Othwele ngamakati sezyambhedela izinto | UKUHLUSHWA IZITHWALO | S1-EP36
Vložit
- čas přidán 16. 06. 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #IkuhlushwaIzithwalo #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #ukuthwala - Zábava
Awuyeki imali inobunzima sengesaba umuntu omnyama nokuthanda izinto ezisheshayo angisafuni ukuzwa lutho ngezigwili kungcono ngife ngidla lokho okuncane UJehova angiphe khona kungenele
Kunjalo nje cc wami bonga lokho uJehova akunike khona Mina ngiphathiswe amakhambi futhi ngiyasebenza leyokufuna imali esheshayo ngiyabonga Mina kulezinto zokuthwala noma bengangafika abantu bezodinga usizo kunoky ngt ngiyabasiza kanti ngithwele Sory bandla
Haycha kunzima eMhlabeni siphila komunye uMhlaba manje izinto ebengihlezi ngizizwa ngendaba namhlanje sizibona ngamehlo abantu bezisholo bona iqiniso nje isthwalo asikho ryt kula neMali iyadingeka
Uqinisile ngamane ngihlale Nginje kunokuphila kabuhlungu kodwa unemali
Yhoooo ikati ngyalizonda shame 😮
@fezile7353 futhi ngiyalisaba
Yahoo man ndiyalisaba ndiyalizonda
Angilifuni nekulibina plus nenja angiyifuni nekeyibona
Mina ngyakizonda n ngyalisaba 😢
Eish Schaka, i thought you'll ask her why she's not sleeping ebusuku, why?
😮angina lutho kodwa kodwa ngamane ngife ngingena lutho nalobo bukhazi khazi ayiiiii chaaaa asina mona thwalani nihlale khona komhlanga lapho😢
Me too
Angisifuni nhlobo isthwalo ngihlezi ngiyala izngane zami ngokuthi asibekezele
Oluhlelo lindenze noma sendiphiwa ini thank you ndiyabonga imali yona chaaa andisayithathi lutho yesabeka umuntu walemihla yokugcina futhi andisavakashi kwa ntlobo.nfiyabonga ngofunda koluhlelo .
Mom is a blessing from father God i love ur decision yibambe njalo
uzwakala engathi ubulala nalo lelikati ukuze lizale amanye. Ngaty uyasfihlela
Wangingena emlonyeni
Sesi ke leboga pelo ya gago gore o seke wa bolaya mme wa gago GOD BLESS YOU
Unfortunately if she doesn't get help as soon as possible the traditional healer he's going to Kill her mother automatically 😢
Sawubona, ninjani hayi Thina Siyaphila,
Ukhona omunye U Sisi naye same story uyakhala,uthi yena ulala nalo i kati uthi uvula imilenze noma amathanga akhe Amahle libe seliyamkhwela i kati limncela igazi labomama uma esesikhathini,lesi Sitshwalo yi contract, Ngeke phela lomama akhulume ukuthi wenzani ne kati lihlazo lelo,
Hawu Ma Afrika Amahle Asibonge impilo, Dakoo ❤...
Mmmmm kunzima ukthanda izinto kubantu besifazane
Akukho lula ukuphuma yimpilo nokufa lapho,
Hawu Ma Afrika Amahle Asibonge impilo, Dankoo ❤...
Nkosiyami kwaze kanzima emhlabeni
Ukudinga umnotho yikudinga ukufa abantu abaningi abazi lokho,
Hawu Ma Afrika Amahle Asibonge impilo, Dankoo ❤
Njengoba esihlupha kangaka amakathi size sibize uspca awalande azale ezindlini zethu haawuuu elinye belingavumi ukuphuma Kwai kuceillingboard yooo kazi alishiyanga lutho yini endlini yam
Mmmmmm kunzima ngabathwali thwalani anginehluleli kodwa ke kulezozi thwalo zenu bakhona abanye abantu enibahlukumezayo ngomcebo wenu ngoba nifaka izilwane zenu eyibelethweni zabantu ngikhuluma ngento enginobufazi ngayo kunzima ukuphila uphilela abanye bantu kubuhlungu guys
Nenza ntoni apho eKZN? Nithwala nge kat ngoku? Hay, nehlule 😂
😂😂😂,
😂
😂😂ei ave esihlupha nala jehova ebsuku awakhali kanje😂😂
😂😂😂😂😂
😂😂😂
Ayica kuncono kufe wena cc ngoba nibusy niyasithakatha thina asilungelwa ngenxa yenu Jesu saze safa emhlabeni abathakathi bagcwel izwe
🙆yooooo a black cat bathong Hai never🤞
Kunzima ukuthanda izinto, kodwa usisi bekumele asitshele ukuthi lizaliswa yini leli Kati.
Magic..yimikhovu le
@@bakoena82 noma uyena onikela nga something
Caa ukhona omunye usisi naye same story yena wathi ulala nalo uma esesikhathini uvula imilenze ikati lemncele igazi from lapho ayazala noma ayanda, Usisi ulala nalo,
Hawu Ma Afrika Amahle Asibonge impilo Dakoo ❤
@@thembinkosidube3918 kuyayenza isense yikho efihla Nje.
Liyamkwela, bafo...
Abezwa laba mina ngikhathele abantu abangongqimu
Ngiyathuka manje ngoba amakati agijima koTHAYELA ebsuku 😂😂😂👋
Nathi sifuna ukuzizwêla I soft life bese syazisola njengawe aw
😂😂😂yah
😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
😅😅😅😅
Imikhovu phela le
No comment. Good girl, noma ngingayvumi lena yokuthwala bakity. Syamubongela umzali wakho nawe. KING SCHAKA SYABONGA BHAMBATHA KAMANCINZA sibonga kakhulu BLAQLIFE TV producers and your presenters. Scela asizakalebo ngoba unqabile nomzali bakwethu. Imali ngampela impande yesono.
kwamele uthathe esinye isithwalo into engaphezu kwalokho ngamandla ukuze le unayo ikhahleleke simple 70/30 uqale nge high note so khuphula amandla
Cela ongangsiza ngesthwalo ngzokhokha masengiphumelele ❤
May the good lord help you sister I'm so proud of your decision to back out of this evil cult
I love your questions presenter well done
Kazi idlozi liyajabula yini uma ulenzela izinto ngalemali yesithwalo,
Ngabe abathwali ukube idlozi liyabasebenzela. If idlozi li useless abantu bazothola okunye okuzo replace idlozi.
So how many years did you run your business successfully with your inyanga and cats?
Yr question sounds like u want to try it😂
Exactly ufuna ukothwala lo😂😂😂😂@@buciemaphosa3954
🤣🤣ngathi ufuna ukuyzama le
😂😂😂😂
@@buciemaphosa3954 🤣🤣Nah Bucie, not at all my sister. I'm a true Christian, hard worker & a true family man. It's just that personally i'm a very curious person. There's couple of people that I know & want to verify if their success is genuine or fake. So the only way to know is to compare them with thorough explanations from here
Yooo nkosiyam yaz muntu akalali amakati, lokshion ahamba ngisho phezu kwendlu. Uyawasha mpompin nali kati awulazi nokt elaphi lifunan 😢. Aww sale subuya nkosi
Iqeda kuzungeza manje ikati and angisazi ngenze njani lihlale lizungeza
Ave kunesidina uma umuntu eze la to confess mese afihla okunye esifuna ukukwazi ukuze sizobona isisindo senkinga abhekene nayo sizoba nolwazi olunzulu sikhone nokugwema izilingo zisekude,like why would someone come here and say i'd rather not say what or how I did it,why come here if it not telling it all, sifuna ukwazi ukuthi ikati likhuleliswe kanjani,biza bo King Schaka
Mina ngicela ukujika khona bo ngizibonele😮
😂😂
Eyi siyafa ukubukiswa izinyoka ngenkani la.
😂😂😂😂
Aphile kamnandi umntu ma enenkinga uza nayo ebantwini 😮 Azibuyeli thathile thathile sisi🎉phila kamnandi bye
ayikho imali eza kalula ingela mkhuba
Senise qophelwen oluhle nge thwala khiphani❤
Good morning king schaka🎉ndikubukele ndise ❤kapa
Mine anginisoli shem, imphilo indzima manje kodwa ke letinyanga kumele tikhulume liciniso 🤞🤞🤞
Weh Jesu nakho ke kanti amakati eza nobuthakathi awu ngiyazisa lawa avele ezogcwala la shit
Viva ngemali viva✊
Yah akufe wena phela ngoba ungafuni ukunikela ngomzali wawuthi kuzophethangani ngabe uyafa mhlukumezi
Akahaze ukt ubelenzani ikati
My King .
Mina ngiyazthanda iznto kakhulu kodwa ngeke ngithwale nilula bafazi thina sazi ukthwala kwakuyinto yobaba
But when we as blacks going to learn about the dangers of these sacrifices, we are so selfish & arrogant knowing pretty that the easier we have successes in life that comes with the price too. I rather stay poor than these evil things just to have the riches that have to do with spilling the blood of my loved ones? To be honest I wouldn't feel sorry for the people who joined these evil sacrifices but just feel sorry for the innocents who die from their flesh and blood family members.
Ngiyabonga ngiyawuthanda umcabango wakhe uphezulu.Wamubuza ekucaleni,umelaphi akabanga nalo iciniso.Wenze kahle kakhulu wanganikela nga MAMA.mina hhayi angisazi lutho yikuphi okuncono.
Ngi ryt ngaloku ngikuphiwe ngu nkulunkulu kuna le....uJesu ongakusiza dade zinikele kuye.
Ngeke ikati yhoo unesibindi
NgowaseDurban kodwa angazi lutho ngezinto zomathwala cel ungangibali lapho mina please👉
Hhayi niyaloya shem
Yhooo unesibindi ikati phooo
Ngyafisa ukwazi yin Schaka lento ekulingayo😂😂
Mina ngiyazi uMancinza kancane phela lo ayidedele ihambe iye esokeni habe😂😂😂
Ekhaya kwam ama ngenkani phambi komnyango ,mawulixosha ligoloze .Angilifuni ikati.
Alidle wena lelo Kati kanti buthi kophelelaphi
Lezinyanga bakwethu ziyasisokolisa ngalezithwalo zabo ezishintshayo
Abantu abangafuni kusebenza bahambe bagaxeleke ezintweni ezinzima
Good advice sisi siyashisa isithwalo
Lelikati lizaliswa ngu moyoncwele 😂😂 blaqlife tv❤❤
Kanti bayoke bavele nini abomakhelwane balabantu , umuntu ake asho ukuthi hawu kanti lamakati aphuma kuwe noma kuvele kuthi siyamazi endaweni noma ngephimbo lutho 🤔 aycha ngeke abavele bo😂
wenza kahle cc ungalinge kumzali wakho ngamane nibuyele mpilwen yakdala tholu muntu akulahlise lamakati engaze amoshe kakhul
Andizi mna apho andinamali futhi andisebenzindawoh ndiyazitngisela i stiwuli sam qha ndoyonela yilamali ndiyifumanayo atshetshayo hayi andiceli tu 😢
Angilithandi vele i cat especially elimnyama fana sisi nguwe oweza nama cat😢
Bakufundise ukuthakatha qhubeka uthakathe
😂😂😂😂
😂😂😂
Ingakho lapho ko dbn nimuka nje iningi lenu lithwele unkulunkulu ucasukile kumoshekelwa nabangazani nalutho
Yooo ngyazisaba izigwili😂😂😂
Yazi sihlulwa yinto elula ukhona Hollywood bets Kanye no supabets sivele singembule 😂😂😂imali sizoba nayo imali asingembuleni bafowethu nakhona imali ingange nwele zethi siyeke lento yakuthwala ngoba isiphethi sakhona soyababa kanti umngembulo umnandi asibulali bantu wozani sihambeni 😂😂😂😂
Siyadliwa nje lapho kwi gambling,basqedile labo okhuluma ngabo...kuyawineka yini kuwena dadewethu?
Uqinisile ngiqeda kuwina manje ksasa ngiya edebonnairs
Abanye bathwalela khona ukuthi mabagembula bawine,and by so doing am sure bayathatha inhlanhla zabanye lapho eSupabets etc
@@ThandoMasuku-kx1fc mmmmm yazi qiniso lelo 😩 kazi soshona kuphi thixo
Weee Bantu bakazulu nezithwalo.......amazulu ngiyabazonda shem
Sesenzen kant sithwele sonke na????
That is evil spirit gal dont go back again asidleni ucabbagge bakwethu
Y ningathwali Jesu kani
Angifune kufana namuntu nje ngilunge nginje bakithi 😢
Busutshelekani ngoba khona lokhu ubukwenza namakati ongakusho engabe bulala nawo
Thathile Thathile😮😢
Ndibukele le show ndise Mthatha E .C ndi ryt noba ndiyasokola yhenina niyayithakatha into
Sekungcono lenyanga ifuna umhlabelo kamamakho
Worse uza kule show kuba kuthiwa sacrifice ngomamakho if bekufunwa igazi lase nezdoor ubungazuza kule show
Hey chaza konke ngalamakati akho azalana kanjani uyasidina nje mawuzofihla okunye
Akusiye kodwa lowakwa W nje emlazi ayemaningi exakile
Sometimes I don't believe their stories because the people here not remorseful
Into nj eth kant angfun ngphind ngybone
Nangakithi ayasihlupha bo and awanamnikazi 🙆♀Smakade😥
Kukephi ngakini
Kunesizathu esenza kwathiwa imali impande yesono
Solokhu sibabazile siwomakhelwani,asikho isthawalo esingeyona ingozi
Hhaybo nangu uschotho
Yooh Kati anginathandi ngenhliziyo yami yonke
Laphe engihlala khona kunama Kati angicasula kanjani emini ngath alungile ayazidlalela nje phandle ebusuku akhale kube ngath ayaxabana eduze komnyango wami, ngivele ngichele emnyango phandle nasendlini kuthi nya mhlampe two days or more be sengith ukuba bekungamakati nje ajwayelekile ngabe awanyamalele since ngichelile sengiyabona manje kuthi awomkhuba kungenzeka athunyiwe
Weh yeka ndilithanda kanje ikati nkosyam 😢
😮😮😮 yabona yikho ngizonda ikati bakithi
Senifun ukushaywa nje manje ngalokuthakatha kwenu nihluphile induku ezosebenza la
YAZI YINI BANTU ABAMNYAMA..NINGOTHATHEKILE..MINA NJE BENGIZOMYEKA LO CC AYE ESIHOGWENI NJE TU..NJENGOKUSHO KOMBHALO.UKUTHI ABENXI BOKUBI BANENDAWO YABO ABAMELE KUHLALA KHONA JHOOOO ..HELL GRL.IS YOUR HOME..
Lelikati lizaliswa yini manje ,mathandizinto, ayi shame nikhona
Mina ngeke Bandla 😂 enzan🙌
Ksukela manje ngimisele ukulwa nama kati egcekeni ngoba maningi lezinto lezi nxa
Kanti ubaba uGasa uphi
Kwaze kwanzim ekthwalen😢 ay kungcono ukwamukela onako
Bonke aba bantu beza apho badala and yet they are always blaming friends. Would ww really be surprised when their young ones are struggling with peer pressure. Akekho nomnye othi "ndim owaya wabuza ngesithwalo".
Yesses ngilinyanya kabi ikati😮😮😮
Cha niyajajana yooooo
Accept JESUS cc
Ukuze ndincame nkosi
Impela nithakatha okenyani joooo
Mmmm🤦 imali!!
Makadle wn amakati ngawako looo nihamhbe nithatha zonke izilwani
Why angachazi ukuthi kuze azale ubelenzani why abaleka nombuzo,chaa iqiniso ekhaya sasithengisa inkukhu namaqanda kwangena ikati Sibiya kokoleka kubantu nasema factory kubantu ababesebenza bekoloda,sathi siqeda kubala imali yonje sayifaka kusaka sisaxoxa kwangena ikati lathatha isikhwama leso singalazi labaleka sagijimisa ubala asalubona liphelephi,after loko lawa ibhizinisi
Kodwa king avungihlekisa musuthuka 😅😅
😢Sengisaba nokudla iPeanut butter 😓😒
😂😂😂
Ubuwenzan azala kanjan cc