u-Ali Mgube Uxolisile | Yingabe UMkhathazi Ugqugquzela Ucansi Ngenyama Enyameni?

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 24. 10. 2019
  • Ali Mgube Uxolisile | Yingabe UMkhathazi Ugqugquzela Ucansi Ngenyama Enyameni?
  • Zábava

Komentáře • 23

  • @mbusomngomezulu8947
    @mbusomngomezulu8947 Před 4 lety +11

    thina sazi ingoma ethi " omunye phezukomunye " yahlukanisa unyaka mnj owan umsindo ngesihloko inyama enyamen

  • @czwescyzwe3240
    @czwescyzwe3240 Před 4 lety +6

    YIN ABANTU BELWE NAMACIKO ETHU bengicela abantu bayeke amaciko ECIKOZE UMA NABO BEFUNA BENGENE KHONA..... THANKS

  • @ZWIDEMEDIA
    @ZWIDEMEDIA Před 4 lety +2

    Wenze kahle waxolisa u Ali🔥👏

  • @kayelihlemngadi8899
    @kayelihlemngadi8899 Před 4 lety +4

    Ali Mgube qhawe siyabonga yonkinto yakho usuyenza ngobdala vele manje, siyakxolela futhi sohlezi sikthanda. #ama-SAP

  • @sakhisenizuma3117
    @sakhisenizuma3117 Před 4 lety +2

    Abantu abakayozwa nokuyizwa ingoma sebeyaphawula

  • @msawenkosimnyandu2532
    @msawenkosimnyandu2532 Před 4 lety +1

    UMKHATHAZI ENGOMENI ETHI INYAMA ENYAMENI AKAYELANGA NGISHO NANGAKHONA EKUGQUGQUZELEN UCANSI OLUNGAPHEPHILE , INGOMA IPHETHE UMQONDO OSOBALA FUTH IMNANDI. ABANT ABATHENGE I ALBUM BEZOKHULUMA INTO ABAYAZIYO. # KHUPHUKA NKOBONGELOOOOO.

  • @mkhuphulangwenyasibongisen5724

    Ukuthi nje uKhozi luyathanda ukuzenza muhle lucindezela abaculi ayikho nje inkinga kulengoma kaMgube siyaythanda thina abayiyeke bengaydlali emsakazweni kodwa thina sayithenga siyayidlala

  • @sibonelosbokzambanjwa6458

    Bashaye Nsibande badidekile laba uMkhanyakude ungenhla ngengoma

  • @sobalancube6021
    @sobalancube6021 Před 4 lety

    king Dawudi isiZulu siyatolikwa naaa

  • @pennybuthelezi1540
    @pennybuthelezi1540 Před 4 lety

    msakazi iSkin kuthiwa isikhumba ngesizulu, uMkhathazi uthe inyama enyameni.. ake nikhohlwe uCansi nicabange ukuth uma umuntu ongenawo amazinyo edla inyama kwenzeka ini lapho ngaphamb kokuba nijaje.

    • @kwamikestowingrecovery3099
      @kwamikestowingrecovery3099 Před rokem

      Ngiyabonga sondiya lona okuthiwa uyakhala ngalengoma usangene akathenge icd bese ekhulumake coz kwi CD umkhathazi akukho la akhuluma ngocansi khona

  • @izinsimbi3858
    @izinsimbi3858 Před 4 lety

    Omunye phezukomunye wayishukutsha kaze kwabakhona enenkinga ngalokho umbhedo nje wengoma uhlukanise unyaka nawusupport naku manje ngoba ngumskandi seniyaqala please bafethu asiyekeni umona ingoma asikayizwa ukuthi ithini so please 🤔

  • @celaniaza79azania93
    @celaniaza79azania93 Před 4 lety +1

    Unyanisile mamela kuqala ubesobuya ukhulume ngento oyizwile ubesoyahlomla

  • @musasonakalimvelase2773
    @musasonakalimvelase2773 Před 4 lety +1

    abantu abafunde ukulinda kphume CD bese beyahlaziya bengaphaphi 🙄

  • @skumbuzosknxumalo3171
    @skumbuzosknxumalo3171 Před 4 lety

    Asikhumbule esizulwin singasho igama elilodwa besekuya ngokuthi wena ukhuluma ngani noma uqonde ukuthin akmelanga sijaje ngaphambi kokuzwa kumnikaz wengoma kuqala ukuthi yena ubesho ukuthin naku gcokama kusenzile lokhu sacabanga ngendlela esacabanga ngayo kanti yena wayengasho lokhu thins esasikucabanga lokh okwakhombisa ubuhlakan anabo nokujula ngokomqondo akushukuthi ngoba sazalwa sazi ukuthi uma uthi inyama enyamen kusho ukudibana ngokocantsi ungafake jazi lomkhwenyana ngalokho kusho ukuthi inkulumo yamagama esizulu iyohlala imi lapho ingasaqhubeki lokho okusho ukuthi nemqondo yethu iyohlale imikhona lapho ngobasazalwa kuthiwa kodwa ngokusebenzisa imiqondo singalenza igama elisho lokho kodwa ulenze lisho okunye nomangabe ke mhlawumpe ungacabanga ngalendlela enicabanga ngayo kodwa futhi lokho akusho ukuthi wena ungenza into ongayifuni ngisho nakomabona kude zining izinto esizibonayo ezingekho right nezi right kodwa lokho akusiniki ukuthi senze lezozinto ezingalungile kodwa kubasekthen wena ucabanga kanjan nawe uyakwazi okukulungele nokungakulungele amen

  • @juiceorosomkhuludlamini889

    Chah kuty thina bant syathanda jahaku phakamisa imlomo yethu kungena sdingo nento skhulum ngayo singenayo sure yayo lengoma kamkhathaz izisholo kunye thina svele safikelw ucansi olungaphephil esh sizwe sakith ngyasaba masenjeh

  • @mphumuzeniayanda8320
    @mphumuzeniayanda8320 Před 4 lety

    Up ma orange nation siyakuxolela

  • @bongsmkz7473
    @bongsmkz7473 Před 4 lety

    weeee baze bayinkinga naba abantu isihloko sesingasusa umsindo

  • @busanimbusozondi4601
    @busanimbusozondi4601 Před 4 lety

    Isizulu asitolikwa oskin to skin bani bona labo yeeey kahlen bo Inyama enyamen la...isihlok nje ingob ithini ngenyam enyamen ilokubhinqa kwamanje okunyinking umculo wesintu lo amagama abekwa njengokuba enjalo...

  • @sbonelogoba6329
    @sbonelogoba6329 Před 4 lety

    Awu siyakuxolela bhuti umgube uqhubeke njalo qhawe

  • @lungelomkhize4507
    @lungelomkhize4507 Před 4 lety

    umaskandi sebevele besdide nje ngalezi ihloko ezicashile noma indlela yokupromoter iAlbum Lena aii bakwethu thina samaZulu ngeke singathuk sibona uskin tu skin
    Igeza laKwaMgube umfoka nduku zempi Syabonga ukut ukhulum uzehlisa ngeshloko sakho lokho kukhombisa ubuLegend

  • @buhlebuhlemlaba2226
    @buhlebuhlemlaba2226 Před 4 lety

    Ayi yazi laba abathi umkhathazi ugqugquzela ucansi olungaphephile bayambhendela njena ngoba yena ecula umaskandi ngoba Ikhona ingoma eyi house esho yona lento ethi inyama enyameni yonake ize ithi soyidla gobumnyama abantu abayeke umkhathazi njena awu ngoba useyagcindezelwa njena manje ukuthi umculo wakhe ungadlalwa emisakazweni. Umona phansi ayi