@@ThandoNcube-xy2fo is too stupid because of pride uzibulele akazisole yena we need to respect each other without using our status lo usisi uyavuna finish
For the first time in my life I am on the side of a Witch after listening to both sides of the story!! Pride doesn`t pay and it will finally humble you!!
I’m not even using umuthi ukuthakatha ku ya phela but i trauma yokuhlukunyezwa ayipheli especially umungenalutho uhluphekile Bullies need to be dealt with accordingly. Bese kuthiwa amadoda abolile sicashe ngawo
But to be fair rich people treat us like rubbish,you will start working at 5 and sleep at 10,you'll work even on holidays for free and it's true that they eat while we watching them hungry they don't even care,you did well my sister,she will know that helpers are also human being from now
Eish bakwethu kubuhlungu kuyazwella! Both of them they are wrong but iphinde yibe yisfundo kuthi isisebenzi ngumtu Naye she/he deserves respect & better treatment
😳😳 hawu hawuhawu,. Babazan bo , Panty liyisigqi , sacred, angiyphathi nje yegazi 🙌, ngine helper, i dont even have indoda. Kodwa ngiyaziwashela mina. Ngyazi phekela. Usile lo cc ..ukuhlukumezu muntu ngempela. Noma ungaba nemali you need to be humble cc wami
Im work as domestic worker long time ago if the is something ur not happy about speak to ur employees about it i use to everything is fine not ubuthakathi
I once was a domestic worker, Azange ngiphatheke kahle but I have never wished to be a person that they we.... God has been too good to me for not being like them. Than thing pushed me to be what I never thought I will be. I'm amazed... Sisi uJesu kuphela ozonisiza. Ngaphandle kwalokho, akunasizo enizolithola. UJesu ozonisiza mahhala
Ha!! 🤨 this is scary 🤨 I always tell my wife that I don't want a helper..U can pay them well kodwa once their mind is set on destroying your family,they go for a kill 😮
Beloved sister, Only Jesus Christ of Nazareth can set you free from this evil spell. You won't even need to pay a cent. So, dadewethu go for deliverance, Jesus Christ will set you free. Going to this nyanga will get you initiated deep in the kingdom of darkness. I pray the Lord will make a way for you
Strange enough they are both bond. Going there she will fix something and a thousand things be messed up. This lady I hope she learned a valuable lesson. Wash your under wear.
@@proudlysa774 yes, if that was a job description and she didn't like it, she should have left. Yall are busy here justifying nonsense! Kush-ukuthi niyakthand-ukthakatha lokhu. No wonder izinto azihambi kahle KwaZulu-Natal!
Hayibo dadewethu kahle wena uma umuntu ewumsizi fanele umwashise amaphenti with periods waze wangazithanda bo.Ake siyeke ukubahlukumeza abasizi bethu mina ngize ngibagqokise ngoba i treat them as part of my family.Indoda iyasidinga isandla sikamhamha ekhaya buka nje lomuntu okuthathele indoda ugqoke kanjani bese uzibuka wena lento iyisifundo iyihlazo lento yakho usayphinda ukuthi umwashisa udoti ngoba umkhokhela uyabheda ngane yakwethu iyihlazo lento.Uxam wasemakhaya uyena ke okuthathele indoda ukumgxoba kwakho akusizi.Lungisanani bakwethu impilo imfishane.Siyabonga mphathi wohlelo.Siyabonga bodade.😊
losisi she's not regretting what she did, yena uze kuba enenkinga nje qah...she's full of herself...how can you let someone wash your underwears just because she's your helper...and while she's on periods akazihloniphinje...la Sisi she's not provoking her but une anger...lapho umephethe izinto ezimnandi yena akaphiwa ngoban aibo guys come on....
Blacks Hayi bo!! Mara.i surrend.witch craft nomona is some of our inheritance from the Devil.l wonder what goes through the husband's head to learn that he now lives with the witch.Two wrongs don't make it right
Its very painful how pple are saying she's right by bewitching her ex madam why didn't she talk to her pray 4 her etc for 17 yrs im washing panties there's no problem im still breathing my kids are going to school i have my house etc The way this 50k woman is proud Jesus hv mercy😮
Even though madam you were too much of yourself shem no one deserves to be treated like that that helper teached you a lesson your not ashamed of yourself telling helper to wash your underwear sis mahn respect yourself 😏😏😏😏😏
Lendoda wayithatha ngomuthi zandile, uzophela 1 day, yibuthakathi lobo, you will pay 1 day, bewungayeki ngani lomsebenzi mawuhlukunyezwa, God iz not full,, l pray for this laddy to be fine
Kodwa yena y ewashisa omunye ipent ubuthakathi kwalobo am saying witchcraft if right but treating people like dogs its a no no nomatter how rich u are.
This is so painful yes u Madam waba wrong ukuthi amuwashise izinto zangaphansi kodwa hhayi umthakathi shym u Zandile nobubi lomuntu wayekusiza yes she was wrong for her doings but u Zandile umbulele ephila nxxxx ubuthakathi😢😢
That's a good lesson to woman,u must never put another woman in your house,who told you woman that when your working you must never do your house chores?
@@KhanyiNalakwakufanele awayeke atshele lo ukuthi ngeke awawashe if emforca ahambe. All you need to do to qualify ukuba umthakathi is to get an excuse. Umadam akamazi umuntu namanje kuyazwakala olimini lakhe kodwa akugunyazi ubuthakathi. Lomthakathi uyambona nje naye isilima somuntu othathe a useless man. Naphambili mehlangana nasame thing uzophinde athakathe?
@@bonisilentuli6064 i agree with you, uZandile had a choice yokuyeka umsebenz uma engawuthandi nemali vele ibincane kodwa ngoba ubesebone uNtuli ukhethe to stay ezowina lobaba. nathi sibuye sithwale kanzima emsebenzin asithakathi siyashiya makungabekezeleki.
Imbi lento owayenza wena cc zandile yokuthakatha uphinde futhi umthathele umyeni wake kanti nawe cc ungake uphinde uwashelwe under wears no man but I wish a good lucky for you beautiful ❤️
That sister is very very wrong to give housemaid underwayer to wash noo
@@ThandoNcube-xy2fo is too stupid because of pride uzibulele akazisole yena we need to respect each other without using our status lo usisi uyavuna finish
For the first time in my life I am on the side of a Witch after listening to both sides of the story!! Pride doesn`t pay and it will finally humble you!!
Nje
Exactly my brother.
Sisonke lapho
Yhooo
Agree
Iltreating someone is bad but bewitching someone is pure evil and can cost you your soul.
Mxxm 😂
Cha nami I believe ayikho into umuntu angayenza to push me ngize ngiloye UCC nje she's pure evil
Mxm uzenza mhle apha @@zanelelangasimelane732
I’m not even using umuthi ukuthakatha ku ya phela but i trauma yokuhlukunyezwa ayipheli especially umungenalutho uhluphekile
Bullies need to be dealt with accordingly. Bese kuthiwa amadoda abolile sicashe ngawo
Ngaze ngamthanda umthakathi...phella umenso unyanyisa kab😮😮
Bathathelana phansi labantu abanemali mabekubona uhluphekile umamkhulu wami basadlala ngaye namanje yoooo🤞
But to be fair rich people treat us like rubbish,you will start working at 5 and sleep at 10,you'll work even on holidays for free and it's true that they eat while we watching them hungry they don't even care,you did well my sister,she will know that helpers are also human being from now
Yooo Nami bebendla phambi kwami ngihlala nabo Nami ngilambile kuthiwa ngiye bheka ingani phandle bona bendle
They are very bad most of them
Report them that exploitation
Eyi umuntu omnyama ke unjalo anganemali nje kodwa not bonke . Basekhona abamaziyo umuntu.
@@IndiaTshumayoo vele bayakwenza bayadla phambili kwakho babona ukuth sihlupheke kakhulu abazi ukuth kuyasizwana labodoti
This is a lesson that everyone must learn
🙏❤
Impela
😢 impilo inzima
Dlala Matifana muhle umsebenzi wakho. Le episode iyangjabulisa kakhulu njalo iyisifundo ebantwini abano chuku Kubo house maid. 👏🏾👏🏾
Wamlaya yazi now she learned to respect others
Eish bakwethu kubuhlungu kuyazwella! Both of them they are wrong but iphinde yibe yisfundo kuthi isisebenzi ngumtu Naye she/he deserves respect & better treatment
Ummmmmh this is sad...
Mmmmm kunzima yekani ukubangomedemu nibengamavila
oO madam mabohlukane nokuhlambisa izisebenzi izinto zangaphantsi.Mabazithande
I kahle hle awusuye umuthakathi bakuphushe waze wafika kule senzo sakho
Uyambona oe umuntu oryt bandla
@@mazikodemawendy8764 ngiyakuzupoter injalo
Mina ngisebenza khona endlini kodwa angiwawashi amapheti nkosym noma lingene ngephutha kumbaskidi uyalikhipha kungaze kufike langithatha khona iwashing sengihlalile la ngafika 2022 /02/04 namanje ngisahleli kuhle kumnandi ❤❤❤❤❤❤❤
😳😳 hawu hawuhawu,. Babazan bo , Panty liyisigqi , sacred, angiyphathi nje yegazi 🙌, ngine helper, i dont even have indoda. Kodwa ngiyaziwashela mina. Ngyazi phekela. Usile lo cc ..ukuhlukumezu muntu ngempela. Noma ungaba nemali you need to be humble cc wami
Love you❤ God bless you
Siyabonga Cc I hope amuholeli below the guidelines ama housekeepers.
😢Angazi kwenzakalani 😢kodwa ngizizwa ngimthanda lo othakathayo 😢or nami sengiyathakatheka😮
Nami ngiymthanda😂
😂😂😂 yena ubekhuluma into ezwakalayo.
😂😂😂AVE engichaza yazi.shithi sibaningi esithakathekayo
Nami ngithanda yena sibaning sithakathekil😅
😂😂😂😂😂😂😂
Im work as domestic worker long time ago if the is something ur not happy about speak to ur employees about it i use to everything is fine not ubuthakathi
Sometimes they don't want to listen to us ☺☺☺
The silence after the introduction IS THE HEAVIEST! 😂
Oh my Shudros, ngakubona wavele wangichaza. Ungowesifazane okhethekile ohlakaniphile. Uyisibonelo esihle kwabancane nabadala. ❤️❤️❤️💕🌹
I really don’t support witchcraft but Zandile taught her a Lesson she’ll never forget.
Yofunda ukuphatha abantu kahle noma bengekho ezingeni lakhe.
That true what she do is very wrong aaaa
Injalo nje
Umloye kancane
Nawe kusho ukuthi uyathakatha
Kubalulekile ukuzithanda lentombazane ayivila ihambisa imali phambili siyandingana singabantu.sisi uma ungumuntu wesifazane kumele uzithande uzihloniphe wena waba inuku wafunda kabuhlungu
Waba u madam kakhulu...when you have a helper..your bedroom is a nono...especially une ne ndoda..you must be very careful❤
😮
🎉Ungathi uxakekile nje uzokusebenzela amayeza madam songa inqindi xa usilwa usile lo
M speechless 😮
Women are evil...😢 Yoh!
Lento iyisifundo akfanele uthi ngobs unotho bese uthatha abanye kancane,uwashisa kanjn isisebenzi into yangaphansi?
Yhoooh cc hlambisa umntu igazi kuba usithi uyasebenza hayi cc uwrongo i gazi lidika kulelakho olomnye umntu phooo😢😢
Wasithola kwabhlungu isifundo uMadam ngoba ukhohlakele
Ubutshapha shame ukhuliswe njani
Awumuwashisi umuntu into yangaphansi uyaziwashela😢
Ustholile isfundo losisi ngeke aphinde ahlukumeze abantu
Yisfundo lakwabanye yekani ubutshapha lobuvila igazi lomfz akumelanga libonwe ngomunye umuntu noma umholela asikho isdingo sokuwatshisa umuntu igazi please ngiyalikhuza
Ciniso elimsulwa 🤞 yazi ukunyaza omunye umuntu ngoba ehluphekile😢
Yes llo sis ivila ewumuntu omnyama ungamwashisa kanjani ngempela umuntu into yakho yakkngaphansi and ungasathinti lutho kwakho konke seku aunt konke cha ku wrong nakekela nawe indoda yakho
UMUNTU UYAZIWASHELA IPHENTI LAKHE
You shouldn't treat housemaids like trash. That's why she's in trouble. You reap what you sow
I once was a domestic worker, Azange ngiphatheke kahle but I have never wished to be a person that they we.... God has been too good to me for not being like them. Than thing pushed me to be what I never thought I will be. I'm amazed... Sisi uJesu kuphela ozonisiza. Ngaphandle kwalokho, akunasizo enizolithola. UJesu ozonisiza mahhala
😢😢wemaye usadelela ubukela phansi umuntu ubiza ngisisebenzi ekumele siwashe amaphenti anegazi ngoba siyahola uyalunga bengingeke ngikusize mina Nidelela kabinina nxaaa
Mnxm mina bengomkhokhisa bese ngingamlungisi tuu . Slima samedem
@@MimiMadunanawe umfazi cc awu melanga usho kanjalo yaz😢
Esakwazi ukushaya mina bengiyomshiya lapho esangbiza ngokuxakeka
Usile lo madam. Uyanyanyisa
Umthakathi omkhulu ilo owashisa abantu umumenso.
Nam yikho engikbonayo lana
Uyinja nje lomadam uma umuntu umholela kumele umenze islima jhooooooo ai
Cabanga nje kuyowasha ingati yemfati ngenca ya 1500 .thatha Zandile uyedelela Lo cc Lona .kodwa nawe Zandile uligwala Mani nakasukuma ubaleka 😂.
Linzima leligama ngesiZulu "umenso"😂😂😂
Udelela ngempela lo madam namanje ubezishaya isifuba ngokuthi ngangikuholela cabanga nje
Take Jesus Sisi...no witchcraft will stand the blood of Jesus.
Syabonga mphath Matifane 😊😊walphatha kamnandi uhlelo lanamhlanje olunzima nakangaka,singabantu besmame asyekeni ukbukisa ngoAunty abasizayo,asfunden ukbaphatha kahle njengomndeni bukanje inkinga eyadalwa yilocc ngenxa yenhliziyo egobile ukube umsizi wakhe wamphatha kahle ngabe abekholana 😢😢😢
Very touching
Ha!! 🤨 this is scary 🤨 I always tell my wife that I don't want a helper..U can pay them well kodwa once their mind is set on destroying your family,they go for a kill 😮
True hey
Labantu ba dangerous why esesaba ama camera🙄🙄🙄
Why did she give her dirty panties mara😢 that's physical abuse 😢 panties while on periods yhooo!!
Aw cc nawe nehlazo uyaziqhayisa ngokuthi umuwashise iigazi lakho
Yini liwo 1500 nx
Beloved sister, Only Jesus Christ of Nazareth can set you free from this evil spell. You won't even need to pay a cent. So, dadewethu go for deliverance, Jesus Christ will set you free. Going to this nyanga will get you initiated deep in the kingdom of darkness. I pray the Lord will make a way for you
True 🤞
Which one african one or Nazareth?
About that,, I have a testimony. Only Gods intervention can save this soul. He deliver us from evil.. Free of charge.
@@bathandwandongeni8764 Glory to Jesus! I rejoice with you, Beloved
Strange enough they are both bond. Going there she will fix something and a thousand things be messed up. This lady I hope she learned a valuable lesson. Wash your under wear.
Ngigcwele ngomthakathi❤❤💪💪💪
Ay ubephezulu kakhulu ucc ay syabonga ay umehlisile shmm angathi nabanye bangafunda isifundo impakamo ayilungile
Ai ngiyayivuma le Show. iYALUNGISA NGEMPELA
God bless you my brother
Nami bengingaba umthakathi,ngeke uwashise umuntu ukungcola kwakho ngoba uthi yamkhokhela nawe lokho ukwenza umthakathi,ngcono ufundile isifundo😢
Sisi okusho ukuithi unemali bese uphatha kabi umuntu nokwenza okusizayo. imali ayisho ukuthi iba namandla ngithembe ukuthi usitholile isfundo. amen
you can’t justify ubuthakathi, she should’ve just left the job
@@CultureStreetFeedijob yokuwasha amapenti
@@proudlysa774 yes, if that was a job description and she didn't like it, she should have left. Yall are busy here justifying nonsense!
Kush-ukuthi niyakthand-ukthakatha lokhu. No wonder izinto azihambi kahle KwaZulu-Natal!
@@m.x.refrigxolani8365 here we go, ubuthakathi in KZN
Really now? 🚮🚮🚮
@@proudlysa774Ngese wahamba kaloku ayosebenza kwenye iindawo
Mina laphekhaya angimdingi uMama osizayo ngyazi uSatan uvuka emini libalele
😂😂😂😂😂kodwa ungihlekiselan
😂😂😂😂
Mina ngaqala ngina 19 ukusebenza
Emzin yabantu ngihlala khona abanye bengihlukumeza namanje ngisasebenza laba baryt kodwa akaze nje ngizibona ngenzemanyala laptop ngimuhle ngimele kahle
Number 1,100 percent correct
Kodwa ukukhohlakali nikwenza kanja ngoba klk xa uhlulwa kulungisela umkhwenyan wakho ungamphekeli ungamphekeli usube uthemben wena
Losisi namanje useliqhalaqhala akamshiye, ngoba akakwazi ukuzehlisa, ahlukumeza omunye umuntu ngoba emsiza kwakhe.
Yes yes my sister,thatha idonda🎉🎉🎉
Yhooo sisi uhlambisa abantu ngeR1500 pho even million hay sisi...kodwa waze wangcola zandile
What a story this is a lesson to all ladies guys respect your privacy sis ube umadam kakhulu nawe
Ukhohlakele u Anti osebenzayo kwakumele atshiye ayodinga phambili yibuthakathi njalo ngeke kumuse ndawo lokho ukuthatha indoda yomunye God is watching
😂😂 for once ngise sadini lo Mthakathi
Engabe wabonani lobhuti kulengulube engagezi Mubi Lo anti Shem muhle umadam❤❤❤
Yini le le ikufakisa ❤ later wamlaya xelegu lomfazi rhaa uyikhulula njani penty uyibeke enegazi phooo
Hawu madam ipheyti elinegazi pho
mmmmh kodwa
Uyaganga Lo cc. Mina ngangingafuni ngisho angiwashele bra uAunty.
Cede amtjele ukuthi ubemholela
😢😢
Udoti into yangansi Pho....!
Hayibo dadewethu kahle wena uma umuntu ewumsizi fanele umwashise amaphenti with periods waze wangazithanda bo.Ake siyeke ukubahlukumeza abasizi bethu mina ngize ngibagqokise ngoba i treat them as part of my family.Indoda iyasidinga isandla sikamhamha ekhaya buka nje lomuntu okuthathele indoda ugqoke kanjani bese uzibuka wena lento iyisifundo iyihlazo lento yakho usayphinda ukuthi umwashisa udoti ngoba umkhokhela uyabheda ngane yakwethu iyihlazo lento.Uxam wasemakhaya uyena ke okuthathele indoda ukumgxoba kwakho akusizi.Lungisanani bakwethu impilo imfishane.Siyabonga mphathi wohlelo.Siyabonga bodade.😊
Ukhohlakele we cc nalo mali yakho
Helper nae why didn't she leave if she wasn't happy with her salary. Esontweni bathi send back to sender
Bagcwele abantu abangakusiza dadewethu hambuy'eZimbabwe umangabe uludinga usizo lwempindiselo kudumuzulu ekakubo emini
pride yalosisi onento epink ngekhe nje ndilungise kwaleyonto....munemali that doesn't give you the right yokuthi uphathe kabi omunye umntu
U cc we pink too much pride
No zandile usile n she's provoking locc coz cc uze uzolungisa yena uyageza
losisi she's not regretting what she did, yena uze kuba enenkinga nje qah...she's full of herself...how can you let someone wash your underwears just because she's your helper...and while she's on periods akazihloniphinje...la Sisi she's not provoking her but une anger...lapho umephethe izinto ezimnandi yena akaphiwa ngoban aibo guys come on....
Mina ngidina umthakathi lo ingxathu , ongath aygezanga noma iza kule show, wenza kahle usisi adivose ayeke oxamu babhaxulane ngoba shuth nendoda iyafana nalexebe, bekmele amhambele ngaphandle kokuzoncenga isdwedwe lesi, ubezomthola umuntu owazi umuthi ngoba uzothi uyosizwa kanti bayamqedela.
@@avilisaaviwe6810 u.zwile ma athi wazilobola
Blacks Hayi bo!! Mara.i surrend.witch craft nomona is some of our inheritance from the Devil.l wonder what goes through the husband's head to learn that he now lives with the witch.Two wrongs don't make it right
Yi-lesson from both husband and wife.
I like indlela uZandile a reactor ngayo it's seems like she is a good woman
Very matured and wise. She's self aware.
Its very painful how pple are saying she's right by bewitching her ex madam why didn't she talk to her pray 4 her etc for 17 yrs im washing panties there's no problem im still breathing my kids are going to school i have my house etc
The way this 50k woman is proud Jesus hv mercy😮
It shows how women are wicked........it breaks my heart
Iyhoooo bo cici abanemali this is a strongest lesson ever, stop abusing people because of their situation. Ukuwasha I 🩲 🩳 yomnye umntu sies😮
Basile abototi laba abane mali. Abekho humble AT ALL?
To be hournest akunamjolo olungiswayo la, kulungiswa ubuloyi🤞🤞
Waze wakhohlakala Zandile bo, andisho ukuthi umadam wayeright
Ukumloya hhay, unesbindi eine thambo
Iphinti cc elinegazi ukubukelana phansi nje uhlulumezekile ngiyalenyanya igazi lami ngaphi elomunye umuntu yooo wayengazenzi cc
Locc rong ngokuwashis muntu kngcola kwakhe
Even though madam you were too much of yourself shem no one deserves to be treated like that that helper teached you a lesson your not ashamed of yourself telling helper to wash your underwear sis mahn respect yourself 😏😏😏😏😏
The husband was going to cheat anyway. How can you be proud of how you met your wife.
Noma ngabe kunjn nj uyanginyanyisa umuntu othakathayo
Akekho umuntu owathakatha la. Wena sisi washa amapanty akho uzoba right. Yeka futhi ukuhlukumeza you learnt the hard way
Wamlaya xem I support umthakathi this time. Just imagine iphenti not to mention elinegazi
Mhmm kwaze kwanzima kodwa loSisi cha uyakwaz ukuzehlisa yaz ; sengat angaphumelela kubuye kuhambe kahle empilweni yakhe usisi Amen
Yaze yangicika indaba ngingahlangene nayo , uyabona into enobthakathi phakathi ivele ingphathise ikhanda coz wow , nginezinkinga ezningi empilweni through ukthakathwa and umthakathi uyvumbula eduze kalula into angakugila ngayo 😮😮😮😮
Ungihlekiselani kodwa mntase😂😂😂😂😂😂😂😂❤❤❤phephisa kuzondlula uyathandwa❤ bayeke laba bafundisane impilo bazoba strong😅😅
Wonakele kodwa, awubuke nje nemali yokugibela kuyiwa lapho enyangeni yakho, awunayo, isikhuni sibuya nomkhwezeli, impilo kazandile yiwubudlova.
Kodwa ngathi uZandile akekho right mentally 💔
Isdlumuka lesi serious n uyazincoma shame
Nami ngibona ubutakalani nje ku Zandi 😂😂😂
N akekho right udinga usizo locc engqondweni💔
I was scared to say such...angaze angi... Ngiyabesaba uMaZ
NAMI NGINGUMSEBENZI WASENDLINI KODWA NAGELILODW ILANGA NGICABANGA UKUTHAKATH OMUNY UMUNTU KWASEKWENELE NGOKUMTHATHEL INDODA
I'm happy about u my precious brother, Ur a real Man
😢yoh ezinye izinto uyazenza unganaki ngokuzikhukhumeza ukhohlwe mnje ukuth isondo liyajika ... Ngu cc we dress ngabe sengilivumil icala lami straight... Inkinga usanokuphakama ayi👏
whuu nam if bekuthwa ndinguye lo sis we dress..ai bendzozi thoba ngenyani ndizehlisee
True
I hope athole usizo usisi ngegama likaJesu
Aw Slungis'ujolo❤Kwaze kwakuhle ngibona kwenzeka kudalek'uxolo ngyabafisela kuthi kulunge bangabe besa xabana Nkulunkulu abanike -spirit of ubuntu Nawe Mfwethu qhubekele phambili nokusiz'abantu Nkosi kubusise
Usazo mphinda, uyom remote this time 😂😂😂😂
Lendoda wayithatha ngomuthi zandile, uzophela 1 day, yibuthakathi lobo, you will pay 1 day, bewungayeki ngani lomsebenzi mawuhlukunyezwa, God iz not full,, l pray for this laddy to be fine
Kodwa yena y ewashisa omunye ipent ubuthakathi kwalobo am saying witchcraft if right but treating people like dogs its a no no nomatter how rich u are.
Indoda saw wife material ku helper
Uyalunga wena cc wamadilozi uphakeme kakhulu yehliza Funda ukuhlonipha abanye
Mina nje kube imina ubungeke ngikusize impakamo isekhona
@@LungiNdlelaLendoda aythathwangwa ngomuthi, lo madam uyambona ukuthi ubossy and nginesure ukuthi indoda ubengayhloniphi. Thina madoda asizwani nenyongo singakshiya kwi mansion syolala emjondolo where we find peace. Lo uyambona nje ukuthi uwuvuka skhulume ubonakala nawukhlulwa ukzehlisa kuwuyena odinga usizo
This is so painful yes u Madam waba wrong ukuthi amuwashise izinto zangaphansi kodwa hhayi umthakathi shym u Zandile nobubi lomuntu wayekusiza yes she was wrong for her doings but u Zandile umbulele ephila nxxxx ubuthakathi😢😢
Cha nawusebenta kamuntu awusiti yena cc niyasitana Lana .naye abemhlobisela umuti wakhe asikho sidingo sekumwashisa ma penty.Phela Zandile abeyisebentela lemali abengayitholi mahhala kuyasitwana
'First time i see a proud witch😂😂😂
Ngoba emholela 😂😂UYAMFUNDISA ISFUNDO SOKWAZI UMUNTU AKAYONA IINJA.
Uyaziswa omunye muntu ziwashele ummenso wakho.
@@SaneNandiphaI think ufundile lo sesi sham😂😂😂. Angeke asa phenda🤞😂
😂😂😂
Yooh bafwethu impilo úmphathe kahle omunye untu buka nje mnj siqhathwa impakamo nokungabi nazwelo komunye umuntu isifundo lesi bakithi cc ungaphinde ubenempakamo komunye umuntu 😢
Bawrong boyi2 because lomfazi akakwazi ku washisa lo sisi izinto ezinje noba uyi girl yakhe
Uqaphele kodwa uZandile uhlakaniphe kakhulu kanti nawe Zandile uqaphele
That's a good lesson to woman,u must never put another woman in your house,who told you woman that when your working you must never do your house chores?
Akakho rongo tuu uzandile umfundise isifundo ukhohlakele lo unento epink
UZandile wonakele,ngisho kwathiwa waphathwa kahle ubezovele ezothakatha.
Nalendoda ewu Ntuli idlisiwe nje.
Amaphenti ebewawasha anegazi uthini ngawo wona angeke uphawule lutho ngakho??
@@KhanyiNalakwakufanele awayeke atshele lo ukuthi ngeke awawashe if emforca ahambe. All you need to do to qualify ukuba umthakathi is to get an excuse. Umadam akamazi umuntu namanje kuyazwakala olimini lakhe kodwa akugunyazi ubuthakathi. Lomthakathi uyambona nje naye isilima somuntu othathe a useless man. Naphambili mehlangana nasame thing uzophinde athakathe?
@@bonisilentuli6064 i agree with you, uZandile had a choice yokuyeka umsebenz uma engawuthandi nemali vele ibincane kodwa ngoba ubesebone uNtuli ukhethe to stay ezowina lobaba. nathi sibuye sithwale kanzima emsebenzin asithakathi siyashiya makungabekezeleki.
Zandile akekh wrong besekhathele nam nginguzandile bengingenz the same ngek uhlukumez umunt ngob uthi uyahola
U wrong uWife ngokumwashisa ukuncola kwakhe but uZandy ngath uyiqhalaqhala maarn uyamemeza ngathi azithi mzala😮😮😅😅@@SlindileNgubane-j7m
Nam bengzomshaya ngezakhe mhla engisa kle Nyanga Aya kuyo need ngbuyisa indoda Yami back
Umlayile losisi wamsebenza cz usile and uyadelela ne pride yokunuka😂😂
Umthakathie uphinde umthatheli ndoda saza sathakathabo isisebenzi, wawungashiyi ngani umadam Uma ekuhlukumeza, cha ungcolile
Akagcinanga lapho usemfuna nemali makmele amkhiphe lento amfaka yona😮😮😮
Bafika behluphekile bevuma konke Uma sebengaphakathi sebeqala ukujwayela Kabi. Wayevele ezoyithatha indoda noma wayenga washinmapanty benza njalo abanye bayawantshontsho. Omunye wawabamba ezimpahleni zakhe Uma embuza ukuthi ubezowenzani akangasho. Khiya ikamelo lakho mfazi ungawashelwa izinto zangaphansi. Ezabamhlopje bayaziwasha abakhonondi abawathathi namadoda abo. Bathathela udadawabo nje kuphela kuze kumhabele kahle
Inhloso yalona wayefuna u baba wengane
@@khanyislesokhela9724 khohlakele muntu wesifazane yamsaba. It's ukuphakama komuntu la. Awukhulumi ngani Uma ungagculisekile kunokuthakatha omunye umntwana noma uthathe indoda uhambe nayo mos ushiye umntanabantu bazomthola abanye nxm
Cc ubuthakathi masebuza kuwe buyingozi, reverser lento owayenza(khuzeka)
NO HELPER PLEASE !!!!!!!!!!!🙏🙏
Yekani bo madam ukuthanda imizi emikhulu exaka ngisho ukuyicleaner, kuze kuphoqe ukuthi nithole abasizi. I'm warning yall, and I'm a man.
Mkhulu impela owami but angifuni muntu wangaphandle kwami sorry ngiyazenzela and asinankinga nje
Kodwa obani ubuvila,ungahlulwa ukphekela indoda nje ungenayo nengane,uthenge nomshini wokuwasha nowezitsha ngoba uyivila😮
Wathi mfundisi mpungose antiiii we antiii 😂😂😂 ei wayibon lent ei yabon impela
Hhaycha ngyaqala ukuba on a side of a witch 😂🎉
Dlala u look like u side with this helper today she's happy but we can't know her tomorrow she's a woman
Yah I agree uthathe iside lomthakathi kubelungu bayaziwasha lezinto bangasho niks yena kwakumele asho ukuthi sisi lokhu ngeke ngikwazi ukukuwasha
Kushukuthi istayela sabo nami ukhona owayengiwashisa amashidi ,namathawula amakhulu ebelala nendoda embedeni zonkinsuku nama g string.Nama trunk endodayakhe lapho leyandoda yayingafaki u under.Minake ngashiya ngisamzonda namanje.
Shem cc, and why engazuycabanga umfazi cz bayazikthi ubuthakathi bukhona and angathathelwa nendoda, okanye becinga ayizukwenzeka kuye lonto lasisi?
Masokumele usisi ayelungisa kasenayo imali yokugibela kodwa ma esiyo thakatha unayo .Ngabe wathatha indoda wayeka lomadam .
Manje zandile lendoda izokubona ukuthi umthakathile bese ekulahla
Mphemba madoda uyinkunzi udla kwasani
Syabonga osisi bagcine bezwana yinto enhle
Oyena ungumthakathi ngulona we pink dress
Dankoo
Kodwa loma wengane akagqokile ngani...kodwa nasekhanda azithi mzala
Naze nàmusho bakithi ubeyphindisela
Ngumthakathi lowu Y engatshiyanga umsebenzi nxa engekho Happy Dan ukwenza lento yakhe
Cc wa funa msebenzi aiiiiii ukuhluku nyezwa
Cc imisebenzi ayisekho manje plus awazi ukuthi washiya ekhaya kubo isimo sinjani so akulula nje uvele uyeke umsebenzi
Noma ingekho imisebenzi kwakumele ashiye kunokuthakatha umuntu kwakhe…… yec kwakungamele amphathekabi amwashele namapenty bt elokumthakathaaaa 🙆🏾ay
@@MissionNyanda Fuseki wena, if you are not happy with work, there is an option to resign or leave in peace. Ukuthakatha kungenaphi?
angimsoli usisi lomadamnyana uyavuna akusho kuthi uma enemali agcilaze umuntu osweleyo futhi omdingayo kuthi akusize vuna watshala
We don't give access to those who help us it's our culture we are black people 😮
Ngiyaqala ukuthanda auntie othakathayo kanje, ngithanda uma esebaleka😅😅😅
😂😂😂😂😂😂 indlondlo kaaunty
@@charitynomusa9114 LOL uyangihlekisa uma esebaleka😂😂😂
Ulayekile good Zandile rhaa ukuthi uyamrholela akutsho ukuthi mwashise igazi lahko ulixelegu elinemali 😂😂😂😂
Mna bezoziyela sendindodwa kula tata ndimfake esibi sona abeligeza elihamba ngaze apha endleleni ngoba umntu xa ekwenza into ongayifuni ndingavele ndihambe ndimshiye umntu kwakhe kunoba ndimfake isichitho
Bayeyisa laba
Dlalamatifane 😂😂😂uzandile ngathi azithimzala😂😂
Ngampela and labantu engathi azithi mzala abeve bewathatha amadoda abantu futhi nemithi iyabachuma
😂😂😂😂
@@sanehmngadi8447😂😂😂😂 bawathatha ngempela laba ezingathi ziyashoda kancane kubo.
Akekho Right ekhanda
😂😂😂uqinisile mfethu
Weeeeh kwaze kwakubi angisabafuni ngempela o anti 😮abahambe bayofa nokuhlupheka kwabo bagangile, futhi nawo ke amadoda ayizinja ahambe nje ethatheka
Omadam bayadlala ngabantu
Ukuwasha amaphenti pho ngoba kuthiwa uyahola
Iwrong lanto . Bantu besfazane asizihlonipheni
Some people are careless, panty is very private, how can you give a woman your panty to wash.
Sisi you have made a very big mistake i do have a helper but not in my bedroom u must wash your clothes, cook for your husband thou you are working
But not amapenty nidlala ngathi masihluphekile jhoooo ayi..
Your bedroom is no go area for no one, and drop the pride
Mina I lock my bedroom when I go to work. Do my own washing and cook for my husband.
Kwanzima ufike usize umuntu kanti uzokugila
Amaphenti bekurong kakhulu
Kwakufanela amshiye engamoshi impilo yomunye umtwana
Namadoda izinja
Sisi Ungasayi kuleyanganga ukuxolisana kwenu has broken the curse, uyokhipha 50 000, uzoyikhipha x3, wena khulekani UJEHOVA akahlulwa yilutho
😮
Yes my sister, Nami ngigakuthathela idonda.
Ngisho njalo nami. Ngicinisile ngempela. Amaphenti anegazi? Pho!
Imbi lento owayenza wena cc zandile yokuthakatha uphinde futhi umthathele umyeni wake kanti nawe cc ungake uphinde uwashelwe under wears no man but I wish a good lucky for you beautiful ❤️
So uright lo owashisa omunye igazi?
Bafowethu uyabona abasizi bethu abekho rite kuningi abakwenzayo bayantshontsha izimpahla,ukudla kwesinye isikhathi ningenelwa izigebengu zifune imali nayoyonke impala endlini noma wena uthi usemsebenzini sona sisale siletha itruck ihambe yonke ifurnuture yakho
If ningafunda ukubaphatha Kahle ngenke bakwenze Lokho
Kodwa yikuphi okudlula ukthi umuntu umfundisele ingane yakhe uyikhokhele itransport yonke nje into ehlangene neskole umenzele uphinde nidle naye bhodwe linye umholele 4500 ngenyanga mayegoduka imali yokugoduka iyamnika kodwa still akuntshonsthele
One wrong thing ukuwashisa umuntu your panties.
UZandile ubevele ekhohlakele.
Likhohlakele leligxaba eliwuZandile. Wawungahambi ngani uma uhlukumezeka? Naweke nokuwashisa abantu amapenti!🥺
Kodwa nawo amadoda anamanyala,yini yona le .
Ukuhlukumeza umuntu kubi boo umgezise amaPanty akho Madoda nami bengingakwenza lokho Sies ubuvilaaa uyabulala ngesinye isikhathi Shame ukube niyabona Bafazi ingozi insilaa yakho yangaphansi Yoo losisi abedlala ngento okungadlalwa ngayo ungaphindi Sisi ukube ugcinile ungaphaphindiiiiiiii
Angisho ukuthi u Madam u right lodwa amaphenti abelungu bawawasha mihla malanga. Wayengawuyeki ngani umsebenzi kunokumthakatha
Qinisile cc nomzamo but siwawasha ngomshini hhay nge sandla
Ei wayefuna indoda
Anegazi phooo zange ndayiva ntlobo ngaphandle kuthiwa uyagula
Sis Zandile Mkhize, Khabazela Ngicela usale usuwenzela umoya wakho umsize usisi kulenkanankana.