Sbu Buthelezi Is Still Standing in Faith, Watch This Powerful Testimony

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 28. 08. 2024

Komentáře • 153

  • @sibonakalisoml4414
    @sibonakalisoml4414 Před 2 měsíci +12

    Siyambonga uNkulunkulu ngo bhuti uS'bu Buthelezi, ungathokozi sitha sakhe, usemvusile uNkulunkulu,
    Glory to God, what a revival.

    • @mzansipunters4295
      @mzansipunters4295 Před měsícem

      isitha sakhe ngabe usho ama victims awantshontshele izimali, hhayi niyahlekisa

  • @user-kd8fn7kj1u
    @user-kd8fn7kj1u Před 2 měsíci +3

    Futhi ngimbonga uJehova ngokubona usamile kanje bhuti SBU may the Lord continue to carry you through any situation , I love you my brother

  • @happynkosi4499
    @happynkosi4499 Před 2 měsíci +9

    That's powerful Shenge may God continue to use you awazi ulaphe abantu abangakhi, we will continue serving God no matter what, He is still God

  • @SammyButhelezi
    @SammyButhelezi Před 2 měsíci +2

    Nkulunkulu akubiyele njalo Shenge akekho umuntu ongenaso isono, nesakho isono siyafana nesabanye amen, ngabe ungonjani wena ongaxolelwa lokhu kusitshela ukuthi inkazimulo kaJehova iphezu kwakho, wembethwe yinkazimulo, yingakho uphethe umlilo Shenge 🙏

  • @NtombizodwaZama
    @NtombizodwaZama Před 2 měsíci +5

    Siyambonga uThixo ngokusivusela ubhuti Sbu, ❤❤❤❤

  • @scelowonkewonkembonane970
    @scelowonkewonkembonane970 Před 2 měsíci +9

    Siyakukhumbula ngamaSonto ekuseni emsakazweni wesiZulu - Ngizoza sizodla izwi Shenge. Wamuhle umbiko wanamuhla

  • @user-fo5ot9ed4e
    @user-fo5ot9ed4e Před 2 měsíci +5

    Ei bhuti wami sibonga uNkulunkulu ngawe mfwethu uyamangaza uJesu🙌🙌

  • @SakhileSiphamandla
    @SakhileSiphamandla Před 2 měsíci +4

    Ash Nkosi yami ngo Baba Sbuh namanje ngimile ngi qinile truuu this Man

  • @beautynzimande4939
    @beautynzimande4939 Před měsícem

    Ngyabonga Sbu ukumethemba uNkulunkulu namanje,nanomakunje,konke okudliwe iskhonyan kuzobuya sekuphindiwe mfowe2,thwala no Jesu ❤❤

  • @NkosinathiBhengu-bx3uq
    @NkosinathiBhengu-bx3uq Před 2 měsíci +2

    Ima isbindi Man of God iNkosi inawe.ngeke sikhohlwe imisebenzi noma indima oyidlalile emzimbeni kaChrestu usetshenziswa iNkosi🙌🙌🙌

  • @thobekahlakanyane
    @thobekahlakanyane Před měsícem +1

    Kukhona yini okumahlulayo uJehova?
    I am so happy to see you and to know that you are still serving a living God. ❤

  • @pinetownshowroom
    @pinetownshowroom Před 2 měsíci +3

    Ngaze ngajabula JESU QHUBEKA IGAZI LAKHO ALIPHELELWA AMANDLA . VUKA SHENGE FUZULA NABABAWUFUZULAYO BAYAWUPHANGA .MOYA ONGCWELE YIMA NAYE .SIYAKUBIYELA IN JESUS NAME

  • @SakhileSiphamandla
    @SakhileSiphamandla Před 2 měsíci +4

    I'm still standing truu this Man of God ❤

  • @zenzotshabangu396
    @zenzotshabangu396 Před 2 měsíci +6

    We love u Shenge God bless uim happy u still standing

  • @ntombifikilemkhize1231
    @ntombifikilemkhize1231 Před měsícem

    Qhubeka Shenge akaze simbone oka Jehova enqotshiwe. Amen

  • @kingfakusenzo7991
    @kingfakusenzo7991 Před 2 měsíci +4

    My Father ey You Bless me babu Buthelezi

  • @SindiswaMtsweni-ew1hm
    @SindiswaMtsweni-ew1hm Před 2 měsíci +3

    Simile siyakholwa kungenxa yakho Jesu, akaqhubeke u Nkulunkulu akumise njalo bhuti Sbu, awusazi futhi awuzange usibone ngamehlo kodwa ukuvuma kwakho ukusebenziswa uNkulunkulu usakhile, wasikhulisa okholweni ngithi phambili Nceku ye Nkosi, phambili bhuti Sbu Buthelezi. Romans 8 verse 18. Amen.

  • @bongiwekhanyile1343
    @bongiwekhanyile1343 Před 2 měsíci +4

    Woow ngaze ngajabula ukuzwa levoice uNkulunkulu akumise njalo Shenge

  • @user-lu7gq6zg4n
    @user-lu7gq6zg4n Před 2 měsíci +2

    Amen Shenge qina emthandazweni angikaze ngmbone okay Jehova enqotshiwe

  • @user-oe7oc7lo4b
    @user-oe7oc7lo4b Před 2 měsíci +3

    Hamba ngalawo mandla nceku❤❤

  • @miriammalinga7998
    @miriammalinga7998 Před 2 měsíci +2

    Mina ngyabonga ukuthi usuku mile waqhukeka nokumkhonza uThixo ❤

  • @LeratoMirriamNtime
    @LeratoMirriamNtime Před 2 měsíci +1

    May you rise again,our God is a God of second chance, UJehova uyakwazi okwenzile Okuhle emehlweni akhe ngeke asidele ,we thank God ngawe we miss you may God restore you to rise again 🙌🙏

  • @SeerSamuel-yg4il
    @SeerSamuel-yg4il Před 2 měsíci +8

    Lithi bible God is able to make us stand noma kungathiwa siwa kangaka nani kodwa yena uyakwazi ukusimisa.. God saith I will never leave you nor forsake thee so that we may boldly proclaim that the Lord is my helper what a man can do to me .... Yima njalo mfoka Shenge

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před 2 měsíci

      Which church are true according to the Bible in this world? Because many churches are not true according to this scriptures, Matthew 7:21-23,Roman's 10;1-3,2Corintians 11:12-15,2thimoty 4:3-4,2Peter 2:1-3,and what is Christmas, Goodfriday and Easter according to the Bible?

  • @user-om7nt9sv6m
    @user-om7nt9sv6m Před 2 měsíci +3

    You bless me bhuti Sbu, you lift me up everyday

  • @NoziphoMbulwana-fj4bd
    @NoziphoMbulwana-fj4bd Před 2 měsíci +2

    Siyacindezelwa nxazonke kodwa asinyinyeki ❤❤❤Shenge🙏🙏🙏

  • @winekaxabela5702
    @winekaxabela5702 Před 7 dny

    Mhhhh let me understand your goodness beyond your Godness, thank u Shenge may God lift u up more, He is a faithful God,

  • @user-fr6en2lz8c
    @user-fr6en2lz8c Před 2 měsíci +5

    Powerful testimony that encourages us to remain with the lord ❤Man of God

  • @samkelisiwedlamini1557
    @samkelisiwedlamini1557 Před 2 měsíci +2

    Please pray for people who were robbed /Scammed by Sibusiso,I'm one of those.Ubalimazile wehlukanisa imishado ngenxa yezinxabano ngemali eyafakwa kwaBombuso

    • @kwanelemvelase3105
      @kwanelemvelase3105 Před 18 dny

      UNkulunkulu uzogcwalisa nakini bazalwane, God loves us all equally. Just forgive and fix your eyes on Jesus not on hurt you

  • @user-jd1rq4un6f
    @user-jd1rq4un6f Před 2 měsíci +1

    Wow that voice.usatane unamanga usheshe wahleka.kant inkosi isizwile.siyakuthanda Sbu uyasikhuthaza ngesimo.okuso bt ulibe uthe.uJesu useynkosi

  • @Grace-yr5oe
    @Grace-yr5oe Před 2 měsíci +1

    Woooow bhuti Sbu waze wayibeka sibonga uJehova ngawe akugcine njalo🙏

  • @thembisilenkosi9353
    @thembisilenkosi9353 Před 2 měsíci +1

    Kodwa mdala wezintsuku uyabafihla abantu bakho ezikhathini zonke kukuhle kukubi awusoze wasilahla umkhulu futhi awusoze usilahle 🙇🏾‍♀️🙇🏾‍♀️

  • @user-mi6gt8pn5z
    @user-mi6gt8pn5z Před 2 měsíci +1

    Abathemba labo likujajehova abasoze bajabhiswa athi jehova emanzini awayiyukugugula emlilweni awuyukusha ngiyoba nawe shenge noma zingafika izimo ungayishiyi indawo akekho okholwayo ongadluli ebuhlungwini sebekhulumile vuka ufakaze ngowasifela Amen Shenge

  • @NtombifuthiTshabalala-ql2hs
    @NtombifuthiTshabalala-ql2hs Před 2 měsíci +1

    Ngaze ngavuseleka amen

  • @dinomagwaza9209
    @dinomagwaza9209 Před měsícem

    Qhubeka bhuti Sbu by believing in Jesus Christ he will never forsaken us khumbula owesifazane owabanjwa ephinga omaqinase sebezomkhanda ngamatshe Jesus said ongenasono akamkhande ngamatshe. Vuka ukholwe ngeqiniso ungadlali you've got nothing to lose. I am happy for you that amacala akho asobala aziwa izwe kuneshoshova ezinamacala angaziwa but asobala phambi kweNkosi. Qina ume eZwini. Amen

  • @aphanenkosinathiTlou
    @aphanenkosinathiTlou Před 2 měsíci +1

    Such a talent beautiful voice behind the mic .....eish

  • @user-rb1pk2nv6j
    @user-rb1pk2nv6j Před 2 měsíci

    Ewu Jesu ngiyabonga uzibonakalisile empilweni ka Shenge ukuthi ukhona we Jesu ngiyabonga bengingubani mina Ohhhh Jesu ohhh Jesu 😭😭😭😭😭

  • @zanelentuli3635
    @zanelentuli3635 Před 2 měsíci +1

    It is not over until God says it is over. God of restoration. Akekho ongenaphutha sisizwa umusa kaThixo🙏🙏

  • @user-vd2du7ik9b
    @user-vd2du7ik9b Před 2 měsíci +2

    Baba Shenge we love you🎉❤

  • @VeliswaNdzondana-jl4xo
    @VeliswaNdzondana-jl4xo Před 2 měsíci +3

    Izinto zika thixo ziyalindwa baba Shenge.

  • @queenndlovu947
    @queenndlovu947 Před měsícem

    You can not curse what God has blessed izulu selikhulumile ngawe you are a man next to Gods heart we love you brother take this gospel to the next level 🙌🙌👏

  • @ntombifuthimthabela5670
    @ntombifuthimthabela5670 Před 2 měsíci +3

    Amen bhuti Sbu❤

  • @sibusisonkambule5620
    @sibusisonkambule5620 Před 2 měsíci +2

    Uyiqhawe Shenge, Nqengelele.

  • @LumkoBana
    @LumkoBana Před měsícem +1

    Ndaze ndava kamnandi ngoSbu nkosi mbathe njalonjalo❤

  • @irenemvumvu4390
    @irenemvumvu4390 Před 2 měsíci

    Yhoo ndihlutshwa lilizwi line anointed voice lobhuti wandisikelela tru umntu omtsha nezwi Phinda Nkosi umsikelele

  • @ZaneleFaku
    @ZaneleFaku Před 2 měsíci +2

    Wow leyo voice yekhethele siyamkhumbula

  • @BusisiweZondi-ki7vz
    @BusisiweZondi-ki7vz Před 2 měsíci

    Wow syabonga kakhulu ukuzwa leliphimbo Nkulunkulu wethu akahluleki sohlale sikuthanda uyisbusiso uqhubeke ume njalo.

  • @user-nx1xo2dm3d
    @user-nx1xo2dm3d Před měsícem

    Syabonga bhut uSbu uNkulunkulu akalahlani isitha sithi siqeda ukujabula ngenkinga yomuntu kaNkulunkulu bese ayavela uMdala wezinsuku oooh Halelluya🙌

  • @maphidimotloung9321
    @maphidimotloung9321 Před 2 měsíci +3

    nansi le voice🔥🔥 syabonga Shenge

  • @jabundlovu4864
    @jabundlovu4864 Před 2 měsíci

    You are worth Lord to be praised what a testimony of your servant

  • @ThandyButhelezi
    @ThandyButhelezi Před 2 měsíci

    Syabonga Nkosi ngalenceku evuse yawina imiphefumulo eminingi mgcine Jesu omubi akanasabelo ngalomphefumulo

  • @ProtectedbyGodOnly
    @ProtectedbyGodOnly Před 2 měsíci

    Wow 🙌🔥Am so happy to see ukuthi you are standing strong!!!

  • @phetsiledlamini6906
    @phetsiledlamini6906 Před 2 měsíci

    Hallelujah Shenge uyati Moya wami uyajabula kukubona umile ekukholweni after all the storms u have been through kuvuka emoyeni wami Romans 8vs35-39

  • @julietndaba4517
    @julietndaba4517 Před 2 měsíci

    Hallelujah 🙌🙌 Siyabonga Baba uMfundisi Mthethwa ngokusilethela inceku yenkosi
    Bhuti Sbu Buthelezi samgcina Okhozini, God bless you all
    Strong wall shake, never ever Collapse Hallelujah 0:00 🙌🙌🙌🙌 14:44

  • @sindiswantloko5118
    @sindiswantloko5118 Před 2 měsíci

    Awuuu nkosi yam🙏🙏 enkosi somandla siyabonga ngubhuti Sbu

  • @getrudemculwane3794
    @getrudemculwane3794 Před 2 měsíci +1

    Akehluleki UTHIXO ababalekela kuye bayalondeka siyabonga mfo ka Shenge

  • @noziphiwongejane9902
    @noziphiwongejane9902 Před 2 měsíci +2

    Siyabonga kakhulu.

  • @BabalwaSkhweyiya
    @BabalwaSkhweyiya Před 2 měsíci +3

    Uyandivuselela, unje ngomthi omi phezu komjelo wamanzi onika isiqhamo ngexesha lawo ulithemba empiloweni zabaninzi

  • @NdlovukaziKagcina
    @NdlovukaziKagcina Před měsícem

    God bless you Shenge ,happy to see you again devil is defeated.

  • @PrettyMakhathini
    @PrettyMakhathini Před měsícem

    Bhut uSbunsibonga uNkulunkulu ome nawe kwaze kwaba manje 😭👏👏

  • @ZukiswaKhoza
    @ZukiswaKhoza Před měsícem

    Haaa Jesu❤

  • @bonginkosijetrossithole5229
    @bonginkosijetrossithole5229 Před 2 měsíci

    Siyambonga kakhulu uNkulunkulu ngawe bab' uShenge ngokuthi usakumisile ukholwa emva kokudlula kulobu buhlungu ophuma kibo, lokhu nje kukukodwa kuyafakazela ukuthi uNkulunkulu esimkhonzayo uyama nathi nasebunzimeni okufakazela ukuthi uthando Lwakhe lubanzi lujulile alusoze lwafana nolwabantu oluphelayo.

  • @milisalisa6583
    @milisalisa6583 Před 2 měsíci

    Sbu you are a blessing to many

  • @RuthCZwane
    @RuthCZwane Před 2 měsíci +1

    I can relate bab Shenge

  • @user-lx6vo8qh6t
    @user-lx6vo8qh6t Před 2 měsíci

    Keneskhati sobunzima esifika mpilwen yomuntu nomuntu namhlanje nkulunkulu Uzib onakalisa bukhulu bakhe ngawe bhut wam muhle njalo Jehovah

  • @ntombifuthimaphumulo9362
    @ntombifuthimaphumulo9362 Před 2 měsíci

    Sayabonga jehova siyabonga buti ungipha isbindi ukuth lempi esibheken nayo ekhaya akusiyo eyethu kumnj seyilwiwa ujehova 😢😢ngicela ningikhulekise ngithole ubuti wam ave kunzima akulaleki

  • @user-rt6qr5ls4e
    @user-rt6qr5ls4e Před 2 měsíci

    Hallelujah,God is Great Shenge

  • @jabulilenkabinde1060
    @jabulilenkabinde1060 Před 2 měsíci

    Amen uNkulunkulu othwalanayo syabonga Baba

  • @ntombiyakhempeta
    @ntombiyakhempeta Před 2 měsíci

    Shenge sokalisa we love you man of God🎉🎉🎉

  • @GcinumuziMathenjwa-fo4wz
    @GcinumuziMathenjwa-fo4wz Před 2 měsíci

    Ngaze ngabusiseka ngawe shenge, ngbukela kuwe noma kthiwa ziyangnetha uthixo aksize

  • @jabunkosi451
    @jabunkosi451 Před 2 měsíci

    Siyabonga Shenge siyakukhumbula bhuti ❤

  • @user-hh1ly7op9x
    @user-hh1ly7op9x Před 2 měsíci

    Asikho is inhaling esilolelwewena esiyakuphumelela othinta wena uthintinhlamvu yes laNKULUNKULU Amen

  • @user-iz1nv8wx5b
    @user-iz1nv8wx5b Před měsícem

    Qhawe elinamandla !! God be with you Shenge

  • @nonhlanhladoreen5010
    @nonhlanhladoreen5010 Před 2 měsíci +1

    🙌🙌🙌😭😭❤

  • @sifisoprosperthenjwayo4597
    @sifisoprosperthenjwayo4597 Před 2 měsíci

    Amen. Zingabakhe umdali

  • @nomboniso4331
    @nomboniso4331 Před 2 měsíci +1

    u Shenge ❤🎉

  • @jabuliledlamini4648
    @jabuliledlamini4648 Před 2 měsíci

    Amen 🙌🙌🙌

  • @zanelezwane4004
    @zanelezwane4004 Před měsícem

    Wamuhle Jesus 🙏

  • @sisiegambushe7895
    @sisiegambushe7895 Před 2 měsíci

    Siyabonga shenge ukubona usamile okholweni wanika I themba nami

  • @philasibiya3836
    @philasibiya3836 Před 2 měsíci

    Eyi Shenge, unkulunkulu abe nawe all the time

  • @user-dt4gf8ko7v
    @user-dt4gf8ko7v Před měsícem

    Hallelujah

  • @assahnleya1702
    @assahnleya1702 Před 2 měsíci

    SO POWERFUL BUTHELEZI🙏💖

  • @SandileDube-g6q
    @SandileDube-g6q Před měsícem

    Amen

  • @letieshabangu8671
    @letieshabangu8671 Před 2 měsíci

    Waa siyabonga Jesu kuzondlula

  • @cynthiatshabalala1041
    @cynthiatshabalala1041 Před 2 měsíci

    Siyakuthanda sbu siyakuhulekela ukuthi enze njengalokho enza kithi

  • @user-wm9wy8ht8k
    @user-wm9wy8ht8k Před 2 měsíci

    Shenge ngikuthanda kabi ngezinkulumo ezakhayo. Bengithi enkulumeni yakho uzozibona ukuthi ulimaze abantu abangakanani. Ngithi uzoxolisa kobonile kodwa uvele njengomuntu olungile. Funda ku Sthembiso Zondo Nceku yenkosi. Siyakuthanda kakhulu kunabantu abaluzwe impilo yabo ngawe. Bazinikela kuzidakamizwa wena ubonga ukungaweli kuzo. Nkosi hlanza Inhliziyo yami uma ngikhulume kabi😢

  • @nontobekomalinga1420
    @nontobekomalinga1420 Před 2 měsíci

    Siyabonga ngemvuselelo

  • @ElvisNgubani
    @ElvisNgubani Před 2 měsíci

    God is gud br Sbu be blessed

  • @sibongilenxumalo618
    @sibongilenxumalo618 Před 2 měsíci

    Praise the Lord BabShenge

  • @sbongilenene4355
    @sbongilenene4355 Před 2 měsíci +1

    God loves u my son

  • @fezekaroyo6941
    @fezekaroyo6941 Před 2 měsíci

    Thank u brother Sbu mkhulu

  • @khonagoodman
    @khonagoodman Před 2 měsíci +2

    Shenge🙏

  • @thembidiko5530
    @thembidiko5530 Před měsícem

    🙌🙌🙌Hallelujah❤❤

  • @BusisiweCynthiaGumede-jj2wz
    @BusisiweCynthiaGumede-jj2wz Před 2 měsíci

    MAN OF GOD 🙌🙌🙌🙌🙏🙏🙏

  • @Nokubonga143
    @Nokubonga143 Před 2 měsíci

    Izinto za Nkulunkulu zenzeka ngendlela yazo. Abalungile bayahlushwa

  • @tandokazimaku1282
    @tandokazimaku1282 Před 2 měsíci

    Ohh maan,ndimthanda kuko konke adlule kuko.

  • @user-jd1rq4un6f
    @user-jd1rq4un6f Před 2 měsíci +3

    Ngaze ngabusiseka Jesu.ngale Voice nje.ayive inogcobo shame

  • @ncadizanokulunga1151
    @ncadizanokulunga1151 Před měsícem

    Eyi ngoba uyasithwala omdala wezinsuku # ngyakuzwa Shenge😭

  • @maudrymhlongo996
    @maudrymhlongo996 Před 2 měsíci

    Siyabonga uJehova

  • @GoodnessMakhanya-rp3pl
    @GoodnessMakhanya-rp3pl Před 2 měsíci

    Siyabonga Jesu😊

  • @zenzotshabangu396
    @zenzotshabangu396 Před 2 měsíci

    Awu jesu bhuti Sbu🎉🎉🎉❤❤❤