INKOSI YAMAKHOSI IKHULUMA NAMASOSHA OMKHONTO WESIZWE NGAPHAMBI KUKUBA AGEZWE

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 22. 11. 2022
  • SHEMBE IS THE WAY . 100% UNYAZILWEZULU

Komentáře • 70

  • @ubukaonline9733
    @ubukaonline9733 Před rokem +9

    Bananhlahla Abantu abaguqa phambi kuka mnikazi

  • @jabumbatha5610
    @jabumbatha5610 Před rokem +5

    Uyabona ushembe uphelele kusala kuwe ukuthi umiphi

  • @wendyntamo1494
    @wendyntamo1494 Před rokem +11

    Nkosi yamakhosi siyaguqa kuwe baba wam Nyazilwezulu Shembe Nkulunkulu 💯💯💯💯

    • @simphiwekhuzwayo6242
      @simphiwekhuzwayo6242 Před rokem +1

      UNkulunkulu uyedwa sisi wami,uJehova okunguyena othume naye uBab' Nyazi-owayethume ngisho uBab' Mkhulu🙏🏾❤

    • @ubukaonline9733
      @ubukaonline9733 Před rokem +1

      CC WENDY unkulunkulu wafika wakha umuzi wase Ku Phakameni neminye wathi mase ehamba wathi ngiyobuya esiqwini sesihlanu, okuyilesi esiphambi kwethu. Umuntu akazikhombele nkulunkulu wakhe angabangisi Abantu nawe khuzwayo yekela Wendy.

    • @jabumjoka86
      @jabumjoka86 Před rokem

      @@ubukaonline9733 bakithi akusiyena uNkulunkulu lobaba .

    • @ZandileKhwela
      @ZandileKhwela Před rokem

      @@ubukaonline9733 kunjalo mntakabhombela mutu akazikhethele yena njengoba nami ngazikhethela yazLwezulu

  • @LindelaniZondi
    @LindelaniZondi Před 2 měsíci

    Siyabonga nkulunkulu omkhulu ukuthi wasithanda nezono zethu

  • @user-ou5yp8oe1p
    @user-ou5yp8oe1p Před měsícem

    Nkulunkulu wokhokho bethu Awukaze wayikhuluma inkohliso

  • @mzilangwenkosi3533
    @mzilangwenkosi3533 Před rokem +3

    UNkulunkulu omuhle uShembe oyingcwele uNyazi LweZulu Amen Zulu elihle lokukhanya lokhokho bethu abahle

  • @bongiwedanisa6837
    @bongiwedanisa6837 Před 2 měsíci

    Siyanibongela ukuthandwa ezulwini

  • @walterthemba9612
    @walterthemba9612 Před rokem +1

    AWU KODWA SIYAKUTHANDA ZWI LAMAZWI,SHEMBE OMNENE...AMENI...

  • @thembaduma5104
    @thembaduma5104 Před rokem +4

    UNYAZI LWEZULU uNkulunkulu

  • @sazisihl7718
    @sazisihl7718 Před rokem +4

    Uyincwela zonkizizwe ziyikukbona

  • @siphiwessshoba5402
    @siphiwessshoba5402 Před rokem +3

    Phakama kuPhakama ngegama le NKOSI, sivukele kuwe lezizwe,zisebuthongweni ngegama lenNKOSI, ayikhoke enye inkosi eyake yafika ekuphakameni, ngaphandle kuSHEMBE UNYAZI LWEZULU.

  • @ZethuNgomane
    @ZethuNgomane Před rokem +5

    Siyacela uma nizofaka no music niwenze ukhalele phansi ngoba akube kusezwakala kahle

  • @xoladubs4095
    @xoladubs4095 Před rokem +1

    Amen Mfundisi

  • @chazanikhwela2568
    @chazanikhwela2568 Před rokem +1

    Amen Baba nyazi lwezulu singayaphi uma sisuka kuwe baba sivikele

  • @mduduzimpungose251
    @mduduzimpungose251 Před rokem +2

    Ngcweeele

  • @user-ss2gt7li2m
    @user-ss2gt7li2m Před 4 měsíci

    Wena ophikayo ukuthi unkulunkulu ucabanga kuthi laba basangene nje ngawe sangana wedwa no nkulunkulu wakho ongabonwa uyeza umhla wokuphela kuwe khona ongeke ujike khona uyofica yena lonkulunkulu omuphikayo ezulwini

  • @oscardlamini8570
    @oscardlamini8570 Před rokem

    Mmmmh yayijulile leNkonzo

  • @thandananimbatha4979
    @thandananimbatha4979 Před rokem

    Amen nkosi

  • @user-dv4iw8zm2f
    @user-dv4iw8zm2f Před 10 měsíci

    Thixo wethu 🙏🙏

  • @sabelosithole3580
    @sabelosithole3580 Před rokem +11

    Themba limbe asinalo futhi ngaphandle kwako Shembe Nyazi LweZulu.

    • @simphiwekhuzwayo6242
      @simphiwekhuzwayo6242 Před rokem

      Ithemba lethu kufanele libe kuNkulunkulu(Jehova),omthumile oBab' uNyazi owayethume ngisho uBabomkhulu uMqal' WeNdlela🙏🏾❤

    • @sabelosithole3580
      @sabelosithole3580 Před rokem

      @@simphiwekhuzwayo6242 If wena ungaboni ukuthi uJehova wehlile ezulwini waze washitsha ibhantshi kwahlanu, njengoba eseku Nyazi LweZulu, awungixolele mina owaphiwa ukubona.

    • @sabelosithole3580
      @sabelosithole3580 Před rokem

      @@simphiwekhuzwayo6242 Uyahlupha umuntu oyisilima ngoba ufuna ukuthelela wonke umuntu ngobuphukuphuku kwake. Ungcono umuntu oyisilima ngokufeyila esikoleni ngoba it doesn't affect us, kodwa umuntu oyisilima ngokungamuboni uJehova ukuthi usoNyazini, uyahlupha ngoba manje ufuna ukulahlekisa nathi. Stupidity is contagious like Corona and right now you're trying to infect me, go👉🏾 try to infect someone else with your stupidity.

    • @simphiwekhuzwayo6242
      @simphiwekhuzwayo6242 Před rokem

      @@sabelosithole3580 Mina engikushilo kuphela Mfowethu❤ukuthi uBab' Nyazi uthunywe uJehova so therefore our hope(ithemba) shall be on him🙏🏾...the very same Jehova owathuma oMose,Paul,Elijah noAaron but they were all not Nkulunkulu or Gods but just mere messengers and phrophets of uJehova who had SPIRITUAL POWERS like all the 5 kings akwaShembe have had given by Jehova

    • @sabelosithole3580
      @sabelosithole3580 Před rokem

      @@simphiwekhuzwayo6242 Mhlamphe awuzwanga kahle. Go👉🏾 try to infect someone else with your stupidity.

  • @siphoselby3725
    @siphoselby3725 Před rokem

    Ningathi uShembe unkulunkulu cha nenziphutha unkulunkulu akabonwa ngamehlo futhi akanasibongo njengathi.

    • @podcast4sa
      @podcast4sa Před rokem +1

      Same Jesus enimbiza ngo nkulunkule yena kanti wayeyini

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 Před rokem

    Amasosha omkhonto ahlakazwa ngokusemthethweni

  • @thaminkosi950
    @thaminkosi950 Před rokem +2

    Ei bazebanenhlanhla siyababongela

  • @zainekiki8256
    @zainekiki8256 Před rokem

    😭😭😭😭😭🙌🙌🏼🙌🏼🙌🏼🙌🏼

  • @nomvuzomyekwa39
    @nomvuzomyekwa39 Před rokem +5

    NguNkuluNkulungempela ke Lo

    • @simphiwekhuzwayo6242
      @simphiwekhuzwayo6242 Před rokem +1

      Sisi wami kodwa ulokhe ebiza igama laNkulunkulu,ethi uBab' Nyazi "uyathemba uzoba siza uNkulunkulu"...usho njalo ngoba akayena uNkulunkulu uthunywe nguNkulunkulu🙏🏾❤

    • @zulumageba6949
      @zulumageba6949 Před rokem

      Uthunywe ngumuphi nkulunkulu

    • @mgabadelikhuzulaka5642
      @mgabadelikhuzulaka5642 Před rokem +2

      Unenkinga kodwa Khuzwayo ibambe lapho okholelwa khona umuntu nomuntu ulandela imizwa yakhe uma kungavumi kuwe ukuthi Unkulunkulu ophambi kwethu siyeke wena owakho uyomthola Ezulwini

    • @senzogwala1607
      @senzogwala1607 Před rokem +1

      @@simphiwekhuzwayo6242 uzishoyena uma ethi unkulunkulu uzoba siza

    • @thabaninyawo9467
      @thabaninyawo9467 Před rokem +2

      Kanti bangaki oNkulunkulu bomhlaba walapha KwaZulu Natal ngoba phela ikakhulukazi ebandleni laMazaretha? Ngoba naseLimpopo kukhona oNkulunkulu Leganyana nakoPitoli kukhona oMasango bayachathana ke labo, eSwazini kukhona oVilakazi abaholi bamaJericko. Mina ngizwa kuthiwa umuntu owayephiwe amandla uMqaliwendlela

  • @siphoselby3725
    @siphoselby3725 Před rokem

    Unkulunkulu munye bakithi ningathi umuntu ophila emhlabeni:Inkosi yamakhosi cha uJehova kuphela inkosi Yamakhosi. Bonke laba zikhonzi so ningalahleki.

    • @siphoselby3725
      @siphoselby3725 Před rokem

      Waphiwa amandla uShembe kodwa uma senithi unkulunkulu cha. Munye unkulunkulu akekho owakewammbona akagibeli izimoto nakhokonke futhi akanabandla elithile cha.Yonkinto ilawulwa Nguye (Jehova) Amen.

    • @zulumageba6949
      @zulumageba6949 Před rokem

      Wena uyasibhedela uma ungazi ukuthi uzothini thula futhi ungenaphi wena okokuqala nje

    • @podcast4sa
      @podcast4sa Před rokem +1

      Jesu yena wayephila kuphi wayengayena yini umuntu

    • @oscardlamini8570
      @oscardlamini8570 Před rokem

      Niyagula nina ngoba Nani uJesu nimbiza ngoNkulunkulu ake nisebenzise izinqondo kancane

    • @MzwendodaThusi
      @MzwendodaThusi Před měsícem

      amen sibonga izwi lakho shembe