Ayanda Msweli | Usizi Olubhekene Namadoda Part One

Sdílet
Vložit

Komentáře • 139

  • @nombusonombuso8960
    @nombusonombuso8960 Před rokem +39

    Ngithanda inhlonipho yakho bab'uMsweli mufika emzini womuntu yahlonipha baba🤝🤝 ❤

    • @fisanimngomezulu2476
      @fisanimngomezulu2476 Před rokem

      Amaphoyisa awenze umsebenzi wawo angakhethi ibala usisi lo akaboshwe ufundisa izingane ukuthi zenze into engasile akaboshwe ksasa uzombulala lobaba

  • @nelisasinyokotho8202
    @nelisasinyokotho8202 Před rokem +3

    Eyi uThixo mkhulu siyabulela tatu Msweli amadoda ayahlukunyezwa kakhulu ingxhaki ayoyika ukuphumela obala yooo umakhelwane wam Ushaywa nazingane zakhe lomama ezafika naye kubuhlungu kakhulu.....

  • @user-le7bo8qj5m
    @user-le7bo8qj5m Před 4 měsíci +1

    Sibonga imisebenzi yakho baba msweli qhubeka njalo. Nawe mfethu siyabonga uletha nethemba kwabanye abasesimeni esifana nesakho kodwa bayasaba ukuphumela obala

  • @Lindiwendaba
    @Lindiwendaba Před rokem +8

    This victim UYINDODA NGEMPELA, it takes courage to go public and say I NEED HELP . ❤

  • @yangambhele5909
    @yangambhele5909 Před rokem +4

    Au kodwa Abanye bafazi zizinja

  • @sinethembamabaso2233
    @sinethembamabaso2233 Před rokem +15

    Ibuhlunguke lento ubaba omdala ohloniphekile kanje eshaywa, engathi engasizakala Sotobe 🙌

  • @portiamantu6597
    @portiamantu6597 Před rokem +3

    Aw, waze wakhohlakala owesifazane. Weyisa ngoba uzithobile ubaba futhi usebenza kwezomthetho? Waze wangicika ngingowesifazane nami. Ingathi angathola isigwebo esimfanele ngoba kuzoba njalo vele. Time will tell. UJehova uyabona futhi uyazi. Phephisa baba. Uzokulwela uNkulunkulu.

  • @maureenhlongwane9552
    @maureenhlongwane9552 Před rokem +2

    Ayi baluhlaza abanye besfazane and kuhlushwa avanti abalungile kwaze kwabuhlungu nkosi ungumfowethu nami ngingowakwaSbiya

  • @josephinamokoena6865
    @josephinamokoena6865 Před rokem +2

    USileeee nje loMama uma seqomile akahambe akusiye uphila Yooo waze wasa Mfazi ingabe uzalwa ubani Sissssss

  • @andiswadudeni3509
    @andiswadudeni3509 Před rokem +3

    Yhuu amadoda athwele nzima shame sibe sesikhala xa besibulala why mara bodadowethu senza kanjena😭

  • @elsiemakhathini9544
    @elsiemakhathini9544 Před rokem +4

    Siyabonga kubabuMsweli ngokuzikhathaza ngabantu abasezinkingeni bathile ubulungiswa God bless you🙏

  • @9onkentbc833
    @9onkentbc833 Před rokem +2

    Waze walibulala izwe u Thabo Mbheki ngamalungelo

  • @khanyisaningubane7409
    @khanyisaningubane7409 Před rokem +8

    Siyabonga muhle umsebenzi wakho msweli

  • @nomvelisotlatla5626
    @nomvelisotlatla5626 Před rokem +5

    Ntloboni yomfazi oshaya ikhanda obamba umyeni etsimini 😭😭😭😭

  • @azandemzileni8220
    @azandemzileni8220 Před rokem +5

    Eyi Koda bomama ukudlala ngabobaba Shem maybe masingafunda kuhlonipha abayeni bethu noma ngabe uyabona kuthi lobaba uphansi ungadlali ngendoda bakithi ngoba thina soyithathela lamadoda bese niyakhala Nina boyigora ndini uyaganga sisi shiya lobaba mawungasamfuni

  • @gugumzolo5041
    @gugumzolo5041 Před rokem +5

    Mmmmh🥺😞. Thanks Mr Msweli, bengicela kubuza akukho lana obhalelwa khona private kunodaba engifuna kulibeka manje I'm scared here. Noma owaziyo uthinteka kanjani ngyacela.

  • @chazanikhwela2568
    @chazanikhwela2568 Před rokem +3

    Siyabonga Ngwenya,lwalubi udaba luka sotobe

  • @bonganimbili1398
    @bonganimbili1398 Před rokem +5

    Amen baba Msweli lezinto engizizwayo zibuhlungu nami ngomunye ososizinini

  • @snelisomaneli4041
    @snelisomaneli4041 Před rokem +4

    sengifisa ukumbon lowomfaz ,..ngihlal ngase Harbour.. ay waze wanonyaa.

  • @ntombifuthimthabela672
    @ntombifuthimthabela672 Před rokem +2

    Ewuu nkocyami kwaze kqanzima

  • @zonkedlamini9926
    @zonkedlamini9926 Před rokem +12

    Mina ngithi phuma kuye Bhuti wami lomuntu unodlame alukho uthando lapho muyekele nje ngoba umthetho uzovuna yena 💔😭😡

  • @njabulondlovu-db9gq
    @njabulondlovu-db9gq Před 9 měsíci +1

    Hawu bakithi kwanzima baba nomuzi wakho pho ukubulele Loma a osile

  • @masithulemkhosana2773
    @masithulemkhosana2773 Před rokem +1

    Yhoo nkosiyam umzimba ubaleka ngoku ndingazibonanga ezo zithombe. Hayi igijimisa igazi imeko enje.

  • @ubukaonline9733
    @ubukaonline9733 Před rokem +4

    Yebuya Hulumeni ka ANC hehehe GBV abafazi dis abafazi dat mase benqunywa kwehla ngisho ipitori

  • @babongilengcobo7080
    @babongilengcobo7080 Před rokem +1

    Aii salusuba mthetheleli kusekuningi sizokbona laphezweni mayeeeee mfaz unetshe lenhliziyo

  • @lindiwendlela6594
    @lindiwendlela6594 Před rokem

    Hawu Babu Msweli isandla sedlula khanda ngalento osenzela yona sesi Gabe ngawe nje okunye kwasidayisa bathi basebenzela umphakathi sathuka sesingenamisebenzi kube kuthiwa kusebenzelwa abantu base South Africa lokhu okwakho sikubona namehlo siyazibongela sabantu base South Afrca♥️

  • @bonisilemthembu3782
    @bonisilemthembu3782 Před rokem +5

    Mmmm kwaze kwabuhlungu 😭😭😭😭

  • @noziphonjomane2082
    @noziphonjomane2082 Před rokem +2

    Nkosyami ngaze ngabuhlungu isono esinje

  • @emmahmaepa7071
    @emmahmaepa7071 Před rokem +1

    BabuMsweli JEHOVA akusikelele ngobasebenzi wakho mningi futhikhulu🙏🙏

  • @nokubongambali1178
    @nokubongambali1178 Před rokem

    Mmmmmmm yaze yabuhlungu nhliziyo yami ngalo baba yazi uzothile udlala uskhotheni njr wamama weyisiswa ukuth uyasebenza shuth ai wonalakele mhlaba shaya nkosi uphozise
    Syabonga nongalo uyayimela into yakh uneqiniso awuthath side👋

  • @sanelendwandwe8595
    @sanelendwandwe8595 Před rokem +3

    Awu wemadoda nakhu konakele ezweni madoda. Ay baba myeke lomama uyoqala impilo wedwa ayi ngeke

  • @zakithimpanza7460
    @zakithimpanza7460 Před rokem +1

    Ayiiii kunzima lapha phandle

  • @danhlatshwayo5643
    @danhlatshwayo5643 Před 3 měsíci

    Hi baba mswely come to Limpopo we need u 🙏

  • @ongafiyomabotshwa8266
    @ongafiyomabotshwa8266 Před rokem +3

    Ei kunyakaza igazi nkos yam

  • @ncamisileximba1815
    @ncamisileximba1815 Před rokem +4

    Kunzima nkosyami kubabSbiya ngimufisel ukululama okusheshayo

  • @thandinco2693
    @thandinco2693 Před rokem +1

    Ngicela No kababa Msweli plz

  • @silethilemawanda5253
    @silethilemawanda5253 Před rokem +1

    This is soo painful.Izingane zakhe zizomzonda lowoMama

  • @sibonisocharles5369
    @sibonisocharles5369 Před rokem +2

    Sicela ama updates

  • @cynthiathabethe7751
    @cynthiathabethe7751 Před rokem

    Hawu kodwa Jehova....yin ukuhlukunyezwa kwamadoda kunganakiwe kanti ngoba ngempela bayahlukunyezwa labantu and kakhulu kodwa ngapha kube kthiwa indoda ayikhali....hhay bo niyasibulala isizwe nangu besfazane😭😭😭😭

  • @sizwekhathi1077
    @sizwekhathi1077 Před rokem

    Ubulungiswa syabucela kuloludaba akukwazi ukuthi umuntu womthetho engahlukumeza bese kuphela kanjalo ngibonge emaphoyiseni asize ubaba ngokuvamile bavele basingathane abomthetho makube khona owabo osephule umthetho syabonga

  • @phumimabanga962
    @phumimabanga962 Před rokem +2

    Yaze yabuhlungu nansi indaba nkos yam. Ubaba kodwa kwakufanele abize umndeni mhla eqala ukumbeka isandla, bamthathe aye kubo umama ayoyalwa. Inkinga indoda ayikwaz ukubuyisela ngoba umama lo uzothi kushaywe yena. Ay bandla waze wayiphoxa imbokodo losathane kamama. Mina kuwubhuti wam lo bengomfunela amapara lomama, amtalabhe aze alenge amathe

    • @mphovuyyo6029
      @mphovuyyo6029 Před rokem

      Hlisa umoya dadewethu..kubuhlungu ngempela.

  • @lungiphehlukwayo6922
    @lungiphehlukwayo6922 Před rokem +1

    Sibonge baba msweli imisebenzi yakho

  • @mandlamdaki3091
    @mandlamdaki3091 Před rokem +2

    bakhohlakela abafazi

  • @zonkedlamini9926
    @zonkedlamini9926 Před rokem +2

    Kodwa Bab msweli konke okwenzayo uNkulunkulu akugcine yazi uthathe umsebenzi wobu president wabangowakho,ungadinwa

  • @fikiswangongo2673
    @fikiswangongo2673 Před rokem +1

    Uxolo baba kuvakala kubuhlungu kakhulu

  • @elsiemakhathini9544
    @elsiemakhathini9544 Před rokem +1

    Kubi kakhulu lokhu ,ukwenzakanjani ukuhlukumeza okunje ,Hayi kubi lubuhlungu loludaba

  • @khumbuzilenkosi9666
    @khumbuzilenkosi9666 Před rokem

    Phuma baba mshiye

  • @sandilemthembu1501
    @sandilemthembu1501 Před rokem +1

    Kwaze kwanzima

  • @paulusoreilly7438
    @paulusoreilly7438 Před rokem +1

    Hey deva ngale ndoda phaa ku Khozi yerr I really want to know Msweli kuzocina kuphi

  • @phumlanimsimanga7963
    @phumlanimsimanga7963 Před rokem +2

    Kwaze kwanzima umthetho awudlale indawo yawo

  • @halalisanisize1099
    @halalisanisize1099 Před rokem

    Sthembe ubulungiswa benziwa ngendlela efanele ibuhlungu lento eyenzekayo...kgcine sekungazeki ukuthi iyiphi indawo enganika abantu ukuthula bephile kahle ngokuzwana noma zingakhona izingxabano kube ezincane nezilungisekayo ngokubonisana kahle manje kuya ngokuya kubanzima kakhulu Unkulubkulu akangenelele akyona impilo efanele abantu bakhe lena💔

  • @bebanokuthula9296
    @bebanokuthula9296 Před rokem +2

    😭 kubuhlungu kodwa.

  • @josephinamokoena6865
    @josephinamokoena6865 Před rokem

    Ngiyakuzwela we Ndoda mphini ngiyazwela and uzoboshwa wena vulaaa amehlo phuma kulomshado Xolaaaa uhlulekile bowuthi wakha umuzi Shame

  • @samuelntshangase267
    @samuelntshangase267 Před 4 měsíci

    Baningi obaba abashaywa amakhosikazi abo they suffer silently. Kunzima ukuthola usizo.

  • @ncamisileximba1815
    @ncamisileximba1815 Před rokem +5

    Ngokwami ukubona ubaba akaphume kulomshado ngoba indlela okwenzeka ngayo uzogcina ephuma ngebhokisi lomngcwabo .kubuhlungu bakithi 💔💔😔

  • @ntokozokhwela9788
    @ntokozokhwela9788 Před rokem +3

    Nkulunkulu wami 😭😭😭😭 nhloboni yomuntu wesifazane lowo😭😭yazi ngiqale ukuyizwa Friday mina lento bengingyazi..nakhu sengihlangana nalevideo manje 😭😭😭

  • @londimkhize9429
    @londimkhize9429 Před rokem +1

    Alibhubhe😰

  • @shakagcwensa8800
    @shakagcwensa8800 Před rokem +1

    Baba msweli syakbong ukuba khona kwakho emhlabeni

  • @ayandazulu8014
    @ayandazulu8014 Před rokem +1

    Yabuhlungu indaba

  • @nkosinathihadebe7983
    @nkosinathihadebe7983 Před rokem +1

    Sizani babaMsweli kunzima

  • @siyabongankabinde9015
    @siyabongankabinde9015 Před rokem +7

    Kodw iqiniso lihle....abant besifazan abalungil nakancan.....ongakabon uyobona nglinye ilanga...

  • @nompumeleloxhoko8719
    @nompumeleloxhoko8719 Před 7 měsíci

    Mshaye lovobo awnanhlonipho

  • @Madudo_Mvuna
    @Madudo_Mvuna Před rokem

    Awukodwa bab’wami 🫂

  • @nelissambulwana339
    @nelissambulwana339 Před rokem

    Baba,udaba lakho lufuna abantu bekhaya umfazi uyayi hlo nipha indoda yakhe,akafanelanga ukubamba ngee-ndawo zakho ubeku bulala yimpahla yase-Bukhweni leyo.

  • @user-lr8pd1os3y
    @user-lr8pd1os3y Před 10 měsíci +1

    Akaboshwe lomfazi udodi westaff

  • @nkosinathimnguni3555
    @nkosinathimnguni3555 Před rokem

    Muhle umsebenzi wakho baba umsweli sengathi unkulunkulu angakugcina uqubeke njalo nje nomsebenzi wakho

  • @bongisiwesijula3103
    @bongisiwesijula3103 Před rokem +1

    Bab mssweli kubuhlumgu ngempela lokho okwenzekayo uma umama enzaknje ku baba womuzi ohloniphekile cha bakithi ihlazo le

  • @ssikhakhanessikhakhane6575

    Kulukhuni emhlabeni zinganezakwethu

  • @thobanitommy2585
    @thobanitommy2585 Před rokem

    Kda senzeni singamadoda yey bayasihlukumeza abantu besimame

  • @ebusisekiletradingptyltd9678

    ebuhlungu lento umthetho awudlale indawo 😭😭

  • @ayandandlela8152
    @ayandandlela8152 Před rokem +1

    Windoda Bab'UMsweli

  • @churchillmphahlele2056
    @churchillmphahlele2056 Před rokem +2

    kube yindoda eyenze kanje, ngabe sekunezinhlamba eziy 450. kodwa abafazi lana ba busy uy ndoda msweli, yaze yabuhlungu indaba. talk about hypocrisy

  • @eugie5238
    @eugie5238 Před 7 měsíci

    😭😭😭aibo Jesu shuuu💔

  • @njabulobuthelezi1377
    @njabulobuthelezi1377 Před rokem

    ukube indoda ngabe nithi ayiboshwe ngoba iqiniso alikho emhlabeni qhubekani nihlukumeze amadoda ngoba nina ninamalungelo amaniningi bantu besifazane kuyeza ukufa unkulunkulu ngimbekile qhubekani nihlukumeze umfanekiso kankulunkulu

  • @mpumengema8477
    @mpumengema8477 Před rokem

    Kwaze kwabhlungu

  • @nhlanhlagumede4647
    @nhlanhlagumede4647 Před rokem +1

    😭😭😭😭😭jesu

  • @sibonelolungisanibiyela1983

    Ungakanani lonkosikazi oshaya indoda engaka

  • @buyisilempulo8038
    @buyisilempulo8038 Před rokem +2

    Kodwa igebengu bayabalekela bashaya laba okumele babahloniphe futhi Nina maphoyisa

  • @mvelolinksford4836
    @mvelolinksford4836 Před rokem +2

    Iyathukuthelisa lento futhi ubutha phakathi kwabesilisa nabesifazane angazi lento iyolunga mhla kunjani?

  • @nhlanhlangonyama8424
    @nhlanhlangonyama8424 Před rokem +2

    Angisho ukuthi ngthini kodwa ukuba yilensizwa ebihlukmeza ngabe setilongweni manje kodwa kw let me tool

  • @WinnieDladla
    @WinnieDladla Před 10 měsíci

    Ngicelukubuza baba umsweli ubaba oshaywa kabuhlungu kangaka uyasebenza noma uhlala ekhaya?

  • @Mbusowabalondo
    @Mbusowabalondo Před rokem +1

    Sorry ngane yakwethu kodwa ngesikhwama samazambane umfazi akhohlwe ukuthi yiyo impilo yakho lesoskhwama.uThixo akubophe amanxeba duduzeka .

  • @bonginhlanhlajali623
    @bonginhlanhlajali623 Před rokem +1

    Makaboshwe lomama

  • @mpirokajosephmgcokoca2355

    Ebembulala mos. Ulidanisile ikhaya lakhe umakoti

  • @thullynomandla7701
    @thullynomandla7701 Před rokem

    Kubuhlungu futhi kakhulu!!! Ukubulele baba impilo yakho ubhidlize umuzi wamadlozi akini.

  • @daisymogashoa9150
    @daisymogashoa9150 Před rokem +1

    😭😭🙏💔

  • @jabulanentshakala8145

    Ngibingelele baba umswen ngicelausizongalahlekelwaumtanami umuntuomdala ubeshayelaitekisi egoli efaradeyi angitholikwenzakalani ngaye

  • @dennismadlala1501
    @dennismadlala1501 Před rokem +2

    Lento ye GBV isabalale kakhulu is not on women only

  • @phumzilendlela5759
    @phumzilendlela5759 Před rokem +1

    Mmm kwaze kwabuhlungu bakithi ayi awusale usubhubha abashadile bayahlukumezana ongashadile ufisa ukuyozizamela athi angenza kangcono ohhh kwaze kwanzima

    • @smangelegumede8780
      @smangelegumede8780 Před rokem

      Mmm kodwa ngomkhaya wami. Engaty ungasizakala Sbiya

    • @bongiwencayiyana220
      @bongiwencayiyana220 Před rokem +1

      Jesu kwaze kwanzima.umshsya nje usamqeda ngemithi wamenza isdwayidwayi sakhe.Siyabonga mfowethu ngokuphumela Obala baningi abazosizakala.Sibonge kakhulu kuwena Mr Msweli.Akaboshwe lomfazi.

    • @nompumelelokhambule8149
      @nompumelelokhambule8149 Před rokem

      Mmhh kwaze kwabuhlungu ngoZenzo kanti emhlabeni kunjani

  • @buyixaba6024
    @buyixaba6024 Před 9 měsíci

    Lobaba uphuma uyaphi iskhwama samazambane singasekho? Uya kubani pho? Ubehleleleni engahambi eseseright.

  • @lindiwendlela6594
    @lindiwendlela6594 Před rokem

    Abantu besilisa abalungise baqondana nezidlamlilo zabantu besifazane, Bese izidlamlilo zabantu besilisa baqondana nalaba abalungise Mina angazi ngempela kungeneni Kulaba besimame abadalwe ngaloluhlobo okwa I ukushaya indoda yonke, Hayi akesibaziseni labantu basikhetha kwabaningi ake ujatshuliswe yilokho nje, Nalona obesacabanga ukushaya ayeke sisehlazweni elibuhlungu.

    • @nonhlanhlancanana9081
      @nonhlanhlancanana9081 Před rokem +2

      Wena ngokubona kwakho, idalwa yini vele lento yokuthi abahle bavele bahlangane nababi kulomhlaba esphila kuwo vele?

  • @marangmasegomutloane3619

    😢😢😢😢

  • @khwezis
    @khwezis Před 7 měsíci

    Kodwa mfazi muni lo?

  • @siyavelantanga8944
    @siyavelantanga8944 Před rokem

    😢😢😢😢😢

  • @wendy7915
    @wendy7915 Před rokem

    💔💔💔😞😞😞

  • @nellymaneliza5603
    @nellymaneliza5603 Před rokem +5

    Mhh kwabuhlungu ngiyibonile lento 💔💔 why engamyeki Uma ebona akasiyo lento ayifunayo ay lo cc mxm wakha igama lethu kabi

    • @mvuyimpithi8648
      @mvuyimpithi8648 Před rokem

      Udlisiwe 😢😢

    • @vinnidavinci3932
      @vinnidavinci3932 Před 6 měsíci

      When women get their ass whooped, then the whole nation cries and guys get arrested.

  • @sunflawa
    @sunflawa Před rokem +1

    💔💔💔💔

  • @nonhlanhlangubane2125
    @nonhlanhlangubane2125 Před rokem +1

    Nkosi yami kwaze kwabuhlungu ngo baba yilama lungelo alibulala izwe ngoba ngeke aphindisele yena angaboshwa kunzima kubanru beslisa yoh shame.

  • @user-fr3bo3uy6n
    @user-fr3bo3uy6n Před rokem

    masebebulawa kunyakaza umhlaba nx

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Před rokem +1

    Ephesians 5:33.

    • @zanelem3622
      @zanelem3622 Před rokem

      Niyasilulaza makhosikazi ihlazoelingaka 💔😭

    • @zanelem3622
      @zanelem3622 Před rokem

      Hloniphani abayeni beni nithobeke ningaziphakamisi