Shembe is the way 100%olwethu unyazi
zazinhle iziyalo zomfundisi Dladla ma ekhuluma ngenhlonipho nami ngiyafisa ukuthola isbusiso...
Ameni
Amen
Uze usikhumbule NYAZILWEZULU siyona singabantwana baba sicela intethelelo no khokho bethu baze basithethelele
rev dladla ekuvukeni emzomusha ngakithi olwabantu uNyaz
Siyabonga Mgabadeli Mpemba Ndabezitha Mthiya
Nkosi yamakhosi sicela usiphe izindlebe ezivulekile ukulizwa izwi lakho Nyazi LweZulu
EMZOMUSHA EMNAMBITHI ENDAWENI YASE NTABENEBOMBU SIYABONGA BABA UNYAZI LWEZULU NGOKUSIBUSISA EZWENI LAKITHI
nkosi yamakhosi mvikele njalo mntwana wakho awuu Nkoc I qala ekhaya uthi akuhambisane qala ekhaya
Siyabonga, uNyazi lukubusise. Ayasisiza lama video ngoba asithatha asibeke lapho ebekunomhlangano khona
nkosi yamakhosi shembe baba
WASHO KAMNANDI UKUTHI SINGAMSHIBHISI USHEMBE EZINHLIZIYWENI ZETHU uUNYAZI LUHAMBA LODWA AWLANDELWA MUNTU NKOSI
syabonga ngentshumayelo
USHEMBE AKUVIKELE NJALO MFU_ WENKOSI UYIQHAWE NGAKHUMBULA UMFU_ UCHILIZA UMA INKANI KANJENA INKONZO
Aaaaameeen
uYingcwele Nyazilwezulu
Sicela nisifakele ezinye izinkonzo futhi, ezakudala nezamanje. Amen.