328
    @musamkhize9328 Před měsícem +1

    Bakhuluma amanga

  • @mazandlovu8174
    @mazandlovu8174 Před 27 dny

    uyena losdomu onentukuthelo yokubona iqembu lidlondlobala ngoba libazj abantu abalivotelayo wena sdomu hambocisha lomlilo wabantu bakathixo okudlalwa ngabo ngoba sdomu usebuthongwenj hambocima umlilo wezikipa ezinobuso bukayihlo uyeke ukiphupha emini vuzosimilisa izimpondo

  • @nkosingiphiledlamini5278
    @nkosingiphiledlamini5278 Před měsícem

    The first guy is totally wrong and misleading...he should justify his hatred for Julius Malema/EFF using something else not Zulus....The Zulus i know love Africans and are well aware that Zulus are not only limited in KZN/SA they also found in other African countries....so Zulus please ungadlali ngathi asikho Xenophobic thina...lastly we are the only nation that never allowed project of colonialism to engulf us 100%

  • @MthuthuzeliQina-hw1ey
    @MthuthuzeliQina-hw1ey Před měsícem

    Mnaimk

  • @mbekezelisawoni6747
    @mbekezelisawoni6747 Před měsícem

    Uyanya kodwa uMshokashika. Nalo ozibiza ngendlovu uyabheda ngoba iList yasePhalamende yenziwa kuphuthunywa and baziswa ukuthi itemporary.

  • @dumisanetwala5661
    @dumisanetwala5661 Před měsícem

    Waze wayikhuluma i nonsense wena yaz uyithathaphi lento ekhuluma wendoda ngoba iyabheda nona ngumntana we GNU

  • @MthuthuzeliQina-hw1ey
    @MthuthuzeliQina-hw1ey Před měsícem

    Awuyaziimk

  • @user-ix4mq9fe6j
    @user-ix4mq9fe6j Před měsícem

    I Mk ikhandelwe ukuyokhusela u Zuma emacaleni obusela bakhe ne Guptas zakhe u Hellen Zille abelungu abamhlophe bakubo abamthandi bathi uphindisela izwe emva naba o Mdumiseni Ntuli basibonise i leadership e strong le ka Zuma ne Mk ngubhedo nisezakuyibona

    • @nxumaloz3300
      @nxumaloz3300 Před měsícem

      Mxm anihhemi nje cha😊 iRight yabantu ukuvota.

  • @user-cl4le2mm5w
    @user-cl4le2mm5w Před měsícem +1

    Manje bonke labantu abangaka abavotela I MK babediniwe

  • @mandlazikhali6420
    @mandlazikhali6420 Před měsícem +5

    UZuma ubulawa inzondo akafuni ukuphathwa ufuna ukuphatha aze ayofa ...uzonda u-Ramaphosa asifune nzondo thina intuthuko kuphela

    • @user-bp5yt7nz1p
      @user-bp5yt7nz1p Před měsícem +1

      It's the other way round, U Ramaposa ozonda uZuma. Kuyacaca ukuthi nawe bayakuholela ukuze ukhulume kanje.Ukuhluphe ngami uZuma? Ukube u happy la kukhona engabe unaka izindaba zaka Gogo.

  • @nkosingiphiledlamini5278
    @nkosingiphiledlamini5278 Před měsícem

    The first is totally wrong and misleading...he should justify his hatred for Julius Malema/EFF using something else not Zulus....The Zulus i know love Africans and are well aware that Zulus are not only limited in KZN/SA they also found in other African countries....so Zulus please ungadlali ngathi asikho Xenophobic thina...lastly we are the only nation that never allowed project of colonialism to engulf us 100%

  • @thulynkabinde1563
    @thulynkabinde1563 Před měsícem

    Mina ngiyavu mina ngiyilo ilunga leMK kodwa futhi ngingebengwe yilo futhi ilunga leMk ngizothumela isithombe bese ubheke uma ngibuza ungiphendula ngendlela yakhe

  • @timgabemgabe6145
    @timgabemgabe6145 Před měsícem

    Ay uyabhibhidla nje wena

  • @NkululekoJunior-iy5uu
    @NkululekoJunior-iy5uu Před měsícem

    OBUYELA KANJANI U ZUMA EXOSHIWE WENA USANGENE NJEEEEE AKUNA GNU I DA NE ANC UYIKHOTHA SENDE LIKA MYEZA

  • @thembilejohnnoorman8028
    @thembilejohnnoorman8028 Před měsícem

    Baxoxhwa lababantu aba compile lamalist

  • @MthuthuzeliQina-hw1ey
    @MthuthuzeliQina-hw1ey Před měsícem

    Nyinhanisinhamazilu

  • @nellysitshinga4535
    @nellysitshinga4535 Před měsícem

    Bavalekile abanye abantu shame

  • @ntokozombatha1335
    @ntokozombatha1335 Před měsícem

    Mbomvu mfethu lomuntu okhuluma naye unenzondo lomfo mina ngimazi kungakavotwa ebemelene nomukhonto

  • @RazoMarazo
    @RazoMarazo Před měsícem

    Bafo mbomvu nomafu

  • @MthuthuzeliQina-hw1ey
    @MthuthuzeliQina-hw1ey Před měsícem

    Nyinhannisinngamaxosa

  • @drnkosinathiemmanuelduma4065
    @drnkosinathiemmanuelduma4065 Před měsícem +1

    Naze nabheda madoda futhi niyavumelana ni dlala ngedata yethu

  • @MthuthuzeliQina-hw1ey
    @MthuthuzeliQina-hw1ey Před měsícem

    Sisonke

  • @cyprianmzimela9948
    @cyprianmzimela9948 Před měsícem +1

    Uqinisile lapho mmmmmmm ayi kunjalo vele ubaba uMsholozi ulwa impi yakhe ngabantu

  • @seanmyers8380
    @seanmyers8380 Před měsícem

    AYI U ARE SHAMEFULL, AWUKWAZI UKUTHI UNGABA UMUNTU WAKWA MYEZA, NGCWELE UBU DUPHUNGA NOBUWULA OBUYISMANGA. SURELY WENA WALETHA FROM KWESINYE ISBONGO TO KWA MYEZA ABANTU BAKWA MYEZA ARE VERY SMART PEOPLE VERY INTUNE WITH WHAT IS HAPPENING THEY ARE NOT CLOWNS OR HAVE MORONIC TENDENCIES. I CAN BET 300K NOW THAT WENA AWUYENA OWAKWA MYEZA, UYISDOMU PLAIN AND SIMPLE NJE AWU NAKO UKUHLAKANIPHA NHLOBO. I AM SURE OWAKWA MYEZA EITHER FROM NGAPHANDLE OR UBABA WAKHO AKAKUHLAWULANGA WAKUTHATHA WASALA ESIBONGWENI SAMAWAKHO...UZALWA INTOMBI YAKWA MYEZA NOT UKUTHI UNGOWAKWA MYEZA. FOOL!

  • @thembamthembu7372
    @thembamthembu7372 Před měsícem

    Brainwashed😅

  • @GloriaMgwaba-bf7lv
    @GloriaMgwaba-bf7lv Před měsícem

    Imikhokha yani le ekhuluma la

  • @MthuthuzeliQina-hw1ey
    @MthuthuzeliQina-hw1ey Před měsícem

    Vivaemkvivaemk

  • @nkosiezwane4266
    @nkosiezwane4266 Před měsícem

    Manje nithini kwenziwenjani ibhidlizwe iMk ukuze kuzosala ANC 😂😂😂nithini lapho

  • @thembilejohnnoorman8028
    @thembilejohnnoorman8028 Před měsícem

    Nyani uyabheda lomfana. Ngeke I MK ibe Yi ANC . I ANC ibuyela kwi MK

  • @user-ej2rj6xu3c
    @user-ej2rj6xu3c Před měsícem

    If competency is one of criteria used in identifying MK members to go to Parliament, how competent is Duduzile. Nhlamulo is useless, he benefits by being a boyfriend of Duduzile: the concubine 😮

  • @user-eh5yl6ri5s
    @user-eh5yl6ri5s Před měsícem

    Your anger is deep. MK is here to stay no matter what.president Zuma will never do that.MK is cleaning it's self for better organization.it"s not about anger.